Unjn sisi ngingowaseThekwini ngake ngatohoza nabafana bakwaSthole ngaseZulu port ngabe umndeni wakhona lona or not abafana bakhona kwakuSbongseni noThandazani but usbongseni washona wagwazwa la eThekwini 2016 ngabe ikhona or omunye uSthole?
Inkukhu isiyawusola umgqakazo, ngoba ekuqaleni kwenkulumo kabhuti akazi lutho ngokwakuyokwenziwa wayengu driver only, futhi wayekude endaweni yesigameko. All of a sudden, uzwakala well informed about everything that was going to happen. Kuphela ubhuti ese very much involved in this dilemma. Okunye wayengamfonisa ukuze ekugcineni umndeni South Africa imbone elungile, futhi emsulwa kuloludaba. Kona kuyasolisa, kushothi kade waqala lomshikashika. Ukuthi kulokhu walahlwa yidlozi. And negazi lomuntu liyakhuluma. Akukho okufihliwe okungeyukwembulwa. Siyabonga BabuMsweli ngegalelo lakho. 🙏
Yaz babu Msweli I'm a good listener Kodwa le ekhulunywa ile ndoda angiyizwa nhlobo ukhuluma into ethule nje futhi kahle kahle ukhuluma into engekho. Even ku-part one you said it yourself ukuthi inganekwane le. Inzukazikeyi ngempela... insumansumane uqobo. Nghlezi ngilalela usiza abantu kodwa this time sishaywa ngemfe iphindiwe.
That boy and the money it was a sacrifice,kukhona inyoka kule siziba bonke bathwele ngayo le nyoka, the more inyoka ithola sacrifice that's the more they will get material things 😢
Lendaba ayenz isense bona they wasted upetrol for ukuya eswazin for u5000 lo5000 buzotholwa umfana, nd then udriver yena atholen yona lenyanga itholan no Jehova bakhanyisele emndenin kaThula😭😭😭😭😭 siyabonga Nongalo
Ubuya kanjani, especially esazi ukuthi ingane inabantu abayilindile ekhaya, ngoba yafouna ingane yabikela ugogo. The fact that uLuthuli deleted his number from iPhone kaGogo. Unamanga loLothuli wakhona, lento aykhulumayo ayhlangani nhlobo
N uyalazi iqiniso llo uhlale ehamba nalenyanga yakhe beyothwala ngezingane za bantu ngabebayaboshwa ukube amaphoyisa akhona la eSA manje asinawo kukwamachanca la
Lezitori zombili nje azikho, ngisho angazi khuluma zize zibe u 5 itori ezahlukane okuthi kwenzakalani, but in all these stories there are contradictions, if iqiniso ningakalikhulumi nje ukuthi u Thola wabaumhlatshelo wesithwalo, vele within lies they'll always be contradictions, until you tell the truth.
This guy is lying. Drowning is almost never noisy. It is an eerily soundless process especially for someone who does not know how to swim not to mention that these were still waters. Please Google it to understand why it is silent. Oh and by the way, could it be that Tholah was finding his way out of the water, found a way to rescue himself then this Luthuli jumped in to drown him as that may have been the initial plan? Just doesn't make any sense. Another thing that I am concerned with are his many phone calls and the typing of messages as this interview is going on. Who is he busy communicating with and about what, does he take us seriously? Lona waphahlukiswa yintukuthelo yokuthi akuthwalekanga ngoba uTholah fought for his life and soul. Manje yikho elokhu ependa inyanga yodwa njengomenzi wobubi. Useshaya lenyanga nge cancel culture. Akukho qili lazikhotha emhlane webhuti mbulali. Uzojeza noma ngayiphi indlela imvelo ezokujezisa ngayo. Uzojeza.
