QONDANI- uMgqumeni wathwetshulwa, uKhuzani waqedela CD ka Mgqumen, inyanga yatshotsha imali ye Bhova
Vložit
- čas přidán 3. 01. 2023
- PLEASE DO NOT FORGET TO SUBSCRIBE,LIKE AND COMMENT
IF UFUNA UKU ADVERTISER KWI CHANNEL YETHU SICELA USITHINTE LA FOR BUSINEES KUPHELA:
WHATSAPP/CALL: 079-39-460-84 - Zábava
Mgumeni akathwetshulwanga wathathwa ukugula futhi akakufihlanga ukut sifo sini esimudlakho ningandisi ukukhuluma okungesikhona amen
Mekukhona olbonayo ibhova ezulwini altshele ukuth iyngoma zakhe negama lakhe kasophinde kuphele❤
Mina ngibonga wena mfoka Manqele ngokuzihlupha kangaka ngomlando weBhova mfwethu uqhubeke njalo✍️🥀
Kubonga mina bafo👊👊
Ingakho ibhova belikuthanda baba uNyambose into oyikhulumayo iyezwakala yiqiniso❤❤
uNyambose ibuhlungu inhliziyo yakhe eww umbona ebusweni uma ekhuluma nge Bhova💔
Eyyyy iyamthinta lento mfethu ayidluli enhliziyweni yakhe
OThaaasiiiii syabonga Qondani sengiyaz namphambanisela uGcwensa,wagudl' indlu noMgqumeni wagudl' indlu🤟😃
Siyezwa Nyambose 👌❤️🙌🏾
Siyabonga kakhulu nge interview kanqondani sicela usilandela uDsd manje
Zimnandi ziyaskhanyisela lezondaba Nyambose
Sound is bad. Content is top notch!
Sad story i can feel i pain kababa Nyambose
Nyambose uNkuluNkulu akugcine, uphile, wakhombisa ukuba mdala kwibhova ngokwempilo yakhe, ubudoda yibo Lobo 🤝
This is such a beautiful interview ❤
Keeping the good work perfect tv
Syabonga ukusilandisa uksuka nokuhlala ngomlando weBhova, sicela nisitholele uSxhobo Mpungose, DSD, Skhevane, Shobeni Khuzwayo noNgiga
Ohk bhuti eka sxhobo ikhona soyfaka soon
@@perfecttvsa7051 Salute niybambe kahle mfoka Duyaza 🙌🤝 uyancomeka umsebenzi
Nabadla izinsimbi kakhulu abadlala bass guitar.
Khuphuka mfokaMthethwa
Siyabonga ngomlando kodwa I sound ayikho yinhle nibuye nikhulume kancane bafowethu
Lensizwa ayikwazi uku interview umuntu,kusamale isebenze kanzima!!
And ngyakhumbula Indidane ithi wekhehla elidala ngyakukhuza awzame ukwenza okwakho bab uNyambuse
Bona nje yonke into yabo yay-ryt alikho iqiniso elinjalo… kukhona lapho kushoda khona
Gijima weQondani mfanaka Mthethwa uye denvar hostel fike batengel siqatha ononame mabongedlile lawo.kutsho Bhova .....nd ke uqinisil xym
Syabubonga nje ubuqhawe bakho dingiswayo ulwile noma kunzima bhuti
What a sad story😢😢😢😢😢
awu
Nans indlunkulu kamaskandh bafethu
Kusa kusa silethele mfan muhle umsebenzi wakho keep it up
Ngyabonga Mncumbe mfana👊
Sengyayikhumbula ingoma eyayikhuluma ngoma gabela yithi esafika nomjolo
Kungabakuhle lokhu ongafuni ukukuveza kuvezwe yithi abaphawulayo.
Lomuntu omugodlayo umthandeni. Lapho khona ezibiza ngo Nyazi lwezulu
Ey ijulile inkulumo lenkulumo idinga umuntu okwaz ukulalelisisa dankie Mthethwa
Mina ngifisukwazi ukuth I album amaduma amahle yayi lead ubani
Uyawazi umlando
Syabonga ngoqondani ayiphelele eka sxhobo siyayicela bol
Usukhona part2
Cha ukhulume kahle Nyambose
Ugcwensa ubeyi Nkosi
Sicela uMasefane uGatsheni eMsinga
Nyambose akusize oyedwa enganeni zika Mgqumeni
Ngophuphe umakhelwane enqunu engidunusela uyangithakatha khuphuka Nyambose
Akasaqhabuli nokuqhabula nayi intenentsha inuka i colddrink
Sicela uDSD
Sibonga kakhulu mfo ka Manqele ngale interview kuningi esikuzuzile kumfo ka Mthethwa
Kubonga mina bafo
Nyambose kumele sidle inyama kwa Mai mai
Ay le Ntatheli iyaybuza into engekho mxm
Manqele ngcela ustholele laba obaba Mfiliseni Magubane, Hhashelimhlophe noNxakanxaka
Heeshe mfoka nyambose yebo mfoka mpongo unjani kodwa mfethu...Umgqhumeni titleabalandeli: umnandi loya shuni enanikhuphuka ngawo
Mfoka manqele ngiyabonga ngithanda umoya wakho nkunzi so nginescelo esisodwa nje qha ngicela ungilandele njencane no Qondani ubabophele bobabili ubapheke ngombuzo same time
Mfowethu ungakwethu wena ngzokwenza njalo Mshengu
Ngivumelana nawe Mshengu
Sicela DSD MANJE
💔💔💔💔
Hawu sifike kanjani Lana manje?
