Ayanda Msweli Foundation | Nans'iGomora

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 28. 08. 2024

Komentáře • 179

  • @lindiwemsomi3360
    @lindiwemsomi3360 Před 9 měsíci +5

    Kwaze kwanzima emhlabeni, uNkulunkulu ame nawe Bab' uNongalo akufihle kulelicebo lakhe ngawe, ziyasinda zibuhlungu lezindaba osethulela zona. Nkosi Jesu ngenelela emhlabeni.

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 Před 9 měsíci +4

    Yhooooooooooooooooooooooo Thixo wam yinto enjani le yini ke edliwa abantu lobulwani obungaka obani kangaka bakwethu kwenzekani kwaNongoma bakithi obani lobugebengu obungaka😢😢😢😢😢 ubulale umuntu wesifazane uze umshise pho for what bakithi.Hayi kunzima.Watching from 🇬🇧

    • @khomolizzy8899
      @khomolizzy8899 Před 9 měsíci +1

      Kushukuthi uqale wamucwiya bengeke amqobe ebengamu cwiyanga.

  • @thabaniduma1677
    @thabaniduma1677 Před 9 měsíci +8

    Kuyasinda kuyehlela 😢😢😢😢kusinda nongathwele Ake ngithi nje Duduzekani Mndeni wakwa Njomane sibuzwa sonke ubuhlungu enibhekene nabo 😢😢😢😢Ngiphelelwa amazwi Uma kunje.

  • @user-ue8yb7ld5k
    @user-ue8yb7ld5k Před 9 měsíci +13

    It's hard mphakathi njengomndeni kuphela amazwi kwa phela kwazinyembezi, ukuthi usebenza Uma kukekwafika lomcabango kume nse obukwenza, if ububhala Kuma ipeni then tears falling sekumele uyengssendlini encane to calm yourself, really it's hard, siyathemba ujehova uyoselapha lobuhlungu, to think ukuthi indodana kadadewethu ebisikhule kangaka nebilunge ngalendlela sithembele kuyo njengomndeni, kalula nje kanjalo umakhelwane wethu ubone ingasifane and abazisoli nokuzisola ngesenzo sobulwane endaweni kubo kumnandi ukuthi bayesatshwa. Yeah singabe saba thina, but ukhona umlamuleli ongabesabi, our God.

    • @MelodyMelz126
      @MelodyMelz126 Před 9 měsíci

      Kwaze kwabuhlungu kakhulu yoooh, ubulwane ezweni

  • @makutloanoseloane7216
    @makutloanoseloane7216 Před 9 měsíci +9

    Eigh Nkosi Jesu unembeza awukho kubantu😢😢ngenelela Baba ubeyinduduzo epheleleyo kwa Njomani😢😢😢

  • @muthwakazihlaseh-sr2dk
    @muthwakazihlaseh-sr2dk Před 9 měsíci +8

    Kubuhlungu ukucabanga i SA ngaphandle kwabab uMsweli 💔😭😭Phila kade Nongalo

  • @Syamthembu5
    @Syamthembu5 Před 9 měsíci +1

    Kwaze kwanzima eMzansi yazi Kant konakalephi ngempela nabu ubulwane n ibuhlungu into eyenziwa umuntu omnyama komunye 😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭 ngathi umndeni wakwaMhlongo ungaluthola usizo ngokushesha futhi. Siyabonga NoNgalo mkhulu umsebenzi wakho yazi💯🇿🇦

  • @TinyikoBaloyi-r3c
    @TinyikoBaloyi-r3c Před 15 dny

    Ubuhlungu abungaka ,wabilala umuntu sengathi ubulala inkunku😢jehovah uthe senga phindiseli wena uzosilwela,,yilwa babunkulu nkulu, umdeni wumesihluku, ngenelela jehovah sekuzima😢😢😢

  • @mandlaskhosana3932
    @mandlaskhosana3932 Před 9 měsíci +5

    Nga phandle ko kuthi kubuye isgwebo sentambo ngeke kulunge Lutho makubuye isgwebo sentambo 🙏🇿🇦🙏🇿🇦🙏🇿🇦

    • @user-fe5nu7xy6b
      @user-fe5nu7xy6b Před 9 měsíci

      Nguyena angithi amaphoyisa amseshile losathane owenze lento washo ukuthi uyena lowakwaMhlongo bebexabene naye😔

    • @ZinhleKhulu-u1v
      @ZinhleKhulu-u1v Před 27 dny +1

      Asibunye ngempela nkophela nkonke lobubununku

  • @mxolisimyeza1745
    @mxolisimyeza1745 Před 9 měsíci +1

    Baba uMsweli Nongalo ngiyakhuleka🙌. Libuhlungu kakhulu loludaba 😢...
    Ngiyakhumbula ukuthi ngelinye ilanga wake wakhuluma about laboratories adingakalayo lana kwelakithi kwaZulu siyacela Nongalo uphinde umemeze ngezwi lakho so that DNA process izoshesha.

