Izinsuku zokugcina lezi as to scriptures,kubonakala ngezinto ezenzekalayo emhlabeni.Indeed,one rotten potato spoils all the potatoes in the bag.Gadani lomfana oyi rapist kuleyondawo,uyingozi enkulu!!!Siyakubonga kakhulu babuMsweli ngoku sacrifice ngempilo yakho ukuze uhlenge imindeni e South africa.UNkunkulu uthembekile ezintweni zonke uzokulondoloza usalwa izimpi to save families.U 're people's choice.May God bless u abundantly.
Ngimuzwela ubuhlungu lo muntu wesmame ozele lengane. ngoba ayikho into enzima njengokuba umuntu wesfazane. The painful part ukuthi uBaba wengane ngathi uziqhathulile judging from indlela aphendule ngayo uMsweli mayembuza ukt "utheni ubaba wayo mayemtshela..???" Angazi ngingamsiza ngani lo muntu wenkosi ngoba izingane as abazali asizithumi, but mayenza ukuganga kwayo kubukwa wena mama engathi you're involved.....I am so heartbroken (on behalf of lo sisi) ngoba isenzo esenziwe ingane yakhe simbi mbi... she is caught between the hard place and the rock😢💔💔
Ngaze ngamthanda ubhuti ngibe nobhuti onjena nje ozongilwela
Siyabonga mfethu usukubela usisi wakho ....bakhona abantu besilisa aba lungile
Mmh😔kwanzima ngyayaz lendawo nalomuz ngyawaz ngiwalk 2hrs ngyakhona ngnethemba nizosza Africa god bless babu msweli
Siyabonge bhuti uyisibonelo esihle ngithanda iqiniso lakho noma ungasalwa wedwa ujehova uzokupha amandla
Kodwa we Jesu yini ubulwame . Mangithi ngiyabheka kukhulu okudingekayo. Ingumdlwembe nje lengane uxabanisa umndeni.
Ingane ayiboshwe nje kuphela ngoba usazokuphinda kwezinye,siyabonga babaMsweli.
Yeyi indaba yemindeni inkinga ngibonga ubaba oyisukumelile lento ngoba shuthi ibiyakude lento😭💔 My Ngwenya umsebenzi wakho muhle kakhulu 🙏🙏
Ngaze ngadinga ukukhuluma nobaba uMsweli mhlombe nam kungangilungela......ngicela ningphe noma inumber yakhe okungenani kubi.....ngbonge ngane zakwethu🙏
Izinsuku zokugcina lezi as to scriptures,kubonakala ngezinto ezenzekalayo emhlabeni.Indeed,one rotten potato spoils all the potatoes in the bag.Gadani lomfana oyi rapist kuleyondawo,uyingozi enkulu!!!Siyakubonga kakhulu babuMsweli ngoku sacrifice ngempilo yakho ukuze uhlenge imindeni e South africa.UNkunkulu uthembekile ezintweni zonke uzokulondoloza usalwa izimpi to save families.U 're people's choice.May God bless u abundantly.
Ewu ithanda uKuba inKinga indaba yaKwaNongoma iyaw'phazamisa umoya wam ngendlela embi en uNongoma indaw esihlonipha KaKhulu KwaZulu 😢😢😢
Mmmmh kunzima Indaba yomndeni uyagcinezeleka 😢😢😢syabonga nongalo 🙏🙏
Ndibulela wena Msweli mkhulu umsebenzi wakho ❤❤❤
Kwelikhaya Lwakadlamini kwehla lento lomzi awuvani
InDuna yona kutheni ikhetha impukani emasini
Ngezinye indlela induna yokhela umlilo kulomzi wakwadlamini
Qina Dlamini uyindoda lomzi ngowakho kubuhlungu kodwa yiba yintsika ume ungajiki
Ngiyamthanda ubhuti ufana nowami akadlali awenziwa udoti kithi
Ngaze ngamzwela nomawengane ngoba ngyaz akaythumanga kodwa lezinyembez akazkhalayo uyabuzwa ubhlungu,syabonga nakubhut uwmelile umnden wakhe
Lengane edlwengulayo izokuphinda lokho mhlampe ikhiphe isdumbu isivala ubufakazi, ayisuswe ekhaya.
