Velikost videa: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Zobrazit ovladače přehrávání
Automatické přehrávání
Přehrát
Haaa 16 minutes wonke😮. Syabonga Ngwane😊
Baba Ndlandlalazi,sifuna ukuphila izinkulumo ezinje yizona ezisipha ukuphila nokuqonda.Ubona izwe linjena nje imbangela izona ngqo lezizinto osuzibalile.Iningi lethuke la ezweni siyalibalekela iqiniso ngoba lisuke likhulunywe ngabantu esingabafuni.Sifile isizwe sibulawa yizinto ezingalungiseka kalula.Sakhula emakhaya igceke likakwe zihlahla zonke zinomsebenzi wazo.Uma umuntu ekwazi ukuqonda ukuqala kwempilo,kulula ukuqonda nesiphetho sayo.
Syabonga kakhulu mfokahlongwane.waykhuluma indaba mtakamkhulu.ngyaqala ukuyizwa yazi le yokulanywa ngamawele futhi iwona agcinile ekhaya.alama mina.
Bafo nami sengfisa ukwazi ngoba nami ngelanywa yiwo amawele, asethembe u Ngwane uzosiphendula.
Uyinjulalulwazi mfoka Ngwane🤝
Masumpa🙌🏿
Ngiyabonga🙏
Ngwane🤝
Ja kukanjalo,especially thina esithanda amaqhasha kant useke wabamba maybe uyazi maybe akazi
Umfwethu wagcina engakhulumanga ngomuntu wesifazane onezibeletho ezimbili 🤔
Ngwane🙌🙌 bengcela uke uchaze ngomuntu olanywa ngamawele, ngibuziswa ukuthi ngelanywa yiwo.?
Syathokoza hwanqa
Ukungazi kufana nokungaboni. Nakho ukuthi sengizwile akusho ukuthi ngiyazi. 🤞💔 ngiyazidabukela ngoba ngzokhula nginje. "Kuyinhlanhla ukuzalelwa ekhaya"
Mfoka Hlogwane eyeshende isazobalimaza abaningi ngoma uma iseza ngakithi siyayivuma sikhohlwe ukuthi ngenye imini soba omaqondana
Umuntu uyafunda kuwe Ngwane
Kuyezwakala Ngwane.sazigwaza ngowethu thina Ndlu empisholo.ubuthina sabudedela thina bawa baphihlika okweqanda.saqede sadlala izangoma ngoba sithe sphaphama kwakonakele sabona kuyizangoma esezazi "iSiko noSiko" ngingazi sakutshelwa ubani lokhu.uMbuzo Ngwane uthi nakhu ngyabona lenkinga ekhaya noma Kimi nginakho yini ukusondela kuwe ungilekelele ngolwazi?
siyathobeka
Indaba yomuntu ijule kakhulu 🧠.
Sengizibale zaningi kakhulu izizathu ezimqoka zokuganwa itshitshi elingakaze lithintwe umuntu wesilisa. Nasi esinye sezizathu.
Ngiyafisa ke ukuzwa ndaba yelongo nomjwanjana namanje isangidida
yini mfusi ,amasu ?
Haaa 16 minutes wonke😮. Syabonga Ngwane😊
Baba Ndlandlalazi,sifuna ukuphila izinkulumo ezinje yizona ezisipha ukuphila nokuqonda.Ubona izwe linjena nje imbangela izona ngqo lezizinto osuzibalile.Iningi lethuke la ezweni siyalibalekela iqiniso ngoba lisuke likhulunywe ngabantu esingabafuni.
Sifile isizwe sibulawa yizinto ezingalungiseka kalula.Sakhula emakhaya igceke likakwe zihlahla zonke zinomsebenzi wazo.Uma umuntu ekwazi ukuqonda ukuqala kwempilo,kulula ukuqonda nesiphetho sayo.
Syabonga kakhulu mfokahlongwane.waykhuluma indaba mtakamkhulu.ngyaqala ukuyizwa yazi le yokulanywa ngamawele futhi iwona agcinile ekhaya.alama mina.
Bafo nami sengfisa ukwazi ngoba nami ngelanywa yiwo amawele, asethembe u Ngwane uzosiphendula.
Uyinjulalulwazi mfoka Ngwane🤝
Masumpa🙌🏿
Ngiyabonga🙏
Ngwane🤝
Ja kukanjalo,especially thina esithanda amaqhasha kant useke wabamba maybe uyazi maybe akazi
Umfwethu wagcina engakhulumanga ngomuntu wesifazane onezibeletho ezimbili 🤔
Ngwane🙌🙌 bengcela uke uchaze ngomuntu olanywa ngamawele, ngibuziswa ukuthi ngelanywa yiwo.?
Syathokoza hwanqa
Ukungazi kufana nokungaboni. Nakho ukuthi sengizwile akusho ukuthi ngiyazi. 🤞💔 ngiyazidabukela ngoba ngzokhula nginje. "Kuyinhlanhla ukuzalelwa ekhaya"
Mfoka Hlogwane eyeshende isazobalimaza abaningi ngoma uma iseza ngakithi siyayivuma sikhohlwe ukuthi ngenye imini soba omaqondana
Umuntu uyafunda kuwe Ngwane
Kuyezwakala Ngwane.sazigwaza ngowethu thina Ndlu empisholo.ubuthina sabudedela thina bawa baphihlika okweqanda.saqede sadlala izangoma ngoba sithe sphaphama kwakonakele sabona kuyizangoma esezazi "iSiko noSiko" ngingazi sakutshelwa ubani lokhu.uMbuzo Ngwane uthi nakhu ngyabona lenkinga ekhaya noma Kimi nginakho yini ukusondela kuwe ungilekelele ngolwazi?
s
iyathobeka