  • @nhlanhlamnguni4582
    @nhlanhlamnguni4582 Před 7 měsíci +4

    Ayanda Mfwethu nawe you need counseling
    All these incidents are heart breaking
    May God give you strength so that you overcome these situations and be able to steer this ship to the right direction

  • @MhleziMthethwa-en2if
    @MhleziMthethwa-en2if Před 9 měsíci +4

    Isigwebo sentambo sifanele la asibuye.uzivumele yena ukuth umbulele uze uyasho ukuth kanjan.akabakhombise la afihlekhona esingezansi qede .elengiswe ngeke😢😭

  • @user-jh9vw4dj8f
    @user-jh9vw4dj8f Před 9 měsíci +3

    Shwele smakade 😢😢 haw ayikhulumeki nkosyam

  • @velilenatashia8959
    @velilenatashia8959 Před 9 měsíci +3

    Kunyantisa igazi Jehovah aw nkosi😢😢😢😢😢😢

  • @TinyikoBaloyi-r3c
    @TinyikoBaloyi-r3c Před 15 dny

    Ngenelela jesu thathindawo yakho jengokusho kwakho😢😢😢😢

  • @TeneleDlamini-ow4hd
    @TeneleDlamini-ow4hd Před 9 měsíci +8

    Kwaze kwanzima emhlabeni💔💔Kanti yin isono somuntu wes'fazane kulomhlaba😭😭💔💔

  • @kholekashange6368
    @kholekashange6368 Před 9 měsíci

    Awu Nkosi Jesu noma ngabe yini ebeyenzile umntanabantu sengaze abulawe kanje pho ey Nkulunkulu akskhumbule kwaze kwabuhlungu Nkosi

  • @siphokwakhemhlongo6308
    @siphokwakhemhlongo6308 Před 9 měsíci +4

    Ayii lendawo kahlabisa imbi kwabulawa umakhelwane wasekhaya behamba nengane yona ingane bayicwiya iphila kodwa yatholakala esibhedlela kumanje iyaphila kodwa inokuphazamiseka enqondweni😢😢

  • @sjavakhamuver7706
    @sjavakhamuver7706 Před 9 měsíci +2

    Mhhh Nkosi Yethu Thixo Wethu khumbula abantwana bakho kwaze kwabuhlungu yoooh🥹🙏

    • @thabilemsimango8802
      @thabilemsimango8802 Před 6 měsíci

      WAZE WANGCOLA UHLABISA WAKITHI.LENTO ICISHE IFANE NOKUDUTSHULWA KUKAFREGGIE JELE KWATHULEKA UNGATHI KUFE UMDLWANE.INGANE ABAMDUBULA PHAMBI KWAYO AYIKAZE ITHOLE I COUNSELLING KUZE KUBE NAMUHLA😭😭😭

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 Před 9 měsíci +4

    Ewu kodwa bakwethu kwaze kwanzima kulefamily bakithi.Lomndeni uyayidinga icounselling bakithi ngaze ngaphatheka kabi.

  • @LusandaNgono-ll9su
    @LusandaNgono-ll9su Před 8 měsíci

    Nkosi tata thixo kwandisele yonke imiqweno yakho inkulu into oyidlalayo bantwini bulela tata Msweli❤

  • @thobekabella8831
    @thobekabella8831 Před 9 měsíci +6

    Waze wanenhliziyo embi loyo muntu 😢💔

  • @user-zc8qd6tb6k
    @user-zc8qd6tb6k Před 9 měsíci +6

    Kodwa Smakade saze saphila nezilwane emhlabeni😢😢..ududuzeke umndeni

  • @user-cr4po7kl4d
    @user-cr4po7kl4d Před 5 měsíci

    Isihluku esinjena Hlabisa 🚮 vele kumtoka kwakh khona eyakufuna kumshisa kwakhe waynzela kungabonakali nokho strong baba msweli izimo obhekana nazo fanele noma kuzwela kangakanani fanele ube strong🙏🏻 nkulunkulu akakuphe mandla njalo Nongalo

