EPISODE 265 / WAGWETSHWA 18 YEARS EBHADLA EJELE ICALA ENGALENZANGA NODADEWABO

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 26. 06. 2024
  • Contact Mp TV1
    Calls 081 513 5606
    Whatsap 071 281 7509
    Social media platform MP MKHIZE DA BEE
    For Schools drugs awareness R20 donation here is the link below
    👇
    / @mptv1

Komentáře • 105

  • @mptv1
    @mptv1  Před měsícem +26

    Uhlelo kuze luqhubeke ludinga support yenu ngoba uhulumeni akazimisele ngokuxhasa uhlelo if ngempela uyaluthando uhlelo join membership coz nama Dstv niwabuka ngemali
    For Schools drugs awareness R20 donation here is the link below
    👇
    czcams.com/channels/AyS4KFEDFawnGHfbykFOkg.htmljoin

  • @Kwandile01
    @Kwandile01 Před měsícem +10

    UMpungose i MK umubuka..🤝..danko..Mpungose

  • @siphongcobo1835
    @siphongcobo1835 Před měsícem +8

    Mpungose syabonga bafo ngozkwenzela umfoka ka Ndlovu nabanye engathi UNKULUNKULU ungagcina akwandisele uqhubeke nosiza abanye coz baningi abafethu abajele bengenzanga cala ngiyabonga kakhulu

  • @gabisilengwenya-mu7gi
    @gabisilengwenya-mu7gi Před měsícem +14

    Present my Professor. Watching from Mpumalanga Hazyview e Mbombela ❤❤❤

  • @merciful12
    @merciful12 Před měsícem +5

    Mpungose reminds me of black lawyers during Apartheid. They fought against these white laws. These laws are not for Africans. Black lawyers, attorneys. etc should get together and fight this system. Thank you Mpungose.

  • @AliceRangana
    @AliceRangana Před 17 dny +1

    I respect you man Mr Mpungose salute man

  • @NompumeleloKhumalo-w5g
    @NompumeleloKhumalo-w5g Před měsícem +8

    Professor ngcela ungxhumanise naye lo bhuti nkosiyami noma ngingaba u admin nje ngiyintombazanyana nje esazama ukuhlanganisa impilo ngisanda kuthola istifiketi seHigher certificate in paralegal studies ngizimisele ngokuqala LLB next year🙏

  • @pinkybhengu1771
    @pinkybhengu1771 Před 29 dny +5

    Waze wangiphatha kabi,Yaz lento yakho into kwenziwa umuthi naboshelwa ukuth izonto zenu zibhede kakhulu ingakho Wabashwa kumele ubhekisise izonto elozazayo khona onomona ngempilo yenu😢

  • @mthohnhlanzi1631
    @mthohnhlanzi1631 Před měsícem +4

    Mpungose Attorney 👌👌👌

  • @theundertakerslimshady1075

    Mr Mpungose long live we love you as South africa may the spirit of our forefathers be with you.The justice system is not prevailing to us as Blacks our government is unjust

  • @user-ky4cs9ke6v
    @user-ky4cs9ke6v Před 28 dny +1

    Nkosyami Gawozi ngyafisa nakwelikaMeyiwa engathi beningangenelela the way umsebenzi wakho owuthanda ngakhona❤

  • @DanisileNkosi-fm6rn
    @DanisileNkosi-fm6rn Před měsícem +2

    Syakubongisa nakubo abaKwaMpungose ngokumela iqiniso wabamela uthetho ubaxaphaza ,ngibazwile naku Khozi FM ....nikhule🎉

  • @cpho5057
    @cpho5057 Před 17 dny +1

    Mpungose please assist these guys to sue the state. They had to be reimbursed for their life spent in prison without committing crime

  • @user-zm5fr8mz3t
    @user-zm5fr8mz3t Před 15 dny

    siyabonga Khuba muhle umsebenzi wakho

  • @PhumezaZulu
    @PhumezaZulu Před měsícem +1

    I so wish Nkosinathi Mbopha Chiya could get in touch with Mpungose amsize nge case yakhe ngoba engaphandle nge Bail for 11 years for crime he didn't commit

  • @tumekamrauli9802
    @tumekamrauli9802 Před 26 dny

    This is so touching,Mr Mpungose mhle umsebenzi owenzayo yanga iNkosi ukuphe amandla wokunceda abantu isiphiwo onaso nothando kubantu kuya vela ukuba uphuma emzini onobuntu.May God bless you abundantly.

