Sonakali Part2-uMgqumeni babefuna kumbulala, Izingane zeBhova,ukushona nokugula kwa Mgqumeni etc..

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 29. 12. 2022
  • PLEASE DO NOT FORGET TO SUBSCRIBE,LIKE AND COMMENT
    IF UFUNA UKU ADVERTISER KWI CHANNEL YETHU SICELA USITHINTE LA FOR BUSINEES KUPHELA:
    WHATSAPP/CALL: 079-39-460-84
    FACEBOOK: PERFECT TV SA
  • Zábava

Komentáře • 79

  • @ernest9605
    @ernest9605 Před rokem +14

    Indoda eneqiniso ekhuluma into eyaziyo uyizwa kusuka iqala ize iphethe ukuthi ikhuluma iqiniso,uSonakali uneqiso

  • @Qiniso89
    @Qiniso89 Před rokem +6

    Sonakali buti watch lakho lithi bling-bling yin Rolex leyo phela kungenzeka nakhu nobonda emuva kwakho ngiyal'bona, ngiyak'bongela buti thina abanye siyathanda ukuthi support umuntu osebenzela ekhaya, qhubeka buti ungabheki emuva manje Pansula...🤘

  • @smonzamanci3305
    @smonzamanci3305 Před rokem +5

    Siyabonga kumthethi wecala kungesilo elakhe nakini niyi perfect tv

  • @sanelemasondo5887
    @sanelemasondo5887 Před rokem +4

    iqiniso ngbhova nangu muntu olikhulumay siyabonga bhuti sonakali
    sibonge mfokamanqele ngomlando webhova

  • @angelamanzini3052
    @angelamanzini3052 Před 2 měsíci +1

    Ngyasikhulula isibysiso ku Sonakali Zondi🙌🏽Mawulalela kahle umlando we Bhova , uphinde uzifundise ukulandela imilando yabaculi abanjengo 2pac overseas.Uzowuqonda umlando wabantu abaphiwe kakhulu (talent) ne over creativity.Ikhona i common element yokusheshe bahambe emhlabeni.Yebo izigigaba zazikhona zona kodwa uyagculiseka ngentando ngankulunkulu.....Phumula Mgqumeni, uyibekile induku ebandla.🙏🏽

  • @fikilemagwaza6231
    @fikilemagwaza6231 Před rokem +3

    I love this guy he tell everyone truth

  • @velenkosinimdaka4839
    @velenkosinimdaka4839 Před rokem +9

    Iyona nsizwa ebuphilayo ubunsizwa obusegazini kuyo, engabuphoqi ubunsizwa, ngthanda isisokasayo uma ikhuluma kuzoba indlela ezibonga ubunsizwa ngayo, hhayi Indaba yokuzihasha ngezinto okungezona izigamekozakho, izihasho zensizwa zizigameko zensizwa

    • @mthembeniwilson2073
      @mthembeniwilson2073 Před rokem +1

      Nondaba kodwa ke kukhona okwasala kuMthethwa (ukuthwetshulwa) please akabuye

  • @user-ul9gg1cz4e
    @user-ul9gg1cz4e Před 2 měsíci +1

    Yes and nengoma yakhe yayisho ukuthi kuningi kungizungeza ukufa nabasekhakomame bazama a behluleka

  • @nomalizoMdudi
    @nomalizoMdudi Před rokem +1

    Ibambe lapho nafo eqinisweni siyakthanda kakhulu❤

  • @nozondela
    @nozondela Před rokem +7

    Cha syabonga Mr Perfect into enomlando weBhova ngiyithanda kabi, manje lendaba yokuthintana kwakhe no DSD wayithinta kanje 🤔🤔 sicela ulande no Gqoko kwelandelayo🙏

  • @Bstcatoons
    @Bstcatoons Před rokem +3

    Unesisoka usonakali bafwethu syabonga mfokamanqele ngath singaba no part 3 nangokuzayo

