IKHANDLELA elimhlophe neli bovu(red&white)

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 30. 10. 2022
  • asho okuningi amakhandlela

Komentáře • 52

  • @khanyisilendzinisa2009
    @khanyisilendzinisa2009 Před rokem +7

    siyabonga sisi,sacela ngalelinye ilanga usichazele ngomlilo owenziwa makhandlela if uwakhanyisile,like ikhandlela malikhala or livutha kancane or kakhulu or lihlihliza🙏

    • @bettybiko4449
      @bettybiko4449 Před rokem

      Thokoza cc hlengiwe ngicela ukubuza cc kuchaza ukuthini xa uvula endlini ngesikhiya kukho abantu bahleli ngaphandle baphethethe mali silver bacela change ndabanikeza lomzi ngumzi omtsha endingawazi kodwa bendineskhiya sakhona ?

    • @tholakelendlovu2989
      @tholakelendlovu2989 Před rokem +1

      Siyabonga ngalesicelo siphusile impela nam sengilindile nawe 🙂

  • @mandlantsele8785
    @mandlantsele8785 Před rokem +1

    TNX for information...mina i was ready to pray nge candle eli myama for my cuz she stole my phone...one of her friend beat me while I was only visiting... but now I decided to forgive her...i won't pray for bad things to happen to here... only forgiveness

  • @user-bz9yb7ge6m
    @user-bz9yb7ge6m Před měsícem

    Ngcela ukubuza ikhandlela elibomvu Uma kuohona izinto abazenza kuwe abantu uyakwazini ukulikhanyisa endlini yakwa rondo uphahle ngalo ulwe nezitha zakho ezikugadlalyo ngoba kunzima gogo

  • @nthabelengmatabane5814
    @nthabelengmatabane5814 Před rokem +1

    Syabonga sisi Hlengiwe kuyisibusiso ukubakhona kwakho nokusifundisa ngezinto ezibalulekile iNkosi isigcinele wena

  • @user-zo5qq3gt4v
    @user-zo5qq3gt4v Před měsícem

    Makwande❤

  • @khabosannie5896
    @khabosannie5896 Před rokem +2

    Thank you ngokusinika ulwazi ujehova akubusise ❤️❤️

  • @njabulobhebhe7145
    @njabulobhebhe7145 Před rokem

    Gogo ukufunda akupheli ngiyabonga inhlakanipho enkulukangaka ngingadumisa.🇿🇼

  • @pamellasibutha691
    @pamellasibutha691 Před rokem

    Siyabonga MaMbotho
    Incazelo ecacile kamnandi kakhulu
    Uyisibusiso kithini bantu nawe uNkunkulu akubusise njalo njalo.....
    Bengicela wenze ivideo ngamagundane
    🙏❤ Makwande

  • @winilehlongwane7832
    @winilehlongwane7832 Před rokem

    Siyabonga Gogo ngiwufakazi wemisebenzi yekhandlela elibovu. Isibhaxu osithumela ngalo sifika qathatha kumenzi wokubi. Kodwake ngixwayise ngalo umuntu alisebenzise uma kukubi ngempela not noma inini futhi noma ikanjani.

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 Před rokem

    Siyabonga cc ubengcono kumkhuhlane

  • @beautymoyo4895
    @beautymoyo4895 Před rokem

    Thokoza gogo,syabonga ngokusinikeza ulwazi olungaka,

  • @nozabelonombewu3640
    @nozabelonombewu3640 Před rokem

    Camagu sisi intombi yam indiphupha ndisesi bhedlela and uqhirha esithi andizuphila ndiyagula kancinci and ndizakwenza imvuma kufa apha ku desember ndicela inchazelo 🙏🏽

  • @m.m3397
    @m.m3397 Před rokem

    Morning.
    Kusho ukuthini, Uma ulokhu uphupha amanzi asemayini.
    Ubhukuda kuwo 🙏

  • @thandazamahlangu6391
    @thandazamahlangu6391 Před rokem

    Sbonge Gogo

  • @SibongiseniLandiso-qr2tv

    Siyabonga sisi ndicela kubuza icandle elimhlophe livele lizicimele lingekapheli xawusanduthandaza litsho ukuthini

  • @khaphalanga6443
    @khaphalanga6443 Před rokem

    Sawubona Hlengiwe Mbotho, ngicela ungilungise uma ngiphuma esihlokweni,Mina ngicela amafoni nemba akho noma ngizifikele ekhaya kwaMbotho,njengoba nginenkinga, ngyothokoza uma isicelo sami siphumelele,

  • @lungelomajola7522
    @lungelomajola7522 Před rokem

    Siyabonga maMbotho ngivuke nephupho ngisindisa uSis wami omdala sewashona kodwa ephupheni ephila ngimkhulekela laykhaya ekhishini ephuma igazi ngomlomo engathi uyaliphalaza ngamdonsela emnyango ngamemeza omakhelwane izwi lami ngathi lishile ngimane ngivule umpompi ngimbambe ngikhe amanzi ngenkomishi enkulu empompini ngimthela ngiwaqale ekhanda ngikhuleka wasinda kusenjalo ngibone uSis wami ophilayo ekhala ethi sekushone uMah nami ngimane ngikhale ngaphaphama ngabe kuchazani?

  • @sibusisobohlela9868
    @sibusisobohlela9868 Před rokem

    maMboTho syabonga mkhulu 🙌🙌🙌🙌

  • @amoshabile3758
    @amoshabile3758 Před rokem

    Ngicela ukubuza. Ngiphuphe izindiza zempi zimnyama zindizelaphezulu zindiza nemoto emnyama.

