Ayanda Msweli Foundation | KwaMaphumulo Inzukazikeyi

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 28. 08. 2024

Komentáře • 265

  • @user-ph1gz9zj8u
    @user-ph1gz9zj8u Před 10 měsíci +14

    As For uThula ube yisibonelo ukuth munomndeni zaz ukuth awuzphethe usaphethwe ngoba ukuba akafonanga atshele ugogo ukuth uhamba nobani bekophela nje kanjalokungatholakali nethambo liyaphila nedloz lakwa Sithole ukuth nje ugogo asukume angapheli Amandla kuze kuvele ukuth upheleleph uThula thank you to all abaphosa ebhaledeni God bless you guys❤ kwande bafowethu

  • @lisamthethwa4088
    @lisamthethwa4088 Před 10 měsíci +23

    Siyabonga baba uNongalo umsebenzi owenza mkhulu❤ukubonga kwethu akwanele uzobongwa ezulwini

  • @mfundojeromekhumalo5540
    @mfundojeromekhumalo5540 Před 10 měsíci +11

    UNkulunkulu engath angawsingatha lomndeni awududuze ngokpheleleyo.. Thank you Bab'Msweli - South Africa yonke nje ngokbambisana.. Sibonge naseSwatini ngokulekelela noksiza🙏🙏

  • @bbypatokamahlobo4370
    @bbypatokamahlobo4370 Před 10 měsíci +9

    Into engiyithanda kakhulu ugogo is a prayer warrior , Thixo ukwethembile gogo ngalesisimo futhi uzonidlulisa nonke kusona ,baba Msweli nobambisene nabo angazi ngithini baba bancane amazwi kodwa Amazulu ayakubona baba 🙏

    • @samukelisiwemtshali723
      @samukelisiwemtshali723 Před 10 měsíci

      Mmh and Nkulunkulu umthembile kakhulu ugogo uqinile she keeps on praying syabonga Nongalo musa kaNkulunkulu ukufihle njalo

  • @bokangmagagula8035
    @bokangmagagula8035 Před 10 měsíci +7

    Siyabonga nkosi ngokusipha uNongalo lapha emzansi. Siyabonga nakuwe Luthuli mhlawumbe uba awukhulumanga iqiniso , bekuzoba nzima ukuthola ithambo lomgowethu.

  • @xolisiletwala3817
    @xolisiletwala3817 Před 6 měsíci +1

    Syabonga bab Msweli uNkulunkulu akuphe amandla ....akugadele imfuyo yakho...akufihle njalo ebubini

  • @nonhlanhlamchunu2843
    @nonhlanhlamchunu2843 Před 10 měsíci +6

    Nkosi siyabonga baba Msweli kukhullu osenzela khona siyi South Africa akwenele kubonga kwethu uNkulunkulu akubuse ❤❤❤

  • @zakhebright9256
    @zakhebright9256 Před 10 měsíci +5

    I Nkosi ikwandisele Baba u Msweli.....umunyu ungifikela ngilana 😢😢 Jehova Mkhulu Nongalo 🙏👏🙏

  • @user-kx6oe8ut3e
    @user-kx6oe8ut3e Před 10 měsíci +7

    Syabonga baba msweli ngokusilandisa ngodaba lwakwaSthole since luqalile kuze kufike manje sengath mndeni ngaduduzeka kanjalo nawe Jehova akubiyele ne thimba lakho

  • @slindilelee1323
    @slindilelee1323 Před 7 měsíci +1

    SIYABONGA Babu Msweli😭😭😭😭 May God bless You more Oww Siyambonga U Thixo wethu Ophilayo

  • @thokomasondo9687
    @thokomasondo9687 Před 10 měsíci +3

    I have tears in my eyes ngalomndeni hawu ugogo bakithi uyohlale ekhumbula leyo last phone call Mdali wethu nanso i South Africa nemikhuba yayo, baba sizwele .

  • @thabilemkhize2585
    @thabilemkhize2585 Před 10 měsíci +21

    Today I cannot even comment, it is very emotional 😢 😭 😪 😔 😞 indeed,amandla awekho ukukhala kuphela I can't even pray the pain I'm feeling right now 😢😢😢...

