@@jabulanimngadi8832 anginandaba nelomkhulu what what that is religious side of story okungukuth kungayinto ekhona kungayinto engekho kuyangokuth ukholwa ikuphi nokuthi ithini illogic yasenkolwen leyo.............mina ngi interested kule esiyazi sonke ngoba yenzeka sibhekile.....................this one need to be debated ezweni lonke mina angifuni ukusikwa ngafa noma ngingeke ngizwe lutho but ngyanqaba South Africa need to be loud on this
The one and only custodian of our culture & tradition - iSilo. This was supposed to showcase our culture to the fullest, but then here we have Amabutho fetching the remains of the King himself from a "MORTUARY": Where is the example Mpunga? czcams.com/video/7RqSvh-THX0/video.html
eMakhosini 🙌🏿 Siyabonga Mkhulu, sikuzwakahle thina, njengonogwaja oMhlophe ugijima esihlunhwini. I pray lomfanekhiso nazonkhe inhlelo zakho zishaye khona enhliziyene zabantu bakithi, kungashwebhi...sihle isintu
Ngyaabonga ngfunde okuthile kulenkulumo ukhule njalo
ayyy kushuth umunt Kade ayenza ama phutha MAKUNJE,,, iyinkinga lempi yolwazi
Eyiii Mpunga wayikhuluma indaba enkulu yokucwiywa kwabantu eMakhazeni😭😭😭
Siyabonga Mpunga yeSintu ngalomlayezo 🙏🏽
Siyabonga mkhulu
Eiy ijulile lendaba mpunga.
Ngicela ukubuza ke kungani kukhanyiswa ikhandlela uma Oman bahleli bazilile. Uma ukhanyisa eliyellow noma elihlaza kuphambene yini
Kanti njalo Mkhulu isizathu engisaziyo esidala abantu bekhonke ingoba abantu bayaganga emathuneni.
Umuntu bayamumba ebese bemucwiya kanti uma ufake ukhonkolo akubi lula ukuthi bamumbe.
MKHULU WAMI SIYABONGA MNTANE KHEHLA
Mkhulu lolwazi ongipha lona luyangikhulisa mina usuku nosuku
Indaba yokucwiya izicubu zomzimba mhlawumbe kungamele isukunyelwe inhlangano enohlonze kuhulumeni. Engathi uma ikhulumela uZulu kuzwakale. Kahle kahle, iSilo okumele engabe senza loko, kodwake.... Ibandla likaShemba lingaba negalelo ekunqandeni lesisenzo
Ngyayizwa inkulumo yakho mfokaMbanjwa, kodwa ukhuluma nabantu abawrong. UHulumeni owadala loko, noyokwaz ukqeda leyonto, ngakho ke asngafeli into engenziwanga yithi. Ekgcinen kunezifo abantu abafa bephethwe yizona okfanele nokuympoqo ukuthi kbonakale ukuthi sithe simthatha lowomuntu bese kufike kwesiphi isgaba emzimben, cwaningisisa kqala izinto
Wayisho indaba Mbanjwa ngiyakuzwa mina.
Iqinisile mkhulu nami ngaba buhlungu ngibona okasisi wami umfana babemgwazile wabuya sebemdabule isifuba ngamangala nje
Iqiniso elingaphikiswa mkhulu, I system yadalelw kucindezela Thina abensundu. Niksho imfundo nje assay! Kunzima khehla
Amen mkhulu...mfoka Mbajwa wayibeka yacaca ngenkulumo yakho noma ngesihloko sayizolo...sibonge NdunakaNdaba...inkulumo ayigcwele kahle ngokucabanga kwami..sekwangcwantsha emalibeni ohulumeni kulenkathi yamanje..izimvula ziyana amaliba asemakhaya ayamuka agubheke...ngabe kuyiphutha yini ukuwakhonka amacele ngoCemente kodwa angavalwa phezulu umhlabathi lapho oqhumama khona..ngibuza ngoba ngingomunye okhathazekayo ngamathuna akubo koda manje iyangishaya lenkulumo yokuthi ukuwafaka uCemente sekuyi chilo..koda ngoba iyamuka nje inhlabathi nanti nehlobo liyeza futhi..makwenzeke kanjani nduna kandaba,..NGIKHATHAZEKILE MKHULU
MLEKELELI...NGINGAJABULA MANGINGAPHENDULEKA NGYABONGA
Yo. Kwanzima okwenziwa abamhlophe kubantu bakithi.
