UKUGODOLA KONGASEKHO,INYOSI EYODWA KUSHONI

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 24. 07. 2022
  • Kuchazani lokhu ngokuhlukana kwakhona

Komentáře • 126

  • @thabangdavid5948
    @thabangdavid5948 Před 2 lety +4

    Thokoza, thanks for your time,you look amazing,UMUTLE👍💗💗💗

  • @zandimbonambi8863
    @zandimbonambi8863 Před 2 lety

    Syabonga kakhulu cc Hlengiwe izincazelo,
    ngicela ukubuza ukuthi ingabe ithini incazelo yokuphupha ngisendaweni esedolobheni sengath ngiseFlatin kodwa phansi la kuleliflat kuyaphithiza kakhulu abantu abahlukene nabadayisayo .ngobe sengibona uGogo wami esehamba nam lapho sengisukile edolobheni sesihamba emanzini agcwele utshani ungibambe ngesandla sakhe sakwaRight ngiyesaba ungathi ngizoshona kodwa silokhu sihambile nje kakhulu ,Ngiyabonga.

  • @langa7183
    @langa7183 Před 2 měsíci

    Sawubona gogo ngyabonga kakhulu mina ngencazelo yakho mama ngifice emotweni yami mangishayisa izolo kukhona inyosi ngethukile ngempela ngoba angazi ngene kanjani kodwa sengizwile manje 👏👏🤝🤝

  • @siphodube8211
    @siphodube8211 Před 2 lety

    Uma lezinyosi zifika zakhela ekhaya, usuku noma izinsukwana. Bese zihamba lokho kushoni Dadewethu.
    From Sipho Allen Dube. Eswatini.

  • @isaacxubuzana6124
    @isaacxubuzana6124 Před rokem

    Ngiyabingelela cc
    Ukuphupha umuntu ibhungu eligqoke kahle kungathi ngisemsebenzini noma ngingazi ukuthi ngindawana phi udlula Kimi uthi ucela ngimenzele tiye, ngalenza ngamnika wabonga wangipha iskhwama esinemali. Ngaqalaza ukuthi bangaki abangibonayo ngayitha enye ngayifaka esifubeni ibiningi ingethusil. Kungabe kusho ukuthini lokho🙏

  • @nomthandazonxumalo4523
    @nomthandazonxumalo4523 Před 4 měsíci +1

    Thokoza gogo...ngyabonga kakhulu ngezincazelo ezinhle ezisobala.Ngicela ukbuza gogo kuchaza ukuthini ukuhanjwa emzimbeni izintuthane kodwa nakuba zingeningi myb ususe eyodwa onyaweni uythole sewuha jwa enye emqaleni ngempela kushoni cz kuyangikhathaza...Thokoza gogo👃

  • @bongiwebongiwe3982
    @bongiwebongiwe3982 Před rokem

    Ngiyabingelela cc ngiyabonga ngempendulo ye nyosi ufakazela iphupho engaba nalo ngemuva kokuhaqwa inyosi ngiyabonga kakhulu🙏🙏

  • @zandiledhladhla5293
    @zandiledhladhla5293 Před rokem

    Siyabonga kakhulu ukusisiza.uma ngabe uziphuphaziziningi izinyosi zigcwele endlini kodwa zingakulumi kuchazani

  • @vumilemadlala8351
    @vumilemadlala8351 Před 2 lety

    Syabonga sisi ngolwazi osipha Lona ,ngicela buza kuthi achazani amajuba amabili uzowafica endlini ngaphakathi obuyakha ungakangeni kuyona ekwi gumbi osulikhethile kuthi kuzoba elakho

  • @busimngomezulu1969
    @busimngomezulu1969 Před 2 lety

    Thanks cc Hlengiwe mina ngicela ukubuza uma uphupha umama womuntu engithandana naye akasekho siyothenga izingubo zangaphansi ezimhlophe zokwa. Angimazi umama lo

  • @zifikilezee1171
    @zifikilezee1171 Před 2 lety

    Sawubona cc siyabonga ngokusakha kwakho.....sacela ukubuza kutsho ukuthini ukuphupha inyama yangaphakathi ngathi ngiyayipheka futhi ngipha abantu basekhaya babonakala bejabulile be enjoy bt mna angiyidlanga ngiyabonga

