Yazi ugogo esaphila wake wangitshela nami ngaso isithwalambiza and sekukaningi ngisibona ekhaya endlini la ngihlalakhona ngingazi ukuthi uma ngisibona kumele ngenzeni. Kusukela manje sengiyazi.
Ngiyabonga Mpunga...ngathi levidoe yayenzelwe mina...bengingazi safika emsebenzini sahlala ekhanda Kimi for hours.i did not know😢😢levidoe ngibona namhlanje😢
Amen baba inkosi ikubusise. Kufike iNyendle la egcekeni Kade iqalile ukukhala🕯️
Mpunga!ngiyabonga incazelo mina ngisebenza ejalidini sekuze kwafika inyoka eluhlaza ka thathu bengivele ngithi "thokozani Bantu abadala ngiyabonga ukuthi ningigadile"ayi sengocela mkhulu ngiyabonga incazelo ukhulu uze ukhokhobe usiphakela ngolwazi❤
Siyabonga ngolwazi ngicela ukubuza ukuthi inkalankala yona isho ukuthini
Mm siyabonga eyokwenzukhamba yona mpunga mabefikile iyikho
Syabonga mkhulu mina njalooo mangyekhaya syafika isthwalambiza sigibele kimi sihambe emzimben wam, noma ngisibone ekhethenisini ekamelwen lam njalo nje mangkhona ekhaya ashlali singafiki fut sihlala iskhathi eside bengikhuluma kodwa ngingenayo insure yokuthi yin okmele ngyenze ngyabonga kakhuluuu ngokungvula amehlo❤
Ushayekhona Mkhulu ngihlala ngiwuthola uphawu labantu abadala kepha ngingazi kuthi kufanele ngenzenjani ...namuhla sengifundile kuthi kumele ngenzenjani.
Yazi ugogo esaphila wake wangitshela nami ngaso isithwalambiza and sekukaningi ngisibona ekhaya endlini la ngihlalakhona ngingazi ukuthi uma ngisibona kumele ngenzeni. Kusukela manje sengiyazi.
Mna ke mkhulu inyoka ndiyoyika ngale ndlela endingenoyichazo vele andinoxoka ngeke ndihlale apho ikhona
Nam ndinjalo mfetu ndiyoka ukufa inyoka.😅
Siyabonga Mkhulu into yabantu abadala ayishudwa
Mpunga, siyabonga ngencazelo kodwa ngiyafisa ukucaciseleka ekutheni kusuke kuchaza ukuthini ukubonalaka siqhwakele ekhanda isithwambiza ngoba sekuke kwenzeka kimi ngasiyeka ngagcina ngingazanga ukuthi sisuke nini
Uya ku 100 000 subscribers manje, Zuleliphezulu!
Amen Mkhulu syabonga kusichazela mina ngivelee ngigaye utshwala
Sesiyazi Mkhulu
Big up mkhulu ❤
Ngyabonga bhuti wami lesisimo sezintethe sisandokwenzeka evikini eledlule and angazanga ukthi ngenze Jani yize bengibona ukuth yibo abantu abadala kodwa angazanga ukthi bekmele ngithemeleze ngaso lesoskhathi. Ngyabonga bhuti akunkhanye njalo empilweni yakho 🙏🏿
Ndiya ulela bendingazi ukuba funeke ndithethe xa ndisibona ndidla ngova nje uba idibanisa nabantu abadala but ndingazi njani
Mkhulu mina ngithandaze ebusuku, ngaphupha I grasshopper Eli green elikhulu
Siyabonga Mkhulu isifundo, Uma bafika kanjalo ngingakwazi yini ukubuyela kubona ukuthi ngababona ngathula, ngicele bangadinwa baqhubeke baziveze.
Sawubona Mpungayesintu ngyabonga ngolwazi bengingazi ngalokhu ukhule omafuze afulele bakwandisele. ❤
Isineke sakho Mpunga ngezimfundiso osipha zona👌🏽👌🏽👌🏽
Syabonga mkhulu syafika impela layikhaya kodwa singazukuthi wenzenjani ukhule mkhulu 🙏🏿
Eyi sibonga ukuukuzwa ukuthi. fanele senzeni umasibona isilwane esiwuphawu lwabantu abadala nokuthi awukhulumi nabantu abadala ngempepho kuphela yiyabonga ❤❤❤
Mina ngasibona uma ngiya kogogo..sasilokhu sihlezi phezu kweburglar waze washo omunye umakhelwane wathi angishise inyama ngenze ukhamba..ngempela ngenza njalo kwasa singasekho..sesihambile
Amen mkhulu
Siyabonga Mpunga yesintu ukusivula amehlo Amen
10:19 amen Mkhulu syathokoza ngokusicacisela okuhle, iNkosi mayihlale inawe🙏
kukhanya bha Mpunga yami...besilahlekile kakhulu siyisizwe, omunye wathi kmina isthwalambiza if sibrown ay akukuhle...ibhadi, angbonge.
