... I really thank Smakadze ngekungiholela kuwe. Ever since I came across you CZcams postings my life has changed. Emacinisa uwabeka evakale ntombi. Keep on you good work. Many will benefit from this. I have
@@hxmbotho3458 Ngiyabonga kakhulu This has confirmed my thoughts Asimbonge uNkulunkulu ngokusithumela wena incazelo zakho ziyasakha ngijabulile Makwande🙏❤
Hi sis Hlengiwe Ngicela ungizize la, nakho ngiphupha ngise ST John Church and we were bathing after church just when I was about to bath usisi nje afike and urinated in the water we were about to bath in after church.... she was very boastful and you could see she didnt want me to bath lapho and I was looking for umamFundisi to help resolve this. By the way I am Catholic but once went to St John for usizo ngengane. Thanx a lot.
Thokoza Gogo.Yimilo kade ngiku founele from e Goli Randfontein ngamaphupho afake ukugeza kwamabayi.You said I must keep on calling so that you guide me.I hear u on some video that u closed all calls,how can I find you?
Hi cc hle, kusho ukuthini ukuphupha uthuka ibandla owakhonjiswa lona ephuphephi bese ukhetha leli owakhulela kulona and mind u kuleli engakhonjiswa lona abahlabi abawakhothameli amadlozi kanti mina ngiyakholelwa kwabaphansi
Ai dadewethu inkulumo zakho ziyangelapha ft sibaningi ziyasikhulisa syabonga kakhulu ungadinwa yithi❤🙏
Amen dadewethu wayichaza Kahle le yokubuya sengigula umakade ngiye lakuphithizela khona ngiyayazi,. Ngibuya kungavumi nokuthi ngikhulume, uNkulunkulu namaThongo akaMbotho bakugcine uqhubeke nomsebenzi wakho omuhle! 🤩
Amen gogo impela unguthisha oqotho🙏🙏🙏
... I really thank Smakadze ngekungiholela kuwe. Ever since I came across you CZcams postings my life has changed. Emacinisa uwabeka evakale ntombi. Keep on you good work. Many will benefit from this. I have
ngyabonga
Siyabonga inkulumo zakho ziyabusisa
Siyabonga Sisi Hlengiwe, ngizozama ngakho konke ukwenza njengemfundiso yakho, siyabonga kakhulu Sisi
Uyazi ngingukuthandani koko kuyiqiniso elinsulwa nami engukwaziyo mntase ngiyalwa yibona 🥰💯👏👏👏
Thokoza gogo siyabonga ngezincazelo ezijulile
Syabonga ulwazi cc bakithi mina nje nginayo kakhulu leyonkinga 👏👏
Ngiyabonga kakhulu ngane ysm ngizwa kahle kakhulu sengi funde okuningi ngiyachazeleka kakhu okuningi kodwa ngifisa ukufikakuwe
Sawubona sisHlengi..
Siyabonga kakhulu maMbotho ngolwazi
uyasikhulisa ngempela..kuyisibusiso ukuxhumana nawe; umphefumulo uyathokoza🙏🏾
Ngiyabonga ngempela kiuya ngi khanyela manjhe 👏👏👏
Amen Hlengiwe ngiphuphe umuntu angishaya okhakhayini. Kungathi akafuni ngizwakale ngikhala.siza. Hlengiwe.
Siyabonga kakhulu cc Hle, yazi ngempela yasivula amehlo nomnqondo ngempilo kuningi esengikwazi ngokuyalwa nguwe.. Thanks a lot maMbotho
You are such a blessing yonke into ephuma kuwe inemfundiso usivule anehlo
Kuhle sisi, siyabonga..👏👏
Syabonga maMbotho.yah uyakwazi ukufundisa.dadewethu.
