Video není dostupné.
Omlouváme se.

Ayanda Msweli Foundation | uMzinyathi Graves eNquthu Qhudeni kwaNgqulu

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 5. 02. 2023

Komentáře • 70

  • @mcdonaldngobese7340
    @mcdonaldngobese7340 Před rokem +4

    Siyabonga baba Msweli. Sizobaphuca izwe laba sekusele kancane. Sekwanele!!!

  • @thembimdluli3882
    @thembimdluli3882 Před rokem +9

    Laliqinisile ibhova kulengoma ethi intuthuko Sengiyakholwa manje 😭😭😭💔💔

  • @NomfaneloPuye
    @NomfaneloPuye Před 3 měsíci +1

    Kwaze kwabuhlungu intsokolo enje 😢 yhinii abantu bakuthi

  • @zwidenxumalo5550
    @zwidenxumalo5550 Před rokem

    Siyabonga mfoka Msweli ngomsebenzi owenzela umphakathi. Kuyamangaza kulohulumeni esinaye ngoba kunongqongqoshe abakhulumela safuthi kodwa abantu bakithi bebehlupheka,abakwaziyo izethembiso futhi njengoba kuzoba nokhetho lukazwelonke. Usunyamana bhana kwabanye njengoba wenza lomsebenzi

  • @nombusomajozi6193
    @nombusomajozi6193 Před rokem +1

    Baba Msweli bayivala kodwa ingozi esebala inqwaba yamaliba abagamba ngendlela eyodwa

  • @mxolisiinnocent646
    @mxolisiinnocent646 Před rokem +1

    Abaholi bethu abamnyama babanga izikhundla nebhodwe eliconsayo abanye bethu bephila esimweni esibuhlungu kanj. Baholi yibani nonembeza

  • @lungankazimulodlamini258

    Ai! Mima angeke ukuth ngingafike ngkhulele endawen enje, ngphinde ngfele kuyo lendawo, ngingathutha ngye kweziny'indawo eyngcono

  • @nolusizodlalisa5573
    @nolusizodlalisa5573 Před rokem

    Syabonga Bab'uMsweli uqhubeke uzivele lezimo mhlampe ikhona nento ezoqwebuka sibone ukuthi akusizi ukulokhu sibeka ithemba lethu kwinhlangano eyodwa. Kmele sazi nje nje ukuthi mayibheda inhlangano siyayikhipha....nenye ingene ibhede syayikhipha ukuze bafunde ukuhlonipha abantu.

  • @maviyoasenkandla2289
    @maviyoasenkandla2289 Před rokem

    Engingakusho nje ukuth abaholi abanganalo iqiniso bazokuzonda Mr Msweli ngoba uveza amahlazo abo okuthi abasebenzi 🤞

  • @sibongilindiwe8714
    @sibongilindiwe8714 Před 6 měsíci

    Ukhule baba Msweli imisebenzi yakho iyabonakala sengifisa ukuba waba umongameli umele usizwe uthixo akugcine

  • @pastorsjgina3660
    @pastorsjgina3660 Před rokem

    Siyabonga Babu Msweli ngamagalelo akho akaze ngicabange kuthi khona into enjena kwelakithi kwaZulu ubuhlungu bodwa obubhekene nabantu bakithi

  • @user-zq5mr6we7v
    @user-zq5mr6we7v Před 11 měsíci

    Siyabonga ukukholwa kusenhliziyweni yakho ❤❤

  • @khwezis
    @khwezis Před 8 měsíci

    Abantu bavota mihla le kodwa basamuka nemifula... wuuu shame on the government. PHUUUUU!!!

  • @thobilembatha4749
    @thobilembatha4749 Před rokem

    Syabong Bab Msweli.....hawu👀kwabuhlung engikuzway😞😢😢

  • @solethunkosi6624
    @solethunkosi6624 Před rokem

    Kubuhlungu Nongalo ngoba sasikhala sithi kuphethe belungu akukho esingakwenza kodwa manje sekuphethe thina ndlu ensundu kodwa abantu basahlupheka ngezinto nje ezibalulekile. Kodwa ke uJehova ukhona.