  • @zoladimba6172
    @zoladimba6172 Před rokem

    Thokoza Gogo izincazelo osipha zonal zicace bha 👏👏

  • @mbonisinichola3875
    @mbonisinichola3875 Před 2 lety +1

    Siyabonga incazelo yamaphupho kutshoni ukuphupha ngingena esitolo kodwa kungela lutho oluthengiswayo kungani siku renovetion​ kodwa into engiyitholileyo yi ring phakathi ngathi sengiphuma ngahlangana le security ngalitshela ukuthi ngiyaphenduka

  • @sinegugunyathi1312
    @sinegugunyathi1312 Před rokem

    Sawubona cc hlengiwe, ngake ngaphupha isqandu sona sino mehluko kune nyosi incazelo, sasifuna ukungena endlini sasi phebeza singa shayeki.

  • @sidanisiwenkomo8505
    @sidanisiwenkomo8505 Před rokem

    Thanx for unvailing the unseen.ngcela ukubuza gogo,kuchazani ukuphupha islwane ,the lion,sibhonga .lentundla,the giraffe ivela

  • @prettyntsobeni4489
    @prettyntsobeni4489 Před 2 lety

    Thokoza cc,Siyabonga, bengicela ungicazela ukuthi uma uphupha usisi womkhonyane wakho akubuka ngamehlo amnyama

  • @mbonisincube359
    @mbonisincube359 Před 2 měsíci

    Thokozani, inyosi bantu noma ngi draiva ivele ifike

  • @janenonhlanhla8245
    @janenonhlanhla8245 Před rokem

    Thokoza Gogo
    Siyabonga kakhulu ngokusifundisa.
    MaMbotho ngicela ungilekelele mtakama.Ngophuphe udadewethu ongasekho entshontsha amalahle emzi ni womngani wami kodwa akaze ahlale la egoli.
    Ngaphinde ngaphupha Mzala wami naye entshontsha amadaka acabayiwe. Sisendleleni eya khakomama naye kodwa sigcine singafikanga ekhaya. Besi around komakhelwane ngaphaphama..
    Angazi kumele ngibasize kanjani

  • @mlangenimlangeni9648
    @mlangenimlangeni9648 Před 2 lety

    Thokoza gogo. Mangabe uphahla. Emanzini .what's the meaning. Thokoza👏👏

  • @lungilengubane4388
    @lungilengubane4388 Před 2 lety

    Hi sisi Hlengiwe syabonga ngolwazi osnika lona kuchazan ukuphupha bona izinkulungwane ziningi zihlez emzimben wakho🙏

  • @priscilladube8576
    @priscilladube8576 Před 2 lety +1

    Syabonga gogo mna ngcela ukubuza ukuthi ukuphupha ubona isnow kodwa ma uthi uyasondela lapho esiwele khona ubone sekungamakhandlela awu7 avuthayo ngifike ngicime elilodwa ngesandla kuchazani? Ngyabonga ukuphendulwa.

  • @siyathembasiazmatshaya7074

    Wheeee saphela bakithi,yi mpukane ekuhlaza Sichitho,yinyosi Sichitho ayi zizokhala manje

  • @ngenzenikubheka4418
    @ngenzenikubheka4418 Před 2 lety

    Thokoza unkulunkulu akwandisele ungapheli Amanda🙏

  • @SibongileNkomonde-ox8lz
    @SibongileNkomonde-ox8lz Před 3 měsíci

    Kungene izinyosi ezintathu ekameleni zafike zafa. Engabe kushoni lokho

  • @khulekaniaustinkhumalo9953

    Sawbona sis'Hlengiwe, ngsacela ukubuza uma uphupha umfowenu osewashona ebonga bese ebala inhlangano yePolitiki nabasekhweni lakhe athi akabafuni klowomzuzu uqimbile acele amanzi bese umngani wami onesibongo esifana nesami amulethele isigubhu cishe 1litre awaphuze onke bese eyasuza isikhathi eside bese ethi ngyabonga Mforen

