SONAKALI-UMGQUMENI,UGCABASHE,AMANGA NGO MGQUMENI,YINI WAYENGAKHILE UMGQUMENI ETC...
Vložit
- čas přidán 30. 06. 2024
- IF UFUNA UKU ADVERTISER KWI CHANNEL YETHU SICELA USITHINTE LA FOR BUSINEES KUPHELA:
WHATSAPP/CALL: 079-39-460-84
FACEBOOK: PERFECT TV SA
PLEASE DO NOT FORGET TO SUBSCRIBE,LIKE AND COMMENT - Zábava
Muhle umsebenzi Duyaza, ngyabonga ukthy ubuye nale nkabi iPantsula like Jehova
Abantu BKwazi ukphendulakahle ngebhova Kuma interview uSONAKALI noNGIGA
Kunjalo, okwamanje yibo bobabili abasaphendule kahle.
Bhuti besicela usilethele nobhuti uJaiva Zimnike.
Uphinde usicelele noMama kaLusanda uMah Xulu.
Ngomoya wesonto 🙏🙏
Mfethu sicela usiphathele u Fihliskwele laye ezosipha umlando webhova
Oke uslandele ukamajola webhova duyazi
"Nizbiza ngo Gatsheni neshela abafaz bethu yin lento eniyenzayo nibancane" 🤣🤣🤣, samele achaze u Ngiga la,
😂😂😂😂
😂😂😂😂
Unesisoka sbali wami uyayqaphela futh uyacophelela kuyo yonk into oyikhulumayo. Bigup Nondaba
Ujaiva umshiya ngaphi we mfoka zondi
Ibeka kahle lensizwa
Iqiniso elinjena mfoka zondi akekho awakha umuzi ena27 labo oqhawe lenu bakhe imizi benangaki
Muhle umsebenzi wakho Manqele 💯Nokulalela nje izicelo zababukeeli, NGYETHEMBA nalombono uzowuthatha oke uzibuze izihambeli zakho ukuth, Banabo abatwana, Abazali bakhona baGaniwe or Baganile as marketing kubahleli bemicimbi 🙏🙏💯ANGBONGE ITHUBA
Ukuze bezokwazi ukuth bebaqashe bazi ukuth lemali abayitholayo baphilisa imindeni ngayo, Banayoni enye into ebangenisela imali? Ungayishiiyi nje lemibuzo mfowethu ❤🙏
Aiiii uSonakali ubalekela imbuzo emningi aiiiii 😢
Sicela uMkholwane bakithi
Umlando ka Bhekumuzi usashoda mfoka Manqele Tom Mkhize usekhona ukhala mathambo
Richard Siluma ukhona Abantu abazi ngqo ngomfoka Molo
Ietha ifone number bafo
Anombuza le yokuthi yena wafika njengenkabi eyayimgada umgqumeni nokuthi isike yasindisa ujayva ehlaselwa zinkabi ngenkathi ehlukana nengane zoma
Sibonge Zondi, uwena wedwa umuntu ochaza ngoMgqumeni ngendlela okuyiyona
Impela abanye makumele besichazele ngaye bavele bethi amandla engoma yakhe yayilele.kubo ibona abebebhala
Bafethu syabonga kakhulu 😢 kubuhlungu
Sicela uJaiva bhut
Sicela umafikizolo
Ngelinye ilanga naye SBUSISO Gcabashe ake azochazela izwe ngesenzo sakhe
😂😂😂
Uboshiwe nje bafo
Aybo kanti imuphi lo oculayo
@@perfecttvsa7051 niyasididake phela thina sizingane , ubani kanti lo ocula ingoma ethi sigcoba uVaselina
@@thabanibuthelezi4271 lowo I fake ka lo oboshiwe ufuna attention ngokuzibiza ngalowa and lowa unamacala abucayi kabi akakwazi ukukhululeka kanje public
Mfoka mlunguza
𝗦𝗼𝗻𝗮𝗸𝗮𝗹𝗶 𝗺𝗳𝗼𝗸𝗮 𝘇𝗼𝗻𝗱𝗶
Sbonge Perfect tv ngomfoka Zondi
inesisoka lendoda iyazehlisa ibeka kahle yazi ayijahi udumo
Wayengekhoni ejele usonakali ngeskhathi lidlula ibhova ngoba uze wavela kosaziwayo namagcokama ojezelikulu no DSD
Ulimi lwalensizwa lugezekile ngikubeke eceleni ukuthi akushoyo kuyikho noma cha🙏🙏
Zikhona izingoma zaMgqumeni ezaz gudla amagidangoma , khona ethi" wena ntombi emnyama ungifanela nedada uyigugu kodwa kumjikjelwa" nokhangelani benosonakali bebalwe
weshephadii, awlethe logcabashe oziza ngogcabashe
Musithe angakuboni ngoba kuzomoshakala ngisayina ngelibomvu impeni mfoka Mlunguza
Sisacela part 2 ku gqoko
ngicela usibizele thulebuka bhuti plz
Phansi enzala ikhwama
Sonakali mfoka Zondi
Siyabonga bhuti ngeqiniso.pho behlulwa yini ukushaya ama hits ngabodwana selingasekho iBhova?.