@@sbongisenindwandwe that's the thing bhuti, you did not drown. Uyaphila proving my case in point. That is why ngithe Google the process. Eyamanga ke lolo, ayisale nawe sana. Thank you
Thola shuthi njengoba ezwana nenyanga nje into mhlampe abahlezi beyenza if beqeda ilandwe imali ngiyibuka kanjalo mina ngalolusuku kwavele kwabheda alale ngokuthula ey
Lomfana babu msweli uyalazi iqiniso kuphela usaba lenyanga
Vivaaaaaaaaa ngo Ayanda msweli viva
Ngiyavuma nami Bhungane
Ukhuluma amanga lomntu
Ayybo Nongalo lomuntu wazikahle ngo Thola ,uzwakala ,ekhuluma nje
Exactly
Siyabonga baba Msweli Sengathi konke kuyenzeka manje, umftwethu uzotholakala. Waye vele ehlaka niphile sikhula kuba Ngani. Isihluku ahambe ngaso umftwethu siya shaqisa
Kuzomele bangaboshwa laba bashiswe bephila ngoba lento bahlangene namaphoyisa so ukuboshwa kwabo angiboni kuphumelela
Unjn sisi ngingowaseThekwini ngake ngatohoza nabafana bakwaSthole ngaseZulu port ngabe umndeni wakhona lona or not abafana bakhona kwakuSbongseni noThandazani but usbongseni washona wagwazwa la eThekwini 2016 ngabe ikhona or omunye uSthole?
Baba Msweli aiii ngyakvuma imbuzo yakh klendoda👏👏👏👏ngfisa NkuluNkulu akuphe mandla makhulu🙏
AMGCINE
Mmmmmmmh kodwa baba Msweli bengifisa ukumbuze lomuntu ukuthi ubani lona owasefonela ugogo ukuthi (gogo ungayi emaphoyseni sengibalekile)ezenza umfana.
babuMsweli, you're God sent for the vanerables.keep up the good work
It is lies mnikelo uthola
Inkukhu isiyawusola umgqakazo, ngoba ekuqaleni kwenkulumo kabhuti akazi lutho ngokwakuyokwenziwa wayengu driver only, futhi wayekude endaweni yesigameko. All of a sudden, uzwakala well informed about everything that was going to happen. Kuphela ubhuti ese very much involved in this dilemma.
Okunye wayengamfonisa ukuze ekugcineni umndeni South Africa imbone elungile, futhi emsulwa kuloludaba. Kona kuyasolisa, kushothi kade waqala lomshikashika. Ukuthi kulokhu walahlwa yidlozi. And negazi lomuntu liyakhuluma. Akukho okufihliwe okungeyukwembulwa. Siyabonga BabuMsweli ngegalelo lakho. 🙏
Wona lamakholwa awayeqashelwe ukuwahambisa eswazini akuphi, tjoo hayi asihlangani tu esistory
Hey kubi e South Africa
Hey lwaze la strong idlozi lakwa Sthole
Heybo uyaxova shame uyazibophisa uyaziqeda wayeseyaphi emanzini embamba ededeleka mmmm as yena waye le kude contradiction
😢😢😢😢
Nongalo uyisibusiso kulomhlaba well done
Uyangihlekisa lo bhuti the more ezama ukuzikhipha endabeni engathi yena umsulwa it's the more ekhombisa ukuth kukhulu akwaziyo
Kakhul
Ay uyindoda babu msweli❤❤❤
Yaz babu Msweli I'm a good listener Kodwa le ekhulunywa ile ndoda angiyizwa nhlobo ukhuluma into ethule nje futhi kahle kahle ukhuluma into engekho. Even ku-part one you said it yourself ukuthi inganekwane le. Inzukazikeyi ngempela... insumansumane uqobo. Nghlezi ngilalela usiza abantu kodwa this time sishaywa ngemfe iphindiwe.
Ayikho nhlobo lento ayisho laaa
Lomuntu ulecalavlokubulala leyo ngane
Why engazange abikelevemapholiseni
Guilty guilty guilty
This is a selfish man....
