uMntuyenziwa noFalabo bachaza ukuthi bahlangana kanjani noKhuzani beze besebenzisane.

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 8. 05. 2022
  • #gezanimediaproductions #maskandi #livepodcast #mntuyenziwa #khuzani #falabo
  • Zábava

Komentáře • 13

  • @ubukaonline9733
    @ubukaonline9733 Před 2 lety +1

    Ziqhathiwe la falabo usakhula kulendima

  • @ubukaonline9733
    @ubukaonline9733 Před 2 lety

    Losisi ungikhumbuza magumede we kzn tv

  • @mkhonzenimathonsi9979
    @mkhonzenimathonsi9979 Před 2 lety +1

    Angimuzwa mina ngizwa isiginnxi nkumfana weginxi

  • @somkhandainyosi
    @somkhandainyosi Před 2 lety

    Isizakanganani le Show

    • @somkhandainyosi
      @somkhandainyosi Před 2 lety

      @@nqubekomathenjwa2508 Awukhulumi Nengani la Uma ubunayo impendulo mekumele ungiphendule okwesibili Uma ungazi uthule kwesinye isikhathi Nike nibhedelwe izinto ngokusukela abantu eningabazi angilwi namuntu la Ngifisa ukukhulisa abantu Ngolwazi nobudedengu bokukhuluma ikakhulu Uma uhlanganisa abantu nabahlanganisiwe ngoba kumele sakhe isizwe esizwanayo manje wena uzongibuza Umbhedo okhombisa ukungamhloniphi umuntu ongamazi Kanti uye oyokusiza ngoba singabantu siyadingana Next time ubothula Uma ungazi okwesibili ungabaphapheli abantu ongabazi yazi ngiphila nabo oMathenjwa abaneziwi namahlathi bazithobile ayi Khula Uma ungafuni uzokholwa izagila

    • @somkhandainyosi
      @somkhandainyosi Před 2 lety

      @@nqubekomathenjwa2508 Ngoba awuzwa ngeke ngilokhu ngiqophisana nawe uzokholwa ngokubona ukuthi enye indlela yokukhuza injani Umnini wensimu akusiwena kodwa ubhenguza ngesihlangu ungemawisa azana nomopho Lihubela izigcwelegcwele bengingaphange Mpi la kodwa ngoba uthi azijikijelane kulungile ziqinile kwesokuphosa zikwavikumopho kwesekhohlo Nxa insika isikhothwa umule ungalili umlotha uyokhunya izala bese belila abangazi msuka kanti igqashuke empandeni Ngiyabonga

    • @nqubekomathenjwa2508
      @nqubekomathenjwa2508 Před 2 lety

      @@somkhandainyosi awu kodwa nceku yami ngoba alikho nje eliqonde impi engilishilo, impi osuyiphaka ngabe ingeyani na, bengithi lena inkundla yokuqakisana nokubekwa kwemibono, umbono wami uma ungemukelekile ngabe ubeke kanjalo ayi ukuba ungisongele ngelempi nezihlangu.. kodwake ma usuthi uphaka impi mina ngehlela ngezansi bengingazelele mpi..

  • @akhonamathonsi1023
    @akhonamathonsi1023 Před 2 lety +1

    Saze savelelwa ilamantombazana azoqhatha abaculi! Nani bafwethu miyavuma ukuphekwa ngemibuzo engasile ilamantombazana

  • @bhambathaskopion4290
    @bhambathaskopion4290 Před 2 lety

    Maluvalwe loluhlelo

  • @mlungysotobe328
    @mlungysotobe328 Před 2 lety

    Laze lalimbi izwi lentombi