Full interview please 🙏🏽
Amaphosia kawazi umsebenzi wawu at same time ayizigebengu, nami angishaya kabi, angifuna isibhamu endingasazi nje.
Nami ngiwanyanya kabii amapoyisa izinja
Full interview bhuti omdala 🙌
Big up mkhaya ✊🏿✊🏿
Amaphoyisa azondwa yimi weSgwebo
Syakwazi sgwebo
Lo live wenu amavoice awekho clear
Uyabonakala sgwebo ushuyhe ngezibhamu ,Musa ukukhala mase zikhala .Sesheka Sgwebo sentambo🤣🤣
Nice one Gezani please capitalise more on your sound
eii u Sgwebo 😂😂
Mami sgwebo esinye islima sangbophela udodi nje mangasthola ngosbulala nya
Wena sgwebo zozidonsela amanzi ngomsele ngalenkulumo yakho ngoba uyaphapha futhi uzozisola ngalento nkabi yami
Uyafana NAMI mfowethu iphoyisa Kimi vele wudoti
Awu sgwebo lumele yovula icala bafo
Nam ngiwanyanya kabi izinja lezinto lezi
Amanga lawa
Ya Sgwebo uyaybeka bafo NAMI angiwafuni kabi amaphoyisa ngoba uyaxhaphazana kodwa ngeke uzwe kuthiwa bashaye umlungu bayabahlonipha abelungu namandiya loCele lo usjwayela kabi mina ngabona awasejeep amaphoyisa encenga abelungu ukuthi bangene emotweni notshwala bephuzela endleleni kodwa thina sakhahlekwa zange scengwe mina noma iphoyisa lifile mina ngiyahleka vele ngoba bajwayelana kabi laba
Ufana nami Sgwebo angilifuni iphoyisa
Ake ningikhumbuze ukuthi ukhulume wathi uBhuti uSgwebo sengiyiphinde kathathu leVideo angizwa, ukusikho ukuhluma kwesithoseNtombi lokhu izulu lasemhlabeni uqobo.
is there anyone who knows where can i get the full interview?
Kudingeka ama Mic Bafwethu is I Sound iyahuba
Ayi Nami angibafuni kabi labo
Ama Mics impela kuyashoda🙏
keep on improving
Batshele bhuti
Amaphoyisa amanje sekwaba izinja asaphela amaphoyisa angempela,izigebengu lezi ezantshontsha imali R1200 yam zizosesha..zehlulwa ukuthola izbham zathatha imali.ngisho lidutshuliwe i don't feel any sorry.
😂😂😂
Ngibuka la ku you tube wonke ama interview kamaskandi akhuluma ngoMthandeni angazi Uma engafa bophila kanjani omaskandi kuyoba nzima
😂😂😂😂😂😂😂😂
Injalo lento bafo
uyinsizwa straight ✅ngithanda ukuba lishinga kwakho mft nokungancethezi ❤️Jehova suuuka🙌🥺