  • @lindiwezungu4078
    @lindiwezungu4078 Před 7 měsíci

    Kwaze kwanzima emhlabeni Jehova silekelele kuphela amazwi ongawasho emndenini uJehova ame ngakini kulesimo enibhekane naso😭😭😭💔💔💔

  • @user-ob2zq1rn9m
    @user-ob2zq1rn9m Před 9 měsíci +2

    Waze wawusathane umuntu 😢 nceseni mndeni ibuhlungu ayichazeki

  • @vistom5784
    @vistom5784 Před 9 měsíci +7

    Lapho sengiqeda ukulalela udaba phosekiyane isgebengu endlin yami ngenhlanhla akulimalanga muntu,thanks to amaphoyisa aseBay for responding fast🙏

    • @melusizitha5960
      @melusizitha5960 Před 9 měsíci

      Hawu sorry mfo Uma uphephile siyabonga

    • @ayandamswelitv
      @ayandamswelitv  Před 9 měsíci +1

      Sibonga ukuthi nisaphephile. Izwe lethu ligcwele amanzi

  • @StaciaBonke
    @StaciaBonke Před 9 měsíci +2

    Baba. Werhu osemazulwini.sngabakho abantu singindeni wakho bakunje syephi nkosu jes hayi bakithi💔💔🤭🤭

  • @nqobilesibiya3126
    @nqobilesibiya3126 Před 7 měsíci

    Kwaze kwanzima Jesu! Ubulwane obuhlasele emhlabeni

  • @user-xn9eh5yw1i
    @user-xn9eh5yw1i Před 9 měsíci

    UNkulunkulu sengathi angaba nani mndeni wakaNjomane aniqinise, anibophe ngebhande likamoya ongcwele. Sikhulekela ubulungiswa ukuthi benzeke ukuze nani niphole emphefumulweni. 🛐😭

  • @khanyampontshane1807
    @khanyampontshane1807 Před 9 měsíci

    😢😢kwaze kabuhlungu dudu mndeni wakwanjomane inkosi inami sibuhlungu ngalesimo nkosi senzeni nah kulelizwe😢😢

  • @gladyshlambisa1816
    @gladyshlambisa1816 Před 9 měsíci +2

    Izwe lethu selifile abantu sebevele babulawe nje kalula kwaze kwabuhlungu syabonga nongalo

  • @AyandaLushozi
    @AyandaLushozi Před 9 měsíci

    Mmmm Ezibuhlungu azipheli😢Dudu mndeni waka Mhlongoo

  • @ZinhleKhulu-u1v
    @ZinhleKhulu-u1v Před 27 dny

    Baba usweli sicela uqhubeke njalo nohlonipho yahoo nosiza abantu

  • @mncedisimpetshwa9996
    @mncedisimpetshwa9996 Před 9 měsíci

    Kwaze kwabuhlungu nkos yam ezweni sakhile,Baba Msweli Inkosi ikwandisele izinsuku awuve uwusizo

  • @StaciaBonke
    @StaciaBonke Před 9 měsíci +2

    💔💔manolunya yooh bebe nenzondo abomakhelwane nabnye bomndeni ningabthe kakhulu nalabo umona yooh hayi asazi nongala😱😱💔💔💔

  • @ntokozomaphumulo5697
    @ntokozomaphumulo5697 Před 9 měsíci +2

    Ay kunzima emhlabeni baft 💔💔😭😭

  • @mamsiemakubo2770
    @mamsiemakubo2770 Před 9 měsíci +2

    😢kunzima uluphila kulensuku abantu baphenduke izilwane💔

  • @zanelemhlongo2139
    @zanelemhlongo2139 Před 9 měsíci +1

    Baba Msweli unkulunkulu asigcinele wena siyakudinga kubuhlungu 😢😢😢

  • @BonginkosiShivakatie-oj4fi
    @BonginkosiShivakatie-oj4fi Před 9 měsíci +2

    Jehov'olungileyo 🙆‍♂️🙆‍♂️😥😥😥💔💔💔😭😭😭

  • @user-ko1pz3rn2i
    @user-ko1pz3rn2i Před 17 dny

    Kwaze kwabhlungu jehova

  • @mbalimzobe6183
    @mbalimzobe6183 Před 9 měsíci

    Mmmmmm nkosi kanti soneni kangaka sabantu besfazane masbulawa kakbhlungu kanje 😭😭😭😭

  • @sibongisenimaphumulo
    @sibongisenimaphumulo Před 9 měsíci

    Hallelujah
    Ngicela ukubuza uma ungazenzela wena
    .ungakwazi umfihla umuntu nokuthi ingaba imalini?