Ey lobhuti uzwakala ngisho ekhuluma ukuth uqambamanga nje......siyabonga Nongalo
Phumula Mondise 🕊💔. Ziphindiselele ngakho konke okusemandleni akho Nkosana kaMama 😢 isilonda ongishiye naso asoze saphola
UNkulunkulu akahlulwa yilutho
Mkhulu ongabonwayo
Sori wam uJehova abenan kulobubuhlungu kodwa igazi lomfowenu liyakhuluma uyazilwela manje
Phephisani mndeni wakwaSithole, angazi nokuthi nginganiduduza kanjani uThixo abe nani
Duduzekani cc siyazi induduzo yethu ayenele. Induduzo ephelele itholakala kuSimakade. Hlalani kuye. Uzowenza umsebenzi. Uzoniphindisela kubenzi bokubi. UNKULUNKULU amukhanyisele uThula ngokukhanya okungapheliyo. Aphumule ngobuhle. Amen.🙏🛐🕊🕯
That boy and the money it was a sacrifice,kukhona inyoka kule siziba bonke bathwele ngayo le nyoka, the more inyoka ithola sacrifice that's the more they will get material things 😢
Wayibeka kahle
Trueee kwakuzothwala lendoda kuthiwa izokhokha esizibeni. izothwaliswa emanzini. Nalodriver uazu uhlezebathuthaa
Akukhomali lana. Indoda yaphosa isishuqulu esi empty . Ukuze angene umfana engeke😢 esaphuma. Isiziba njengoba sicwebile nje sineenyokaaa
Kudlaliwe ngath Alana. Kudlalwa nogogo.babazi ukt azibuyu ingane. Nalodriver umama. Ugogo ushilo but umfana wantshothsa ifoni wafika hhai but wayibolekwa. Lobaba unamanga keayenaaa finish. Wayaz but kuyokwenziwan laphaa. Lapho amakholwa ayewahambisa yooo
EISH 😢😮😢
Ngaze ngabuhlungu ngobhuti kamngani wami 😢😢😢😢Nkosiyam Siyabonga babumsweli
Kubuhlungu mngani ay kancane 😢. Wayoneni kangaka beze bemcabangele okubi kanje
Basazoziqeda ingane zabantu labantu bokuthwala lafa elihle kakhulu God save South Africa kuyabheda kubi konakele kungcolile
I feel like inintsi into ayifihlayo lobhuti ayenzi sense tuu!!! lento ayithethayo, I cannot wait umamela part 3 cz kuningi bawo😢😢😢😢
Maybe he is not involved but he knew ukuthi u Tholah kuyokwenziwani ngaye.
Ziyakhala nezingcingo, kufuneka amaphara azoba umnikelo
Wow an Off camera confession ❤ kuphelele lenja iyazi bophani
Lobaba wazi kahle, Babu msweli,usazolikhipha iqiniso
Lendaba ayenz isense bona they wasted upetrol for ukuya eswazin for u5000 lo5000 buzotholwa umfana, nd then udriver yena atholen yona lenyanga itholan no Jehova bakhanyisele emndenin kaThula😭😭😭😭😭 siyabonga Nongalo
Nje bhuti ayihlangani
R5000 wawuthenjiswe uThola for umsebenzi azowenza. Ukuthi imali eyafakwa emanzini malini akushiwongo.
something is fishy
Salute, Msweli anginawo amaningi
Izitory zika Luthuli azihlangani. Umfana ubeyothatha imali after enikelile lo mnumzane okweleta inyanga; aphinde athi ubezoba yinkosazana yamanzi kuphele kanjalo. Pho inyanga yabashiyelani ngemuva nemali okuyiyona phela edale kwakhiwe lonke leli tulo. Cha iqiniso alikaphumi lonke la
Nami sengiyadideka if sekuthiwa wayeseyoba inkosazane engani bethena itulo elokucosha lemali if isinikelile😢😢😢😢
Uma kuwukuthi uLuthuli usho iqiniso, kshuth umfana wayezoba inkosazane, aphinde akhiphe imali emanzini. And kshuth naye uLuthuli wayezokhokhelwa as uDriver, nokufihla ukuthi inyanga iyi fake ithwalisa abantu mbumbulu.Kshuthi into abangaqali ukuyenza. ULuthuli ngathi uyayisaba lenyanga, uyezwa uyankwankwaza Uma ubaba uMsweli embuza ngayo. Eyi kunzima
Ay impicabadala lena kunzima emhlabeni..siyacela Nongalo usale usuwenzela lomndeni nje
The more Madlanduna echaza the more engena shiiiii
Uyadavuza nje lomuntu futhi nestory asichaze kubazali bomfana asifani nalesi aisuka umbulali njenaye lona😢😢😢
pho wayeqambelan amanga ethi wamshiya espar, ayiboshwe lenja
Unamanga lodoti wendoda, uyena obeyothwala or eyonikela ngalomfana njengoba esezenza umuntu ongazi ukuthi bekuyokwenziwani laphaya. Ayikho yonke lenganekwane ayixoxayo. Kusobala ukuthi lenyanga yokunuka isebenzisana nalezikhohlakali zamaphoyisa akwaMaphumulo kulamanyala abawenzayo. Ngifisa ubaphenye amabheshwana izinqa zihlale obala Msweli, ungabayeki.
