iBhovah lethu sukaaaaaaaa yeyi siculeliwe thina indoda eyayingawuculi udoti ngomlomo wayo umculo kaMgqumeni awuphuphi sdalo syabonga mfoka Zondih ukukhuluma iqiniso bese sfile abantu abadukisa umlando weBhovah asambeeeeeeee-ke!!!✊✊✊
Thina esazi ama interview kaMgqumeni lensizwa ikhuluma njengaye ngqoo
Le nsizwa yasale yakhuluma njenge bhova noma ngizwa ngedwa
Ndiyamthanda umtu onenyhani Buda yam uthetha inyhani iclean Dyani big up mfoka Zondi 🔥♥️
Kmele nizame noma amanzi u can't interview people for an hour without a sip
Dankie mthethiwecala kungelona elakhe
Bekuyi nsizwa um'gqumeni akekho oyosivala leso'skhala 😭😭😭
Usonakali🤣ukhulumisa okwaMgube...kodwa up Pansula lakonondaba
Dankie mfoka zondi ngiyaQala ukuzwa iqiniso ngeQhawe ibhova
Noma umuntu engalindulela leli, kodwa bakhona abayosala balikhulume iqiniso ngawe.....Siyabonga Sonakali 🙌🏽
Iyibongo chaa ngangithi ngu jaiva kanti uwena ngazokubona ku video 🙏🙏chaaa uyinkinga
Mfoka Zondi♥️🙌🏾
Nkulunkulu ka Jehova❤
Nondaba syabonga engathi kungahamba kahle okfisayo sbali
Eyangakithi insizwa phansi emsinga esigodini sasenzala 🙌🏼embhuqweni
Kodwa uyalikhuluma iqjniso umfoka Zondi emlandweni weBhova
Ibhova❤❤
Akuvamanga ukuthola umuntu okhuluma iqiniso njengawe qhawe
Dear Bhova ❤
ipansula 🙏
Inkulumo yakho kodwa ngathi iyahluka kuneka Mthethwa.
Kwakungathi wayephuthuma...isikhathi sakhe
Sonakali uyindoda
Uphinde usibuzele Manqele ukuthi iBhova lalithatha how many day's ukuqeda album
Bathengele something Manqele i drinks namanzi bro
Sonakali what about shilisi?
Kunin ngifisa ukuyibona impintshi ka Jehova cha uyazibonga lobhut
Kwasiza kakhulu ukuhlukana kwabo iBhova neNdidane kuwenzil umehluko eympilweni zabo.AKUCACE LOKHO NJE ningakushiyi
Wayibeka mfoka Zondi
Shep
Ay cha unesisoka mfoka Nondaba waybeka yakhanya bha
manje vele iqiniso ukuth lake labhunyela ngamanzi onjencane😂😂
Park Central
Urayithi hayi uqondani lowu
wakhuluma kahle mthethi wecala
Iphiwe lensizwa, halala.
Iqiniso ukuthi uDlubheke wayebizwe ibhova ukuthi aphendule iChalaha
Ubizwa nini u DSD?
Musa ukuchema interviewer uma ubuz imibuzo.
Yaz nam bafth mangkhula bengazi ukth umculo,omfazomnyama,omahawukela obhekumuzi nabanye,bengaz ukth umculo umaskand
Lendoda iyasibeka inqiniso yo
Siyabonga hyi mina nomangizibhedela ngedsk Yami bht umaskandi ngidlala bonanje wayimemeza ekuseni umawayo wathi muntanami sumuqomile yiniukhumalo kkkkk
Sonakali Musa ukuchema isho esteji kwenzakalani wafihla Uma sekumele uchaze ukuth indidane yenzan esteji ai kwahlen madoda
Usukhulphele Sonakali ukuphethekahle uJaiva ngakugcina unomzimba omncane ngiyadlala Bhuti uMthandi weBhova lo eMsinga ePomeroy esiFuleni ngithi khuphuka Pansula laseMsinga
I don't hear anything about Mthethwakhe u MKHOLWANE he was also working under Mgqumeni
Mina bafowethu mingivusela amaxeba ngoba kwathiwa emsakazweni ushonile UMgqumeni sakhala uyezwa kwangalaleka ngisho ebusuku siphinde ngesonto sizwe ezimnanda sijabule kuthi the following Sunday yadlula ikhumbi ebomvu ithwele isipikha phezulu ihamba icula ingoma ethi wayishaya unina wayibiza ngesikebeleshe ilandelwa yiqulu labantu yoooo angifuni ukuqamba manga ngiyalandela kodwa kangikamboni umculo oyovala isikhala sikamgqumeni
Hayi uyinkunzi sonakali keep it up aslong uthinta ngom'landu webhova lika dikadika 👌👌👌