  • @user-hr9yq6th8d
    @user-hr9yq6th8d Před 9 měsíci +3

    Waze wayisilwane umbulali😭😭💔

  • @nomvulaveronicangema566

    Hau jesoo kwaze kwanzima lomntwana uqale Dna ephila noma engasekho. Mmm amashwa abemlandela ukune umuntu usuke azi ngokupila kwakhe ngabe usuke usuzobona ukuthi kuzokonakala ke manje. Losathane abamjove afe naye

  • @phumelelakhawula2796
    @phumelelakhawula2796 Před 9 měsíci

    Kazi eyiph leyo nkulumo eyayikhulunywa ngu cc lowo, kodwa nathi bantu make sigade milomo yethu

  • @user-ud3wr4cp3f
    @user-ud3wr4cp3f Před 9 měsíci

    Kwaze kwabuhlungu nkosi izinto ezenzekayo emhlabeni😭😭😭😭

  • @user-en4xy7rf4f
    @user-en4xy7rf4f Před 9 měsíci +2

    Phephisani,sekuseduze,IJaji eledlula wonke amajaji lisemnyango weZulu,konke kobasobala,

  • @sontozuma9309
    @sontozuma9309 Před 9 měsíci +2

    💔💔💔💔💔💔😭😭😭😭ubuhlungu obukimi mnje uyazwela kakhulu mnje 💔💔💔💔

  • @phumelelakhawula2796
    @phumelelakhawula2796 Před 9 měsíci +3

    Impel syawufun u forensics wethu la kzn, this lack of critical services is so pathetic whereas ppl are paid 100000 rands whilst doing nothing.
    Senior state employees need to take salary 60 percent cuts for 5 years to make funds available

  • @SimangelePatricia-mp3sm
    @SimangelePatricia-mp3sm Před 9 měsíci

    😭😭😭lapho ngyawaz lonnden bebakh Bazaneni base beyokwakh Nkanjini naloshonil ngyamaz 💔💔💔ingan zakh nkosi yam

    • @lwazinhlonipho7454
      @lwazinhlonipho7454 Před 11 dny

      Umuntu weslisa noma owesfazane ngiyalahleka nkocyam kwaze kwabuhlungu jehova

  • @MbaliMadlopha-kp6nb
    @MbaliMadlopha-kp6nb Před 9 měsíci

    Yaze yabuhlungu kodwa kobanini kunjena emhlabeni 💔 yazi ngibuke ngayishiya kwathatha 2hour ukuthi buye yanzima into kulomdeni

  • @mamzomlaba-vl6bz
    @mamzomlaba-vl6bz Před 9 měsíci

    Ngicela ningiphe inamba yakhe bandla 🙏 onayo ubaba msweli

  • @user-zc8xx5zz9b
    @user-zc8xx5zz9b Před 9 měsíci +2

    Inhliziyo yami ayiktholi ukphumula ngomfowethu

  • @sanelemdladla3479
    @sanelemdladla3479 Před 9 měsíci +2

    isgwebo sentambo asibuye ngoba naye usevumile iDNA mayith uyena akabulawe umenze wokubi

  • @NeliNxumalo-sr4ns
    @NeliNxumalo-sr4ns Před 3 měsíci

    Kunzima banty bakwaHlabusa uthini unto yenu vele💔💔💔

  • @DudutinyikoSibiya
    @DudutinyikoSibiya Před měsícem

    Hawuuu wejesu😭😭😭💔

  • @londiwemkhize5912
    @londiwemkhize5912 Před 9 měsíci

    Aw nkosi kwaze kwanzima ngenelela mdali yabuhlungu ndaba thixo

  • @user-ue8yb7ld5k
    @user-ue8yb7ld5k Před 9 měsíci

    Sibonge nakunongalo siwumndeni, Uma nibhekene nesimo esinje nethemba Liya phela, but ukubona unongalo esukuma engenelela kuye kwaba engathi sekulungile kwaqala kwakhanda ithemba siyamnxusa ujehova ukuthi asigcinele abantu abanjengono ngalo ngoba abandile, nokuthi nje kukhona umuntu osikhumbulayo kulesisumo sibonga kakhulu nongalo ujehova akugcine uze ubone izizukulwane zakho.

