Ukwenza umsebenzi ngeLoan | Imali yokwebiwa | umhlolo womsebenzi owawugwazela noma ngayiphi indlela

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 5. 09. 2024
  • Mkhulu simosezulu

Komentáře • 22

  • @user-jn2pi5eo3v
    @user-jn2pi5eo3v Před 8 měsíci +1

    Mpunga yesintu🙌ungakhohlwa wudaba owasethembisa lona,Lwezindlu ezifunekayo ekhaya ukuze isidingo sokuyohlola singabibikho umsamo usuzikhulumela wona

  • @thembamdlongwa5586
    @thembamdlongwa5586 Před 8 měsíci +2

    Ewu Simosezulu ,waze Wasilla amehlo. Kodwa Mpunga sikufisela impilo ended ngoba njalo usilethela amakhehla anolwazi ngesintu❤

  • @user-et4hn1xu3n
    @user-et4hn1xu3n Před měsícem

    Umuhle mkulu edlozini ngeliqiniso lakho qhubheka kanjalo ungashintyi syakudinga

  • @Msongi
    @Msongi Před 8 měsíci +2

    Ey yazi mpunga lesihloko sijulile ngoba besengicabangile ukuthi ukuze ngingene emsebenzini kumele ngiwgwazele ngemali ngoba phela kunzima ukuthola umsebenzi kalula

    • @lungelosikobi6980
      @lungelosikobi6980 Před 8 měsíci +1

      ungagcina ungawutholanga la e South Africa uma ungawuthengi

  • @mzikayisesomaza7293
    @mzikayisesomaza7293 Před 8 měsíci

    Suka madoda... Khafula umlilo Mpunga Yesintu 🔥🔥🔥🔥🔥

  • @mbngcobo6526
    @mbngcobo6526 Před 8 měsíci +1

    Angivum mina. Phela ukudiza it more like ukuthenga. So nichaza ukuth akumelanga sithenge. Aybo go and do licence these days without ukugwaza we will see ukuth uzobuya nayo yin

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 Před 8 měsíci

    Injalo makhehla👏🏾👏🏾 Abantu abasakholelwa kuNkulunkulu nasemadlozini akubo ukuzuza abafika bekfumbethe, sebekholelwa ezithukuthukwini zabo nasezigubhini zenhlanhla. Syabonga boMkhulu. Makwande🙏

  • @khulekanimlungisi3652
    @khulekanimlungisi3652 Před 8 měsíci +1

    Ngimibuzo emñingi ngalenkulumo angivumelani nayo 😂😂😂

  • @nonhlanhlamwelase3516
    @nonhlanhlamwelase3516 Před 8 měsíci

    👏🏽👏🏽

  • @nhlakaniphogumbi
    @nhlakaniphogumbi Před 8 měsíci

    Mkhulu ngicela nikhulume ngombala oNeyivi ukuthi umeleni

  • @pottersngwadla1195
    @pottersngwadla1195 Před 8 měsíci +2

    Kanti ukudiza akukona yini ukuwthenga umsebenzi? Uma ukhipha imali uthenga okthile kube okwakho lokho ngabe kukungcola? Ay lenkulumo iyangidida bafwe2. Yebo ngiyayibona le yokudiza ngenyama yomlenze yona iwkungcola vele, kdw le ay

    • @lungelosikobi6980
      @lungelosikobi6980 Před 8 měsíci

      ey futhi abanye uma bengawuthengi bangagcina bengasebenzanga

    • @sibongisenileonard852
      @sibongisenileonard852 Před 8 měsíci +2

      Nam angivumelani bantu bane msebenzi abaqashayo ..ibona bafuna ukugwazelwa njengoba lelizwe linjena nje ...sesoze sidle udaka sibulawa indlala ikhona umsebenzi ethenguswayo...nabo besifazane ngeke ngibahlulele kukangaki belala nabantu bengasizi ngalutho..abanye baze bathenjiswe izulu nomhlaba ngoba befuna ukufeza inhloso zabo ngabantu besifazane...if ezokwaz kuthi elale nomuntu ngoba ezothola umsebenzi maqede akwazi ukondla ingane zakhe lezi enibazalisa zona mese niyazilahla angiboni inkinga

  • @user-yl1jt3gx7e
    @user-yl1jt3gx7e Před 8 měsíci

    Yaze yajulindaba

  • @Msongi
    @Msongi Před 8 měsíci

    Kodwa lisangivikela ekutheni ngiw'gwazele

  • @jacobmsiza-dw2xf
    @jacobmsiza-dw2xf Před 8 měsíci

    Uyagejake manje. Aklona iqinisolelo

  • @thabaningema6847
    @thabaningema6847 Před 8 měsíci

    Ngicela ukubuza ukuthi umkhulu uyakwazi yini ukukhipha izilwane egceken?

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Před 8 měsíci

    Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko? Leviticas 19:31,Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Roman's 10:1-3,2thimoty 4:3-4,Mark 7:7-9,13....