MUNTUYENZIWA-UKUDLALA ISIGINCI,UKUHLANGANA NO KHUZANI,QUIZ QUESTIONS...
Vložit
- čas přidán 4. 10. 2023
- PLEASE DO NOT FORGET TO SUBSCRIBE,LIKE AND COMMENT
IF UFUNA UKU ADVERTISER KWI CHANNEL YETHU SICELA USITHINTE LA FOR BUSINEES KUPHELA:
WHATSAPP/CALL: 079-39-460-84
FACEBOOK: PERFECT TV SA - Zábava
"Originality" igama obulidinga bhemile, siyabonga nsizwa yikuthi alisekho iqiniso kumaskandi kodwa intoyakho i perfect in all departments ungafunga uthi ubaya ngapha kwezasemkhomanzi, skhal' esandleni. Ibambe kanjalo bhemile
Lomjita nomengabe ushaya izihlabo zamuphi umculi akalokhu ecabanga njeee ugxuma ahlale
There is nothing wrong ngokuba igidangoma for over 10yrs.
As long the man is happy where ever he is.
Akhona amagidangoma aphumelele enzakahle okudlula abanye abaculi.
No man Mtuyenziwa Talent mfo ka baba... Lento eyakho nke
INdlamlenze nayo iyazi lapho ekhona kwayehlisa ukuhlukana nalensizwa noma uFalabo sfika wenza Kahle kodwa akafiki Lana lungisan izinto madoda nomkhaya eyabandawonye ayingenwa
Unamanga, kwahamba ubhemile Khuzani wenza ama million ezingomeni ezidlalwa uFalabo wehlukanisa no nyaka
Yivalemfana mfana ✊
@@sabelongema8252kodwa lokho kwenzeka nge fan base nangodumo alithola ngokusebenza noMntuyenziwa
Lomjita senginokumlandela istory sakhe uyasazi👌
Muntuyenziwa unguNkulunkulu wezigingci . Ikhono lakho elendalo.
Ayi awusicabangeli isginci usazi usqonda mfethu nice one
Sibonge Perfect TV, amagalelo enu sengiyawabona mina🙌👏
uMnikazi we Nhlalibathwala 🎸 Kanye ne Nhlulabeyithwalela 🎸 Ngwane 🙌 Omkhulu ✍️🧠✍️👑✍️🧠✍️ hhhohhhaahhh 🇿🇦🌍🔥💯
Akekh umunt engimfisel impumelelo njenga leli qhawe aw kodwa bhemile sthutha senkunz umajikel ejoben mfwethu 😅❤️❤️❤️
Dope interview Mfoka Duyaza no Bhemile siphile sbonge ukuthi wenza konke oksemandleni ukuthi your video quality is of top notch 👌
Mnandi ebhemile ngiyabonga umbhemu uboke uhlanganise no jaiva zimnike ulokhujana ugadeni ngoba ingane isingaphakathi nenze ingoma nishaye iyintambo nobabili bese nifaka ikhehla ushwi mantombazane ukuthi nenzenjani lapho siyobondwa siyekwe 🤞
Finally... uNkulunkulu phela lo... Khuphuka Lapho banhemile maan, Damit!!... kuhlwile manje
We MANCELE MFOWETHU SICELA sewuphatse naliciko MAQHIKIZA INKULU INGOMA KULOYA MFOWETHU AND THIS ALBUM YOOOO🔥🔥🔥🔥💯💯💯💯💯 Please MANCELE
Ohk Mfoka Vilakati ngzomncinga ngize ngimthole
You are professional Bhemile.
Impela nje you are a brand.
Inhle into yakho Mfoka Manqele awusilandele uMlungu Mkhize waseMsinga
Yeey iyaculake leyongane mfwethu guitar 🎸🎤🔥🇿🇦🌍💯
Laphoke kuyobe usebenzile 🤞
Syabonga mfwe2 muhle msebenzi owenzayo kesizwe amaside abaculi
Ngithanda indlela ogijima ngayo estage, you super active.
Uyazimisela.
Isginci ke sona, uyinkinga.
Yazi bafowethu ingelutho imali yomuntu oyedwa ayishilutho azidlalwe bukhoma ngikhumbula ingoma kabhuti wakwakhumalo ethi emazweni leyangoma yanongwa yisginci sokudlalwa bkhoma umsoco kamaskandi usekudlale i bukhoma
Up bhemile you remind of mgqumeni
Cha muntuyenziwe isiginxi sakho siyakhuluma.
Khuphuka lapho Bhemile!
Ay inkuzi uBabhemile ❤❤❤❤❤❤
Ngifuna nihlabane nalenkunzi yaka mkhize Mbuzeni ngo live wena unkulunkulu weginci muthathe Mbuzeni
Ngiyabonga mfowami...
