Velikost videa: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Zobrazit ovladače přehrávání
Automatické přehrávání
Přehrát
Hlongwane🙌🏽🙌🏽
Hlongwane... wakhuluma into engisanda kudlula kuyo... ukushadisa Isalukazi, ukwakha ikhaya, lapho ontanga yethu baphila impilo eqhubekela phambili... bazalwa kahle... kolunye uhlangothi kunzima ukushiya ikhaya uyozimela , ulazi usizi lwakini, yingakho ngikhethe ukuqala ngekhaya, manje sengibheke ukwenza okungokwami... AMANGA EMABI UYINEMBA ESIKHONKOSINI , KUNJALO NJE MFOWAKITHI 🤝🤝🤝
Qhawe lezulu 🙌🏽🙌🏽🙌🏽, ngyazi Kunzima Mfwethu Nami njengensizwa esencane ngfunde lukhulu , eyy ayikho into engiythanda njengomndeni , so Nawe uyokwakha umuzi wesibusiso muqale ngekhaya bhuti uthi Nom uyozimela ungashawa nembeza ,qina bhuti.
@@samukelomadide797 ngiyazibongela mnewethu 🤝🤝🤝
Impilo inzoma kakhul Uma usebenzela ukulungisa izinto ezayekwa ngamabomu
Wena wako Mkhulu 🙏 Ungadikibali ukusinanela loshukela Hlongwane🙏.
Mmmh😢
Kunzima khona kusebenza uzoqala kabusha ekhaya uzokhokha izikweletu zabazali
Hlongwane ngiyabingelela. Wagcina ubuzile ukuthi iziphi izimpawu ozibonayo kumuntu okufanele ukuthi akugane. Ngenkulu inhlonipho mnewethu ngicela iqedelwe lenkulumo basizakale abanezindlebe nezinqondo eziqondayo.
NGWANE OMKHULU WASE UNGI😢😢😢😢 NGOKUHLALA NQO KUMINA QHUBEKA USIQWASHISE
Siyabonga Ngwane mahle amazwi siyakubuka lokh kwabaningi
Ndlandlalazi mahler lawomagama mfwethu
Ume njalo mnewethu🙏🏾🙏🏾
Hlongwane izandla zedlula ikhanda. Siyabonga ndoda.
Inkulu-ke ethamundwa namuhla. NGWANE🤝
Ngiyakuzwa mfoka kaNgwane okusho ukuthi baqinisile uma bethi uma ujahha abantu besifazane ulahlekelwa imali uma ujahha imali awulahlekelwa abantu besifazane
Hlongwane 🤝. Ngicel ungisize Ngalezisho sengizibuze abantu abaningi cha zyabehlula njeh qobo abazaziUmhambi omuhle ngovumile inzobo ilaph ekubuyeni.ngigenulwe obeqili Ngicel ngichazel Hlongwane. Kuchaza kuthini Ngizolinda la ngezansi 🙏
🙏Siyathokoza wena wako Mkhulu
Ngwane 🙏
Sakhele izingane sisaphila amandla okusebenza esasekhona 🤞
❤
Uyibeka icace mthakathi weyendaba umuzi ophethwe uhulumi into engekho leyo
Ewu! Walikhuluma elimsulwa iqiniso Ngwane
Bhutomdala wayibeka yacaca
Kuyevakala Hlongwane
Loool ay thina bantu nje asilalele sdalo.lokhu ok’shoyo kusasa lokhu okusayo khona ozobe enza konke owakusho 4 years ago.njengoba wake washo imvelo iyazifakela umuntu eskoleni
Labo abakhalayo ay ay ay😂 sebengiqedile etohweni benginyundela kumqashi ngfukuze ngfukuze aaaw 2 minutes late usewumphathi mina ngsala kanjalo 😂😂😂😂😂.
Kunjalo
Hlongwane🙌🏽🙌🏽
Hlongwane... wakhuluma into engisanda kudlula kuyo... ukushadisa Isalukazi, ukwakha ikhaya, lapho ontanga yethu baphila impilo eqhubekela phambili... bazalwa kahle... kolunye uhlangothi kunzima ukushiya ikhaya uyozimela , ulazi usizi lwakini, yingakho ngikhethe ukuqala ngekhaya, manje sengibheke ukwenza okungokwami... AMANGA EMABI UYINEMBA ESIKHONKOSINI , KUNJALO NJE MFOWAKITHI 🤝🤝🤝
Qhawe lezulu 🙌🏽🙌🏽🙌🏽, ngyazi Kunzima Mfwethu Nami njengensizwa esencane ngfunde lukhulu , eyy ayikho into engiythanda njengomndeni , so Nawe uyokwakha umuzi wesibusiso muqale ngekhaya bhuti uthi Nom uyozimela ungashawa nembeza ,qina bhuti.
@@samukelomadide797 ngiyazibongela mnewethu 🤝🤝🤝
Impilo inzoma kakhul Uma usebenzela ukulungisa izinto ezayekwa ngamabomu
Wena wako Mkhulu 🙏 Ungadikibali ukusinanela loshukela Hlongwane🙏.
Mmmh😢
Kunzima khona kusebenza uzoqala kabusha ekhaya uzokhokha izikweletu zabazali
Hlongwane ngiyabingelela. Wagcina ubuzile ukuthi iziphi izimpawu ozibonayo kumuntu okufanele ukuthi akugane. Ngenkulu inhlonipho mnewethu ngicela iqedelwe lenkulumo basizakale abanezindlebe nezinqondo eziqondayo.
NGWANE OMKHULU WASE UNGI😢😢😢😢 NGOKUHLALA NQO KUMINA QHUBEKA USIQWASHISE
Siyabonga Ngwane mahle amazwi siyakubuka lokh kwabaningi
Ndlandlalazi mahler lawomagama mfwethu
Ume njalo mnewethu🙏🏾🙏🏾
Hlongwane izandla zedlula ikhanda. Siyabonga ndoda.
Inkulu-ke ethamundwa namuhla. NGWANE🤝
Ngiyakuzwa mfoka kaNgwane okusho ukuthi baqinisile uma bethi uma ujahha abantu besifazane ulahlekelwa imali uma ujahha imali awulahlekelwa abantu besifazane
Hlongwane 🤝. Ngicel ungisize Ngalezisho sengizibuze abantu abaningi cha zyabehlula njeh qobo abazazi
Umhambi omuhle ngovumile inzobo ilaph ekubuyeni.
ngigenulwe obeqili
Ngicel ngichazel Hlongwane. Kuchaza kuthini Ngizolinda la ngezansi 🙏