Nosisi waze wazala bo waqeda engashadile,ezalela ekhaya, uyaganga
Siyabonga sibalikhulu ukuba nobhuti onje ngawe
Ngamthanda ubhuti ngokuba neqiniso amele usisi wakhe okhubazekile ngoba umndeni ukhohlakele
Kwazekwabuhlungu sophephela phi thina Bantu besfazana kubuhlungu Kuba ngumzali😭😭
Akavale ijoyinti usisi 😢
Akavale ukudayisa ugologo mfana akaye koyise
Mm babu Msweli ijoyinti egcekeni libi abalivale ngampela
Kanti umsebenzi wamapolisa yini bengenzi into efanele 💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔😭😭😭😭😭😭😭👐👐
Uthini wena mama ngomntanakho odlwengulile
Urong lo cc ..u udayisa kanjani utywala ekhaya ugogo egakuvumelanga ......ukhalelani ngoba uyena olethe poison elhaya
Nongalo ..lento yakwa Nongoma inkulu ..uma kunendlela ayilungiswe lento.ihlazo nje ongalazi livelaphi uma futhi kulokhu kuvela kanjena kuyatshengisa ukuthi lezinto ziyenzeka zifihlwe ezinye ..yabona nje lento ihlukanisa umndeni ixabanise igazi elilodwa ..kunzima nje. Siyabonga Nokho Nongalo ungadikibali
Thank you Mr msweli
Akaboshwe umfana, akukho okonye futhi uma eyekwa uzoqhubeka agcine ebulala, futhi nje ubulwane nje lobu. Ayikho into ekhalisa lomama . Akasukume ame ngenwawo eye emaphoyiseni iboshwe ngoba isiyingozi. I zobaqeda abantwana ithembe ukuthi ayiboshwa iyavunwa. Eyotshwala iworse ngoba kunjenje umawayo uthengisa utshwala
Ndaba zotshwala bafwethu ay zilibulele izwe
Akayejele nje lomfana skhohlakali and lomawakhe ukhalela ukuth akamazisanga ubabwengane wafihla
Sisi phela akangaveli akhale kodwa imibuzo engakayiphenduli as ekhuluma angimuzwa ezwakalisa ukona kwengane uthi nje akaze atshelwe muntu nengane akazi uzoyisaphi.....yabona la kwakuyikhaya lomuntu omaziyo unkulunkulu manje akuzwanwa,kuvulwe isipoti 😭😭kuguquka umkhulu ke manje ethuneni imithetho yabazali ayingashintshwa noma sebengekho ngoba nabo abakhaya akusiwo awabo awobabamkhulu ngoba engekho nje uma kwenzeka kanjena ayambuza amakhehla naye angazi umphendula kanjani.... askies bhuti kodwa limele ikini mfoh ngisho ungafa kodwa okungafuneki ekhaya kukhulume
Usisi sengathi akathandi umfana wakhe akhuzwe ubona sengathi umfana wakhe uyahlushwa kanti phela umfana osedale uqhekeko wahlukumeza umntomdala.. Ukwenza kwalomfana uzophelela ezandleni njengentwala.
Umama wengane umane uyashesha uyakhala njeeh akacacisi okanye akavezi ukuba naye uphathek kanjani ngesenzo esenziwe ingane egcekeni nokut min ngibona engumuntu ongabambisen nomndeni ukuba ikhuzwe ingane ngesza2 sokut wayekhona egceken uthi akaze atshelwe
Impela akamus ukukhala losisi akekho ubhut ongavum ikubo life ekhona, ngampela nje umuzi odayis utshwala kanjan eyintombazane kungesiw umuzi wakhe locc. Akakhe umuzi wakhe adayise khona hhhai emzini wamadod ekhaya. Musa ukuzikhalisa wesisi weeee
Ukhalelani ngempela kudingeka uphendule imibuzo ngoba ingahle iyenzeke kundodakazi uyothini
Waze wachaza kahle mfo ka Dlamini loludaba lu strsight forward and ulinele iqiniso.Kuzocindezelwa kanjani into esobala kangaka.Amanyala angaka please Mr Msweli akayoboshwa lomuntu.uzobi minor kanjani akahanjiswe ejele lezingane umbhedo nje leyonto wokuthi umthetho uvune amarapists.plese nr Msweli lenja fanele ijeze.wona lombhedo walamsphoyisa yini umsebenzi wawo vele banyathela into embi kangaka nayo lenduna yakhona ebhedayo.le rapist isazoziqeda ingane 🇬🇧
Inkinga lendaba yezingane ezisile, umuntu mekwazi ukwedlengula akasiyo nje ingane futhi ngoba ayeka neskole kucacile vele ukuthi umdlwembe nje.