  • @oupatshabalala6060
    @oupatshabalala6060 Před rokem +2

    khula njalo perfect tv iza nazo manqele

  • @NonzalisekoKemese
    @NonzalisekoKemese Před 25 dny

    Dank Mpintshi laJewova👍

  • @njayibhoza
    @njayibhoza Před rokem +2

    Le sound ekhala kwi background is disturbing 🙇🏿‍♂️

  • @NkosinathiDlamini-km2yr

    Ikhuluma kamnandi lenszwa inesisoka futh amagama ayo mahle 🎉

  • @modernmaskandipodcast9085

    Interview inhle kakhulu bafo. Ngithande ulwazi nendlela alubeka ngayo uSonakali. Masibuka ama interview sisuke silindele into enjena! 👌👌

  • @sifisodlamini6779
    @sifisodlamini6779 Před rokem +1

    PERFECT +sonakali syabonga kakhulu ,,,,,,,scela kuthi usbuzele ku sonakali kuthi ibongo ezithi mthethi we cala kungelona elakhe ekeschazele ngakho ngoba singabalandeli sinolwazi oluthi ibhova lenza icala kodwa lacela usonakali kuthi kuvele yena as uye owenze icala ,,waboshelwa ibhova kuyiqiniso yin lokho ,,mhla kuphuma sms wayesekhona yin usonakali or wayeseboshiwe ,2 yayiba ngakanani challenge Uma befuna intombi bengamagida ngoma bona bebebehamba nebhova or zazivele zifuna ukuqoma ibhova zonke 3 😁 😁 ubani owayengajwayelanga ukuqonywa kibo bengamagidangoma mabephumike beyodlala ,,kwakubani umthembeni lo ibhova elalikhala ngaye kwi DLAMANZI ,,NIKEZIWE kwakumuntu webhova or kwakuyingoma nje ,

  • @siphoselby3725
    @siphoselby3725 Před rokem +2

    Hayi ningabaphikisi ngendlela abachazangayo oDingiswayo singathi kukhona onamanga cha phela abantu abayilandi ngokufana indaba kodwa mawulalelisisa uyacacelwa ukthi labobaba bayayazi into abayikhulumayo ngeBhova. Ake silalele bezenendaba.

  • @BhekumuziZondi-cv8ig
    @BhekumuziZondi-cv8ig Před 9 měsíci +1

    Thethane Luqa

  • @Siyabonga-ro9fn
    @Siyabonga-ro9fn Před 4 měsíci +1

    Kwazeba ingoma zebhova okuy Ndidane 😢😅

  • @SAdilikaI-bulldozerMabha-jt7pm

    uSonakali indoda eqondile thwiiiiiiiii

  • @mbaliBrownsugar
    @mbaliBrownsugar Před měsícem

    Ngyamaz u Twist
    Bok no Twist 😂😂

  • @billyjambwa874
    @billyjambwa874 Před rokem

    Siyabonga mnewethu

  • @bongumuziblessing-uw8jc
    @bongumuziblessing-uw8jc Před 2 měsíci

    Uhluba udlubu ekhasini uSonakali kahle kahle unqinda umnqantuli eyinsizweni sezingaphumela obala ezinenkinga✊🏼😂

