sangcwaba isidumbu esiwrong

Sdílet
Vložit

Komentáře • 153

  • @thandekakhumalo7298
    @thandekakhumalo7298 Před 2 měsíci +8

    Hhayi losisi ayisekho inkinga Lana ngoba bamthola umfana

  • @NtombifuthiMazibuko-jf4nx
    @NtombifuthiMazibuko-jf4nx Před 2 měsíci +7

    Nalocc ukhuluma into engezwakali ngathi wayengekho

  • @PhumelelePrincess-ee5uc
    @PhumelelePrincess-ee5uc Před 2 měsíci +10

    Ucc ufuna ini kahlekahle mina ngididekile yz

  • @thembanindlovu356
    @thembanindlovu356 Před 2 měsíci +4

    Amakhaza asesibhedlela, mphathihlelo bantu.....

  • @user-pc2ho6mv4g
    @user-pc2ho6mv4g Před měsícem +2

    Yayaz indavundavu yendaba wiiiiii😊

  • @user-ix8pr6un7w
    @user-ix8pr6un7w Před 5 dny

    Ayi cc ngingumlandeli kathuleleni njalo ngibuya ngaphandle akutsho ukuthi Yonke into embi kwamele nikhombe thina senziwa yisimo ukuba lana

  • @oramalatjindlovu1653
    @oramalatjindlovu1653 Před 2 měsíci +2

    Ingane kasisi wenu ongasekho aniyi coveranga ngani nivike ngokuthi ibìhlala kubo ayi ubudedengu nithuma nomuntu ongayazi Ingane kadade.. ufunani ngempela la

  • @user-cn2vx2sv6o
    @user-cn2vx2sv6o Před 2 měsíci +5

    Well repramended, lkwerekwere😮😮😮😮hayi bo cc.

  • @matshidisotema2041
    @matshidisotema2041 Před 2 měsíci +1

    Wow you are a very good counselor and a comforter to our confused sister God Bless

  • @MzwaneleTenza
    @MzwaneleTenza Před 2 měsíci +3

    yes emakhazeni asebhedlela nduna akhona mamakhaza esbhedlela

  • @user-hg5zi4rs8g
    @user-hg5zi4rs8g Před 2 měsíci +6

    Kahlekahle cc yini Lena engaka ayidingayo ngoba ingane bayithola bayifihla manje sekafunani ngoba uthi wayibona

  • @thabisilezulu7249
    @thabisilezulu7249 Před 2 měsíci +3

    Wakhuluma Bhuti. Yazi u not taking sides❤. If I was this lady I was gonna take ur advice yazi n move with it.

  • @khanyicele3688
    @khanyicele3688 Před měsícem +1

    Phephisani sisi,ngokulahlekelwa umntwana kasisi wenu. Nxeseni nangephutha elenzeka. Maka phumule ngokuthula umfana🕊️

  • @SiphamandlaNxumalo-vb6zq
    @SiphamandlaNxumalo-vb6zq Před 2 měsíci +1

    Sengathi ungasizakala sisi kodwa ungayi nowayekhona bexabana ngoba e mooi river iselokishini laphaya kanti futhi bakhula ngodlame abantu bakuleyansawo 🤞ezase pmb

  • @NtombiMadlala-pe7eg
    @NtombiMadlala-pe7eg Před 2 měsíci +2

    Ngeke kukhona okungahambi kahle kulo cc inkulumo ayihlangani ufuna usizo lwani ngoba kwagcina kulungile

    • @nokuthulakhanyile6065
      @nokuthulakhanyile6065 Před 2 měsíci

      Nami angizwa nje ukut yini efunakalayo la nangu esethi nalesi sikababa omdala useyasbona ebsuku

    • @user-ci4jk2fv3d
      @user-ci4jk2fv3d Před měsícem +1

      Mortuary Yesi bhedlela

  • @nosindisosdudla3317
    @nosindisosdudla3317 Před 2 měsíci +2

    Asizwakali lestory kahle kahle umah akakwaz ukxoxa
    Ngbonge ithuba

  • @KhulekaniDlamini-fp2kt
    @KhulekaniDlamini-fp2kt Před měsícem +3

    Indaba ino 70K la.