Ay ay ay umawomfana uyamvuna yini nje ayikhalelayo kumele abhekane ngqo nalesimo
Syabonga babu msweli muhle umsebenzi wakho ay kunzima emhlabeni
Ake uvale Tshwal nawe cc lalela ubaba wakho
Awasebenzi nje nhlobo amaphoyisa akwanongoma ngingowakhona nongalo
Lo wotshwala akaphume inxiwa lakhe ayovula khona isikhowa sakhe
Uqinisile sisi, makahambe
Mhh! Kwaze kwabuhlungu nkocyami 😢
UNongoma uyaphuma esandleni kancane kancane uzulelwa amanqe ezikhukhula
Yazi lendawo ngiyibuka ezindabeni ngezintombi zomhlanga. Bengilokhu ngifisa ukuvakasha khona njengendawo yezivakashi. Kodwa mmmmh.
@@gugumazibuko6275 ngagcina kuphephile Mina ngisahlala khona 2008, Khona aBantu bakhona Bayaphila Angeke sithi ngabantu ababili abathathu abangalungile mase sibafaka bonke emtshathweni munye🙏🏿🙏🏿🙏🏿
💔sheim bandla umama womfana uphoxekile amazi amazing enzenjani huu ingane ziyasifaka enkingeni ziphenduke intoesi ngayazi eish 😢
Syambonga kubhuti ngokmela udadewabo ngaloluhlobo, amadoda afana nawe bafo awamaningi. UNkulunkulu akubusise akuvikele nomndeni wakho
Kunzima ukuba umzali😭😭😭
Abuhlungu uma ingane yakho imoshile 😢😢
Unokufisa ukuthi bangathi iyaphupha
Impela uNongoma usuzimisele ngokudicilela isthunzi sakhona😢...baze bakhohlwe ukuthi sonke eKZN siba abantu abakhohlakele...amakhosi nezinduna akhona awasakwazi ukudealer nabantu... bakhona Nongoma noNgoma akenime boooo kancane kancane niyavela nina ngokuzphatha nje aimaaaam ubaba umsweli ulokhu ehla enyuka kini anisalisabi ihlazo niyacasula nje hawu
Kufanele usisi athi:akazi ukuthi uzomyisaphi umfana wakhe ngoba uyesaba ukuthi naphambili angafike adlwengule nakhona,since isiqhelo siyayihlula ingqondo.Usedlebelekile ekudlwenguleni umfana wakhe.p
@masthuli2565 Mxm usukhuluma engazath Nongoma wonke owenza leyonto kahle bo nawe..... Umuntu oCasulayo lana nguwe... Baba uMsweli ukucele ukuth ukhulumele yn?? Leziboshwa ezigcwele emaJele ezakwa Nongoma yn???
