Umshayeli Ka-Bolt Owasinda Esevalelwe eBhuthini| Bolt Driver Stories EP 3

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 16. 04. 2024
  • Ngicela weseke I-Dawud TV ngokuthi u-Subscribe ngokukhokha imali ongakwazi ukuyi khokha.
    Uzokwazi ukuxhuamana nami, nokuthola ulwazi mayelana nezinto ezahlukahlukene ezithinta I-Social Media.
    Izindaba uzozithola zivutha amalangabi.
    To Join click here: / @dawudtvza
  • Zábava

Komentáře • 155

  • @user-md5ux8cj5w
    @user-md5ux8cj5w Před měsícem +13

    Mfowethu uyixoxa lento eyakwehlela sengathi uyadlala kodwa izinto ezenzeka njalo futhi abanye ababi nenhlanhla yokuphuma bephila. Siyambonga UNkulunkulu ngokukusindisa. Lomthandazo owawushaya UNkulunkulu wakuzwa wakusindisa. Umbonge njalo oNgabonwayo.

  • @user-sh4nn2ce6d
    @user-sh4nn2ce6d Před měsícem +5

    Asinikhohlwa masikhuleka bantwana bethu ngoba siyahlaseleka emhlabeni mbonge ujehova mphefumulo wami siyaphinda siyabonga namanje

  • @user-jf2eo5bo3v
    @user-jf2eo5bo3v Před měsícem +12

    All its God's grace. God heard ur Prayer .

  • @kgotsomolefe3192
    @kgotsomolefe3192 Před měsícem +8

    I am sorry my brother I'm a Bolt driver, it happened to me also... God is great...

  • @ayandapahlwa
    @ayandapahlwa Před měsícem +3

    Same story broer mna ndazivulela lobhuthi sisendleleni apho ndiobulalwa khona bt always God is good..

  • @lenfordmxolisidlamini6881
    @lenfordmxolisidlamini6881 Před měsícem +3

    I wonder how many of many of other Bolt drivers who did not escape from those Devils. God is great. Keep praying brother dnt stop just because you were saved, no, pray for others to be saved as well. We pray, dear Lord, to you to save your children from all evil of this world.God listens God answers more properly than you can imagine

  • @Nhozanhoza
    @Nhozanhoza Před měsícem +9

    This is exactly what happened to my husband on 5 May 2018. Prayer is everything u were saved by the prayer that u did

  • @user-kh7qq6xx6l
    @user-kh7qq6xx6l Před měsícem +3

    Wangibulala ngensini ekubeni uxoxa indaba edabukisayo Uma uthi wasinda ngobethole kanti ukuthiwa ngasinda. Ngokulambisa

  • @user-zt3si4vm1n
    @user-zt3si4vm1n Před měsícem +15

    Wasinda ngobethole kusuke kubuswalapho mfanawam.kutywa ngasinda ngokulambisa angobethole

  • @NcamisileMtolo
    @NcamisileMtolo Před měsícem +7

    Nenhlanhla phenduka ungabe usayeka God is with you and he need to be in your life boy

  • @dabsmazomba8951
    @dabsmazomba8951 Před měsícem +5

    You were saved by God and we happy for your safety be blessed🙏

  • @user-bh9rt8vx9v
    @user-bh9rt8vx9v Před 21 dnem +1

    Siyayibonga imisebenzi ka thixo kwakungelula

  • @user-lh8jh1sk3z
    @user-lh8jh1sk3z Před měsícem +3

    Amaphoyisa eskhathini esningi akuphendula ihlaya uma uzovula icala. Ngiyakwazi kwenzeka kimi

  • @scelowonkewonkembonane970
    @scelowonkewonkembonane970 Před měsícem +3

    Waba nenhlanhla, uNkulunkulu usanecebo ngawe

  • @robsel-oi4en
    @robsel-oi4en Před měsícem +7

    You were saved by the prayers you made whilst you were in the boot, my brother you can cooperate with the thugs yet they still kill you. Lord Jesus Christ is the one who should take credit for your life.