  • @nontwintlekomani9370
    @nontwintlekomani9370 Před 2 měsíci +2

    Lomntu wayese makhazeni asibhedlele xa kukho no matron

  • @user-zq5mr6we7v
    @user-zq5mr6we7v Před 2 měsíci +4

    nakho ukuphisana ngengane

  • @user-jm1xt9gu4d
    @user-jm1xt9gu4d Před měsícem +1

    Kahle kahle,lento eyenzakele,iyenzeka imindeni eminingi,nangesikhathi sekhovithi, baphela abantu bengcwaba izidumbu abangazazi,abanye babengcwaba ngisho amandiya, kwakushubile nokho sibonga ukuthi wagcina, usigcwabile isidumbu sakho.kumele masise mortuary sisi checkisise isidumbu.

  • @thulimabaso
    @thulimabaso Před 2 měsíci +2

    Akazwakali nje locc akuphi amakhaza makunje kanti locc ufunani kahlekahle wamudala cc unganamasigcwabisane yebantu kufiwa kangaka

  • @HlengiweKhumalo-n4u
    @HlengiweKhumalo-n4u Před 24 dny

    Ufunani ngempela usisi ngoba wamthola umfana bamuGcwaba

  • @vuyisanimojoli5716
    @vuyisanimojoli5716 Před 2 měsíci +1

    Kunzima 😢, naye ke losisi akakwazi ukuchaza kodwa weeeh haaii!!!!

    • @NkamzaDj
      @NkamzaDj Před měsícem

      Uyamazi uxovizwe was a person😂

  • @guguk.p.mngoma8060
    @guguk.p.mngoma8060 Před 2 měsíci +1

    Angizwa mina lo cc uthini, ubala amakhaza n esibhedlela

  • @MpumeTembe
    @MpumeTembe Před měsícem +1

    😂yey we bhuti thuleleni unenkinga enjengam angimuzwa lo cc mina 😂😂😂😂😂 anyway akaqhubeke koda

  • @user-oi7sl8rv2b
    @user-oi7sl8rv2b Před 28 dny

    Angikaze ngadidwa isizulu kanje 😢😢😢😢

  • @MikaSs-pm7yz
    @MikaSs-pm7yz Před dnem

    Nginqen ngish kuyilalel lendab ...menithi ndavundavu

  • @NhlanhlaMvelase-cw1xf
    @NhlanhlaMvelase-cw1xf Před 2 měsíci +2

    Kodwa mina Losisi angimuzwa ufuna ukusizakala ngani

  • @silindilenxumalo9541
    @silindilenxumalo9541 Před měsícem +1

    Kant usisi ufunani ngob umfana bagcina bemtholile or ngilalele kuze kuphele😢

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 Před 2 měsíci +1

    Li cc akakwazi ukulanda yinhlaba zihlangane ayinamuva namphambili😮😮hayi hayi hayi wheeeeeeeee

  • @mmamphomolefe2406
    @mmamphomolefe2406 Před 2 měsíci +8

    Umuntu omoshe konke ilo okhulume ngoR75000 abazowuthola mabemangalela isbhedlela(amakhaza).

  • @user-so4er5jf6e
    @user-so4er5jf6e Před 2 měsíci +1

    Awu bakithi kuningi kucc kodwa kuzolunga sibonga ukuthi akugcwatshwanga umuntu okungeyena

  • @user-cq2vj7fr5z
    @user-cq2vj7fr5z Před 2 měsíci +1

    Awuyobheka umsamo cc kwakungahambi kahle Lana shuth nay umfi wayengafuni ukuyongcwatshwa komalume