    • @thalithamngomezulu457
      @thalithamngomezulu457 Před 10 měsíci +3

      Sengathi usho mina.dadewethu.
      Okuyimanje ngiyakhsla ngizama ukuthandaza but akuvumi
      Ngilapha eMartzburg but inhliziyo I Kanye nalomndeni
      Ucabanga lomuntu omdala ithwele ubunzima obunje yonke lento yimisebenzi t
      Yezinyanga mbumbulu nothando kwenali.
      Unkulunkulu akasisize.

    • @asekhohanabe3493
      @asekhohanabe3493 Před 10 měsíci

      Yoooh ngathi ngiyabazi. Yoooh it's so emotional.

    • @samukelisiwemsane4066
      @samukelisiwemsane4066 Před 10 měsíci

      So touching 😢 💔

    • @duduzilemzizi1194
      @duduzilemzizi1194 Před 5 měsíci

      Akukhulise uThixo Ayanda.Mkhulu umsebebenzi wakho Bhuti

    • @duduzilemzizi1194
      @duduzilemzizi1194 Před 5 měsíci

      Ma ukude nebhakede unikela njani?

  • @thabisosithole8761
    @thabisosithole8761 Před 10 měsíci +11

    Umsebenzi owenzayo Nongalo uyintshumayelo kimina, ngempela uNkulunkulu ukhona uJehovah uyaphila ❤

  • @senzekilendaba2684
    @senzekilendaba2684 Před 7 měsíci

    Siyabonga Bab Msweli ❤uMdali akugcine njalo akwandisele izinsuku zokuphila ngoba ulusizo emphakathini futh abantu abafana nawe kabandile uJehova akuphe amandla umenjalo

  • @normandzimande3844
    @normandzimande3844 Před 10 měsíci +4

    Nkosi syabonga Baba Nongalo umsebenzi osowenzile sibonga uma sebethole ithambo labo bakwazi ukuthi balifihle abaningi abawazi amathambo onozalo nezingane zabo syabonga lokhuza mkhulu umsebenzi webhakede🙏Jehova umkhulu wena owaziyi ngathi 🙌🙌

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 Před 10 měsíci +2

    Hayi Msweli umhlaba walethelwa izulu ngawe.Anginawo ngisho amagama eningakuthopha ngawo.❤❤❤❤❤❤❤UK.

  • @user-jh9vw4dj8f
    @user-jh9vw4dj8f Před 10 měsíci +2

    smakade.akalale undodana aphumule 😭😭😭😭😭😭sibuhlungu sonke nkosyam nkosyamakhosi yiba nalomndeni bafase baba izinhliziyo ezivuzigazi Amen 🙏

  • @thokomhlongo1288
    @thokomhlongo1288 Před 10 měsíci +6

    Iyo it was painful, I cried when watching this. God be with us in this painful world. God be with us. Amen

  • @user-xn9eh5yw1i
    @user-xn9eh5yw1i Před 9 měsíci +1

    Siyabonga mdala wezinsuku ukuthi umzimba kaThula ufikile ekhaya lakhe. Duduza nkosi umndeni ngenduduzo yakho ephelele. Ubabophe ngebhande likamoya wakho ongcwele.. 🛐🙏

  • @mahlejogee9710
    @mahlejogee9710 Před 9 měsíci

    Kubalulekile ukuzazi ukuthi ungimntwana ekhaya. Ubhuti omncane ubehlala estradini kodwa ubezazi ukuthi uyingane kwamele abike kugogo (ekhaya) uma esesuka lapho abebazi ukuthi ukhona. Simbonge unkulunkulu ngoba kube akafonelanga ugogo ngabe wanyamalala kwathuleka. Syabonga Bab' Msweli

  • @user-ct2ch9cz5d
    @user-ct2ch9cz5d Před 10 měsíci +4

    Baba u Msweli uNkulunkulu asigcinele wena💔💔😢😢🙏❤️❤️

  • @kholekashange6368
    @kholekashange6368 Před 10 měsíci +3

    siyambonga uNkulunkulu ngawe bab Msweli muhle kakhulu umsebenzi owenzayo okmele ngabe wenziwa uhulumeni...mndeni waka Sithiole qinani nime isbindi uNkulunkulu unani zikhathi zonke asoze anishiye...lithi izwi leNkosi wazazi izinsuku zethu singazphili wazinquma...lalani ngoJesu ningalalali ngenxeba ngoba lizothunukala❤❤❤