  • @dawnmadonsela5877
    @dawnmadonsela5877 Před rokem

    Sbonge maMbotho ngezincazelo. Ngicela ukubuza ukuthi angasizakala kanjani lo ongasekho ukukhishwa amakhaza. Ngiyabonga cc

  • @bobdamoyi5236
    @bobdamoyi5236 Před rokem

    Siya bonga Mambotho

  • @mimimodise8672
    @mimimodise8672 Před 2 lety

    Sawubona sisi, ukuphupha uses'khathin ubona igazi, noku phupha uphuma igazi ngey'mpumulo.
    Phinde uphuphe izinyoka ezihlaza nezi mnyama zibophene phakathi kwamanzi

  • @core2316
    @core2316 Před 2 lety

    You are so vivid

  • @landuleanelisa1155
    @landuleanelisa1155 Před 2 lety

    Sawubona Sis Hlengi, okokuqala angibonge usizo osinikeza lona kule Chanel ❤️qhubeka ngomsebenzi omhle sis ungadinwa.
    Ngicela ukubuza, ngiphuphe umkhulu wam ongasekho ongu baba ka ma wami. Bekungathi kunomsebenzi owenziwayo egcekeni futhi bekumele asigcobise into emhlophe ebusweni ngathi iCalamine, kodwa bekuhanjwa ngokwezana kwethu, kwathi uma kuyi turn yami ngafika seku no line mhlampe ukulinganisela kubantu abay 4 phambi kwami. Ngifike ngime ngilinde kodwa angaz ugcine ephelele kuphi umkhulu kodwa akabanga sangigcobisa mina lento ibigcotyiswe abanye Thokoza 👏🏾

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      into engathi icalamine isho umcako kubantu abathize edlozini lakho ababewufakile bangaqedwa ukukhishwa wona ngokuthwasa kwabo bethwasela lelodlozi lakhona ngaleyondlela wena ukhonjiswa ukuthi kumele uzame ukuqedelela lokho ubakhiphe umcako lowo ngoba bagcina benjalo ukuze kuqhubeke beye phambili lelodlozi lihlambulukile lidinga ukuhlanjululwa kuphela awuzothwasa kodwa uzolihlangabeza ngegobongo mase uyahlambuluka

  • @nthabelengmatabane5814

    Ngyabingelela sisi Hlengiwe ngisacela ukubuza ngiphuphe ngibuka umango ovuthiwe eshlahleni owodwa ngvele ngbone umama sengathi bekuwumama wami ongasekho angikhelele wona anginike kusenjalo ngibone nobhuti wami ongasekho naye ephethe umango ovuthwe ukwedlula lona owami ngithi ngicela anginike wona nangempela anginike ngivele ngiphaphame

  • @luyandankambule8083
    @luyandankambule8083 Před 2 lety +1

    Sawubona Mama
    Bengicela ukubuza ukuthi kuyenzeka yini umuntu ashone for 16 years, kodwa kungabikhona noyedwa ekhaya oke amphuphe. Inga kunjwayelekile lokhu?

  • @vuyanemelane3872
    @vuyanemelane3872 Před měsícem

    Thokoza gogo xa usithi makakhutshwe amakhaza.umntu ongasekho utsho ukuthini ngoba nyani akasekho

  • @masesimamosese494
    @masesimamosese494 Před rokem

    Sawbona cc Hlengiwe eish mina yazi ngicela uma ungipha into yokungakhohlwa amaphupho hay ukhona lo ongivalile ngidinga into engawavula mawazi ngiyacela

  • @noncebasiyoko9863
    @noncebasiyoko9863 Před rokem

    Sawubona Sisi, mina izolo bengivakashele umuntu engithatndana naye, so bengi-cleana ngabona inyosi eyodwa indizela ngakimi yafika yawela ebhakedeni lamanzi ebengi kolobha ngawo. ngicela ungichazele kabanzi..!