  • @graciousmagagula9376
    @graciousmagagula9376 Před rokem

    Nice one

  • @mshishisimphiwe9800
    @mshishisimphiwe9800 Před rokem

    Up nge bhova

  • @siyabongakhuzwayo4277

    Perfect

  • @NkululekoNdlovu-vx8ow
    @NkululekoNdlovu-vx8ow Před měsícem

    Mancinza🤝

  • @SAdilikaI-bulldozerMabha-jt7pm

    Tltlitli 🤣🤣uzophenduk ixoki nawe MaNqele eyy

  • @luyandaxaba9362
    @luyandaxaba9362 Před rokem

    Inhlonipho kusonakali❤

  • @somnyamandlela361
    @somnyamandlela361 Před rokem

    Insizwa ezazihamba nebhova lezi syazazi 🤝

  • @DumisaniMgoza-dj7ke
    @DumisaniMgoza-dj7ke Před rokem

    Insizwa yakwethu❤

  • @dumisanidumisani3274
    @dumisanidumisani3274 Před rokem

    Nayi insizwa

  • @arnoldfiselani9348
    @arnoldfiselani9348 Před rokem +1

    Ngiyakuthanda kakhulu bhud yaz ukhuluma iqiniso um ukhuluma ngomgqumeni

  • @kwenzekagabuzela8750
    @kwenzekagabuzela8750 Před rokem

    Ngyazbongel ngalendaba yalabantu abacula ngomjolo i album yonk .. dankoooo

  • @user-zc6nj6dt4j
    @user-zc6nj6dt4j Před 11 měsíci

    Khuphuka nondaba

  • @njengakuweluvuno3521
    @njengakuweluvuno3521 Před rokem

    Uyabona lengoma eth agudl indlu ngwufakaz kwakungey bhova indidan yawuwaz wonke umsebenz ozokhishwa ibhova libe lingakakhiph futh e jeppe hostela wake wafika ezosizwisa umsebenz akazowukhiph edlala lengoma sasilokh siyicel njalo ukuth akayiphinde emvakwalapho. Sezwa isikhishwe indidane kuqala bese ulalelisi nje. Nokuyicula kwabo kuyazisho nje ukuth kwakwekaban

  • @PhelelaniMkhize-mm8ne
    @PhelelaniMkhize-mm8ne Před měsícem

    Nghlala nayo e Mrafe lenkabi yakwa Zondi

  • @siyabongahope1976
    @siyabongahope1976 Před rokem

    Washaya khona bhuti uSonakali

  • @zaneletshabalala6865
    @zaneletshabalala6865 Před rokem

    Am so deeply heartbroken
    Yho!!!!

  • @umgobhozotv
    @umgobhozotv Před rokem

    🤝

  • @mdubuthelezi7604
    @mdubuthelezi7604 Před rokem +1

    Mfe2

  • @KennethMdlalose-ei5on
    @KennethMdlalose-ei5on Před 2 měsíci

    Iqiniso elisulwa lomntu ebebanika isikwa ayi ngba ayehluleka

  • @martindebele
    @martindebele Před rokem

    Sicela nithole i-equipment ephelele for a podcast bafwethu. Ama lights nama microphone aphilayo.

  • @zipho066ndlovu8
    @zipho066ndlovu8 Před rokem

    Sicela inqino kwenye episode

  • @thisiscolbert3007
    @thisiscolbert3007 Před rokem

    ❤❤❤❤❤

  • @bhekumuzimdletshe6515
    @bhekumuzimdletshe6515 Před rokem +1

    ngiyalithanda iqiniso likaMfoka Zondi

  • @pottersngwadla1195
    @pottersngwadla1195 Před rokem

    Ngyabonga Sonakali mfwe2 ngeqiniso lakho

  • @gptactical6658
    @gptactical6658 Před rokem

    Hawu hawu umagubuzela indoda nge jazi, umafukamela isbhamu ejazini e pakini kwe lase betrams wazenza isboto qeda badlula abakwasidlodlo, bayedeee.

  • @user-qw2pi5ek3k
    @user-qw2pi5ek3k Před 6 měsíci

    Mfoka mlunguza

  • @laphili
    @laphili Před 4 měsíci

    🇿🇦👑🇿🇦👑

  • @mzdl2795
    @mzdl2795 Před rokem

    From where you come from lot of improvemnt dankie. But please dont ask *leading questions.. Okunye bhuti miningi imibuzo esalayo especial kuMthethwa mhlampe komele uyibhale phansi. Otherwise big up.

  • @sfundoshange7049
    @sfundoshange7049 Před rokem

    Inkunzi kayihlehli mayiboshelwe ejokeni

  • @mrlungamrlunga1550
    @mrlungamrlunga1550 Před rokem

    Igidangoma lika Mgqumeni,nelikhe la leader kwi Albums cishe zimbili mangingaphazami,uMthethowakhe wakwa Langa,owaziwa ngoba ngu Mkholwane washonaphi?angizwa lutho ngaye.