  • @mazet5732
    @mazet5732 Před 10 měsíci +2

    Eyi Jehova yaze yabuhlungu inhliziyo yami ngazibuka mina uqobo kwinzalo yami uma izimo zinje Babu Msweli uJehova akumbathise amandla njalo la uhamba khona bese eyakuzungeza ngelangabi lomlilo kungasondeli ngisho isitha duze kwakho. Siyabonga kubo bonke abafakile usizo uJehova anandisele la nithathe khona niqhubeke nobuntu 🙏🏼🙏🏼🙏🏼🙏🏼🙏🏼

  • @kholekatyatyeka4527
    @kholekatyatyeka4527 Před 10 měsíci +4

    God is our provider!Msweli you are in this world for a reason,thank you,thank you and thank you!

  • @PearlNzama-xy6gi
    @PearlNzama-xy6gi Před dnem

    Msweli syabonga izwelonke lasemzansi syabonga baba kufika inyebhezi ujehova ukuphe amandla banquet basemzansi ngiyanibonga izandlazidlula ikhanda umsebenzi wenu ungangehlabathi zolwandle ngiyanibonga kakhulu msweli ay baba

  • @nkanyisontuli714
    @nkanyisontuli714 Před 10 měsíci +3

    Siyabonga kakhulu Nongalo. Sibonga uNkulunkulu owakupha lombono kanye nabantu bonke besgodi abafaka isandla ebhakedini. Ibhakede lenza izinto ezihlula uhulumeni. UNkulunkulu akubusise njalo. Aphinde abe nalo mndeni wakwaSithole.

  • @user-pv5so4fm8r
    @user-pv5so4fm8r Před 4 dny

    UShembe uNyazi lweZulu akakukhulise baba msweli ithemba le South Africa selukuwe🙏

  • @lindiweshibe4507
    @lindiweshibe4507 Před 10 měsíci +2

    Baba Msweli Siyabonga my god bless you and your team nakwabaphoae isandla Lala ngoxolo Thola

  • @nomkhosithobeka6773
    @nomkhosithobeka6773 Před 10 měsíci +2

    Syabonga babu Msweli nethimba lonke obambisene nalo uNkulunkulu anibusise🤝

  • @sinekhanyile3092
    @sinekhanyile3092 Před 10 měsíci +1

    Nkulunkulu aze abenawe Baba Msweli 😢 ngabe akatholakalanga nhlobo mfana.. this is sooo emotional

  • @sibongisenihadebe787
    @sibongisenihadebe787 Před 10 měsíci +1

    I which u can open a part I will be the first one to vote for you baba msweli keep it up the good work

  • @aphelelemasondo4374
    @aphelelemasondo4374 Před 10 měsíci +3

    Sebuhlungu kakhulu le story salomjita😢💔umdeni uphole but it is God's will siyabonga BABA Msweli💔

  • @zakithizondi1589
    @zakithizondi1589 Před 10 měsíci +4

    Siyabonga baba Msweli ayikho into eyisibusiso njengokwazi kuthi muntu wakho umfihlele kuphi siyabonga🙏

  • @asekhohanabe3493
    @asekhohanabe3493 Před 10 měsíci +2

    Mhmmm this is so painful and emotional. Our Mighty God is great. 🙌🙌🙌🙌🙌Siyabonga bab uMsweli. May God keep and protect you. . 🙌🙌🙌🙏

  • @user-xi6ny6mt3u
    @user-xi6ny6mt3u Před 10 měsíci +1

    Syabonga Baba UNKULUNKULU akukhulise umhlaba wethu udinga loluhlobo lwabantu abakwaziyo ukuba yimpendulo nabelaphi bemiphefumulo ezinqinambini esihlangabezana nazo kulezinsuku asibambisaneni sonqoba😭😭😭🙏♥️

  • @NduduzoKhanyile-em5lv
    @NduduzoKhanyile-em5lv Před 7 měsíci

    Kubuhlungu ukubona isizwe siphela kanje ngenxa yabantu abazicabangelwa bodwa. Kodwa ke aksenani inkosi iyazi. May The Lord Give Us Strength and Courage To Go On.