Syabonga mkhulu ngokuschazela kahle isintu esibalulekile 💓
Yes mkhulu ngiyezwa ngcela ukubuza Uma usiphupha isithwalambiza mele wenzeni
Thokozani mkhulu, yoh ngabe nga zizakala, akuzange zfika iyithwalambiza endlini langihlalakhona ngingazi ukuthi fanele ngenzeni, khona ukuba thiokozisa ngiya ba thikozisakodwa bengingazi ukuthi kufanele ngizobe nabo, makwande ethongweni
Mina mkhulu kwafika eslihlaza sahlala phezu kombhede futhi safika ekuseni sahamba ebusuku
Ngiyabonga Mpunga...ngathi levidoe yayenzelwe mina...bengingazi safika emsebenzini sahlala ekhanda Kimi for hours.i did not know😢😢levidoe ngibona namhlanje😢
Mina mpunga yesintu isithwalambiza ngisibona kakhulu emsebenzini noma nje angithi langisebenza khona
Nami ngisibona emsebenzini
Ngiyabonga izimfundiso zakho mkhulu amen 🙏
Welldone Mpunga Yesintu
Mkhulu ndiyakuva zonke izi zinto othetha ngazo kodwa mna andazi nanye , unganceda ke mkhulu undizamele amanye amagama azo or undizamele amagama ngesiXhosa
Masbonge mkhululu 🙏🙏🙏🙏
Enkosi kakhulu mkhulu🙏
Ngyabonga mpunga yesintu,bengingazi namhlanje sengiyaz ❤
Awu syabonga Mkhulu 🙏🏿🙏🏿🙏🏿
Lapho ke ezinsukwini ngiziphuphe ziningi esbonakalisweni sami😊 ziyafika futhi nalapho engihlala khona ngokushintshana ezibrown neziluhlaza sengyokhuluma ke Mkhulu next time🙏🏿
Mpunga Yesintu!! Ume njalo nje, waze wayiqaqa inkinga. Bengingazi okumele ngikwenze uma kufika isithwalambiza. Sengazi kahle manje. Baze babe nawe abadala ngokusikhulisa! Sibonga asiphezi!!
Amen 🙌 mkhulu
Siyabonga mkhulu Mpunga yesintu
Cela ukundlulisa okukhulu ukubonga wena owakwethu Nkashana kaMenzi
Kimi ngike ngaphupha amakhandlela ngiwanikwa intombazane engangayazi nangempela ngawathenga ngawakhulekela ngawashisa ngaphahla ngawo ngisuku olulandelayo kwaqhamuka inyekevu endlini ngokungabi nalwazi ngayibuka nje ngolulandelayo futhi kwafika isithwalambiza lapho ke ngakhuluma ngabonga ngoba benginalo ulwazana ngaso
Besengineskhathi engibasa ngaso amakhandlela ami ngelinye ilanga ngaphuthwa ngivakashe kwenye indlu kodwa khona ejalidini kuthe sisahlizi nje kuleyondlu sangina isthwalambiza sazohlala kimi ekhukhwini ngakhumbula ukth konje ngiyaye ngibase amakhandlela ngaleskhathi sebengilandile ngahamba naso ngaze ngayofika endlini mangisakhuluma emakhandleleni Sasuke sahlala obondeni
Cha sengikhanyiseleke kakhulu bhuti ngyabonga kakhulu🙏🙏🙏🙏
Ngyabonga mkhulu kumina kuqale kwafika nyoka ehlaza ngabaleka ngayxosha ngoba ngyaysaba ngaksasa kwafika isthwalambiza esibrown kwadlula inzuku kwafika ezuluhlaza zahlala iskhathi ngingazi esinye ngaze ngasbulala coz ngangazi kodwa ngaxolisa senginolwazi olkhulu ngyabonga inkosi ikbusise mtwana wethongo
Mina sesike sahlala elolini enghamba ngalo emsebnzi. Isthalambiza bangivuka ngkusasa ngifica esinye esibhranu emotweni yasekhya enghamba ngyo Uma ngya emsebnzini
Yabongo kwimpunga yhoo bengaz .kodwa ngoku ndikhanyiselekile
Umangabe lezizinto uzibona emuzini womunye umuntu wenzenjanike
Siyabonga mkhulu ulwazi nencazelo
Ngyabonga mkhulu mina zyafika kdwa ngingakhulumi sengyazike manje ngyabonga
Mfethu Ndunakanda ngiyakuvuma uyinkunzi edlanazo maqede ziyihlabe isinyenyela uyasipholisa isizwe esimpisholo khulanjalo mfethu ungapheli amandla.
Mhmmm syabonga ngezimfundiso zakho baba, kwande🙏🙏
Syabonga Mpunga,,,Umubuzo uthi,,,ingabe abantu abadala ngoba behlala esibayeni nje,,,bayahlala yini esibayeni sezimbuzi?