Can’t wait for part 3
Chah lodriver uzwakala ekhuluma into engahlangani and uyalazi iqiniso.
Baba Msweli I'm sorry kubuya ngiyayiphinda ngathi ungasishuthela iDamu
Yaze yabuhlungu into eyenziwa yilezinyanga mbumbulu siyabonga ngane kababuMsweli yiqiniso ebelingeke livele uma bowungangenelelanga kulesisimo uThixo akukhulise nongalo 🙏🙌💔💔
Umshayeli uxuba izindaba. Uqale wathi Wafika esizibeni wakhomba ama Drawingz jiki jiki yena wasala kuuuDe, Uthi inyanga yayisele e S.A nangu esethi inyanga yafika. Usadlala nje lo akakakhulumi
yoooh Mina sengivele ngaba inlove nobaba umsweli babucele nangu omunye umseshi uyiqhawe msweli angizi ngingathini
Yaze yanzima indaba kaThola, Jehova thela umusa usilekelele kube nesixazululo yaz akulaleki ngilinde isiphetho esihle kulendaba. JEHOVA KHUMBULA LOMNDENI WAKWA SITHOLE INKULU KAKHULU LENDABA. YAZI AKUKHOLAKALI UKUTHI KUKHONA ABANTU ESIPHILA NABO ABAKWAZI UKWENZA INTO ENJE
May God keep you babumsweli
Awwww😮 bavele banyamalala phooo
Ayi babu msweli syabonga umuyanazo zinjalo qhubeke njalo 👏
Seliyabonakala ikhanda nomsila. Siyabonga.
This thing is written khehlelezi all over, he once collected money from the river
Ngike ngayisho eye ndumandumane kunkoskazi kade ngibuka lokudaba
Do u think its the same river nale khehlelezi went to collect money?
ngathi unalo naye ibandla esazwini , but ke okokuthi uyena angikwazi nami 🤷♀️🤷♀️
Lm,l😊 ppl l Dr r0
Mmmmm babumsweli uyishaye esikhonkosini vele labantu abalunge njengalobhuti balungile kodwa bathanda imali Msweli uyisangoma yezwa 💪💪💪💪
😢😢😢😢😢kwaze kwanzima emhlabeni 😢😢😢babuMsweli siyawubonga umsebenzi wakho Nongalo
Kodwa leziNyanga zamanga bakty ...😢😢
Uyena impela lo Luthuli owathwala ngo Thola...futhi uthola wayitshotsha i phone ka Luthuli wa4nela ugogo ngoba esebona ukuthi kukhona okuzomehlela nikhohla kele kodwa ngokuthwala ngabantu 😢
Kwase kulwa idlozi nama drugs nawo ngiyawaqalekisa😭
Mmmmmmm
Yey nikhohlakele Sizwe Sakithi lengane yabantu nithwale ngayo
Nongalo ngiyabingelela, uyazi lendaba iyindida and ayifuni ukuhlangana kahle. Yinindaba bangazange bayoliba udaba lomfana kamfundisi lapho bafika balala khona. ULuthuli akakhulumi iqiniso. Manje kudingeka inyanga, lobaba owagqokisa uThula lezo mpahla kanye nomfundisi lapho balala khona lke basitshele ukuthi kwenzekani ngalolo suku.
Ubuya kanjani, especially esazi ukuthi ingane inabantu abayilindile ekhaya, ngoba yafouna ingane yabikela ugogo. The fact that uLuthuli deleted his number from iPhone kaGogo.
Unamanga loLothuli wakhona, lento aykhulumayo ayhlangani nhlobo
Nam angiboni ukuthi waminza bamthethe bayomsecrifiser
Ngiyazi kumanzamyama ku nenyoka yamanzi khona awungeni is noma kanjani
ULuthuli uyasebenzisana nalabantu , uwasuseleni ama number akhe efonini kagogo?...uThola unedlozi eliphilayo
**❤❤❤Nongalo🔥🔥🔥👏👏👏 unkulunkulu akuvikele baba muhle umsebenzi wakho
Akaveze passport yakhe namakholwa ayehambe nawo ngoba uthi ujwayele ukuya eSwazini
@@bongythwala9840 bathwala ngaye impela I'm with you on that
Kodwa uXolani Khumalo we Sizokuthola uyadingeka la, azokhipha iqiniso kulabantu. Angeke phela, siyalidinga iqiniso
Nongalo nami nginaye umfowethu oyiphara owukuthi akusikho ukuthi amaphara ayahlanya abantu abahlakaniphe kabi wayengeke angene esizibeni esibona nokubhukuda engakwazi lo ukhuluma into engekho uyangicika ngampela abasho nje bona ukuthi ingane bayenzani yena lo westhathu kwakuyini umsebenzi wakhe ngo asiwuzwa
Ndiyalivuma i dlozi lakwa Luthuli listrong.lilo eliseenzayo kule sis scandal,i cant wait for part 3
Viva ngoBABA MSWELI VIVA AYIBUYE I AFRICA
Mayibuye bafo
Siyabonga Msweli. UMadlanduna angenza i-state witness esihle.