  • @user-tz4ux9fb6k
    @user-tz4ux9fb6k Před měsícem +2

    Oh god syabonga bhuti wami wasinda eyimpisini jesu

  • @KhayelihleZulu
    @KhayelihleZulu Před měsícem +5

    Wasinda ngokulambisa bhuti kubajebhuli

  • @NkamzaDj
    @NkamzaDj Před měsícem +3

    your story siyafana nesami bafo yazi😢😢😢😢

    • @DawudTVza
      @DawudTVza  Před měsícem

      Kwenzekani bafo kuwena? ngicela ungithinte kuWhatsapp 0651072007

  • @SithulisiweMpofu
    @SithulisiweMpofu Před 21 dnem +1

    Very traumatic. My cousin's son did not survive a hijacking of that sort😢😢

  • @ntombifuthimthabela5670
    @ntombifuthimthabela5670 Před 29 dny +1

    😂😂eyokusinda ngobethole kukubi kangaka into eyakwehlela.Eishy unzima lomsebenzi wenu

  • @daliwonga944
    @daliwonga944 Před 9 dny +2

    I was also kidnapped by two thugs pretending to be a bolt driver, searched me and took everything at gun point. Left me in the wilderness, with no money. I was praying to God they just left me there and i managed to get home on foot. The police and cameras are useless😢

    • @DawudTVza
      @DawudTVza  Před 9 dny

      Eish its hectic man. Please send me message on Whatsapp: 0651072007

  • @musangobese1815
    @musangobese1815 Před měsícem +3

    Be blessed bhuti shm

  • @ntokomazungus789
    @ntokomazungus789 Před měsícem +1

    Jesu Kristu..siyabonga kuthi uyaphila .kodwabonke labo abayizigebengu..abanazibsuku zokuphila ..

    • @user-nt6qk3xb6w
      @user-nt6qk3xb6w Před měsícem +1

      Thixo mdala ,akalingani namuphi u muntu ,Thank you lord

  • @nomvuladubazane7389
    @nomvuladubazane7389 Před měsícem +3

    Wasinda ngokulambisa

  • @NdumisoObinna
    @NdumisoObinna Před měsícem +3

    Mbonge u Jehova

  • @masibongentuli3384
    @masibongentuli3384 Před 29 dny

    Ohh bhuty bakity 😢😢😢 ngaze ngasab

  • @mthokozisinala883
    @mthokozisinala883 Před měsícem

    Nawe uvumela ingwenya ihlale emvakwakho nami ngabe kwangenza kwashuthi ngi🤘🤘 ngathi zonke one side ngahamba sebezama ngala yasho leyonto

  • @celumusamyeni5295
    @celumusamyeni5295 Před měsícem +2

    Asikho nje isizulu esithi (ngasinda ngobethole)

  • @user-hu2vt8bi6i
    @user-hu2vt8bi6i Před měsícem

    Ndiyakubongela buti wam our God is the God of second chance nomthandazo wakusiza kakhulu uThixo unecebo ngempilo yakho.

  • @Zamazopdlamini
    @Zamazopdlamini Před měsícem +2

    Kunzima emhlabeni mina kwenzeka ngthathwa zinkabi ze dorltjota Westgate mall 2013 kuya 2014 kwaku nempi kuma association amabili ikagiso ne rodeport abaningi bathuka mabengbona ngbonga amadlozi kithi nonkulunkulu😢😢😢😢

    • @DawudTVza
      @DawudTVza  Před měsícem

      Please Whatsapp me bafo 0651072007

  • @sthembisozinhle3944
    @sthembisozinhle3944 Před 28 dny

    Ngiyasizwa istori sakho kodwa uyayphinda leyokuthi usinde ngobethole

  • @user-lb8fr5zv7j
    @user-lb8fr5zv7j Před měsícem +1

    Siyakubongela god is good

  • @tebalokhutlang3899
    @tebalokhutlang3899 Před měsícem +1

    I FEEL YOUR PAIN BHUTI UQAPHELE ALL THE TIME NKULUNKULU AKUKHUSELE

  • @RealTV11
    @RealTV11 Před měsícem +3

    Kwanzima 😢

  • @user-jd1rq4un6f
    @user-jd1rq4un6f Před měsícem +2

    Phephisa.mina ngiyakuzwa akungthus.ukusinda ngobethole.vel abantwan bamanje.abasaz isizulu bt sibong impilo.