maMboTho syabonga kakhulukakhulu syahlakaniphala yazi usho Lento eyenzeka km ai 🙌🙌ukhule
sibonge ngama video 🙏 ayangisiza kakhulu celu ngayeki uyibambe kanjalo.ngoba kukhona Abantu abahluleka ukuchaza amaphupho.wena number 1 engikuzwa Kahle
Ngiyabonga iqiniso eliphelele ulwazi lekho likhulisa uyiboss ❤️🙌🙏
Sawubona cc ngicela usichazele ngokudla okungamelanga umuntu wesithunywa akudle sanhlobo uma kukhona. Ngiyabonga 🙏🙏🙏
Amen gogo ndicela ukubuza kuchazani ukuphupha ugezela endishini unqunu vele ugeza ngetowel yokugeza ufake nsipho kodwa ndigezela phandle la kuhamba khona abantu bese kuqhamka taxi kugibele omnye uthisha yama le taxi mdaqhubeka ndageza abantu bebedlula ndigeza ndathi ndiyabona sendihamba nabantwana basekhaya ona11 8 ababini
Ndivuka ndiphupha utata wam esiza kum ekhwele imoto emhlophe itsha yiBenz siyahamba siyakumisa endaweni entle ngasemfuleni apho andibonise ihashe lakhe elihle elibomvu ndilibizile ihashe leza walibamba ezidlathini waliphulula elithethisa kamnandi bekumnandi kakhulu uthe utata makangaliboni ihashe nemoto umfo wethu kodwa sele atshona 2021 umfo wethu lo ibe ngathi usaphila enkosi gogo
Morning MaMbotho ngike ngatsi itolo before ngilale ngeva kungatsi inyama yami iyadzikita lapha ngase tsanyeni. Kwatsi ngisavule um'music ngilele ebusuku ngeva lizwi lithi angicime lommusic ngentanjalo but emvakwaloko bengingamuva kahle lomuntfu bekakhuluma nami but lamadlebeni beyikhona lesound lamadlebeni. Kodwa nasangivalelisa ngimbonile nekutsi ngubani but mine bengikhuluma ngimutjela bengifise kumtjela kona
Thokoza gogo, ngaze ngayijabulela le video. Siyabonga MaMbotho. Akwande
Amen Cc wamy
Syabonga sisi Hlengiwe akuve usisiza ngezincazelo mina nje kuningi engikufundayo
Sawubona MaMbotho siyabonga ngezincazelo.Nginephupho la ngiphupha ubaba wami osengasekho emhlabeni,ingathi ufika ekhaya uqhuba iziklabhu ezimbili ezikhuluphele.Uma nazo esangweni uthi umfana akezozilanda yena angangeni,ngaphaphama
Siyabonga kakhulu ngokuskhulisa ma mbotho
Siyabonga gogo Amen 🕯️🕯️🙏
Siyabonga mambotho unkulunkulu asigcinele wena
Yhoo ngyabusiseka uma ngikualela🥺 ngiyabonga ifundiso zakho
Siyabonga sisi wam yhooo uyisibusiso empilweni zethu ❤️🙏🙏
ngyabonga
Cha ngifundile la bengingazi ukuthi ku ngani izinto eziningi ngingazi funi
Thokoza maMbotho ngiyabonga kakhul mina 🙌 inkosi ikwandisele izinsukuza zokuphila. Njalo isigcazelo zakho ziqonda nqo kumina
Mina ngibona amabandla aphindaphindekile. Angazi my real church 😔
Thank you MaMbotho✨✨for opening our eye.
ngyabonga
Asibonge❤️👏
Syabonga
Thokoza Gogo mina ngiphupha uBhuti wami omdala usaphila elwa Nami Kabi engishaya kodwa ngingashayeki ethikuthele Kabi,ngase ngithi kuye uBaba owashona ngisemncane uzomshaya ngalento ayenza Kimi ungilwiselani ngisho njalo ephupheni,Kanti below nje akangifuni kwanhlobo angazi ungizondeleni ngoba ngisele ngaye noSisi kodwa bayangizonda 😭😭😭
kusho ukuthi kunezigadlo zemithi ayisebenzisayo kuwe kodwa uye umnqobe ingakho elwa nawe
siyabonga kakhulu ngezincazelo esizitholayo
Ndikuva kkuhle cc kuncinane ebendingakwazi ndiyabulela ngeemfundiso zakho ndikhulile zizo enkosi
I thank you for your spiritual guidance you are sharing with us...UThixo akbusise nabokhokho babe nawe ....