  • @Syamthembu5
    @Syamthembu5 Před rokem +3

    😭😭😭 Usizi lomuntu omnyama kubuhlungu kakhulu ngoba sinabo abaholi ngisho ama counsellor ezindawo ngabe enzani uma kunjena local municipality awusebenze, Usizi phela lolu R120 return yase Pomorey ngenxa yomgwaqo nje 😭😭😭😭

    • @user-qo4ml1gw8n
      @user-qo4ml1gw8n Před 23 hodinami

      Ayikho lento kulomhlaba yingakho abelungu befuna ukulithatha lelizwe ngoba thina bantu abamnyama asikwazi ukucabangela abantu bakithi sifuna amavoti abo kuphela isqalekiso saphuma kushaka

  • @azandemzileni8220
    @azandemzileni8220 Před rokem +2

    ANC is useless kahlekahle from 1994 up to now kukhona lakungenatolo khona kahleni bo asishitsheni ivote bakwethu .Asizameni elinye iqembu🤞

  • @khethiwendlovu7514
    @khethiwendlovu7514 Před rokem

    Ziyaphuma izimali kodwa zingawenzi umsebenzi ofanelekile zidliwe💔bangaki abantu abazofa kuyimanxa kwenziwa indlela ephephile yokuhamba umphakathi,akeniphume emaboardroom niyobona labantu abanivotela kuthi bahlezi ezimweni ezinjani,Nongalo siyabonga kukhathalela umphakathi waseSouth Africa

  • @nkocykhuzwayo1604
    @nkocykhuzwayo1604 Před rokem +1

    Ngiyabonga Msweli ukuthi lento uyiveze. Bengihlezi ngisho ngithi ukusuka eMsinga uya eNkandla is 1hours uma kungafakwa amabridge...ayakoQhudeni inzima impela ukuthi uma beya eThekwini kumele beyojika koShowe engabe bawelela oThukela bebheke phansi eThekwini

  • @prettymthembu5399
    @prettymthembu5399 Před rokem

    Kubi ezweni , akasize u Jehova
    U hulemeni abenozwelo, asize abantu akhe i brigde.

  • @estherntuli4003
    @estherntuli4003 Před rokem

    Ey Ayanda ngane yami mhkulu umsebenzi owenzayo
    Ngiyafisa I contact yakho
    Ngiyacela mina ngise England

  • @mhlalisenishezi8894
    @mhlalisenishezi8894 Před rokem +1

    Mina ngiyayazi lendawo ngingaphesheya emabomvini labantu bahluphekile ngempela okwakuda not manje .baningi abantu befa kulomfula engibaziyo more than 6 people

  • @kukrikukemoer4956
    @kukrikukemoer4956 Před rokem

    Kwaze kwabuhlungu

  • @XolaniNtusi
    @XolaniNtusi Před rokem

    umuntu ufunda njalo,kudlaliw ngath eSouth Africa kod sivota njalo

  • @mgabhazikhwela7120
    @mgabhazikhwela7120 Před rokem

    Mmm kumantima kulendawo

  • @cebonzama8183
    @cebonzama8183 Před rokem

    Umzinyathi dala baqeda bantu

  • @nonzalisekoyenge9978
    @nonzalisekoyenge9978 Před rokem

    Weeeeee😢😢😢😢😭😭😭

  • @tkbheje8876
    @tkbheje8876 Před rokem +2

    IThuba leli losomabhizinisi bakithi ukuthi bakhe iy’tolo eziseduzane futhi. Lento yeRural Economic Development ingaqala ngathi. Ngyabonga