  • @user-sd2qr9gz7g
    @user-sd2qr9gz7g Před měsícem

    Shame lusizi olwakuvelela ndi Dana but siyabonga Jehovah Amandla akhe

  • @ntombifuthimthabela5670

    Zibuhlungu lezitory sengesaba nokuzilalela ayi cha

  • @frederickmkhombo4475
    @frederickmkhombo4475 Před měsícem

    Ey Ubhuti wami phela lo... Mkhombo, kwaze kwabuhlungu ukubanjwa inkunzi uyi bolt driver... I nearly lost my life as well as a driver eNyanga cross road. I was left scared for life, with a broken finger aswelll. sesibonga ukuphila.... sibone abadala though it all

  • @user-mu3hf1vf1i
    @user-mu3hf1vf1i Před měsícem

    Ohhh enkosi thixo siyambonga Nkosi yam ungamlibali uthixo🙏🙏

  • @sethembilengidi3495
    @sethembilengidi3495 Před měsícem

    Dear god syabonga
    Indawo yangakithi leyo noma ngilaNewgermany
    Syabnga phakama jehova Vikela obhuti abashayela ama uber
    Ngoba abamufakanga emfuleni eMgeni
    Nkosi nomusa syabonga Sibonge naku bantu bakini Obaziyo nongabazi bakuvikela🙏🙏🙏🙏🙏😭😭

  • @sakhisizwesakhindovela1503
    @sakhisizwesakhindovela1503 Před měsícem +1

    Eish mfwethu your experience is really a difficult one unkulunkulu akubusise

  • @sibusisosikhakhane5650
    @sibusisosikhakhane5650 Před měsícem +2

    Story Sami Siyafana nesa lo Mf2... Ey kunzima kule industry

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 Před měsícem

    Salusuphenduka ngane yam u Nkulunkulu wakusindisa.

  • @lihlesikhakhane9600
    @lihlesikhakhane9600 Před měsícem

    We thank God for your life ngane yami

  • @user-hy3qd5ku4o
    @user-hy3qd5ku4o Před měsícem +1

    Lelizwe bakwethu seliyesabeka kakhulu

  • @mondlimchunu2169
    @mondlimchunu2169 Před měsícem

    Mf2 God remembers his people......He made sure you come out alive ...... God is good brother .....

  • @AdmireNcube-jw6um
    @AdmireNcube-jw6um Před 25 dny

    God is powerfully

  • @user-tf3cz1ny4x
    @user-tf3cz1ny4x Před měsícem

    Sibonga ukuthi wasinda bhuti aish ngiyaqabanga nje sowvalelwe ebhuthini,yah kunzima

  • @jacobbesele8713
    @jacobbesele8713 Před měsícem

    Eishhhh mnganami 😢

  • @siphomthiyane6769
    @siphomthiyane6769 Před měsícem

    Wasinda ngibethole 😮 ....isiZulu sakho bhuti siyadida ...

  • @NonhlanhlaNkwanyana-ch9up
    @NonhlanhlaNkwanyana-ch9up Před měsícem +2

    Unkulunkulu akalahlani bhuti wami🙏

  • @user-hv8qy1bf1t
    @user-hv8qy1bf1t Před měsícem

    Ubonge ujehova bfo😮

  • @smisosmisogambu6205
    @smisosmisogambu6205 Před 24 dny +1

    nami bafo giphuma lapho for 3x gibanjwa edurban

  • @xololusandalonwabombatha4643
    @xololusandalonwabombatha4643 Před měsícem +5

    Bolt should be shut down in SA coz. Ai mf2 most hijackings are through bolt. Uber is not perfect but its safer

  • @alfroxTmo465
    @alfroxTmo465 Před měsícem

    God is good my friend

  • @MikaSs-pm7yz
    @MikaSs-pm7yz Před měsícem +1

    Mmm jesu uyangikhalisa sheim😭😭😭 ndlel ngu zonda ngawo uber laph u bbe wabanjwa inkunz folwen wahucwa ne moto awu uber man naye ...wasind ngikut babakh station comander G.G yatholwa moto kodwa yrn walimal kanzim

    • @DawudTVza
      @DawudTVza  Před měsícem

      Mawucabanga angafisa ukusixoxsl istory sakhe?