Qà
Uyabheda lona,uma ewumuntu o right akagijimanga ngani wayobika iqiniso lonke emaphoyiseni,owani lomjikejo odlalwayo
Yebakithi kodwa yimikhuba enjani le yhooooooooooooooooooooooo😢😢😢😢😢😢😢hayibo bakithi yidrana yini lhe?Hayi Msweli uyinsimbi iqale yangidida lento😅😅😅😅kodwaMsweli kuyahlekwa noma kufiwe.Ayiboshwe lenyanga nalabantu bayo.Watching from 🇬🇧 yhoooooooooozingcolile izinyanga
Isithwalo lesi nongalo 🙏 kmele bethathelwe ezomthetho kwakwaziwa kuthi Lo mnfana ngeke ebuyelapha , unkulunkulu nezinyanya zakini nongalo ngathi zingakusingath kloluhambo lobuncola kutholakale neqiniso kusizakale umndeni
😂😂kuhlekwa noma kufiwe I scash 🎥 movie ngathi siyaphupha
Luthuli uthi lenyanga naye ibike yamsiza phambilini kushuth naye wathwala kuyona lenyanga😢
😢ulithili ukhuluma mbudane kube kuya ngami ngabe uuichaza ejele lento uthwele ngengane izwa nj Manga nalemal enikwa yin kt akanikele usathwetshulwa nalapho
yoo
siyabonga Baba umsweli.... 😢inzima lento.
Gijima Msweli❤
Ngwenya ngimamele no part 1 bathwele ngaye kwaze kwanzimama ngengane yabantu😭😭😭😭😭😭
Yooo Msweli uyakwazi ukulalela amanga mina ngabe sengimbhonyile
Waze wangihlekisa 😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Umbuzo kababa msweli aiii Good work iqili leli
Siyabonga Nongalo lizovela iqiniso
Udlala ngathi lo driver uyalazi iqiniso yena nalenyanga bayalazi iqiniso
unamanga nje lona
N uyalazi iqiniso llo uhlale ehamba nalenyanga yakhe beyothwala ngezingane za bantu ngabebayaboshwa ukube amaphoyisa akhona la eSA manje asinawo kukwamachanca la
Unamanga uLuthuli ayihlangani nje nakancane lento uyazi yonke indaba lo futhi mhampe bahlangene namaphoyisa😢😢
Waaaaaa kosiyami phela babumSweli umfula onganhenwa loyo okuthiwa kukumanzi amnyama kundala lowo mfula undla abantu.
Baba Msweli lease kwanzima sibonge nesibibdi sa Gogo My God be with you baba
Lo Bhuti uyalazi iqhiniso ukhuluma amanga nje 😢😢😢 udlala ngathi
And ulazi kahle ukhuluma mbudane
Kazi babuya kanjani eSwazini bashiye ingane yabantu beze KZN emfuleni bathule. Isibindi esingaka kumuntu ka Nkulunkulu 😢
Abathakathi angithi, bazowuthathaphi unembeza
Eeey yaz nami ngizibuza that same question,,osathane njee laba ulala kanjani ebsuku usazi kunengane eniyishiye ishonile esizibeni😭
Uqale uthi bayifonela inyanga bangayithola befuna uku report ukuth uThula uminzile...gwiqiqi useth ay zange bayifonele...khona okushaya amanzi ngeke😢
Lomuntu unamanga mmmmm
Ingane yaphushwa nje weeeee Jehova ngeke balibone izulu bonke labantu
Kodwa Nkulunkulu 😢senziwani kulomhlaba kwanzima ngengane yabantu🙆♀️
Siyabonga bab uMsweli
Kakhulu 🤞🏾
Hawuu Nkosi yam' uThula, bamenze umhlabelo😪😪😪 bakithi!!!, yini ingane ibulawe ngesihliku esinje, Jehova buya, limpopo province
Yebo uThula kuthwelwe ngaye nje
Uqamba Amanga uluthuli.