Baba Mpunga yesintu kuyathusa kakhulu ukuzwa lokhu. Baqinisekisa ukuthi abantu bethu ababuyi nakancane uma sebehambile. Yo, isitha siyalwa ngempela. Siyabonga Mpunga yesintu.
✨✨✨✨✨👏👏👏👏👏👏👏ummh Siyabonga Mkhulu ngokusikhulisa, impela udle amaningi esakeni.
Mina ngiyakutshela noma unemali ...😂siyabonga kakhulu
Ayhlome Mkhulu nami angiyfuni kabi le yokuhlinzwa kwesdumbu kwayona nje le yokumosha imali kuthengwa ibhokisi angiyiqondi mina
Mpunga siwuZulu siyasidinga isikole sakaZulu esiqala ePrimary size sifike eHigh School njengawo amaSulumane ukuze nathi sikwazi ukuba curriculum yethu ehambisana nesikolethu 🙆🏾♂️
@mlungisijali9572 ngiyajabula ngoba wenze umzekelo ngamaSulumane. Kulungile asikwenzeni lokhu okushoyo emvakalokho sibeni nazo izimboni nezinkampani lapho lezingane ziyosebenza khona.
Ngiyacabanga ukuthi esikoleni/ezikoleni ezinjalo kuyobe kufundiswa ngesiZulu futhi i-curriculum iyobe incike kakhulu entweni zesintu....yebo kofanele babekhona o-Maths (not Maths lit. Angazi nokuthi yini yani leyo!) kanye no Physics, Accounting, History, Agricultural studies kanjalo kanjalo.....
Kofonele nazo lezifundo zifundwe ngolwimi lwesiZulu (a few years back Wits University said they have a Bachelor of Sciences Degree that can be taught in IsiZulu).
Kofanele sakhe Umnotho wethu lapho lezingane ziyokwazi ukusebenzisa ulwazi namakhono eziwafunde kuzo lezikole ukuziphilisa njengawo amaSulumane wona anawo Umnotho esingathi owabo bondwa e.g. Hallal products.
Ngikusho lokho ngoba wena umuntu Ompisholo futhi ongesilona iSulumane ngeke uyikhiqize lemikhiqizo.
Kofanele sizakhele Umnotho wethu ngempela ngoba hamba manje uyeku fridge yakho nasekhabetheni lakudla kwakho uyobona ukuthi ukudla kwakho okuningi kukhiqizwa u-Tiger brands (ngiyaxolisa ukubiza ama brand names angiqonde luthu olubi).
Lapho kuvela ithuba lokuthi izingane ezifunde i-food technology ziqale zikhiqize ukudla okunempilo ukudla kwesintu. Sihlukane nama G.M.Os.
Abayofunda i-Marketing ibona abayothwala kanzima ukubadlula bonke! 😅 Ngoba umuntu Ompisholo wazi ukuthi yonke into enhle iqhamuka e-Europe wafundiswa nokuthi zonke izinto eziqhamuka kuyena/ezenziwa uyena siyabheda.
Sengihlalaphansi😂.
Uma sizokwakha lezozikole izingane kufanele zikwazi ukuziphilisa ngemfundo namakhono ezowathola kulezo zikole 🙏🏾.
Ungaqalisa wena ngokuthenga incwadi zeMpunga mina ngazithenga zonke 🤝🏾
Angiphikisi. Kodwa Uma. Ngithanda liibonakale iliba
Asbonge 🙏
Siyabonga mkhulu
ngicela nje ukuphuma eceleni
ngicela ngelinye ilanga usifunele umuntu ofembayo
thokoza
Avekunzima Ayi😢 Inkinga lelizwe esphila kulona Angeke Bavume Nje Ungcwabe umuntu engayanga kohlinzwa
bazokutshena amanangananga abo bethi dokotela kufanele athole ukuthi bekuyini okudala aze afee
Nanka amaMuslim lana emzansi ayazenzela quick and fast ngokusemthethweni, balande isidumbu bancwabe same day.Thina sihlulwa yini
Mmm wayisho ngempela indaba. Nathi ubaba wami safaka ebhokisini sabeka isikhumba phezulu ngithi namhlanje ziningi I Kinga ezimbeke nazo. Walisho iqiniso this is very informative
Amen Mkhulu ngicela ungikhanyisela uma umnozane we wekhaya edlula emhlabeni engashadile ngokwesintu uyanikwa yini ihawu lakhe uma edlula emhlabeni
Akusiye umnumzane uma engaganiwe
Enkosi mpunga Yesintu
Ngiyabingelela mkhulu Mpunga mshana wako fuze fulele islwane esncane esaphume hlathini ekseni ngovivi sazivuthulula ngoba singcwele mabethe 🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌
Mkhulu ngiba nesbonakaliso ngiyocela ummbila kwamakhelwa ngifica izalukazi ezimbili ugogo maka mama nokhokhokazi maka gogo.sebethi kimi mkhwenyana awkajwayeli kuthi sumkhwenyana.babe sebengixhawula gogo munwe wokukhomba awukho, nokhokhokazi naye isithupha asikho🙏
baleka yesintu kulate!!!