  • @user-vu7vz7qq4g
    @user-vu7vz7qq4g Před měsícem

    Ukurequester kuyinhlanhla ukufika uphephile abathembakali lababantu sisuke sibambumoya nje

  • @ndwekazim4881
    @ndwekazim4881 Před měsícem

    Awuhlanyi mfo wethu, abantu bakithi sebephenduke okwesabisayo, abantu abangenacala babulawa okwenja💔

  • @ShabalalaMenzi1502
    @ShabalalaMenzi1502 Před měsícem +1

    Wasinda ngokungalambisi amathongo akho bafo

  • @BongumusaMntungwa
    @BongumusaMntungwa Před měsícem

    Ai ngyasizwa story salendoda ngyamuzwa futhi uthi ufundile but isizulu sami ngendlela akasiphula ngayo usinde ngobethole, usinde lubhojozi kuningi nje akakubeki kahle thina mazulu siyalimala mawuphula isintu sethu kabuhlungu kanje

  • @ayandamncube6797
    @ayandamncube6797 Před měsícem +4

    Ukusinda ngobethole kusho,umebuso,asingeni la lesisaga,noma.isisho kulenkulumo.yakho bhuti,syabonga wasinda

  • @celiwekunene2506
    @celiwekunene2506 Před měsícem

    Kusindwe ngobethole-kuyabuswa lapho nsizwa.Sbonga impilo kukho konke

  • @oupajohannes
    @oupajohannes Před 22 dny

    Danki ngane yakwethu unkulunkulu mkhulu

  • @ntokomazungus789
    @ntokomazungus789 Před měsícem +1

    Ayibo konke lokhu.kwenzeka la e drbn .

    • @DawudTVza
      @DawudTVza  Před měsícem

      Dubane Kwelikabhanana!!! 🥹

  • @gugumazibuko6275
    @gugumazibuko6275 Před měsícem

    NgangiwufemaleUber driver for 7 months ngo2022. Nami ngangiphola engqondweni uma ngilayishe abelungu. Into ethiwani ke loyo??

  • @sabeloinfo8061
    @sabeloinfo8061 Před měsícem

    Wasinda ngokulambisa ndoda ayi ngobethole but syakubongela ukt wasinda kwizintswelaboya

  • @user-yd5me1gx5k
    @user-yd5me1gx5k Před měsícem

    😭😭😭😭😭Waze wangikhalisa bhuti wam koda ngasasuki kujesu

  • @NoxoloSithole-pm8yn
    @NoxoloSithole-pm8yn Před měsícem

    Yhooo bhuti wam yazeyabuhlungu lento uyithethayo fanele ukuba uyambonga unkulunkulu

  • @PhumeleleNgcobo-bw2uu
    @PhumeleleNgcobo-bw2uu Před 26 dny

    Wasinda ngobethole uthini lombhemu

  • @user-iw4pi3wg4e
    @user-iw4pi3wg4e Před měsícem

    Amaphoyisa atapana kancane mfeth ingakho abantu abaningi bewabulala nje, udinga usizo kodwa ungasizakali. Ubugebengu buningi emzansi

  • @PhumzilenohlakaniphoTembe
    @PhumzilenohlakaniphoTembe Před měsícem

    Sizwe simnyama konakaleph ngempela

  • @mabuyihlengwa8692
    @mabuyihlengwa8692 Před měsícem

    Ungayeki ukukhuleka umkhuleko wakho washesha wazwakala😢

  • @msawenkosihlongwane5490

    Mawuthi episode 3 do you mean kuno 2 and 1 of the same guy? Sengibheke ngaze ngakhathala

  • @BandilerMajozi
    @BandilerMajozi Před 27 dny

    Ey kunzima nsizwa sibonge umphefumulo musahlangene nenyama....koda okumele ukwaz ukut uma kuthiwa kusindwe ngobethole. Kusuke kushiwo ukut bekubuswa lapho

  • @thobemcwango6914
    @thobemcwango6914 Před měsícem

    Usinde ngobethole 😅

  • @user-fd7ls5ck6i
    @user-fd7ls5ck6i Před měsícem

    Bekusindwe ngobethole ubulongwe, cishe Wafa Wena Kodwa,okusho kt wasinda ngokulambisa bafo wami.Phephisa mnewethu ubonge amathongo akini