Ngaze ngajuzwela mawengane ubhlungu obuzwayo ngfisa ngabe iyabona lengane ukuthi ikhlukumeza kanjani
Ixabanisa mnden ingan😢😢
yoh this is so emotional
Ngenelela Nkosi 😢😢😢
Uyeyisa lo sisi ubona engathi ingane yakhe iyasukelwa
Akaboshwe lomfana,khona Ekuseni Youeth Center eNN, mayeba ba18 aye eWaterval
Ayi ngubhuti wangempela lo ovikela ummdemi wakhe engathi amgalekele athole usizo ,lomfanaakahambe kulndeni uyingozi kulmphakathi
akaboshwe ngampela lomfana uyadelela umthetho awuthathe indawo
Kunzima ukuba umzali usisi uyaludinga usizo yebo ingane yakhe yonile kodwa naye uhlukumezekile ngoba akekho umzali ozikhethelayo ukuzala umdlwembe
Mmmm kunzima la ngaphandle
Utshwala ,itshangu enganeni ayi lohulumeni
Kunzima yazi ukuzala akekho umzali othanda ingane eyihlongandlebe kodwa😢 ukuzala kuyahlukumezana sometyms n kubuhlungu
16 years old 😢bulaleni lonto period ngeke ngidlale ingane 😢😢
Ngimuzwela ubuhlungu lo muntu wesmame ozele lengane. ngoba ayikho into enzima njengokuba umuntu wesfazane. The painful part ukuthi uBaba wengane ngathi uziqhathulile judging from indlela aphendule ngayo uMsweli mayembuza ukt "utheni ubaba wayo mayemtshela..???" Angazi ngingamsiza ngani lo muntu wenkosi ngoba izingane as abazali asizithumi, but mayenza ukuganga kwayo kubukwa wena mama engathi you're involved.....I am so heartbroken (on behalf of lo sisi) ngoba isenzo esenziwe ingane yakhe simbi mbi... she is caught between the hard place and the rock😢💔💔
Eminye imindeni ikhohlakele uyifihla kanjani Into enjena, kuyayakhombisa ukuthi iphara lomfana into yokubulwa Lena uyihlabe ngevolovolo
Ayiboshwe ingane. Akahambe nosis odayisa utshwala. Mina ngiwumama wengane , bengizocela ubhuti, nengane ngivale endlini bengizoyishaye yehluleke ngisho ukuhamba besengiyibeka phansi kwesihlahla ilale khona. Ibizogcina gci ukudlwengula. Ngoba umthetho
Wamaphoyisa awusebenzi.
Ukhalelani lomama engabe uqondisa ingane yakhe iyeke
Ukudlwengula Mnxi uyanginyanyisa
Lomama okhalayo.
Baba uNongalo wena president ngiyakugcoba mina🙌🙏
Baba Dlamini inkosi izokusiza luqondile nje khulumani iqiniso bantu basemakhaya ngoba ngelinye ilanga uzokwenza azalwa naye haaaaaa nkosi kutheni kutheni💔💔💔💔💔💔💔😭😭😭😭
Lowomfana uma eseqale kanjena angajikela nakubantu abadala ngelinye ilanga, yingozi lena bakwethu
I banga ulaka lento futhi iyanyanyisa. Unesi namaphoyisa abaqondiswe izigwegwe. Umfana akaye ejuvenile ayolinda khona. Kwabuhlungu okwalomndeni, hey akunansizwa yini engajujubeza lomkhubampofu. Akalutheze olunenkume
Bakhona nkosiyam obhuti lapha ngyabaz bayakholwa bazalwa umfundidis cha I buhlung lento ebehlela yazi
Ukhalelani yeka izinseka cc kunomuntu onukubeziwe la
La inkinga iqala ekubeni umndeni ungasekani uma omunye ethwele usizi kunzima. Usisi umaka mfana usindwa izingane uyedwa uyazama wabona ukudayisa utshwala kungamfakela imali ngokushesha while there's teenage at the adolescence stage edinga iziyalo zokukhuliswa njengomfana. Akazani ekumele akwenze akamuntu akhuluma naye konke kugqumelana kuye ngaphakathi.
Nkosyami
Ngisabela lezingane ezincane amantombazane ezigcwele igceke aziphephile nhlobo, yaze yakhohlakala ingane incane kangaka
Kwaze kwabuhlungu bafwethu phephisani into efike ibe nzima umndeni lo kumele uhlukane ngenxa yomdlwembe
😢😢😢
Yhoooohhh losisi Waze wasifundekela. Yini manje wakhala kakhulu. Ubalekela ekukhaleni angayiphendulanga imibuzo. Hay makaye kwakhe, ufunani ekhaya lakhe nezingane eziwu 4.
Inyembezi zika mama aziweli phansi kulo mfana omncane kanjena owenza bunja njee
Cha nobaba akadlale eyakhe indima mele ipack isikhwama ihambe iye kubaba
😭😭😭😭😭😭Eeei kwaze kwanzima mfazozele...... hmmm
Akaboshwe lomfana ayekwi Juvenile umama akanikeze ngengane emapoyiseni usisi akanacala futhi kuyakhomba ukuthi akanayo indawo azophuma ayekuyo. Beseyeka ukudayisa utshwala ayozama amatoho.