  • @BabatsangMoloi-oc6qh
    @BabatsangMoloi-oc6qh Před 2 měsíci +1

    Mamaz chaza amakhaz esbhedlela

  • @MlungisiNgwenya-pw1cl
    @MlungisiNgwenya-pw1cl Před 2 měsíci +2

    umama uthini ngephela

  • @LindiweSoko-sk1yf
    @LindiweSoko-sk1yf Před měsícem

    Banigezela njani isdumbhu senu nizilima Nani y ningabongi isnanazelo sakhe

  • @thabinozi6881
    @thabinozi6881 Před měsícem +1

    Manje eyani i case ngoba namthola namngcwaba

  • @ntombifuthimthabela672
    @ntombifuthimthabela672 Před 2 měsíci +1

    Cc ngikuwela kude nami.Hope uzolithola kodwa usizo

  • @user-sn8vw7kv4h
    @user-sn8vw7kv4h Před 26 dny

    Ngowucele omnye umntu acacise. Atherwise wena sisiwiliwili esi e Motuary,uMetron hai nomntwana ona 15 angachaza ngcono kunale yakho ingavakaliyo okanye I Sakuva kwi presenter uba ivile kwayona

  • @previousbusi2211
    @previousbusi2211 Před 2 měsíci +1

    Mina bengifuna ukusiza manje, angi understand ukuthi kukhulunywa ngani lana😢😢

  • @nqobilendlovu1762
    @nqobilendlovu1762 Před měsícem

    Umfana wacina etholakele pho yini efunwa usisi? Ayiiii ngeke nje ubefuna ukuvela nje ngento engekho

  • @khanyisocrowder7731
    @khanyisocrowder7731 Před 2 měsíci +2

    Zange sengdideke so!

  • @user-ej9bi5er3d
    @user-ej9bi5er3d Před 2 měsíci +2

    Bamthola umfana manje usisi ufunani ngoba ne dearth certification ikhona usisi ukhala ngani ???

  • @user-rv6ko7xi2y
    @user-rv6ko7xi2y Před 2 měsíci +1

    Ufunani cc geke ayizwakali lento yakho cc ngeke ufunani kahlekahle

    • @brendasibiya3945
      @brendasibiya3945 Před měsícem

      I'm confused myself. One understanding yalento akasichazeli cause mina ngidukuza ehlathini nje ngale story

  • @nontwintlekomani9370
    @nontwintlekomani9370 Před 2 měsíci +1

    Uthetha kamnandi bhut'wam

  • @valentinevalentinephumelel8819

    Usidida ngempela oe ngeke... Kanti usufunani Ngoba nagcina nisitholile isidumbu...

  • @nomandlambangiso6420
    @nomandlambangiso6420 Před 2 měsíci +1

    Zange ndabhideka kanje🤔

  • @user-re4xi5ll9f
    @user-re4xi5ll9f Před měsícem

    😢😢😢 ayikho Into Kassim xem 😅

  • @zena3413
    @zena3413 Před 2 měsíci +1

    Onke izibhedlele zinamakhaza

  • @patriciamtsi1335
    @patriciamtsi1335 Před 2 měsíci

    Uwuuuuu!!!! Hayi manje!!!

  • @KhanyisileThwala-jn1km
    @KhanyisileThwala-jn1km Před měsícem

    Hhai uyayilanda indavundavu nangu ucc bantu

  • @khanyicele3688
    @khanyicele3688 Před měsícem

    Waze wamluleka kahle bhuti Mdu.

  • @londisithole1547
    @londisithole1547 Před 2 měsíci +1

    Waze wangalaleleka usisi😢

  • @nomsamahlangu-nz4lg
    @nomsamahlangu-nz4lg Před 2 měsíci +1

    Inkinga yinkulu kwa Meyiwa qaphelani

  • @user-di9dp6vv5c
    @user-di9dp6vv5c Před měsícem

    Ufunani lo cc ngoba bamtholile umuntu wabo bancwabile yini inkinga

  • @futhimavuso6473
    @futhimavuso6473 Před měsícem

    Bamthola nje umfana manje usisi bakithi ufunani ngoba konke bakthola

  • @MathaboMofokeng-fz8zl
    @MathaboMofokeng-fz8zl Před 2 měsíci

    Joooo Waze wayixoxa imbudane cc into engezwakali angisazi nokuthi uqalephi Kahle Kahle ufuna ukuthi kwenzakaleni