  • @NokwandaMasango491
    @NokwandaMasango491 Před 7 měsíci

    Kodwa Baba umsweli😭ukube awungenelelanga ngabe umndeni wakwa Sthole usafunana nomntwana wabo Siyabonga Nongalo okwenze kumndeni wakwa Sithole uJehova ame nawe njalo🙏

  • @user-uh8wv2kj3w
    @user-uh8wv2kj3w Před 10 měsíci +1

    Baba Mswele into oyenzayo iyisibusiso esikhulu ebatwini may God bless you baba

  • @gugumpanza3665
    @gugumpanza3665 Před 10 měsíci +2

    Ew waze wasebenza uMsweli thixoh 🤝🤝

  • @ntomekhayazani4344
    @ntomekhayazani4344 Před 10 měsíci +2

    Thixo akusikelele akuphe amandla akuphe ukomelela ngemisebenzi emihle oyenzayo, qhubeka tata Msweli..🙏

  • @chiefmkhonto4404
    @chiefmkhonto4404 Před 10 měsíci +1

    I wish ubaba wami ubesaphilila 🙌🙌🙌🙌he was YOU...akwande baba Msweli🙌

  • @sindymbau5255
    @sindymbau5255 Před 10 měsíci

    Gor bless the hand of your work mr msweli usebenzile

  • @ntombim8033
    @ntombim8033 Před 10 měsíci

    Low nkosiyami kwazekwababuhlungu Kodwa siyabonga ngoba ithambo bekuyilona elibalulekile uNkulunkulu unamndla onamandla siyabonga umsebenzi wakho baba uMsweli Nabokov bonkers obubambisene Nabokov nebhakede umsebenzi walo mukhulu iNkosi ibusise konke okwenziwe yibhakede❤❤❤❤❤❤❤

  • @boniemaps5624
    @boniemaps5624 Před 10 měsíci +1

    Baba Thuma mina....Ayanda Msweli🙏🙏🙏🙏

  • @zamankosi7966
    @zamankosi7966 Před 10 měsíci +1

    Siyabonga Msweli umsebenzi kaNkulunkulu owenzayo. Engathi banganda abenza njengawe. Kwande 🙏

  • @user-mr2wl8xe1l
    @user-mr2wl8xe1l Před 4 měsíci

    Syabonga babu Msweli🙏🙏🙏
    Kwanga umoya kaThula ungalala ngokuthula 💔💔😥😥

  • @phindsshoba8656
    @phindsshoba8656 Před 7 měsíci

    Yalufela ingane yabantu ubala.... Siyabonga amandla akho bab'Msweli. Noma kubuhlungu😢😢😢😢

  • @samukelisiwemsane4066
    @samukelisiwemsane4066 Před 10 měsíci +1

    Finally, thanks to the Almighty God 🙏
    Once more thanks to you Baba Msweli for your concern and support, and to everyone who supported such touching ,painful project, family may Almighty God be with you all during this hard time and forgive those who tresspass against you 🙏

  • @nonhlezondo5117
    @nonhlezondo5117 Před 10 měsíci

    Kwaze kwabuhlungu kodwa sibonga ukuthi ithambo lothandiwe wabo latholakala and lifihlwe ngesizotha😢 Syabonga South African ne Africa yonkana .. Syabonga baba Msweli God bless you 🙏 😊

  • @talentngema5106
    @talentngema5106 Před 10 měsíci +1

    Mmmm Waze waMkhulu umsebenzi owenzile Ngwenya emndenini ukuwelekela ukuthi ungcwabe ithambo lawo cishe cishe walizwa ngendaba yaz GOD BLESS YOU My we my a

  • @sanelesithole8673
    @sanelesithole8673 Před 10 měsíci +2

    Unwele olude Nongolo 🙌🙏

  • @SizakeleLihle-kp3fd
    @SizakeleLihle-kp3fd Před 10 měsíci

    Jehovah bopha umndeni kakhulukazi ugogo akukho lula konke akekho umzali ofanelwe yilokhu ngizwa bebonga unkulunkulu kusho ukuthi bayemethemba noma kunjena