  • @PulengMolaba
    @PulengMolaba Před 3 měsíci

    Kwaze kwanzima emhlabeni nkosiyami 😭😢

  • @NandiphaMdlaka-bx9jn
    @NandiphaMdlaka-bx9jn Před 4 měsíci

    Kwaze kwabuhlungu😭😭😭😭😭

  • @nondumisodube172
    @nondumisodube172 Před 9 měsíci +1

    Mhlambe wamdlwengula futh 😢

  • @user-ko1pz3rn2i
    @user-ko1pz3rn2i Před 17 dny

    Akanikwe intombo lowosathane😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭

  • @NonjabuloNcwane
    @NonjabuloNcwane Před 9 měsíci +1

    Kwaze kwanzima emhlabeni unkulunkul akgcine njalo nje babu msweli

  • @ManelisiManqele-w1w
    @ManelisiManqele-w1w Před měsícem

    Mmmmm kwabuhlungu 😭😭💔💔

  • @user-kx6oe8ut3e
    @user-kx6oe8ut3e Před 9 měsíci +2

    Ey kwaze kwakubi esikuzwa ezweni lakith ngomndeni wakwa Mhlongo Hulumeni akangenelele nhokushesha Nomndeni ukhululeke kulesimo

  • @preciousbuthelezi7416
    @preciousbuthelezi7416 Před 9 měsíci +4

    Waze wakhohlakala umuntu😢💔

  • @khethiwendlovu7514
    @khethiwendlovu7514 Před 9 měsíci

    Kusinda kuyehlela ngenelela Jehova💔bashonaphi Ubuntu ebantwini 😰noma ngabe ubemone kanjani sengaze ambulale kabhlungu kanjena,duduzekani boBhebhe uJehova anaqinise konke kulunge nikwazi ukufihla ithambo lenu, Nongalo uJehova akaphe ubuhlakani bokulusebenza loludaba lusheshe🙏

  • @zanelemahlaba8079
    @zanelemahlaba8079 Před 9 měsíci

    😢😢😢😢 kwaze kwanzima South Africa yoooo😢😢😢😢

  • @khomolizzy8899
    @khomolizzy8899 Před 9 měsíci

    Ayi uqinisile nami ngibona kanjalo.

  • @nomachulemehlwana4211
    @nomachulemehlwana4211 Před 4 měsíci

    Ngyabingelela baba msweli bengicela baba ukuthi uma ukhuluma ngesizulu kubhlwe on your screen in English ukuze baba bezwe nabanye ngoba bayabuka baba uhlelo lwakho kodwa balahleke ngenxa ye language ngyabonga baba.

  • @thatkpopgirl1255
    @thatkpopgirl1255 Před 9 měsíci

    Kodwa mfowethu yisihluku sini lesi esinje?Baba Nongalo,ngicela niduduzeke,nibambe ibhande,nithandaze bgalento eyenzeka endaweni...Uxolo bafowethu..May your nephew rest in peace

  • @user-ly5pu5bi5y
    @user-ly5pu5bi5y Před 4 měsíci

    Kodwa jesu 😭😭😭😭💔💔💔

  • @user-wv2ti7ye1j
    @user-wv2ti7ye1j Před 9 měsíci

    Jehova ngenelela Moya ongcwele

  • @PatriciaHlaka
    @PatriciaHlaka Před 9 měsíci

    Baba Msweli i feel pain ngalo mndeni. Im on a similer situation with them. Can i get ur contact to chat with u Mr msweli maybe kuzo ngi pholisa

  • @sindymbau5255
    @sindymbau5255 Před 9 měsíci +1

    Kaze kwabuhlungu lendaba lomuntu wayehlose ukumbulala finish

  • @thulisiwemg9218
    @thulisiwemg9218 Před 9 měsíci

    Cha islwane uqobo lomunt Eze amatoke💔💔😭😭😭

  • @ntombim8033
    @ntombim8033 Před 9 měsíci

    Kodwa Nkosiyami waze wayinj I gave tena uyophelelephi

  • @DonaldMotebele
    @DonaldMotebele Před 23 dny

    Jesus 😢😢😢

  • @user-ct2jh4zm6m
    @user-ct2jh4zm6m Před 9 měsíci

    Yhoooooo kodwa nkosi yam

  • @vistom5784
    @vistom5784 Před 9 měsíci +1

    Kuzothi kusuka yena loHulumeni ovuna izephulamthetho bazothi umenzi wokubi akayohlolwa ngokwenqondo basuke bemkhiphe ngeBail or kuxegiswe isigwebo kthiwe umenzi wokubi unokuphazamiseka ngomqondo

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 Před 9 měsíci +2

    Akalikhiphe ngempela iqiniso bemsoconga ngempela futhi.Eyi yabuhlungu lento yakwaMhongo bakithi yhooooooo😢😢😢😢😢Jesu.