  • @user-zi5tf4dy9q
    @user-zi5tf4dy9q Před měsícem

    Bagangile abafana 😢😢

  • @bonganimhlongo8830
    @bonganimhlongo8830 Před měsícem +1

    Ngithi u DSD lo 😢

  • @user-ks4xx1jl7s
    @user-ks4xx1jl7s Před měsícem

    Wasinda ngobethole mmm

  • @user-fr1dr6ww1j
    @user-fr1dr6ww1j Před měsícem

    Is bad one of my. tanants was drugged by the bolt drivers in Umthatha EC and was rescued by other motorists worse was from Limpompo working in one of the hospitals they took her to Mthatha central police station and I was called to go and fetch her thanks God for saving her this vice versa kunzima.

  • @manqobamalo8713
    @manqobamalo8713 Před měsícem

    Ngobethole> kusuke kubuswa bafo
    Ngokulambisa >uphunyuke ekufeni

  • @thabanidlamini5573
    @thabanidlamini5573 Před měsícem

    Amaphoyisa akaDabeka odoti naphuma ngolwesihlanu bayothenga ama kfc bathi izimoto azikho ube uzele into ebalulekile

  • @ntokomazungus789
    @ntokomazungus789 Před měsícem

    U professor lo.osiza abase mgwaqeni

  • @ConfusedAlligator-mn9xh

    Sbonga uMdali kukho konke cos abanye abasindi .

  • @mbusondlovu6041
    @mbusondlovu6041 Před měsícem

    Usinde ngobethole nkabi? Iszulu sakho🤔

  • @MelusiMkhize-ur3ir
    @MelusiMkhize-ur3ir Před měsícem

    Sbonga impilo ngane yakwethu

  • @PatrickSibisi-mq3wv
    @PatrickSibisi-mq3wv Před měsícem

    Wasinda ngobethole mfowethu.

  • @siyandabolo3435
    @siyandabolo3435 Před měsícem

    Uthole untanga wakho this time 😅

  • @Kwinanamatilda
    @Kwinanamatilda Před měsícem

    ,asibonge ophezulu nabakini bakusindisa .ndiyabulela nkosi

  • @user-yd5me1gx5k
    @user-yd5me1gx5k Před měsícem

    Mkhaya wam emanguzi ezangomeni stopin

  • @maggiemalefo7582
    @maggiemalefo7582 Před měsícem

    My brother. What you saying about you afraid of our own people. I do too. Why because bad experience with us blacks. Not all but most we doing horrible things.

  • @IgnatiusMaphosa-gb2yx
    @IgnatiusMaphosa-gb2yx Před měsícem

    Hmmmmm kunzima emhlabeni 😢

  • @masentlejiyane6021
    @masentlejiyane6021 Před měsícem

    Wena why u senza ehailing, nge polo car

  • @khulekanisibusiso859
    @khulekanisibusiso859 Před měsícem

    Sometimes kuhle ukusebenzisa isizulu kodwa kumele uqaphele ukuthi usifaka ngendlela elungileyo yin ukusinda ngobethole kusho something different my brother ngithanda ukucikoza kwakho😂

  • @BossgeeAngel
    @BossgeeAngel Před měsícem

    My boyfriend wasinda ngothixo 💔😭😭he was traumatised kakhulu they took R6000 his tekki,bag his work stuff they broke car window..they wanted to took a car but they couldn’t afford to remove car keys because the car was on N T

  • @PhumlaniTshekela
    @PhumlaniTshekela Před měsícem

    Sory mfethu sibonga nje wasinda,bendizobuza mna ukuth ayikho na enye indlela abangayenza if kunomntu owenza request for itrip ingavumeli abantu abay2 coz ey abantu bakhohlakele uryt oy1

  • @thabosoweto3094
    @thabosoweto3094 Před měsícem

    Damn!!!

  • @user-zi5tf4dy9q
    @user-zi5tf4dy9q Před měsícem

    Sorry bhuti it's too bad 😢😢😢

  • @user-ix8pr6un7w
    @user-ix8pr6un7w Před měsícem

    Yo it's so sad

  • @ZibaniNhlanhla-zw4yc
    @ZibaniNhlanhla-zw4yc Před měsícem

    Besifihla umngan wam bamdula bathatha imoto last month eKenvil