Yena walala kumprofethi nengane.
Wayengayitsheli ngani ingane
Ukuthi iyothwetshulwa.
Uluthuli akambonanga eqhokiswa
Kodwa walala naye emzini
Kamfundisi.
Ngwenya ngyabonga ngomsebenzi omuhle owenzayo,nemibuzo yakho ngiyayithanda iveza izinqa obala,lomuntu uyalazi iqiniso nawe usubonile ukhokheliwe,impendulo zakhe uyazicabanga
Yoooooo amanga ezinyanga Jesu
Lezitori zombili nje azikho, ngisho angazi khuluma zize zibe u 5 itori ezahlukane okuthi kwenzakalani, but in all these stories there are contradictions, if iqiniso ningakalikhulumi nje ukuthi u Thola wabaumhlatshelo wesithwalo, vele within lies they'll always be contradictions, until you tell the truth.
And Baba Msweli ungakhohlwa kubuza kth sekubani ke lona osefona ethi ngane ise Bay ezenzi ingane edukisa mkhondo uyena sgebengu soqobo loyo
Yeyi futhi izigebengu😢😢😅
Manje yona lendoda yayiyideletheleni inumber Yayo efonini kagogo
Kunzima nkosyami ukwehlelwa ibhadi angimphikel lobhuti kodwa yena ngath ukhuluma iqiniso ngoba ngempela wayengeke wamnikez ifon yakhe Uma wayazi kuth uyombulala icala livula ingobo lingene ubuhlungu loludaba yabona izinyanga amanga impela 😢
wayidilithelani inumber efonini ka khulu
NAMI ngibona kanjalo
Angeke ngazi ke lokh kuth kwenzeka yin kodwa nje nakhu akaphiki ukuthi wamnikez ifoni ngisasho namanje kubuhlung ukwehlelwa ibhadi lobhuti nakhu nguye untshele umndeni iqiniso inyanga isiqambe amanga asaz kodwa
@@thulisiwemg9218futhi inyanga ke sisi iworse nakhu waze wazenza uThola esefonela ugogo
@@thulisiwemg9218😅ayikho leyo uLuthuli wayazi kahle y asusa inumber yakhe efonini kaMama mangabe ayengazi lutho unamanga lo uhlale ehambisa abantu laphayana nalenyanga yakhe
Jesu kwaze kwanzim 😢
Yaze yajula indaba...sibonge Baba Msweli.
Zidlalile inyanga ngabantu!
Futhi nje zusazodlala ngabantu ngoba namaphoysa asebenzisana nabo ngoba nakhu bengakaboshwa
Akubona Abantu bokuboshwa Loba abokushiswa nje ngoba basazophuma baqhubeke
Part 3, ngokocwaningo lwami enkulumeni konke sekusobala imibuzo yakho Msweli imfaka khaxa lomuntu kulenkulumo ,wayefona,waphonsa, wayeyobona noma azi indawo, wangena emanzini, waybona naye imali engamaphepha emanzini,une Passport yena yokuya e Swazini, futhi ujwayele ukuya eswazini, aakalifuni igama lokuthwala uthi elokulungisa umsamo,ama drawings, umuntu amjwayele angayazi i task yakhe kodwa behamba naye,kuningi nje. but ke yena akaqali ukuthwala wake wakwenza naphambilini i voice yakhe iyasho .qhubeka Msweli.