  • @user-gb3li8xs6w
    @user-gb3li8xs6w Před 10 měsíci

    Syabonga baba msweli nklnkl akwandisele kuncane kubonga kwethu kulokhu okwenzele mndeni

  • @PearlNzama-xy6gi
    @PearlNzama-xy6gi Před dnem

    Aw Msweli kodwa ujehova ukugcine ukhule akekho onjengawe kulomsebenzi owawunikwa uye uNkulunkulu ogcwele ophakeme ujehova akuphe abandla awkodwa nkosi kwanzima kubuhlungu

  • @pschosen8293
    @pschosen8293 Před 10 měsíci

    Baba baqinise baphe amandla yiba nabo egameni lika Jesu ,engabe koze kubenini kuchitheka igazi ngenhla yemali,kuyayiwa kodwa ezulwini

  • @contancehlatshwayo4146
    @contancehlatshwayo4146 Před 10 měsíci

    Thank you babuMsweli for the update nomasikude kodwasinawongokomoya umndeni siswelaamazwi okubonga imisebenziyakho babuMsweli only God will thank you enough

  • @velilenatashia8959
    @velilenatashia8959 Před 10 měsíci +2

    Aw bekwethu yabuhlungu lento nkosi siyabonga baba Msweli 😥😥😥😥😥😥😥😭😭😭😭

  • @Le_S6788
    @Le_S6788 Před 10 měsíci

    Siyabonga kakhulu Bab'Msweli ngomsebenzi omuhke eniwenzayo nethimba lakho, uNKulunkulu sengathi engahambela kini anigcine at all times.
    I am concerned about abenzibokubi, ipheleleaphi eyabo indba?? kungenjalo kshuthi asikakaphephi ngoba bayingozi laba bantu kubofowethu no dadewethu abasaphila impilo yobu phara.

  • @ntombenhlemaseko8614
    @ntombenhlemaseko8614 Před 17 dny

    May god bless wonk umunt obe nobuntu walula isandla emdenini wakomondise

  • @user-oy8qb5yu3t
    @user-oy8qb5yu3t Před 10 měsíci

    Siyabonga baba Msweli ngegalelo lakho siwumphakathi wakwamaphumulo🙏🙌

  • @user-er7td9fv8i
    @user-er7td9fv8i Před 8 měsíci

    Nami Baba Msweli into oyenzela isizwe ngelinye ilanga ngoba sefuze nami ngifake okwebhakede ngibonge Mdobo lona eVryheid kwantabankulu kwankumba

  • @mduduzimakhoba5557
    @mduduzimakhoba5557 Před 10 měsíci +3

    😢😢😢Syabonga babu Msweli ukuzama kupholisa amanxeba 🙏🙏

  • @SbahleDwalakazi-wf9dx
    @SbahleDwalakazi-wf9dx Před 10 měsíci +1

    Angikaze ngiyizwe into ebuhlungu kanje 💔uThixo Abe Nani mndeni wakwaSthole,siphakamisa ukubonga Kubab'Msweli

  • @lindiwedlamini551
    @lindiwedlamini551 Před 10 měsíci

    UJehova sengathi angawuqinisa umndeni wakwaSithole awuthwale uze undlule kulesimo esinzima kangaka. Ume njalo Nongalo uJehova akusebenzise njalo

  • @gabisilezulu3010
    @gabisilezulu3010 Před 10 měsíci

    Kwaze kwabuhlungu ngaze ngakhala Jesu iba nalomndeni yoh, siyabonga Baba Msweli

  • @user-sg9ot7oi7c
    @user-sg9ot7oi7c Před 10 měsíci

    Ujehova akulonde njalo bhuti wam 🥰🥰

  • @PhumeleleZulu-uv1ym
    @PhumeleleZulu-uv1ym Před 10 měsíci

    Bab Nongalo okwethu ukubonga kuncane kodwa Jehova yabona konke isibusiso sakho baba siyokwehlela nakuyzukulwane zakho. Gogo Sthole uqine ntombendala Jehov zokubopha manxeba mphefumulo kamzukulu wakho uphumule ngokuthula
    Abenzi bokub baba Msweli sengath bangalandwa ksas babekhona bezobuk imisebenz yabo yokungcola babukwe mphakath wonke.
    Syabonga baba Msweli Jehova akasigcinele wena e Africa