  • @bongwafakude5442
    @bongwafakude5442 Před rokem

    Thokoza gogo siyabonga kakhulu ngencazelo zakho,ngicela kubuza ukuphupha uthenga usawoti rough salt ngabe kuchaza ukuthini,ngiyabonga usazongichazela

  • @user-oi2ju7hr2s
    @user-oi2ju7hr2s Před 3 měsíci

    Uma nithi niyethuneni nithole izinyosi cc ziphuma egodini zinijahe kusho ukthini ethuneni cc

  • @preshmpumie6742
    @preshmpumie6742 Před rokem

    Akuthandazise mina Mambutho ay khona kushubile

  • @bongekilenxumalo7052
    @bongekilenxumalo7052 Před rokem

    Thokoza gogo ngicela ungichaele kususwakanjani ukugula kumuntu ongasekho ngyabonga

  • @thembalethuhadebe6883
    @thembalethuhadebe6883 Před 2 lety +1

    Sisiwami Ngicela ukubuza ukuphupha ufaka iring emunweni ngabe kuchazani?

  • @BekezelaNdlovu-pf8bq
    @BekezelaNdlovu-pf8bq Před 11 měsíci

    Thokoza gogo ngilombuzo omncan ususwa kanjan amakhaza umuntu osewedlule emhlabeni

  • @stanleydube5148
    @stanleydube5148 Před 2 lety

    Hi sister Hlengi ngyabonga ukusicobelela ngolwazi lwezibonakaliso.(Ngicela ungichasisele, ngiphuphe umkhulu ekhuluma kumama ethi sebezozwa ngawe emsebenzini abelungu kodwa okungixakayo angisebenzi.

  • @isaacxubuzana6124
    @isaacxubuzana6124 Před rokem

    Cc Nokuthula
    Ngicela ukubuza uma uphupha umuntu owumfana engaphansi kwe bridgi kodwa elingenawo amanzi evale amehlo engakhulumi kusho ukuthini lokho

  • @thulaniemmanuel9827
    @thulaniemmanuel9827 Před rokem

    Mambutho ngimjwayele ukuphupha lasasihlala khona emakhaya Nala ngangisebenza khona lamaphupho ajwayele ukulokhu ebuya.

  • @lindiweshongwe6711
    @lindiweshongwe6711 Před rokem

    Thokoza gogo mina ngiwu Lindiwe Shongwe ngisacela ukubuza owami ubaba washona ngo 1976 akazange akazange aye makhazeni kodwa sewufike izikhathi zalandelana ngephupho athi uyagodola ngiyabonga ngizolinda impendulo makhosi

  • @thabangmphogo1801
    @thabangmphogo1801 Před rokem

    Ukuphupha imali ye mnyama kushokutsini

  • @NokuthulaKate
    @NokuthulaKate Před 3 měsíci

    Thokoza ukuphupha izinyosi zikutinyela ebusweni uzame ukuzibulala

  • @OusiaProject
    @OusiaProject Před 2 lety

    Sawubona, ngicela ukubuz kusho ukuthi ukuphupha itshwele/ichwane elilele eduze kweqanda selifile

  • @nontsikelelosizile7641

    Uma uphupha utatakho ongasekho eku cela iR1.00 kusho kuthini...lefike kabini eliphupho.

  • @peacemakermccambly6008
    @peacemakermccambly6008 Před 2 lety +2

    This gift is difficult when you see signs and animals you don't know the meaning of it.

  • @sibongilezwane881
    @sibongilezwane881 Před rokem

    Thokoza gogo uma uphupha ugibele ibhanoyi kusho ukuthini

  • @Doctor_JS
    @Doctor_JS Před 4 měsíci

    Thokoza gogo, kuchazani uma inyosi (carpenter bee) eyodwa yakha phambi kwe-front door?