  • @user-qj5xt6pt7x
    @user-qj5xt6pt7x Před 4 měsíci

    Thokoza gogo mawuphupha amakhandlela amhlophe avutha usesontweni uthandaza bese ubone amnyama futhi ancimile

  • @thobekaradebe6381
    @thobekaradebe6381 Před rokem

    Siyabonga kakhulu ngezincazelo

  • @lindandevu597
    @lindandevu597 Před rokem

    Ndiyabonga

  • @nonkululekomsweli
    @nonkululekomsweli Před rokem

    Ngsanda kuphupha sisemsamo nomalume engathi ungifundisa ngomsamo enndlini yangenhla. Lamakhandlela abemhlophe onke kukhona amanye engathi aseke avutha phambilini uma ngowakhanyisa akhanya abuye acime. Bese kuzoba khona amanye aw3 amhlophe wona ngthe ngyawalayitha avutha. Kuningi abengifundisa khona ngomlando wasekhaya komama okunye ngyakwazi manje alipheli emqondweni alingicaceli kahle.

  • @babalwaplaatjie5611
    @babalwaplaatjie5611 Před rokem

    Cela ubuza ngaku contucta kanjani

  • @siyabongambhense3049
    @siyabongambhense3049 Před rokem

    amen🙏

  • @bhekiziqubu2343
    @bhekiziqubu2343 Před rokem

    🙏🙏👏👏👏

  • @bhekikhumalo-ziqubu6865

    🙏🙌

  • @nelisiwenyalunga3763
    @nelisiwenyalunga3763 Před rokem

    Sawubona sisi, ngihlushwa amaphupho Lana. 1. Ngiphuphe usisis wami omdala edonsa izimbuzi ezimhlomphe eziy 2 ezama ukuzingenisa ekhaya lasizalwa khona. Kodwa bezingafuni kungena zibambelela phansi kwagcina kufuna umfana ka babelomncane engibuza Kuthi ibulawa njani imbuzi then ngamphendula..........2. Ngiphuphe ugogo ozala ubaba ( usaphila ugogo) , ngimphuphe aklina (cleaning) endlini yasekhaya langizalwa khona. Bekaklina nomunye umzukulu wakhe.
    Ingabe achazani lamaphupho?
    Ngiyabonga

  • @core2316
    @core2316 Před rokem

    Siyabonga

  • @m.m3397
    @m.m3397 Před rokem

    Thx God bless.
    Manje nginga khuleka ngalo Na?

  • @brytennyathi5011
    @brytennyathi5011 Před rokem

    Thanks sister ahlegie

  • @zithobilepatrick2499
    @zithobilepatrick2499 Před rokem

    Thokoza Gogo, bengisacela ubuza ithini icontact number yakho gogo.....

  • @thobekaradebe6381
    @thobekaradebe6381 Před rokem

    Amen. Ngicela ukubuza ukuphupha izitsha ezincolile kusho ukuthini?

  • @mpumiqwabe5990
    @mpumiqwabe5990 Před rokem

    Hi sisi mina ngicela ukubuza. Njalo ngiziphuma ngigibele itaxi eya ekhaya kodwa angifiki LA ngiya khona

  • @charlenenel1031
    @charlenenel1031 Před rokem

    Thokoza gogo ukuphupha ubona umuntu ehla ezulwani engena ngeroof endlini ahlala embhedeni olala kuwo kuchazani gogo.

  • @LuxoleBani
    @LuxoleBani Před 17 dny

    Mase licima ulilayitile

  • @nhlanhlandlovu8558
    @nhlanhlandlovu8558 Před rokem

    Hi cc ngicela ukubuza ukuphupha uthandazelwa ngumfundi ngabe kuchazani

  • @babalwaplaatjie5611
    @babalwaplaatjie5611 Před rokem

    Nginemibuzo engi fisa ukubuza yona malunga nama experience obomi bami

  • @faithqwabe3321
    @faithqwabe3321 Před rokem

    Sis hlengiwe kucaza kuthini ukuphupha ubabe zala akukama izinwele

  • @rosephakathi
    @rosephakathi Před rokem

    Thank you mambotho

  • @xolanimkhize3799
    @xolanimkhize3799 Před rokem

    Siyabonga Sisi Hlengiwe ngezincazelo sekuyangikhanyela manje, bese ngiphinde ngicele isaluleko ngokumiswa kwezibani ukuthi zimiswa kanjani kusukela ngasesandleni sokunxele (e.g: white, yellow, blue then red)
    🙏🏾 Siyabonga Sisi.

  • @nhlanhlandlovu8558
    @nhlanhlandlovu8558 Před rokem

    Nokuphupha ubona inkomo eziboshiweyo

  • @bettykhoza4037
    @bettykhoza4037 Před rokem

    Thankyou so much ❤🙏

    • @bettybiko4449
      @bettybiko4449 Před rokem

      Molo cc hlengiwe bendicela ukubuza kutsho ukuthi xa uphupha evula ngeskhiya emzini endingawazi omtsha ngaphandle kuhleli abantu bacela change bandinika imali esilver ne 20rand bathi bacela change ibesilver yonke kemali bekuzi 5rand?

  • @vathiswmvana5371
    @vathiswmvana5371 Před rokem

    Thanks you 🙏, numbers zakho pls🙏

  • @m.m3397
    @m.m3397 Před rokem

    Hi.
    Eli purple lodwa Lona lisho ukuthi? 🙏

  • @fannohfannoh3123
    @fannohfannoh3123 Před rokem +2

    Spicy man

  • @tebohorikhotso5722
    @tebohorikhotso5722 Před rokem

    Can we have ur contacts