Mkhulu ngiya Bonga kakhulu
uphile njalo Mbanjwa 🙏🙏
Thokoza, isithwalambiza esibrown sisendlini kuchazani sihamba amakamelo. Siphoned sindizandiza ekameleni labantwana
Mkhulu ngicela ukubuza Uma uphupha iinyoka ezahlukene ngokhala kuchazani
Kwakhanya bha ke manje 👏🏽👏🏽👏🏽🙏🏾🙏🏾🙏🏾
Thokoza Mkhulu siyazibonga izimfundiso zakho ziyasakha ngempela sikufisela unyawo olude nempumeleo
Ngendla engyisaba ngayo inyoma wea ngingalapha phezukwendlu mayisendlini😢😢kuvele kushwaqe izinwele
Siyabonga Mpunga
Ngiyabonga mkhulu❤
Mkhulu mina sake safika isithwalambiza emzin lapho ngiganele khona sahlala ekhethinini lewindi lami ngaphakathi umyen wami wasibona wangkhombisa wathi nangu ugogo kodwa akathemelezanga kusona
Ngyabonga Mpunga👏
Ngasizwa sesihamba phezu kwe khanda Lami isithwalambiza esilahla ngangiqeda ukuyiphahla ngayizolo ngavele ngadideka
Ngyabonga baba
Hawu 👌🏽 mina sivele sihlale kumina isithalambiza emhlane noma ekhanda, zombili izinhlobo. Ngiyasesaba angifuni ukuqamba amanga, angiyena umuntu ophahlayo kodwa sifika almost njalo ngeSonto
Ngicela ukubuza ukuthi ngabe kuchazani ukungena kwesigcikilishi endlini sihlale ophahleni lwendlu
Mina inyoka Fikile ngayikhomba ngesikhali sesonto yaphuma
mina ekhaya kith last months besenza umsebenzi sizama ukufaka abantabadala sangena sametime isithwalambiza esimphunga sanyuka saya emsamo
Sawbona mkhulu bengicela ukubuza umasifika bese uyasibulala wenzanjani
Ngicela ukubuza kufike ukhokho uhlezi endlini ngikhulumile naye ngathenga ijuba ngoba angikwazi ukugaya isizulu umuzi angakawubiki angazi noma ngenze kahle yini
❤
Syabonga kakhulu 🙏
Engfisa ukukwaz ukuth uma inyon iza kim kusho ukthin lokho kwaqala kwaba ujolwane kwaphinda kwawumayina uma zikwenz lezi nyon zibuy ikhaw eziningan ihamb iyojik iphinde ibuye kwenzek konke lokhu ngibhekile angilele ngyafisa ningichazele lento ukuth ichaza ukuthin
Makwande Mkhulu ngolwazi oluhle. Manje abanye mabeyi bulala leyo nyoko, bathetha ukthini?!
Siyabonga ukusiza ngolwazi onalo🙏
Mina ngasibulala ngangingazi manje ngingaxolisa kanjani
Ngiyabingelela baba ngicela ungichazele ngentethe Lena ibizwa ngeskhonyane intethe engajwayelekanga nje ngiyacela ungichazele ngayo
🙌🙏👌
Amenn mkhulu kwande
Akwande Mpungayesintu 🤝
Yebongisibonile isithwala mbhisi ekhaya ngesikhathi kadr ngisanda ukwenzela ugogo amahewu ngisibine sengizophindela emuva ngangazi ukuthi kumele ngenzenjani
Kade zifika kimi izitwalambiza manje ngangingazi kodwa manje sengizokwenza njalo
Inyosi yona isuke iyi sign yani mayingena endlini kwezinye inkath zaye zibe mbili
Ngibonge Mpunga yesizwe ngiphendulekile
Yinto isitwala mbiza
impunga itholakalaphi kanjan
🙏🏾 Siyabonga
Yazi ekhaya bekukhona isthwalambiza esiluhlaza sihlale endlini saze safa nje ngasilahla phandle sesifile
Siyabonga Mkhulu.
Eeei bhuti wam uyingqwele , siyathokoza wena weSilo.....Ngyasihlonipha isiphiwo sakho
Mpunga, siyabonga kakhulu ngencazelo👏🏽. Kodwa kungabe kusho ukuthini uma isithwalambiza sesizalela iqanda ngesikhathi sivakashile ekhaya?
Ngiyabonga ngale ngifunde lukhulu asibonge
Ngibonga ukukhanyiseleka Mkhulu.
Siyabonga Mkhulu 🙏🏽
Sawubona kuchazani ukungena kwebona intethe e brown enndlini
🙏🙏🙏🙏🙏Amen
Saze safundiswa kambandi
Mkhulu ngyabonga siyafika sthwalambiza namaqhwagi ezimbalini zami engizitshalile kodwa bengingaz kuthi zimeleni bengicabanga kuthi ngoba zilandela into eluhlaza izimbali
Zazifika kodwa ngingazii 🤷 Manj Kade ngazigcina