Siyabonga cc ngicela ukubuza ukuthi umsamo ungeza kanjani sphe number cc
🙏maMbotho ngxolise kubuza okseceleni, nginephupho elingangphathi kahle emoyeni shuthi benglele nje emini ebese ngiphupha ngishanyela endlin mangzofika ngasemnyango ebese ngibona umama kamakhelwane eshanela ngaphandle kwebala lakithi ngimbuke awole umhlabathi ngehalavu engene ejaldini ebese ethela lomhlabathi not far from emnyago wasekhishini uthe esezwa iphimbo lami wayeseba umuntu ozayo ame emnyango athi kimi ucela i driller yakhe ngimangale ngoba angikaze ngiboleke kuye kubese kuqhamoka ubhuti wami athi nguye oybolekile ngimthethisike lomama athi uyayfuna namhlanje ahambe
Bengisacela bandla unghlaziyela mangebe kukhona into eliychazayo leliphupho ngyabonga.
kubikaisitha esiseduze nani esizama ukwenza ithuna lapho kini kodwa manje ufuna indlela yokuthi nixabane naye ngento engekho khona ezokwazi ukfeza inhloso yakhe
@@hxmbotho3458 Ngyabonga 🤗
Ngiphuphe abantu Bengizingela kungathi bazongidubula. Leliphupho selibuyekathathu ngezindlela ezehlukene kodwa liyafana. Ngiyabonga Hlengiwe
Syabonga Gogo!🙏
thank you Sisi ,siyafunda kancane kancane impela siyakhula, Nkulunkulu akwandisele ukuhlakanipha
Ngyabonga
Sawubona sisi ngicela ukubuza la . Kusho ukuthini ukuphupha wonke umuntu ngisho nam siba umhlabathi siphinde sivuke ebese ngiba se groundini elkhulu nabantu abaningi belindile , bese ngiyabizwa mengisukuma ngino phathini obizwa kanye nam sigqoke ezimhlophe siyo bamba ulayini wokungena but angaz siyokwenzan . Ngyacela bandla
Ngbingelele MaMbotho sbonge ngokukhanyiseleka ngalodaba olunohlonze nolubaluleke kangaka, syabonga kakhul ngey'mpendulo🙏
ngyabonga
Sawubona maMbhotho cc ,mina besacela ukubamba ecaleni ngikufonele👏 ,olami udaba lude kabi.
Hi CC Mambotho ngyabonga kakhul ngokusikhulisa ngolwazi osipha lona,INkosi isigcinele wena naMathongo akukhulise njaaaalo...
MaMbotho siyabonga. Sicela upart 2.Makwande🙏✨
Thank you Mama,your teachings r a Blessing to me..
Ngyathanda masuthi " isbongo sami ngingowakwa Mbotho ke" 😄
😂😂😂
Hayi Mambotho 🕯️🙏
Unjani gogo mambotho
Uyazi kungathi ushokimi ngempela last of last week ngiye elokishini bekuyi Saturday ngangena Ebert NAMI ngadlala amanumber mangifika endlini ekuseni NGO 3 ngiphathwa likhanda,zinyawo,yindlebe ,ngamehlo same time isimanga Tuesday kwavuka kuphelile yonkelento ,okunye futhi ngingagibela itex ngiphathwa likhanda
Sis Hlengiwe umncane kodwa ukhuluma izinto ezinkulu abantu abanye abantu abangabazi nami nje ngyakhula la kuwena uNkulunkulu akukhulise kakhulu.