Mkhulu Ngcobo Mpunga Yesintu lesihloko sinzima kwihloko zonke zeMpunga Yesintu. Mina ngizwile futhi nomndeni wami seyowutshela ngalento yokukhonka ithuna .Kodwa ngicela ukubuza kuthi ukubeka amatshe phuzi kwethuna kona ngabe kulungile yini
Ey baba wakhuluma ndaba enkulu
Sekonakele kodwa kuyezwakala.
Eyi mkhulu imikhuba enyantisayo😢
🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌
Mkhulu Mpunga Yesintu mima azali bami bobabili ngabafihla ngebhokisi selokhu bahamba abakaze bafike kithi njengezingane zabo bakhulume kuthi mahleli lapho bekhona phokwenziwa njani kuze mabuye bakhulume njebo sabavalela ebhokisini
Ngyabonga Mkhulu
kumele uyobanikelela eBuhleni ubakhiphe emabhoksini
Ngoba sekwathiwa uma uphupha umuntu ethi uyagodola usuke efuna itshe nje? 😂😂😂
😢waze walikhuluma qiniso mkhulu
Kodwa khehla njengoba ngfisa ukufaka intshe nje elibeni lika baba nje
Ay angikuvimbi mnewethu
Impunga. Uma ufisa ukushiswa ikuphi okumele kwenziwe ukuze umphefumulo wamukelwe kwelamathongo?
Kusho wena ukuthi umzimba wakhe otshalwayo ayi yena pho yini ehlumayo makunjalo? Umphefumulo womuntu ungumzimba womoya,noma ungakhonka ngosimende akusho lutho ngoba usuke ungavalelanga umoya wakhe owuyena qobo, kanjalo nokukhishwa kwamathumbu kusuke kwenziwe enyameni umphefumulo wakhe usuke ungathintekile
Ngiyakuzwa mina kodwa kuleli lokukhishwa amathumbu nezitho thizeni ngyalwa.........ikhona yini umthetho othi makube njalo.....lento yenzeka kanjan kahle hle? Uhulumeni noma uban who is responsible for this ulthathaph igunya lokuzisikela izicubu? Siyamukela kanjan lento ukuth yenzeke ngathi akonakele lutho? Chazela mina ivelaphi lento uthini umthetho siwucubungule kwawona
@@mlungisichonco2196 cha mf2 nami angivumelani nayo uma beyikhona indlela yokuthi umuntu azikhethele ngabe kuyezwakala,kodwake ukukhishwa kwamathumbu akusho ukuthi uzofika kweloMkhulu ungasaphele lokhoke ukungaqondi ngomzimba womoya okuyiwona ophilayo
@@jabulanimngadi8832 anginandaba nelomkhulu what what that is religious side of story okungukuth kungayinto ekhona kungayinto engekho kuyangokuth ukholwa ikuphi nokuthi ithini illogic yasenkolwen leyo.............mina ngi interested kule esiyazi sonke ngoba yenzeka sibhekile.....................this one need to be debated ezweni lonke mina angifuni ukusikwa ngafa noma ngingeke ngizwe lutho but ngyanqaba South Africa need to be loud on this
Some of us are not Zulu & cannot understand 50% of what you say
Mkhulu lentaba yokufihla ngebhokisi ikhona,bami bazala bafiika kanye emyakeni ngamaphupho noma bathathe isikhathi eside,sileme siyizwe esinsundu.
Siyabonga Mpunga ngolwazi lwesintu nkoc ikugcine
Impunga wena mawubuya kwelamathongo njengoba ungumlobi wencwadi ufuna ukubuya uyin? Umfanekiso ozayo wuqophe.
The one and only custodian of our culture & tradition - iSilo. This was supposed to showcase our culture to the fullest, but then here we have Amabutho fetching the remains of the King himself from a "MORTUARY": Where is the example Mpunga? czcams.com/video/7RqSvh-THX0/video.html
Ubhalela iMpunga njalo isingisi? Weeeee
🤣🤣🤣@@bonganisibisi6718
Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Roman's 10:1-3,Mark 7:7-9,13.