Kubi kulelizwe iqiniso abantu besilisa zilwane konke kokhonjwa kubo yebo nami ngingowesilisa kodwa angihambisani nezinto ezinvolisa igama lamadoda
Kodwa Jehova emindenini,💔
Kwenzakalani thixo emhlabeni ingane ebole kanje incane 😭😭😭
Ibole phuhlu zincane kanje yazi ukudlwengula abant abadala 😭
Losisi akahabe kanhliziyo ngise nalezingane zakhe ziyonyukubezana zodwa ekihambeni,nalendaba yentombazane enje edayisa ngotshwala ekhaya elikholwayo shidi stafu,asikho isagila kulomuzi nxaaa
Ubhuti omdala kumele AwThole usizo naye alulekwe ngoba nje loba linye ey mpitshize lengane
🤞🤞🤞
Amapolice nawo anenkinga kungaze kugcine abantu sebezibambela umthetho ngoba wona awenzi ngendlela
ayyyy labola IZWE
Yoo inzima impilo yokunukubezeka emndenini💔💔
Mchitheni ngima nawe mr Dlamini uyisihlava esibi lesosdleke sotshwala asivalwe.kusontwa kanjani la kudayiswa khona utshwala yihlazo lento 🇬🇧 Ncese mfowethu.
awukodwa msweli lomama ulimele ukukhala engabe uyakhuluma bengazi ukuthi uzomekaphi akamuse ejele 😮😮😮
😢ey kwabuhlungu nkosyami
Sasingekho sdingo sokuthi atshelwe cc makuvungama abantu egcekeni ukhona vuka yozwa kuthi kwenzakalani
Leyongane ibidinga induuuku kuqala ngaphambi kokuba kuthathwe elinye igxathu
Bakithi baba Msweli, eve unobuntu kodwa naye dala ekhuzwa ngalo butshwala mxm ukhaliswa yini.? Nkosi 💔💔
Akuvolontiye ilunga elilodwa lomphakathi lixazulule lenkinga ngesbhamu,akuhambe ugesi ebsuku kubemnyama kuse sekulungile
Yekela ukudayisa utshwala cc emagcekeni omthandazo buka manje abaphantsi bakushaya ngengane yenza amanyala ekhaya yekele nje indaba katshwala.ushweleze kubanikazi begceke abangasekho wonile cc.
Baba Msweli how can we help
Aziphephanga izingane kulowo muzi Kanye nezinye zasendaweni. Lowomfana noma angaya ejele uzobuya ahlale khona kulelikhaya kumele abhaxabulwe enduneni kubuka abantu nazo ezinye izingane zibuka.
Umthetho awukho kulelikhaya , kusatshwa umfana one 16yrs . Yini asatshwe kangaka? Musani ukuba amagwala nehluleke ukuvikela izingane Kanye nalona okhubazekile. Akadingiswe kulendawo lowomfana aboshwe uma efika lapha ekhaya.
Ubhuti ubambe yedwa kanti akahlali khona
Okhalayo kathule imibuzo idinga impendulo
Ngazengamthanda ubhuti
Bhuti wam isbelotho owavundla kuso uJehova wasibusisa. Uyindoda bhuti. Iqiniso lakho nokuthanda izingane zakwenu. Akubusise uJehova... Athi ohlabelela kahle nomethule kodwa impendulo ikhona. Qina bhuti 😅😢😢
Uyavuna losis yeyi
Hhay eskhuthwaneni bakith mmh😢
Kwaze kwabuhlungu bakithi okwenzeke emndenini wakwa Dlamini,ngathi ubulungiswa bungenzeka.
I'm sorry to say this lesi isqalekiso kulosisi ozala ingane since edayisa utshwala egcekeni bube bungavumelekile
Ngaze ngamuzwela usisi
180 emgaqeni Bhuti uzokubulala.Mina bona kuncono uthathe indlu yakwenu yonke.Umama ungamshiyi.Nithole enye indawo nokwakha khona otherwise no solution.
Ingane mayigcinwa apho khona kugcinwa khona ingane ezinenkinga ekumila kunje,umzali wengane mina angimbeki tyala ngoba ngathi iyamhlukumeza lento and ingathi akanalo icebo lokuba angathini ngale ngane apho ibuhlungu khona ichitha i fmly lento
Kwaze kwabuhlungu😢
Ufuna nje shevu lomfana
Umuntu ongalimeli iqiniso umawomfana