    • @muziwendoda8553
      @muziwendoda8553 Před rokem

      Inkinga umgwaqo mawungekho uzohamba kanjani makumele uyo order

    • @tkbheje8876
      @tkbheje8876 Před rokem

      @@muziwendoda8553 ngyakuzwa mfowethu. Angiyichithanga nam eyokwakhiwa komgwado, bengibeka nje umbono

  • @talentngema5106
    @talentngema5106 Před rokem

    Tjoo kusakhona izindawo ezinengcindezi engaka yokuya nje edolobheni ay asyekeni ukuvota makunjalo awuuu ukwakha nje i brigde ay nam ngithi ngithi hhaa ee!!! Ngwenya

  • @nolusizodlalisa5573
    @nolusizodlalisa5573 Před rokem +2

    Hhey yaze yadlala ngabantu abamnyama I ANC! Izothuthuka kanjani ngempela indawo uma abantu bengakwazi nokugibela kalula baye edolobheni? Angeke vele ama tuck shop alunge ngoba ngeke ayenze I profit when so much money is required to commute ukuyothenga istoko? Phezu kwalokho-ke nje icapital bazobe beyicoshepphi ngoba vele awekho namathuba omsebenzi. Okunalokho izingane nabantu abadala bayaminza ngenxa yokuthi awekho kwama bridge okuwela.
    Kwaze kwabuhlungu okwase Ningizimu Africa

  • @melusibogali7203
    @melusibogali7203 Před rokem +1

    Kubuhlungu kakhulu ungekho nomsebenzi. 😢

  • @promisenomthandazo2020

    Abantu basemakhaya abanakiwe kumele kuze kwenzeke zinto ezimbi kakhulu kubona kuze baphathi bezwe bezosukuma plz plz abantu ababekwe ezikhundleni ake benze umsebenzi wabo ngendlela kuba ibinakiwe nje lendawo ngabe awekho lamathuna angaka

  • @mlungisingubane6096
    @mlungisingubane6096 Před rokem

    Ithini imeya ephethe district

  • @saneles.o.hmedia3238
    @saneles.o.hmedia3238 Před rokem

    kubuhlungu ke lokhu kwamathuna angaka wabantu ababulawa amanzi,
    Bab'uMsweli bengsacela ukuxhumana nawe kunodaba olungeluhle kahle la engicabanga ukuthi ungaba usizo olukhulu ngyabonga

  • @sboneloncayiya8052
    @sboneloncayiya8052 Před rokem

    Umvula wangakithi lo ngufakazi uyabaqeda abantu mina ekhaya kuseMabovini ngaphesheya

  • @sengiwakhilesxaxasisusamat4913

    UDlubheke owakwaNgqulu obaba uShobeni ofalabo umndeni onemali owaziwayo kwaNgqulu awenze umehluko bo ngendawo yangakubo

    • @UbukaOnline
      @UbukaOnline Před rokem

      Shobeni uke waba ikhansela le ANC ngoba kwakethenjwa kuthi uzolungisa kwafana

    • @bongiwencayiyana220
      @bongiwencayiyana220 Před rokem

      Kodwa bakithi kusakhona abantu abasokola kangaka bakithi.izimali zishona kuphi?emaphaketheni abantu.Hayi maan South African leaders are too ignorant,selfish and greedy.watching from 🇬🇧

  • @philanindosi6522
    @philanindosi6522 Před rokem

    Kuyacaca seyadliwa imali

  • @thandiwedladla2622
    @thandiwedladla2622 Před rokem

    Kwaze kwanzima ☹️

  • @mbusomakhunga1023
    @mbusomakhunga1023 Před 5 měsíci

    Mina ngingahamba lapho ngeke

  • @SEBEMDLILE
    @SEBEMDLILE Před rokem

    Nqaba Msweliii

  • @mdumisenifunokwakhe7079

    Mmmmmmmh bakith sekungath kungatholakala umzimba nje
    Bakith esizweni sakith kusekhona izindawo eziciphezeleke kanjena ‘sebenzani webaholi