Inamandla lenkulumo sisi Hlengiwe siyabonga kakhulu iNkosi nedlozi engathi nje bangasigcinela wena 🙏🏾🙂
ngyabonga
Sawubona sesi mbotho siyabonga ngezifundiso zakho.nami ngingumuntu onomoya wokubona manje kulezinsuku ngiphuphe ngikwenye indlu yomjondolo nhingedwa Kuyo lapho kulendlu kukhuna amakhanda we wezindlazi( bhabuli)ngahlanza ikhanda lenyoka egreen and white nezinyoni ezingamaphuphu,mazisukalapho ziyaphila lezilane zilwa nami ngazincoba Kanye nezinja zesiganga.manje nginokuzwa iphunga elibi ngingazi kuthi likimi noma lisendlini yini.ngiyabonga
MaMbotho molo gogo ndivuka ndiphupha ipolice station enkulu kule ofisi kuphethe abantu abangootata but abawenzi umsebenzo kakuhle umsebenzi abawuqeshelweyo ngoku mna ndibabize bonke kule ofisi sonke sime ngeenyawo ndibangxolisile kakhulu ndibabiza ngamagama abawu 2 ndibakhomba emehlweni ndiye ndamehlisa esikhundleni esikhulu obephethe ndabeka ufemale officer ndamhlalisa esihlalweni sokuphatha ndathi liphelile ixesha lamadoda ndaphaphama kuthetha ukuthini gogo enkosi
Hi sis Hle....siyabonga kakhulu ngokusivula amehlo 🥺
Hlengiwe cel kubuz kwenziw yhin uthi usesontwen bese ufikelw iscefe kubesengath ungaphum uhambe ngibong salind mpendul
Uqinsile maMbuthu mina ngangiyabeZion nangeSabatha kwaze kwrhla lomthwallo wawungiphethe kodwa manje angisakhoni ukuya ezaypni mgitatohoza Uma ngillitholille ithuba ngiyaya eNazaretha iyehla u.mthwalo
Camagu gogo, ma uphupha ugijimiswa ngabantu usilwa nano ubagwaze ngomkhonto kodwa abafi umkhonto uyawa phantsi ndibuye ndiwuchole ndibagwaze ngawo ndiphinde ndibaleke
Thokoza gogo, cela ukubuza lapha ngephupho lapho ngiphupha ingulube ingihubha kodwa ngagcina ngiyishaya ngiyibulale, kodwake okwesibili ngiphupha ngengulube ngike ngaphupha ingilima izinyawo ephusheni lokuqala
Siyabonga
Thokoza Gogo ngicela ukubuza uma uphupha amanzi njalo ukukhuleka kuwona nalo ophethe amanzi
Ngiyabingelela MaMbotho
Siyabonga kakhulu ukusiphakela ulwazi njalo
Ubusiseke ngazo zonke izikhathi
Makwande🙏❤
MaMbotho ngicela ungichazela
Ngifikelwa yilephupho izikhathi eziningi : ngiya emsebenzini or ngisembenzini lapho bengisebenza khona ngigqoke ne uniform and sometimes nginamacolleagues and angisasebenzi kulapho ngigcine khona ukusebenza.
Ngiyabonga🙏❤
kubika ukuthi ukuyeka kwakho khona akubanga into eneqiniso kuwe kodwa kwaba nokuthize okwenziwa ngobuthakathi ukuze uphele lwe umsebenzi ingakho ukhonjiswa ngoba kumele engabe usakuwona umsebenzi ngokwedlozi lakho kumele ngabe usasebenza khona
@@hxmbotho3458
Ngiyabonga kakhulu
This has confirmed my thoughts
Asimbonge uNkulunkulu ngokusithumela wena incazelo zakho ziyasakha ngijabulile
Makwande🙏❤
Morning sisi Hlengiwe Ngicela ukubuza ngiphupha ngakha indlu emanzini ngathi ngingena phansi kwamanzi bese ngibuya nezingodo mesengiqedile ngibona omunye umkhulu ohlezi kwelinye inside lomfula..