  • @lukazulu2381
    @lukazulu2381 Před 2 lety

    Bengicela ukubuza ukuphupha ubona Umhlanga omile emaxhaphozini nokuphupha izinkabi ziboshelwe kungathi zyaxabana ziphen dula namajoka zigcine zibaleke zingene emhlangeni ngabe kushoni ngiyacela bandla

  • @mshiyenikhanyile7622
    @mshiyenikhanyile7622 Před 10 měsíci

    Thokoza gogo ngiphuphe ubaba ecela isibindi

  • @Mabonizantuli-vr1ll
    @Mabonizantuli-vr1ll Před rokem

    Thokoza Makhosi ...MINA NGICELA KUBUZA KUTHU UMA UPHUMA IMALI YAMAPHEPHA ENINGI WIBUKA UTHI UMA USUYIPHETHE WIBONE ENGATHI ITHOMBE EZIKUYONA ZIBHALEKE NGOBU"FAKE" ...Yazi I'm lost Makhosi🥺😌😔

  • @simangelembambo8930
    @simangelembambo8930 Před rokem

    Hlengiwe ngane yami siyabonga kakhulu ngezincazelo zakho sikhule thina kuthiwa uma kungena inyosi ibika umuntu ozofika ekhaya kuyiqiniso kangakanani

  • @thelmamankanku8016
    @thelmamankanku8016 Před rokem

    Molo Hlengiwe kule yenyosi enye engena endlini kuright xa uyikhuphela ngaphandle ungayibulali k
    odwa ?ngoba ikhe yandingenela kabini ndimana ndiyikhuphela ngaphandle .

  • @nondumisohlongwane888
    @nondumisohlongwane888 Před 2 lety

    Sawubona sisi kusho ukuthini uma ungena endlini ehlangabezwe i mpukane e green enkulu izula ekamereni? Ngabe ngenze kahle yini ngayi bulala.

  • @PeaceMojapelo
    @PeaceMojapelo Před 3 měsíci

    Thokoza obuzo izinyosi mazise efastereni ngaphandle endlini kosho kuthini

  • @sithembisoncube9359
    @sithembisoncube9359 Před 2 lety

    Thokoza ngaphinda ngaphupha ngilele kulomuntu ongena emnyango oyindoda phezulu engagqokanga phansi engafakanga bhulugwe sengani yisiketi but umbala ngeke ngawutsho esichithileyo isiketi phezulu engagqokanga wafika wngivusa wankhomba umnyango ma ngibona angimazi ngakhala ngasemphaphama

  • @qodigumde1771
    @qodigumde1771 Před rokem

    Cc wami ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha uqatshulwa umuntu pls help ngididekile nkosyami

  • @stellantombomhlabajafta1630

    Akugcine uThixo ukhule uluncedo kuthi siyafunda kuwe kakhulu enkosi

  • @Mightytouch90
    @Mightytouch90 Před 2 lety

    Sawubona ma mbotho, ngicela usizo la,ngibe nephupho ngisendlini ikhishi lonke ligcwele amanzi aze afika emadolweni, and a clear , kodwa mengiya ekamelweni isivalo asivaliwe kodwa awangenile khona, embhedeni kunonkosikazi kanye nengane balele...ingabe lishoni?

  • @janeymsesiwe6051
    @janeymsesiwe6051 Před rokem

    Camaghu:I ithetha uthini a usoloko uwenza isound ungaqondanga it's like uyabhongha but you unaware of it uziva sekumva wothuke

  • @user-ul4by7of1w
    @user-ul4by7of1w Před rokem

    Nginomizi akungeneki kuwona manje kunezintutwane

  • @sizwemasondo2390
    @sizwemasondo2390 Před 2 lety

    Thokoza gogo endlini yabantu abadala emva kwesivalo kunazilwane ezibomvu nokumnyama sibabiza ogogo ( ladybug) bahlangene nje sekuneviki bakhona abayindawo

  • @sthembilemthembu9531
    @sthembilemthembu9531 Před 2 lety

    Heyi sisHlengi my brother dreamt of white Hyeana you in yard was izwi lithi uzophendula after an hour 😊 ngyabonga mina. You look pretty sis.
    Sawubona ngiphuphe i was in a queue omunye ubaba asigunda. Bekungathi kusema femini lapho kusetshenzelwa khona bcouse omunye ubaba obegunda was still on tea bleack ajayile. Masengiceda ukugunga Ngaya ekhaya I was wearing white jeans ngagcoka school shoes I then ask my late sister of ikhona I polish for my shoes ngingakapolish i saw my ex boyfriend's car packed outside the yard with him and 2 guys. Wangena with 1guy . This guy told me basaya edolobheni i must not complain.. after that ngabona sengi driver a white car on a passenger seat bekuhlezi yena. 😢😢😭 yooh this guy. ( ugangile he's a real whitch uyathakatha). Abomkhulu bangishela ukuthi abamfuni I left him.
    The other time he came home with a RED van another guy was driving mina bengigeza necked half body. Bangena in a yard with that RED van my late gogo was sitting in the house looking at them ngabatshela ukuthi akafukeki layikhaya akahambe... He left... sisHlengi I can't get rid of him.