Okokuqala nje imali eningi ifunani esizibeni
Amanga uwezwa nje umuntu ekhuluma
Into uma ubungekho kuyona ukhuluma noma yini ibuhlungu lento jesu 🎉🎉ekaze lenyanga ibizoyenzani ingane ka sithole
Nansi inyanga ilokhu ifona
😂😂😂😂😂😂
😂😂
Ngempela uLuthuli uyazi yena nonembeza wakhe no NKULUNKULU Bayophendula ngelinye ilanga noma singeke sisathola thina kodwa ngeke bakuthole ukuphumula kulungile kubuhlungu kakhulu sizele sinemindeni 😢
Ilanga liyoze lifike izimpelo ziyovela
Thabile already igazi lengane likhulumile kukumanje basazozilanda laba
Imali yimpande yesono ...lala kahle mfana ka gogo ...sekobona uNkulunkulu
Aybandla South Africa 🙌
Nongalo lobhuti uyalgodla iqiniso uchaza imbudane nje engath ubexoxelwa,kant wayekhona iqiniso uyalazi
This guy is lying. Drowning is almost never noisy. It is an eerily soundless process especially for someone who does not know how to swim not to mention that these were still waters. Please Google it to understand why it is silent. Oh and by the way, could it be that Tholah was finding his way out of the water, found a way to rescue himself then this Luthuli jumped in to drown him as that may have been the initial plan? Just doesn't make any sense. Another thing that I am concerned with are his many phone calls and the typing of messages as this interview is going on. Who is he busy communicating with and about what, does he take us seriously? Lona waphahlukiswa yintukuthelo yokuthi akuthwalekanga ngoba uTholah fought for his life and soul. Manje yikho elokhu ependa inyanga yodwa njengomenzi wobubi. Useshaya lenyanga nge cancel culture. Akukho qili lazikhotha emhlane webhuti mbulali. Uzojeza noma ngayiphi indlela imvelo ezokujezisa ngayo. Uzojeza.
As someone who has drowned before fortunately never died I can promise you unamanga uma mina uyalwa, uyakhala and you uyamemeza
@@sbongisenindwandwe that's the thing bhuti, you did not drown. Uyaphila proving my case in point. That is why ngithe Google the process. Eyamanga ke lolo, ayisale nawe sana. Thank you
@@zn6471 Bafo sengize ngayo Google leli gama ngayithola incazelo yalo , ngiyavuma uqinisile ngixolise futhi nala ngize ngathi unamanga khona bhuti ngiyabonga ngifunde okusha 🤜🤛
Asibonge Baba u Msweli ngo part two
Ei ijulile lendaba😮yooh!
Eyi BabuMsweli, engabe uNKULUNKULU akawubhubhisi ngani lomhlaba kuvele kuphele nje 💔
Kodwa namaphoyisa 😢asithwalisa kanzima
😢kakhulu
Lobhuti uzoboshwa we babu Msweli uyongibuza uyazi akazi uyazibophisa nje
Mmmh kwaze kwakuning
Baba laphaya isiziba esibi kakhulu,futhi laphaya baba kunetshe lapho khona Kuma khona obhabhandisa abantu ngenhla lapho emakhona kunewa elikhulu,uma lomuntu engena eza kulomuntu obhabhazisayo uma lapho emekhona laphopho okunetshe khona,uma engathi uyangena washelela kuletshe khohlwa Babu loyo muntu uhambile ngoba lamanzi laphaya ayashwilana noma ngithi ayaswinga ngeke ubuye uyathandwa awuthandi,lesiziba Babu Msweli kundala sindla abantu kundala.
Yooooooh kunzima
Shuti ilakuthwalwa khona vele lorimer shuti uyena oleta abantu abantshonstshiwe and umkhuba wakhe
Kushuthi la bekuyolahlwa lengane kuthwalwa ngayo😢💔💔😭😭
Yingakhoke bekhande istory ngaso,abasasho ngani ke ekhaya kubo kwa Thola,ezani izirory ezi1000 abazitshele ugogo
Yaz ngthanda kuyilandela lendaba kdwa lobhuti uDaba aluchaza emndenin alufan nalolu eseluchaza manje labant uMsebenzi wabo lo kuthwalwa la uMfana waphendulwa uMhlatshelo la angazi noma ngyalahleka yin
Kdwa ngezingane zethu lamafake ezinyanga 😭💔
Hey sisi
Yhooo abantu bangcolile😮😮😮
Baba uMsweli, inyanga ayikhulume iqiniso. Ngokwami ukucabanga lenyanga yayazi ubungozi bokuthi bazenze inkosazana yamanzi. Ubhuti yena khona okunye akufihlayo akuzwa
Thola shuthi njengoba ezwana nenyanga nje into mhlampe abahlezi beyenza if beqeda ilandwe imali ngiyibuka kanjalo mina ngalolusuku kwavele kwabheda alale ngokuthula ey
AWW NGENDAWO YAKITHI ENGASALI EZINTWENI EZIBHEDAYO😭😭😭😭
EISH KUNZIMA