Ngyabonga kakhulu gogo,ngyaqala ukulbona leli page lakho,kodwa mhmm zaze zangakha izinkulumo zakho ngathi ukhuluma nami uqobo🙏
Sawubona Mamshikilana ngithi angicele ukuzwa la Uma uphupha userenk sengathi utshelwa odriver bathi shayela nayi tekisi lohlobo olukhulu then ungene phakathi uyidrive then liphele usahamba ngayo
Ukuthula ekhaya makwande, ay sisi wami ngithinywe uNkulunkulu kuleli page yazi sekuna 4 days nga subscribe izinto esingizifundile lah nci nci nci uyisibusiso. Ukukhanya makwande.
Hi sis Hlengiwe
Ngicela ungizize la, nakho ngiphupha ngise ST John Church and we were bathing after church just when I was about to bath usisi nje afike and urinated in the water we were about to bath in after church.... she was very boastful and you could see she didnt want me to bath lapho and I was looking for umamFundisi to help resolve this.
By the way I am Catholic but once went to St John for usizo ngengane.
Thanx a lot.
👏👏🙏💥
ngyabonga
Siyathobeka
Sisi wami nginenkinga yokudikizelwa iso ngenhla sekunezinyanga bengicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini
Ngiyabonga Cc Hlengiwe lento oyishoyo iyayenzeka kimi futhi mangiya kulelisonto engiboniswa lona ngivele ngizwe umoya oyincwele uzwe nasemzibeni ukuthi kunento eyenzakalayo
Ngyabonga maMbotho usichazele kahle ngoba nabantu bayadlala ngathi
Ngyakuvuma sisi , uqinisile
🙏🙏
Sbonge sisi mambotho unyanisile yazi
Thokoza Gogo.Yimilo kade ngiku founele from e Goli Randfontein ngamaphupho afake ukugeza kwamabayi.You said I must keep on calling so that you guide me.I hear u on some video that u closed all calls,how can I find you?
Sis Hlengiwe ngicela ukubuza elinye lamaphupho angibanawo. Ngiphuphe umah wam efika ephushe sahlangana endlini engaqediwe kukwakhi. Wafike eqoke epahla ezinombala wengwe. Engathi isambatho ngoba wayeqoke nesphika. Ephe into ezandleni.
Help me please
Hi cc hle, kusho ukuthini ukuphupha uthuka ibandla owakhonjiswa lona ephuphephi bese ukhetha leli owakhulela kulona and mind u kuleli engakhonjiswa lona abahlabi abawakhothameli amadlozi kanti mina ngiyakholelwa kwabaphansi
Ndiyabulela imfundiso zakho ziyandakha kakhulu qhubeka nomsebenzi owuphiwe ngunkulunkulu
Sibonge uMdali ukuthi isaqhubeka le channel besengizaca 🙈🙈manje ngicela ukubuza sis Mahlengi muphupha useskoleni kodwa uyagodola akulaleleki bengiqhaqhazela umfana bengihleli naye wanginika ingubo ngembatha kodwa la eklasini kuno thisha ofundisayo bese kunabasemaceleni angibabalanga ukuthi bebebangaki kungathi ijacket bengiyiphethe imnyama yasala etaxini ingabe kusho ukuthini
Sawubona sisi Mbotho ngisacela ukubuza uma uthi kumele uye kulelo sonto ingelosi okumele iphuze kuyo uyali gqoka yini lelo jazi owawulibonisiwe?
Ngicela kubuza kuchazani ukuphupha ulwa nomuntu wakino
Bengisacela ukubuza kwenziwa yini ukuthi uzwe umuntu lokho akushoyo ngenhliziyo yakhe engazange akhulume?