Up mfe2
Uncedile uSxhobo wazizela apha yazi. uyaxoka lotata uSxhobo wamfumana seRecordile uMjikijelwa. 😂😂😂
Sicela kubaba uqondani asisizele usmiselo kwezomculo siyamudinga kwezomculo usmiselo
Nginawe bafo ngigcwele ngoqondani
Ngiyazi bafo kade ukhala ngale interview 🤣🤣👍
@@perfecttvsa7051 bafo akekho umuntu omela IQINISO nje ngoqondani bafo .kushoda ushobeni
Babu mthethwa xolise umoya wakho ngeke ungibulale🤣🤣🤣ngavele ngakhumbula indidane
Cha lobaba ukhuluma qiniso
Cha wayephiwe Kodwa uMgqumeni bakwethu syabonga baba uMthethwa waze wayicacisa lento
Yabona locc awanika Indidane isinene walibulala iqembu.syabonga babunyambose ngokusilandisa.
Yini kodwa ukungihlekisa😂
Mxm lomxabanisi namanga
Wawukuphi wena uyoze ubone amanga nje?
Kawhlukane negamalami babuMthwethwa kawhlukane negamalami babuNyambose
Ey unamanga loQondani
Niyasidakelwa nina nikhuluma izinto ezihlukene nina uNgiga noKhakhangelani bayayiphika nje leyonto
Yimi kuphela yini ongayizwa I voice kaKhuzani kulengoma kaMgqumeni ethi "Inhliziyo Zethu"
Nami angiyizwa sdalo 🤧💔
Uthe uqondani umuntu ongasile kphela ongayizwa😂
Dat means kshuthy wayishaya kahle umfoka Mpungose, akathulelwe isgqoko
Wena Mthethwa kushukuthi akaze uye eskolen awbatsheli Ngan abantu ukuth ingoma yebhova ya editwa not Kut yaqedelwa
Ulamanga lo
Hhay aybhalansile lento… lobaba uyikhethe iqiniso… nale-perfect tv angsayqondi noma eyokudincilela phansi indidane or what?
Akucindezelwa muntu kuxoxwa ngomlando weNkosi yoMaskandi esabusa namanje uMgqumeni umfoka Khumalo ozalwa uMaMseleku
Akekho umuntu othi uKhuzani akayiqedelanga iAlbum yeBhova kuphikwa ukuthi wayiqedela ngoba kukhona okushodayo kodwa Abantu bakholelwa ekutheni akhishwa amaBackings kaMgqumeni kwafakwa akakhuzani ngamabomu ngoba kwakuyizingoma ezazisalile lezi akuyona iAlbum eyaqalwa phansi.
Dankie Mlaba mfe2
Umthethwa uthi ukhuzani wayiqedela ialbum yebhova kodwa futhi uthi wayengekho kule yokugcina ialbum wagcina kusafakwa izinsimbi pho usho kanjani ukuthi yaqedelwa kodwa wayengekho thina sifuna umuntu owaye khona kufakwa izwi LA khuzani esho ukuthi kwenzeka kanjani ukuthi umgqumeni angasakhona ukuyiqeda futhi wagcina kuphi ukuyicula
Ngisho engafika esho ukuthi yebo wamboba abalandeli besikhova bazophika
U shobeni wachaza nje ku real tv 1 niyizilima nomona ninawo bo swine
UShobeni engani wachaza nje kahle ku-RealTV.
ai unamanga lobaba, yena yonke into nje yayenziwa nguyena kuMgqumeni
Bonke laba bahlupha ngamanga nje
Wazini ngoba wawungekho wena
Ngicela ulande ubaba uShobeni
Ikhona
Landa u mpungose ke manje bafo ngoba igenge yendidane iyakhala
Ikhona ngzoy upload soon
Imnandi lento bafethu
Ngyabonga Duyaza
Lobaba is not make sure ngaye kuyona yonke nje into eyenzekayo yena ukhona fut konke kuhlelwa wuye kanti Ibhova lase liyischuse yin?
Madala hambo uyohola impesheni manje ayikho lento yakho
Nami leyonkulumo yakhe angiyizwa kahle konke kwakwenziwa nguye...wonke umuntu ufuna ukugqama
Nazini ngoba naningekho nina?