  • @SbuMthembu-pz3jr
    @SbuMthembu-pz3jr Před 10 měsíci

    Mmmm baba syabonga😢😢umsebenzi owenzayo mmm syambonga unkulunkulu

  • @zandilesokhela1578
    @zandilesokhela1578 Před 10 měsíci

    Siyabonga BabMsweli, waze wakholwa uGogo angikaze ngilubone ukholo olungaka!

  • @petronellamabuza211
    @petronellamabuza211 Před 10 měsíci +1

    May God bless you babe Msweli.

  • @PrincessZulu-ip1gw
    @PrincessZulu-ip1gw Před 9 měsíci

    Syabonga kubabaMsweli kukona konke akwenzela umphakathi,unkulunkulu usibusisile ngawe😊❤

  • @zandilezah3404
    @zandilezah3404 Před 10 měsíci +1

    Kodwa my Ngwenya umsebenzi wakho uyamangalisa uJehova akungcine ngikhuluma ukuphila phezu kwempilo yakho Ngwenya🙏🙏🙌🙌😭😭🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌

    • @DimakatsoMekhoe
      @DimakatsoMekhoe Před 10 měsíci

      Siyabonga baba msweli mkhu lu omsebenzi owenzayo,nkosi akucine,I am toched

  • @busisiwengcobo-pw4vd
    @busisiwengcobo-pw4vd Před 10 měsíci +1

    Siyabonga Baba uMseli God bless you ❤

  • @nokubongamdlolo3296
    @nokubongamdlolo3296 Před 10 měsíci

    UNkulunkulu akukhulise njalo baba noma kubhlungu syabonga umsebenzi wakho ukuthi bethole ithambo lomtanabo nje noma kubhlungu😭

  • @user-uk3vw1nr1q
    @user-uk3vw1nr1q Před 10 měsíci

    Kbhlungu kunjalo Bab Msweli ngith kyobongwa eMazulwin okwethu ungath akwanele uJahova akgcine Baba

  • @ayandaayo1116
    @ayandaayo1116 Před 10 měsíci +1

    Wonke umuntu ubalulekile kwaba kubo noma ungamubona eyiphara kodwa kwabakwabo ubalulekile siyabonga Nongalo mkhulu umsebenzi owenzile

  • @nombusodlame6981
    @nombusodlame6981 Před 10 měsíci

    I'm speechless nkosyam usebenza emfihlakalweni

  • @user-zm7rt2ex1v
    @user-zm7rt2ex1v Před 10 měsíci

    Syabonga we mtaka Msweli uNkulunkulu akubusise

  • @nonsikelelomagubane9552
    @nonsikelelomagubane9552 Před 10 měsíci +1

    Baba Msweli siyabonga basigade lesosidumbu

  • @user-ph1gz9zj8u
    @user-ph1gz9zj8u Před 10 měsíci

    Babu Msweli uNkulunkulu wakunika ngokukwethemba lomsebenzi futh wawemukela ngenhloziyo yonke Kuyabongeka kakhulu baba okwenzayo uyphethe Kahle into oyphathisiwe Amen Nongalo as for uThula

  • @glengumede8796
    @glengumede8796 Před 10 měsíci +1

    Ey Msweli angaz unkulunkulu yini angakwezela ubonwe umhlaba wonke, ukuthi umuntu osiza abanye abantu uyawthola umvuzo.