  • @mandlenkosilucky9005
    @mandlenkosilucky9005 Před 6 měsíci

    Konke ke uMgqumeni wayenamabhande ezandleni, engisola ukuthi wayesigomele isibhamu😅😅😅

  • @sifisodlamini6779
    @sifisodlamini6779 Před rokem

    SONAKALI + NJENCANE pls pls ps bezebobabili same day Sametime lapho ku perfect TV uba interview ngeskhathi esisodwa kuyoba mnandi ngeke besaba nazimfihlo bekebekhumbuzane nje ngalezya khathi kuhlekwe kubekuhle beke beyichaze bebobabili leyokuhlukana kwabo kuyokhandwa amageza ,,,naleye mali kuthi ndidane yayikhala ngemali yayo iyiqiniso yini

  • @lindaskhosana5733
    @lindaskhosana5733 Před rokem

    Kade belizama iBhova😭💔😭

  • @mbusomabaso1463
    @mbusomabaso1463 Před rokem

    Impintshi kajehova uqobo lwayo...kwelandelayo scela ulande uSmomoza or Ugqoko

  • @phiwayinkosimthethwa570
    @phiwayinkosimthethwa570 Před 2 měsíci

    Qondani Mthethwa usibeka sizwakale kodwa ke i story salengoma ethi Agudl'indlu. And siyezwakala.

    • @NonzalisekoKemese
      @NonzalisekoKemese Před 25 dny

      Mf2 oyamuzwa kodwa uSonakali ukuth uthini Min ngicabang ukuth lengom iphakathi kweBhova neNdidane qha a

  • @sthembisomkhwanazi7503

    Ngiwumlandeli webhova kodwa ingoma ekaMtshengiseni

  • @BaxoleleKolwane-fs2vr
    @BaxoleleKolwane-fs2vr Před 7 měsíci

    USonakali hhayyi nfimgqhwabela izandla uyayithetha inyaniso

  • @ernest9605
    @ernest9605 Před rokem

    Sikufisela inhlanhla emsebenzini wakho Nondaba zimnandi izingoma zakho ngyakuthola nakuma videos akho sizokuxhasa singabalandeli ngise NND

  • @gamingsimulator5759
    @gamingsimulator5759 Před rokem +1

    Ngyayaz nam lento yokuth nithi imfene nenkawu yenzeni

  • @tholakelebuthelezi2175

    Syabonga Mpintshi ka Jehovah iqiniso besesifile amanga oQondani

  • @jobetv6514
    @jobetv6514 Před rokem +1

    UmfokaZondi mina ngimuzwe ezisholo yena some self ukuthi inkinga yethu sinamanga too much asifuni ukuvuma mesingazi,,,, kodwa le yokuthi iNdidane yaphendula iCD yebhova ingakaphumi angiyizwa kahle ngiyayala kodwa ngisazoyilandela

    • @mbekezelingobese8270
      @mbekezelingobese8270 Před rokem +2

      Uhlulwe ukulalela isisoka mnewethu, ingumbuzo leyanto ukuthi yayingaphendulwa na into engakaphum. Okusho ukuthi I Album yeBhova yaphuma kuqala

    • @lindokuhleinnocent6825
      @lindokuhleinnocent6825 Před 2 měsíci

      Awu7​@@mbekezelingobese8270

  • @okandaba6891
    @okandaba6891 Před rokem

    pho uyiculelani njengoMtshengiseni

  • @siyabongachiliza503
    @siyabongachiliza503 Před 9 měsíci

    Whats that annoying sound ?

  • @lunganimngomezulu9442
    @lunganimngomezulu9442 Před rokem +1

    USonakali uke wanyamalala iskhathi, wayekuphi ngoba kunamahlebezi okuthi wayedonsa

  • @siyagee3463
    @siyagee3463 Před 11 měsíci +1

    Ay man kuthiwa lamajita yayithi isiphuma i album seyizwile omunye