  • @NonhlanhlaCatala
    @NonhlanhlaCatala Před 7 měsíci

    Ayi abantu zilwane😭😭😭💔💔💔

  • @hlenyathi6882
    @hlenyathi6882 Před 2 měsíci

    Thanks

  • @lungilevilakazi4607
    @lungilevilakazi4607 Před 9 měsíci

    Waze wangana nembeza umuntu Nkosyam

  • @zandilemtolo7055
    @zandilemtolo7055 Před 9 měsíci

    Kwaze kwanzima kulomhlaba abantu sebaphenduka izilwane yanga uThixo agabopha kuomaxheba avulekile Kwame kwabungu

  • @amafanisa2446
    @amafanisa2446 Před 9 měsíci

    Awu yaze yabuhlungu into bakwethu hawu umuntu omnyama komunye engabe konakalaphi.

  • @ntombifuthimthabela672
    @ntombifuthimthabela672 Před 9 měsíci

    Kwaze kwanzima emglaben sakhike

  • @nonhlezondo5117
    @nonhlezondo5117 Před 9 měsíci

    Kwaze kwakuningi nkosi yami 😢

  • @prettyvilakazi
    @prettyvilakazi Před 7 měsíci

    Hayi no! Some ppl are experience hell straight

  • @mbusimt5905
    @mbusimt5905 Před 9 měsíci +1

    Elokufa hhayi insambatheka ubizwa umuntu uthi woza la sizoqeda naye uyangempela

    • @sthembisonhlangulela1875
      @sthembisonhlangulela1875 Před 9 měsíci +1

      Mhlambe lona owebizwa akathathanga ngokuthi kuzoshuba kangaka,nokuthi angeke sisathola ukuthi yini eyayibangwa

  • @thulanokwazihlabisa16
    @thulanokwazihlabisa16 Před 9 měsíci

    Kwaze kwanzima bakwethu kithi phokwa Hlabisa nkosiyami

  • @SbusisoEmmanuelle
    @SbusisoEmmanuelle Před 4 měsíci

    Kunzima emhlabeni

  • @SmisoSmiso-q3l
    @SmisoSmiso-q3l Před měsícem

    Kubi phandle bafowethu sibonga ngwenya usizo ka khululu

  • @user-fv7bw5rq6p
    @user-fv7bw5rq6p Před 5 měsíci

    😭😭😭💔💔💔😭😭💔😭💔

  • @sifisomdluli6994
    @sifisomdluli6994 Před 9 měsíci

    Nkosi yami emhlabeni kanti kunjani dudu emndenin

  • @Lusindisocengani-pe2cs
    @Lusindisocengani-pe2cs Před 7 měsíci

    Kunzima asazi kuyiwaphi kwelilizwe

  • @user-fe5nu7xy6b
    @user-fe5nu7xy6b Před 9 měsíci

    Mmmh kwaze kwabuhlungu bakithi ewuuu akuyena umuntu lowenze lento isilwane akumele ayoboshwa kumele ayovalelwa namabhubesi

  • @thabileprecious5824
    @thabileprecious5824 Před 9 měsíci +2

    Lengane ekwashiwa kuyo iskhiya iyona le eshonile?😭😭😭

    • @lungilevilakazi4607
      @lungilevilakazi4607 Před 9 měsíci +1

      No umzali wayo

    • @phumzilepatiencenene3025
      @phumzilepatiencenene3025 Před 9 měsíci

      awulalelanga sdalo wena indaba ay nawe 🙄

    • @thabileprecious5824
      @thabileprecious5824 Před 9 měsíci

      @@phumzilepatiencenene3025 ngiyilalelile i was just asking ukt ngasekugcinen kuvela ukt kunengane eshonile yiyo lena engbuzayo ukt ilena eyayvakashile yin.musa ukungthatha otherwise uhlulwa yin ukungangphendul..bengzobuza kanjan ngingakaze ngilalele indaba🙄🙄uze uthi ay "nawe"

    • @nqobilesibiya3126
      @nqobilesibiya3126 Před 7 měsíci +1

      Yebo sisi usho njalo uBab' Mhlongo 37:35

  • @Jabulanijama
    @Jabulanijama Před 9 měsíci

    Abanye bantu baneziphiwo zokusiza bany bantu