Nanokth bona sobathandela imisebenzi yabo not ukth befune ukugqama nge Bhova.😊
🗣Yewena ntomb'emnyam ungfanela nengulube kodwa uligugu kuKhangela
uligugu kuSonakali 💽🎶🎵
Uwuye impela unongeeewuuula wena ngikbone ngamazinyo amaaaadeeeee🙌🏿🙌🏿🙌🏿🙌🏿🥺🥺🥺
Nami kangizenzanga uhleka int' ngahlekwa umuhleka ububi😭😭🙆🏿♂️🙆🏿♂️🙆🏿♂️
Awulande uzimnike manje manqele
Ai sonakali akakhulumanga lutho la
Umjikjelwa nje kuphela owakhuluma Kahle ngebhova yingakho waphumelele emculweni kanti sibazwile Vele bethi babhala ingoma njalo banengoma zabo manje akuphumeleleki
Yey nami ilento engihleze ngizibuza yona ukth kanti bahlulwa yini ukwenza izimanga ezazenziwa iBhova if bethi babelibhalela
Ngcela Manqele uslethele uNxakanxaka mfoka Luthuli
Kanti obani abebengama body guard ebhova ngoba akukho nelilodwa ibodyguard elivelayo mina ngezwa kuthiwa uGqoko,uNgiga noSonakali babegada ibhova
“UShembe uyonibona” 🤣🤣🤣🤣🤣
Mpintshiiiiii kaJehova
Wayesejele nje Sonakali ngenkathi kudlula ibhova yazi ukhuluma amanga lomthaka
Haaabe 🤔
Ungaqinisa ...lala uphumule mfoka maqhawe yize ngakwazanga ukukuphelezela sewuhambi uhambo lwakho lokuggcina..amaAk47 ezibongwen
Wayeboshelweni
@@Victormlangeni-mg4nu good question 👏
@@Victormlangeni-mg4nu akaze akuchaze lokho anginandaba nokwazi ukth wayeboshelweni inkinga nje amanga akuyena mayeth wayekhon emgcwabeni
Yini engathi negejana nje noJaiva awuphawuli ngaye kodwa nisebenze nonke ai kodwa naphekwa inkunzi emalunda bhova likadikadika
Letha ugqoko nonginga naye usonakali khona langifuna kucacekhona lana
Bhut Manqele 😢syacela usilandele utshwala benjinga umkhaya wakho umfoka Gumede
Wasekhulumisa okweDlamanzi kanje uZondi
Uyinsizwa mfoka zondi ngyakuvuma mina
silula isandla Nondaba😂😂😂
Ubani unyambana? Udlana muthi wa wena kkkkkkk?
Wonke lamajongo athi wona bebenza lukhulu endlunkulu belekelela ibhova, bekumele ukuthi banzima manje endimeni kodwa kunalokho bashona phansi alikho ikhono
Kutholakala kuphi lezinto nunu?
UFihl’ ubuso ulokhu ethee😌🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤌
Sicela usibizele ugcabashe
Umlande khuzwayo please manqele.
Wathi ufuna u R5000 for interview bafo🤣
@@perfecttvsa7051 akayeke nkosyami coz imali asiyicoshi
ubuya dsd we mfana we TV?
Ngisacela ungibuzele ku Baba uzondi ukuthi kungani engavelanga ku music video we SMS
Akuyo yodwa nakwi magic akavele wayeseboshiwe
Uboke ulande nenye insizwa okuthiwa uSwidi lapha kutik tik
Sonakali uyakwaz ukucikoza ngeqhawe lakho awenzi kube ngawe bhuti njengosdumangabanye
Manje interview yenu iqala ingaqalile niyahleba oskhevane
Okunye lobhuti wathi ezibonga kuma ak47 okuqala wathi wayengekho kushona ibhova wayeboshiwa akakwazanga nokumncwaba nje
Sonakali wayeboshiwe ngenkathi kushona iBhova
Impela nami ngazi kanjalo futhi khona lasephambanisa khona ngokushona kweBhova lashona emini emva kaSigiya ngengoma manje yena usethi kwakuyisekuseni ngabo 7
Mfoka manqele awustholele yena ugcabashe sesfuna yenake manje umfake imbuzo nje ngokt usthathephi isbindi esngaka sokuzenza ibhova engesilooooo🎉🎉🎉
Kakaphumi ejele lo ongcofana noMbeje uyipokloza.
uGcabashe wangampela uboshiwe and kusekude aphume lo okhon akuyena
Uqinisile lalislncane iBhova
Kanti awucofeki yini usubscribe?
Abafuni Hlongwane labantu 😮
Mina ngicela ungilandela DSS umubuze njengabantu bonke, ungamufakazisi plz
Unamanga kakhulu loyo ayikho into
@@user-bx9kv9xq9m hawu
Lomjita kukhona konke engikubona kuye uyisoka, ikhuliseke kahle lengqwele ingcweti yokukhuluma
Usonakali ngezwa kuthiwa umngqumeni washona esejele uphume sekunemnyaka umgqumeni esashona ingakho ezinye izmpendulo enganazo njengokuthi wayekuphi eshona wafonelwa ubani.
Angithi uyasho kuthi kwase kusile nje😂😂😂😂😂😂😅😅😅😅😅😅