  • @fikileprudencedumakude2618

    Hhawu Nkosi ibuhlungu lento Jehova namathuna amangaka abantu bemuka namanzi ,ingizwisize ubuhlungu le Video engathi zingangenelela iziphathimandla Syabonga babu Msweli ngokuhambela zonkindawo 💔💔😭😭

  • @LindokuhleSiphesihle-vy2pt
    @LindokuhleSiphesihle-vy2pt Před 7 měsíci

    Bayayeka nabo why benga strike ngakithi benganya nyi

  • @gcinokuhlemadondo-6704

    Awww Nkosiyami😟😟😟

  • @silindilenxumalo9541
    @silindilenxumalo9541 Před rokem

    Kwaze kwabuhlungu, ngingowakwa dolwane e Jabavu bengithi yithi esixakekile ngomgwaqo but if I see something like this, it pains me kakhulu uma kuze kulahleke nemiphefimulo. Nkos yami siyacela u Hulumeni angenelele bakithi. Neymvula mezina akuhambeki nhlobo.

  • @muziwendoda8553
    @muziwendoda8553 Před rokem +1

    Uhulumeni uyayikhipha I budget yalendawo ishonaphi ngampela

  • @sfisonkosi5746
    @sfisonkosi5746 Před rokem

    😏😏💔💔💔

  • @ntombigamede7580
    @ntombigamede7580 Před rokem +1

    Izwisa ubuhlungu nosizi olukhulu lento engiyizwa la. Ingihlengelise izinyembezi.

  • @bhekisisadladla9218
    @bhekisisadladla9218 Před rokem

    Usizi lomuntu omnyama. Ngabe bakuphi oSopolitiki bayoqhamuka mhla kuzovotwa.

  • @secondhalfproduction2761

    Kade lakhala ibhova likadikadika ngentuthuko yase qhuthu

  • @amari4810
    @amari4810 Před rokem

    😢😢

  • @sbongaavela9767
    @sbongaavela9767 Před rokem

    Ay kusenzima kulelizwe hhay

  • @gptactical6658
    @gptactical6658 Před rokem

    Kodwa msweli akwakhiwe amabholoho kuphephiswe izimpilo zabantu.

  • @sindisiwevverocia822
    @sindisiwevverocia822 Před rokem

    Kudlaliwe ngathi uphi umasipala bayidlile imali

  • @sfisonkosi5746
    @sfisonkosi5746 Před rokem

    Mfoka Msweli usho ukuth abalandani kodwa njengoba bebekwa lapho eduze komfula

  • @bonganimsweli5531
    @bonganimsweli5531 Před rokem

    Iziphathi mandla azivuke zenze something , bahluphekile abantu bakithi bavotelani kanti makunje

  • @niphohmichael3307
    @niphohmichael3307 Před rokem

    So sad😞😟😞

  • @khanyisomasango9147
    @khanyisomasango9147 Před rokem

    Mmm🤔 nginemibuzo ke manje 🙆

  • @promisejuqu7592
    @promisejuqu7592 Před rokem

    Usizi olungaka bakity

  • @sunflawa
    @sunflawa Před rokem

    Ewu kubi

  • @sizuyisemngadi9559
    @sizuyisemngadi9559 Před rokem

    Awu kodwa baze baphela abantu bakwaSthole ilomfula nkosi yam akuvalwe umkhokha

  • @sthango5035
    @sthango5035 Před rokem

    ei usizi lodwake lolu ei

  • @zahfakazi
    @zahfakazi Před rokem

    Imaths Yale Ndoda 😂😂😂😂

  • @ManJay3220
    @ManJay3220 Před rokem

    Luyezwakala udaba Msweli inkinga enkulu eKzn kunendlala yabaholi abazoholo abantu ngobizo, laba esinabo bangabephakethe hhayi abantu, ake ngime nje lapho