  • @LindiweSoko-sk1yf
    @LindiweSoko-sk1yf Před měsícem

    Yini.eninephutha kumele nenze sho ukuthi isdumbhu ngesenu

  • @nontwintlekomani9370
    @nontwintlekomani9370 Před 2 měsíci +1

    Losisi akazinto

  • @nomthandazomazibuko2762
    @nomthandazomazibuko2762 Před 2 měsíci

    Waze wayihlaziya kahle buti Mdu wasizakala u cc,

  • @noxolonene-uu4ph
    @noxolonene-uu4ph Před měsícem

    Ayi sisi iphutha alikho esibhedlela likulaba ababeyomgeza but ke siyabonga nabona ningakamfihli

  • @noxolonene-uu4ph
    @noxolonene-uu4ph Před měsícem

    Usisi bandla akawazi amakhaza ukuthi awasesibhedlela Northdale Hospital

  • @nanamayendisa6309
    @nanamayendisa6309 Před měsícem

    Imortuary yasesibhedlela msasazi

  • @nokuthulamkhize8877
    @nokuthulamkhize8877 Před měsícem

    UR70 000 and R55 000 inkinga la!

  • @slindilesbiya5008
    @slindilesbiya5008 Před měsícem

    Yazi yadida indaba ka matron😮 esbhedlela isemakhazeni aibooo bhuti wa 1500 kuningi

  • @FikileMeyiwa
    @FikileMeyiwa Před měsícem

    Waze wathwala kanzima bhuti Mdu ayizwakali lento kalosisi nkosiyami

  • @ZinhlePrincessMthethwa-fo3gv

    Kuhle Wa ngisho kufiwe. Usisi udinga usizo wahlukumezeka🤦🏼‍♀️

  • @malithaelizabeth1212
    @malithaelizabeth1212 Před měsícem

    Akakwazi ukcaza locc kushukuthi amakhaza awasbhedlela .

  • @user-ks9zb1ml6f
    @user-ks9zb1ml6f Před 2 měsíci

    Manje ngiyadideka ngoba umasichwabisane uyasishuthwa isithombe ,ukuthi kwakhala nyonini

  • @user-sm2re3qy5l
    @user-sm2re3qy5l Před 2 měsíci +1

    Awu kodwa mkhaya wami wasidida kangaka uthi isidumbu sasikuphi emakhazeni asesibhedlela kanjani futhi cz omasigcwabisane banamakhaza abo nje ayizwakali nje lento Kahle Kahle Lo 5000 owani umuntu esemakhazeni asesibhedlela uMhlahlaNdlela awunamakhaza yin iyadida lenti

  • @gugumlaba6162
    @gugumlaba6162 Před 2 měsíci +1

    Owo cc ufuna imali

  • @jacquelinegumbeni4180
    @jacquelinegumbeni4180 Před měsícem

    This story is really confusing…sisi udinga usizo olunjani shem 😢

  • @SamukelisiweZama
    @SamukelisiweZama Před měsícem

    Pho uzofunani locc ngoba watholewa wadina lo cc ay wasidida cc

  • @user-gv8pf7ez5w
    @user-gv8pf7ez5w Před 2 měsíci +1

    Ufuna isinxephezelo yin usisi

  • @jabulilezuma5726
    @jabulilezuma5726 Před měsícem

    umshikashika...

  • @duduzilemlotshwa9282
    @duduzilemlotshwa9282 Před měsícem

    Hmmm

  • @xolisilemkhwanazi-ol9hn
    @xolisilemkhwanazi-ol9hn Před 2 měsíci +1

    Confused

  • @nonhlezondo5117
    @nonhlezondo5117 Před 2 měsíci

    This lady is still confused, and she's confusing us 😐

  • @Mtungwa6989
    @Mtungwa6989 Před 2 měsíci

    Waze wachaza intengazwakali losisi

  • @limaskhosana2296
    @limaskhosana2296 Před měsícem

    Hay ucc confused ayi ayikho le ayishoyo amagama ķwenzeka afane and umuntu Uma eshonile akahlali unyaka esbhedlela and I family hiyo e wrong I anise umuntu o wrong isbhedlela asingeni ndawo and ucc asigezi si rite

  • @amafanisa2446
    @amafanisa2446 Před měsícem

    Inkulumo ayizwakali okulethe ucc la ikona kuphi

  • @ayandayaya8910
    @ayandayaya8910 Před 2 měsíci +17

    Wow!! One of the most confusing story I've ever heard in my entire life🙄.. She's a bad story teller..