Yazi le Nkunzi ngithanda umoya wayo ukuzi khukhumeza akukho kuye siya nceda isikole kwesinye isikhathi
Mnandi ebhemile🎉
❤❤❤ibambe kanjalo fethu
Aii lapho 🔥🔥
Shwele ngyavuma mina ubizelwe kulento🤝🤝🤝
Kodwa hhay lendoda ngyabheja
Interviewer musa ukuqhatha abaculi, wenza kahle uBhemile ayibalekele leyombuzo eqhathayo.
Fuseg kanti ngempela umntuyenziwa iyiDog 😊❤
Sacela uslandele skweletu
Siyabonga WEMANCELE MFOWETHU
Ngyabonga Vilakati
Inkunzi le 👊🏻
ei uphiwe ubhemile etanjeni especially mayeshaya ushuni ka sandile mbongwa abaningi uyabehlula shym
Ay uyasxavatha is isginxi ❤khuphuka bhemile ay unzima kakhulu 😅
Ngangingamtshela kanjani
emzimkhulu i think u 80% wabaculi uyazibambela yikho nje ukuthi akudumekile, luyabashalazela udumo
Babhemile😂😂😂❤
Muntuyenziwa,sonqonqo, Mbuzeni, jaiva zimnike, Mkhoshovu, Falabo,Mfoliseni,e.t.c
Not particularly order 😂
Nkulunkulu weginci uyinkunz
NGIYABINGELELA MANQELE MUHLE UMSEBENZI SIYABONGA
Nkulunkulu wentambo 🎸 🎸
Ngikukhonzile we Bhemile mfwethu
Unkulunkuku wesginxi nadoda✊🤝
Hai ndiyakuva mntuyenziwa uyasishaya mpela sigingci
Mnandi umuntu ebhemile hhooohhaa
Up muntuwenziwa up mfowami
Mntuyenziwa uyinkosi yesiginci❤❤
Mjikijelwaa
You are the best bhemile
Cha ngikuzwile mfoka mgegenene
Akahlale esphiweni sakhe sesginci uBhemile ngoba ay emlonyeni cha ngek kuyamphika
Uyinkinga Mntuyenziwa Mfoka Ngwane
Wazisiza Waphume elakho inxiwa ngabe Asibazi lobuGagu onabo nalobuciko onabo
Mandi ebhemili ungunkulunkulu wabo bayathanda abathandi
Bhemile isthutha senkunzi
Ngyabonga mina ngithi nje,injalo indaba
Uwujikelele we Bhemile
Nkulunkulu wesginxii hhohha
Ay mft uyingozi mntuyenziwa uyshaya kakhulu intambo yoooh
Syabonga weDuyaza bafo ... yaze yayi quality ividoe.... sicel ulande nabesifazane bo abeculi
Ohk Bhuti Noted
Uthando Onalo Bhuti NgeThwasa LeKhansela
Yar yar silana laskhona
Siyabonga Duyaza ngikusilandela amaqhawe ethu khuphuka mfana uBhemile. Ngyafisa ngelinye ilanga usilandele IChwane lebhaca,Nyoni emhlophe,noMbuzeni
MBUZENI ikhona nje bafo
@@perfecttvsa7051 sengiyitholile bafo ngyabonga
@@perfecttvsa7051 sengiyitholile bafo ngyabonga
😂😂😂why ingavel eseyvala...si rojiwe la😂😂😂
God wabo
Iqhawe
Ukhuluma iqiniso bafo
Songqongqo ukhona mos ukuxhakisile
WemfokaManqele phela icoko mawulilandile liyeke licikoze nj lime lalithanda khona.sulikhaphelela ukut lisho lento efunwa uwe
Shepherd osilethele Jaiva
Noted bafo
Mkhaya NHL le eyntabeni zaseMpembeni
Mgqumeni ne Ndidane phela??😢
🤣🤣🤣🤣 ey 39:18
Uban omongezi?
36:45 uyagadla tl tl tl😹😹
🤣🤣🤣
Usishaya impela kodwa ngeke alunge kuMbuzeni
Unenkinga ubhemile no Falabo ngambona ngisho ku Mbuso wamaciko kodwa ke uyaz naye ukut kwafika uFalabo ku Khuzani washaya ama million wahlukanisa unyaka yena kwamhlula lokho
Kodwa ke yena uBhemile uryt ethi uwuBhemile ...Not athi uNkukunkulu wabashayi besginci..
uymosha ngokuthi wabashayi.....akaze asho njalo...uthe unkulunkulu wezigingcinci
@@mphumlisinobele3804 ..Ngyakuzwa mfo...ngyawthanda umdlandla wakhe u Bhemile...Mayengagwema leligciwane
Labaculi abasha lokuzikhukhumeza....
ANGIMFUNI LO, NGCONO UKUBA UYASHO UKUTHY UBANGAN NO KHUBA
Akezelanga lokho la...and wena awhlangene naloko. Awusho ke wena wabangani ne Roll-on
Wazenza umuntu wesmame 🤣🤣🤣
Waze wayisiwula Kwedini
Abalandeli baka dunusa du ke labo
Awphili ke wena uyislima