Nanokuthi uzwe abantu abakude nawe bekhuluma ngawe kodwa uma ubabuza baphike?🙏🏽
I NKOSI ikubusise cc 🙏 zonke izinto okhulume ngazo lana ngaqala ukuzenza ngineminyaka emibili abazali bami bebeze bangahambi nami ndawo namhlenje I m 36 yrs old kuzima ukuchazela abantu kungani ngiphila kanjena.nginesifiso sokubhabhadiswa ngibe yi Nazareth kodwa akukavumi ngina 15yr ngigcina iSabatha.i chanel iyisibusiso esikhulu🙏 ngiyafisa ukuhlangana nawe ngelinye ilanga.
ngyabonga kodwa kumele uzame ukubancenga abakuphethe ukuthi mabakukhombise ukuthi ikuphi abafisa ukwenze ukuze kuqhubeke umsebenzi wabo ngawe nokuthi kumele uyoyigezela imimoya kwaShembe ukuze bahlambuluke bakukhombise indlela eyaphambili
@@hxmbotho3458 ngiyabonga cc ngizokwenza njalo iNkosi ikubusise wena nemindeni yakini nenzalo yomzimba wakho,Kanye nomsebenzi wezandla zakho🙏
Inamandla Sisi wami ngikuzwa kahle futhi ngyayiiqonda, Lena eyokudla, nomakuphi ngayitshelwa emaphusheni, Kanye neyokugqokiselana ngezingubo but okunye bengingakwazi. Kwaze Sisi wam ngikukhonzile kakhulu
Sawubona mambo tho cela ukubuza mawphuphe kukhona okuthandezelayo kuchazani
Sakubona cc okwakuqala ngthanda ukubonga imfundiso...is t okyyy sharing impahla nomuntu othandana naye if nonke ninemimoya
Ngicela ukubuza kusho kuthini ukuphupha uklina inceke.ekhaya.komalume
Siyabona sisi ngiphuphe umamawami sewashona kodwa ngimpuphe engakalahlwa eqokiswa ngabantwana besikolo eku coffin bathi sebeqedile saqala ukungena sesimbona I bord view
0:30
Sawubona sisi, ngizoqala ngokubonga kumdali ukuba I-channel yakho isakhona ukuba ukwazi ukusifundisa izifundiso ezinhle. Ngisacela ukubuza ukuba ngabe kusho ukuthini Uma ngisesontweni(in real life) ebese ngizwe izwe lengane lingibiza, liphinde igama lami kabili ebese kuyathulakala emva kwalokho. Imina ngedwa engalizwa ngoba kwankungathi loyo ongibizayo wayemi phambi kwami. Disclaimer: ngiyintsizwa ntsi- anginaye umtwana
🙏🏿 besacela sisi ukbuza bewuchazile ngebhasi kodwa le engiyiphuphile bengiyigibele ngangena ngaze ngahlala ngaze ngavula iwindo beyihamba kahle kodwa yashayisa eyinye imoto ebizayo waqhubeka yahamba ibhasi yafika la esiyakhona bekungathi sizosebenza masigena edlini bekungathi kuhleli amandiya amaningi ehleli sangena saphumela emuva ngiyabonga
kubika ukugangwa okwenziwayo okuqondene nokuthi konakale izinto kuwe nokuthi ungaze ugcina bekufisele nokudlula emhlabeni lento ifakazelwa nawukuthi kunamandiya abantu abangakufiseli okuhle
@@hxmbotho3458 ngiyabonga kakhuluu god bless you
Lena ikhuluma nami uqobo
Kuhle umuntu bafake icristal stone njengesphandla ukuze ungabambi ama-energies
Sawbona sisi ngyaxolisa nje ukuphama esihlokweni okhuluma ngaso namhlanje, ngsacela ukubuza kuthi lisho ukuthini leliphupho.Ngiphuphe ingane yami yentombazane uma ngikhuluma nayo ingakhulumi izinwaya esithweni sayo sangasese umangithi ngiyambheka ungcolile nje ngathi khona umuntu okade emdlwengula...ngsacela ungichaze kuthi lisho uthini
Kusho ukuthini ukuphupha izimbuzi eziningi egcekeni