  • @SamukelisiweZama
    @SamukelisiweZama Před měsícem

    Locc uziqhenyani lekhu eshuna la nalento ayikhulumayo ayizwakali

  • @SamukelisiweZama
    @SamukelisiweZama Před měsícem

    Waze wabasenkingeni bhuti umduuuu yilomakwembeshe angazi ngoba ushadile akazishuni weeeee

  • @jabulileyerdaw1660
    @jabulileyerdaw1660 Před 2 měsíci

    Manje uthi usisi ufuna bamsize ngani ngoba ngi confused 🤔

  • @NkamzaDj
    @NkamzaDj Před měsícem

    Guys lento it simple usisi usho esbhedlela because umuntu okuyena ababemfuna wayesemakhazeni esbhedlela ingakho bafica umetrone nama security

  • @user-zy5cy7gq4w
    @user-zy5cy7gq4w Před 2 měsíci

    Kushukuthi amakhaza asesbhedlela chaza kahle cc

  • @NokulungameltaHadebe
    @NokulungameltaHadebe Před 2 měsíci

    Naze namgxeka bo hay Nani nikhona bo majaji

  • @user-nr1iq9jz3d
    @user-nr1iq9jz3d Před měsícem

    EI NALEZINDABA EZIPHUMA SEKUFIWE ZOMAHLAWULA, KADE BEYONDLA INGANE KUBO EHLALA NAYO BEYIKHULISA, BAYIFUNDISA, AYEHLI KAHLE,

  • @user-by5tf1ju3z
    @user-by5tf1ju3z Před 2 měsíci

    Lengane kwakumele ingcwatshwe kubo ukuthi bayzgebengu babengafun ukuphatha umngcwabo

    • @ZandieyNtombela-wf1xe
      @ZandieyNtombela-wf1xe Před 2 měsíci

      No baberyt ukth ifihlelwe ekhabo nina since beth uyise akayhlawulanga

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 Před 2 měsíci +1

    Bayohamba kuze kome imiqala behamba into engekho ngoba ekugcineni bamngcwaba umuntu wabo bafuna ukubopha bani?

  • @Nokukhanya-oi4nz
    @Nokukhanya-oi4nz Před 2 měsíci

    Cosicosi yaphela ibimnandi nganekwane yakho

  • @nomathembangcongo9457
    @nomathembangcongo9457 Před 2 měsíci

    Kahlekahle wena cc ufuna ukubopha isibhedlela ukuthi nanikwa isidumbu esi wrong but nani nahluleka ukubona umuntu wenu or ufuna counseling njengoba uthi uyambona .Ayi uqinisile mawuthi udidekile inkulumo ayinqondile kahle .

  • @Phumeza215
    @Phumeza215 Před 2 měsíci

    Ngaze ngadideka indaba zabantu🤦 uyayaz indavundavu haibo🤭

  • @lindacele3935
    @lindacele3935 Před 2 měsíci

    Ngagcina sitholakala isitifiketi kwa Home affairs uma wazi amagama nedate of birth uma kungakashintshi

  • @phumelelakhawula2796
    @phumelelakhawula2796 Před měsícem

    Ayyy cha, there was no need for this episode

  • @user-rk5ys2rx6u
    @user-rk5ys2rx6u Před 4 dny

    Cha umunt onephutha yibon o cc abathath isidumbu esi wrong abangasoli amakhaza yibona abavum umzimba okungewona akukhon sinxephezel abazosithola fut ababonge usizo lwasemakhazeni ayikh into eyayizokwenziwa amakhaza

  • @user-re7oq7vl6u
    @user-re7oq7vl6u Před 2 měsíci

    Mama nanise mortuary yase sibhedlela kune mortuary sibhedlela uyasihlangahlanganisa yaz

  • @DuduKhumalo-mz4sg
    @DuduKhumalo-mz4sg Před 2 měsíci

    Ngaze angamazi ukuthi uthini?indavundavu

  • @nsthembile54
    @nsthembile54 Před 2 měsíci +1

    Cc awu cha! Ufunani kahle kahle awuzwakali xem