  • @robsonbambo5232
    @robsonbambo5232 Před 2 lety

    Sawubona gogo ngicela ukubuza ukuthi ukubona igundane ukubona ukungcola okushiywe yigundane ngabe kuchazani?

  • @nkomoshaun3566
    @nkomoshaun3566 Před 2 lety

    Sawubona sisi hlengiwe bengicela ukubuza ukuthi kutshoni ukuphupha ngiphapa emoyeni

  • @BusisiweGama-lk1pm
    @BusisiweGama-lk1pm Před 4 měsíci

    Kuchazani ukudikizelwa iso elingaphezulu kwa left ezinkopheni eceleni

  • @user-mj5lm6qj4h
    @user-mj5lm6qj4h Před 4 měsíci

    Uma uphupha i ex yakho esashona enqunu,ifuna ukukhuluma nawe bese uyaqaba kushoni

  • @gracesimelane3567
    @gracesimelane3567 Před 2 lety

    Ngibingelele, wayibeka gogo ,ingabe asuswa kanjani

  • @core2316
    @core2316 Před 2 lety

    How can I get hold of u

  • @siyalotana9667
    @siyalotana9667 Před rokem

    Sikhutshwa kanjani isifo okanye ingozi kumntu owahamba ngezozinto emhlabeni?

  • @nkosidlamini
    @nkosidlamini Před 2 lety

    Lol ayi Ndlovu kazi yazi kunolwazi olujulile osahlelilalo inkulumo sakho ziyaveza kancane ngisalindile ukujula kwakho ngomuntu onyama namadla akuye

  • @robertgcwabaza8462
    @robertgcwabaza8462 Před 2 lety

    Thokoza gogo, kusho ukuthini ukuphupha izinkukhu esimhlophe kanye nongathi si-gold zombili zinamatshwele amaningi ! eduze kwazo, a-white na-gold?

  • @khelesicwebu7775
    @khelesicwebu7775 Před rokem

    Busi igama lam kutsho ukuthini xa uphupha upenda endlini nibaninzi abanye baphethe upende omhlophe abanye be phethe oluhlaza

    • @khelesicwebu7775
      @khelesicwebu7775 Před rokem

      Uphinde ubone umntu ekungcaba umqolo kodwa awu mboni uva nje izandla zikubamba

  • @mlamulidube7137
    @mlamulidube7137 Před rokem

    Uvevane lungingenele endlini.?

  • @valeriezulu8496
    @valeriezulu8496 Před 2 lety

    Uma kungena inyoni ize ilala lapho uhlala khona

  • @user-mj5lm6qj4h
    @user-mj5lm6qj4h Před 4 měsíci

    Isifo namakhaza asuswa kanjani

  • @busimngomezulu1969
    @busimngomezulu1969 Před 2 lety

    Ngaphupha futhi lomuntu ethole umsebenzi lapho ngisebenza khona, abelungu bezama ukumfounela kodwa bengamtholi ongcingqwni

  • @xolisilemakhaye4745
    @xolisilemakhaye4745 Před 2 lety

    Thokoza gogo ngicela ukubuza uma uphupha umuntu omdala njengo mkhulu ubaba ka baba wami ethi angi qhokise abantu abadala . Ubechazani mesho njalo

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      kukhulunywa ngezidwaba nesihlangu ukuthi ubenzele kona

  • @ntobekolarence4540
    @ntobekolarence4540 Před 2 lety

    Thokoza Gogo ngabe kushu ukuthini ukuphupha kini kugcwela amaxoxo bese uwabulala afe wonke