  • @user-vj2wp4sv2b
    @user-vj2wp4sv2b Před 10 měsíci

    Siyàbobonga Msweli phakàma bhakede ngosizo luka MOYO NGCWELE Amen

  • @NelyKhumalo
    @NelyKhumalo Před 3 měsíci

    Nongalo ubiziwe kulomsebenzi ubusisiwe finally uyehla umthwalo ngyethemba nobuthongo bofika kulomndeni bafanele kukhala inde lendlela eniyilwile ngethambo lenu
    Koda ke engathi kofanele abhekwe luthuli ngokwazi kuvula umlomo akhulume ngombiza wengane ukuthi bawshiyaphi 😢😢😢ibuhlungu lendaba naye mfana mphefumulo yakhe izilelwe kakhl bungahleli ngokuthula

  • @user-mz7xc7qh1n
    @user-mz7xc7qh1n Před 10 měsíci

    Mfwethu unkulunkulu akugcine njalo nje akwandisele Okuhle nezinsuku zakho zokphila ngemsebenzi yakho emihle ❤❤

  • @user-ql2re6kn1k
    @user-ql2re6kn1k Před 10 měsíci

    Syabonga Jehovah God bless you baba Msweli ibuhlungu lento awududuzeke bakithi nomndeni

  • @easykubeka2651
    @easykubeka2651 Před 10 měsíci

    Siyabonga babu msweli nebhakede ne ningizimu yonke u Jehova mkhulu

  • @catherinemazibuko1652
    @catherinemazibuko1652 Před 9 měsíci

    Siyabonga Nongalo izulu likwethembile

  • @angelsikota5777
    @angelsikota5777 Před 10 měsíci

    Mina ngibonga ukuthi kukhona uJEHOVA abantu nezisebenzi nabakhethiwe umunwe wakhe abezifihlele bona ngiyamkhulekela lobaba UMSWELI ungowenhliziyo kasomandla wayemthukusile ubusawoti bakho sibubonile ilambu ulikhanyisele bonke baba inkosi ikufihle njalo OJOBE MABEMBATHE IGAZI LIKAJESU NGIBONILE BAYAMAZI UJEHOVA AMEN SIYABONGA

  • @njabulondlovu-db9gq
    @njabulondlovu-db9gq Před 10 měsíci

    Hawu syabonga msweli jesu syabonga

  • @ThuleleniCebekhulu
    @ThuleleniCebekhulu Před 10 měsíci

    Siyabonga Nongalo ngomsebenzi owenzayo wokusiza abantu ngebhakede unkulunkulu akubusise ekwandisele izinsuku zokuphila akufihle ngaphansi kwekhwapha lakhe noma kungavuka izivunguvungu akusithe baba siyabonga

  • @samkekhubazi465
    @samkekhubazi465 Před 10 měsíci

    Mmm kwaze kwamuncu bakith n aqine Gogo n Siyabonga Baba Msweli ngakho konke okwenzele umndeni wakwaSthole 🙏

  • @JoycentBaloyi
    @JoycentBaloyi Před 10 dny +1

    m emotional manje😢 siyabonga kubo bonke aba fake isandla

  • @zamasthole9083
    @zamasthole9083 Před 10 měsíci

    Mmmh god bless you baba umsweli 🙏🙏

  • @estherntuli4003
    @estherntuli4003 Před 10 měsíci

    Ey Nkosi yami ngafikelwa umunyu ngalomzuzu
    Ngiyakukhulekela baba u Msweli ubaba u Nkulunkulu aqhubeke akusebenzise
    Watching in England
    Umndeni u DUDUZEKE

  • @niegambushe5336
    @niegambushe5336 Před 10 měsíci

    Mmm Nkosi yami kwaze kwabuhlungu. 😭😭

  • @zamilezama2948
    @zamilezama2948 Před 10 měsíci

    😢😢😢😢syabonga baba kwaze kwabuhlungu

  • @lethokuhlesinothandobuthel4304

    Isono ngoGogo😭😭 and you can tell that she is a prayer warrior

  • @gugumpanza3665
    @gugumpanza3665 Před 10 měsíci +3

    Engabe uphi lo Luthuli nalenyanga 🤔🤔

  • @SandraThobela
    @SandraThobela Před 7 měsíci

    This sad siyabonga msweli foundation. Izandla zindlula ikhanda😢😢😢😢

  • @jabulanisimisontshangase7872
    @jabulanisimisontshangase7872 Před 10 měsíci

    😭😭😭ngaze ngakhala kwanami ngoba lobuhlungu ababuzwayo bukhulu kakhulu 😥engathi unkulunkul engaba nawo umndeni waka sithole baba umsweli sibonge umsebenzi wakho