Video není dostupné.
Omlouváme se.

AYI! NGIYAYISABA INHLAHLA. INHLAHLA IYINGOZI.

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 19. 07. 2023
  • inhlahla, isitha, umbulali, ithuba, inhlupheko, umuzi, izikweledu,

Komentáře • 15

  • @sihlechiya2853
    @sihlechiya2853 Před 9 měsíci

    😢😢😢waze walikhuluma iqiniso mfwethu🤞🤞🤞

  • @chrisndlovu6698
    @chrisndlovu6698 Před rokem +2

    Ngikhula mihla namalanga mnewethu yeyifundiso zonke

  • @muziwenkosimhlophe5550
    @muziwenkosimhlophe5550 Před rokem +3

    Inhlahla iyimfihlo ngempela ngoba nale efika siyibone sithi, "Ngaze ngaba nenhlahla" isuke iyishobolo. Ngingabalula le yokuphiwa ngapha ezincwadini ufunde ugogode qede lezi ziqu zakho zikunyundele kubaqashi ngokuthi ngeke bebenayo imali yokukukhokhela!!

  • @nkosingiphilengcobo8885
    @nkosingiphilengcobo8885 Před rokem +1

    Ngelinye ilanga umdali nomenzi wayoyonke into uyosisiza lezinkulumo zisabalale bonke abantu bazizwe. Okukhulu engikufundile ngenhlanhla ukuthi iyahlonishwa. Baningi abacabanga ukuthi amandla abo kodwa lutho BASAVAKASHELWE inhlanhla.

  • @mizosmizos4540
    @mizosmizos4540 Před rokem +1

    Eyngoba inhlanhla ingakthatha ize iyokphonsa egodini mayfike ungakaylungeli futhi ingakulingani. Uzwekthiwa ey ubani wayeythinta kanye into kulunge. Mawuth uyabuza uphi pho lowomuntu, akasekho nma usegula ngekhanda wathinta waze wathinta nalakungafanele khona.

  • @nhlakaniphondlovu9070
    @nhlakaniphondlovu9070 Před rokem +1

    Eyi, mfoka Hlongwane, wangenza ngano sizi. Ungenza ngicabange o"kube" no"kungcono kuthiwa..."

  • @sybongawiseman7565
    @sybongawiseman7565 Před rokem +1

    Ngkubingelele Mnewethu Kanye nabathandi balelikhasi bonke.yazi lento yeNhlanhla oyiphawulayo inzima noma iyinkinga.kwelinye icala inamanga futhi ibe neqiniso.njengoba ubeka ngokuzaleka komuntu,khona umuntu ozalwa nenhlanhla kodwa ngenxa yokuzalelwa emangeni lutho ingamthinti leyonhlanhla.kube ilaba 🤣ama"Hard worker"asyaz inhlanhla yawo kodwa amanye alimaza abanye ze baphumelele bese belula intamo bethi inhlanhla.bengikha nje phezulu kodwa nje ei inhlanhlaaa mhhh

  • @mncedisikubheka3577
    @mncedisikubheka3577 Před rokem +1

    Wasibeka lesihloko sakho Ngwane🤦 inhlanhla iyingozi futhi wase uyendlala, yazwakala uphile wena wakuNgwane

  • @nhlakaniphondlovu9070
    @nhlakaniphondlovu9070 Před rokem +2

    Zinsizwa, nisayikhumbula imibuzo eyabuzwa umfoka Hlongwane:
    Ubani umlanjwana? Futhi... bulili buni?
    Impendulo ang'kakayitholi🤔🤯.
    Nawu omunye umbuzo: YINI INDODA?
    Eyi, angikhoni ukuthola zinsizwa 🤔🤯.

    • @mncedisikubheka3577
      @mncedisikubheka3577 Před rokem +1

      yokufaka ocwaningweni lweminyaka uHlongwane, angithi washo ukuthi nibosho ukuthi ucwaningo lusaqhubeka uma ungakabuyi nempendulo

    • @nhlakaniphondlovu9070
      @nhlakaniphondlovu9070 Před rokem +1

      Ngyabonga