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      kusho ukuthunyelwa ngemibhulelo ukuthi uyaye uyinqobe noma niyinqobe inganihluli niphile ngisho beyifakile kanye nezichitho ezifakwa phansi

    • @ntobekolarence4540
      @ntobekolarence4540 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 Ngiyabinga Gogo akwande🙏

  • @khanyisilephungula6684

    Sawbona sisi kuyangithokozisa kakhulu ukuba kwipage lakho ngifunda okukhulu.Nali iphupho elingixakile,ngiphuphe ngikomunye umuzi abantu bakhona ngiyabazi nomuzi ngiyawazi kodwa ngiphuphe engathi ngiyacleaner khona ngiyashayela ngigudluza osofa ngithe ngisagudluza usofa ngifice izibi eziningi engathi kwakuwudaka lukacement emvakwaloyosofa kwavela ingane encane ngayithatha lengane ngayikhombisa umama wakulomuzi lengane ibilambile ngoba bekubukeka ngathi ayinakiwe ithe mayiphuma lengane yaqonda kwenye ingane yalomama engiyaziyo nayo ngibe sengitgi ke mina ngizoyiphekela iphalishi ukuze umidle ngoba ilambile ngiphaphame ngisayphekela iphalishi.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      lokho kusho ukuthi izinkinga zalowomndeni eziphatha ukugula kwabantu bakhona neziletha izitha kuqhamuka ekunganakweni kwezingane eziphuphumile zakhona yizona eziletha lokhu obukade ukucleaner okufaniswa nosizi kubona ,kumele uzame ukubazaisa uma ningabantu abazwanayo ukuthi uma kwake kwabakhona owaphuphunyelwa akakulungise ngoba kuletha usizi khona ngyabonga

    • @khanyisilephungula6684
      @khanyisilephungula6684 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 ngyabonga nami inkinga ngiyesaba ukubatshela leliphupho

  • @ntombintshinga6283
    @ntombintshinga6283 Před 2 lety

    Thokoza gogo ngicela ukubuza uma uphupha ubaba ongasekhoyo eehlezi nathi kwagogo kudliwa inyama yemvu singumndeni ejabulile ingathi ngimbona eze ngomuva ebheke phezulu esidla inyama ingathi mina ngithi kubantu basekhaya ubaba uyaphila kusho ukuthini loko

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      inyama yemvu ikhomba ukuthi kunokufunakalayo okunjengokwehlisa nokuthobisa ngokuxolekeleka edlozini lenu ukuthi kungabi nokubi bakhombisa lokho imvu isho ukwehliswa kolaka lokho kukhomba ukuthi ezintweni ezibakhona ekhaya kumele kugcine zikhulunywa ngomoya woxolo ngasosonke isikhathi ukuze zingadali isifo nezinkinga ekhaya lenu ,futhi abantu abangasekho bayakudinga abangase nibabambise ngakho ukuze kungabi nolaka ekhaya lenu

    • @ntombintshinga6283
      @ntombintshinga6283 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 yoooo gogo wayisho kahle bekungazwanwa ekhya kuhlangene ngesisikhathi kushone ubaba ngiyabonga kakhulu nkosazan ngencazelo yakho

  • @sinenjongogcelu3028
    @sinenjongogcelu3028 Před 2 lety

    Sbonge mambotho

  • @nokuthulamkhize2975
    @nokuthulamkhize2975 Před rokem

    Siyabonga ngokunika incazelo Uma ubona abafana abancane befuna ukungena esangweni kodwa balokhu behla benyuka kungangeneki bese uphinde uzwe kuthiwa wahlala sukuma uchele ngentelezi

  • @mpumifani1131
    @mpumifani1131 Před 2 lety

    Molo gogo

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      molo Fani ungabuza vele abakabi baningi abantu ukuthi konje wawufisa ngikusize ngani ngizoba nalo ithuba njengamanje lokukuphendula mangase ubhale manje

    • @mpumifani1131
      @mpumifani1131 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 ndyabonga bandivalele idlozi lam alindiboni alindsebenzeli uthiwa bangungqulile bandfaka nesicitho apha endlini

    • @mpumifani1131
      @mpumifani1131 Před 2 lety

      Kunzima manje the block me ukumaphupha emsebenzini nomama wakwam izinto zimile pls cenda andsonti mna

  • @stellantombomhlabajafta1630

    Molo gogo namhlanje omnye umakhelwane wam li Indian ndiphupha etshona kwipool yakhe ayifake egcekeni lam ipool yeplastic utshone ngonyawo oluyi one uyaphila ngutata

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      kubika ukuthi kukhona okuyinto afisa ukuyihlambuluka kuwe kodwa uyasaba ngoba kunokungalungile okwenzekile ngokomona

  • @sindiswangubo2708
    @sindiswangubo2708 Před 2 lety

    Sisi like langbelesela iphupho ngisetoilet ngizkhulula okuynkinga nokungixakayo bengsendlini kukhona bantu nasendlini ewuround ngasensikeni ngbone kunetoilet lapho ngizkhulule kukhona bantu endlini😮‍💨😮‍💨🤕🤕

  • @felixzulu8864
    @felixzulu8864 Před 2 lety

    Kucazani ukubakhona kwezinto ezinyakazayo enyaweni nasesiswini?

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      kukhombisa into kuwe eyangena ngazo izinyawo yase ihlala kuwe esinyeni sakho ike ikuhluphe izama ukuphuma kodwa owayenza akasakukhumbuli lokho ukuthi akususe kuze kudikize ngenhlanyana kwesinye sakudonseka okunganakekile kunento ekhona kuwe ubothola amanzi athandazeliwe uyahlanganise nabilisiwe mase uyawaphuza izinsuku ezintathu kulandelana

    • @felixzulu8864
      @felixzulu8864 Před 2 lety

      Ngiyayibongela ngempela ngencazelo nangeseluleko sakho gogo

  • @charlenenel1031
    @charlenenel1031 Před 2 lety +1

    Thokoza gogo ukuphupha ucatshuzwa umuntu ongamboniyo kusho ukuthini.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      uma ungasabanga noma ukuthandile lokho kusho okuhle uma kukuthusile kubi

    • @charlenenel1031
      @charlenenel1031 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 Thokoza gogo ngiyabonga kakhulu izincazelo zakho ziyangibusisa inkosi ingibusisele wena njalo.

    • @vuyisekadaniso8335
      @vuyisekadaniso8335 Před 2 lety

      Thokoza gogo umntu xa efuna ukubuza ngephupha ukufumana phi gogo enkosi

    • @mangosejulia4565
      @mangosejulia4565 Před rokem

      Thokoza gogo ngicela ukubuza uma uphuphu umuntu ongasekho ekumemeza noma emini nasebusuku kuchazani

  • @sithembisoncube9359
    @sithembisoncube9359 Před 2 lety

    Thokoza cc hlengiwe ave ulusizo inkosi ikugcine cc kutsho ukuthini uuphphupha umntanobowethu oneminyaka eyi10 ongumfana emhlophe sengani ugcobise umlotha or colourmine umnzibha wonke emhlophe sengani ugcobise lezi zinto engizichazayo kunga kutshoni cc

  • @user-kk4wy1si9d
    @user-kk4wy1si9d Před 2 měsíci

    Thanks Hlengie yhuu kudala ndizibuza ngenyosi ehamba yoddwa. Nelidle endisoloko ndiliphupha. Ma uyibona inyosi ingasakwazi ukubhabha phakathi kwekhaya ishoni lonto. Your phone number andiyifumani.

  • @vuyanemelane3872
    @vuyanemelane3872 Před měsícem

    Thokoza gogo ukukhupha amakhaza kumntu ongasekhoyo utsho ukuthini ngoba nyani akasekho

  • @angelam6466
    @angelam6466 Před 2 lety

    Sawbona sis Hlengiwe ngcela ukubuza ukuthi kachazani ukuphupha isangoma noma ithwasa lowesilisa lifake I bhayi eli black and red lihamba lichela emzini wakho. ngyabonga

  • @mshiyenikhanyile7622
    @mshiyenikhanyile7622 Před 10 měsíci

    Thokoza gogo ngiphuphe ubaba ethi ucela isibindi