  • @nobuhlezaca
    @nobuhlezaca Před měsícem +1

    Eish sinzima istory salobhuti yazi bengiyikhuluma izolo lento ukuthi inkantolo sometimes iyahluleka ukwenza umsebenzi kugcine sekuboshwa abantu aba innocent ngokuthi aba deal kahle namanye amacala uthole ukuthi laba abasuke bewenzile ngempela amacala bona bagcine bengagwetshwanga and baliwine icala liphele nje straight siyabonga nje kuMpungose sengathi engaqhubeka asize nabanye

  • @briansosibo5562
    @briansosibo5562 Před měsícem +1

    God bless Mpungose, God reward you and fulfill you

  • @sihawukelesihawukele102

    Mr Mpungose what an exceptional job you're doing to our brothers and sisters wrongfully arrested. Umthetho ngampela wakwa Justice kuhlezi kukhalwa ngawo ngokungabi fair kodwa lutho izinyathelo from uhulumeni. Syabonga kakhulu to Mpungose Attorneys ngeqhaza abali bambayo💯🔥

  • @tsholofelomogotsi2801
    @tsholofelomogotsi2801 Před měsícem

    This guy I mean Mr Mpugose he really touched me . He got emotional . Yazi there are people who really love their jobs. This is passion to him. I wish this episode goes viral until it reaches people in high places kuthi how they are destroying people's lives . Prof powerful episode mfowethu

  • @FikileMeyiwa
    @FikileMeyiwa Před 25 dny

    Kwaze kwabuhlungu siyabonga Mpungose uyidlalile indima enkulu unkulunkulu akukhulise nalolihlelo lukhule

  • @user-zx4gd2zb1f
    @user-zx4gd2zb1f Před měsícem +1

    Mmm uyabona kukhala kwendoda Nkosi ibusise Mpungose mfethu Nkulunkulu aqhubeke akuphe amandla❤

  • @sanelemaduna2897
    @sanelemaduna2897 Před měsícem +4

    Mmhm bafwethu inzima indaba yale nsizwa bafwethu

  • @sduduzondokweni7670
    @sduduzondokweni7670 Před měsícem +1

    Akhohlakele amaphoyisa eMzansi. Amosha izimpili ezabantu. Kanti nezinkantolo and amajaji ukulungiswa akuyona into yabo.

  • @precioushrnene689
    @precioushrnene689 Před 19 hodinami

    Thanks Professor

  • @nomfundobuthelezi1522
    @nomfundobuthelezi1522 Před měsícem

    I am touched bhuti umsebenzi wakho. I saw emotions 😢may the Lord protect you. May your business grow abundantly 😊

  • @thandiwemsimanga5263
    @thandiwemsimanga5263 Před 14 dny

    Ngaze ngalila inyembezi.....SoMandla sisize thina abantu abansundu,ngokuhlukunyezwa ngabanye abantu abadalwa nguwe

  • @aviwemathebula6303
    @aviwemathebula6303 Před 28 dny

    Mmm Mpungose you are touching me, iam deeply touched by your generosity.

  • @thabanimoreyourtboz8043

    Siyabonga amazwi akho asiqinisayo

  • @sxbxl98
    @sxbxl98 Před měsícem +4

    Today I’m the first one to like and comment 😊

  • @bonisilekhuzwayo2470
    @bonisilekhuzwayo2470 Před měsícem +2

    Lestory sifana nesika Nkosinathi Chiya uMbopha ibuhlung shem yon izimpilo zabant

  • @phumlanimlambo6973
    @phumlanimlambo6973 Před 29 dny +1

    I hope the country can see the great job you're doing, hopefully you'll attract more clients🙏. So is there any chance to sue the state from such reckless judgement because that man lost his direction of his future?

  • @sindyluyah
    @sindyluyah Před měsícem

    Very educative, syabonga

  • @thandekaduma2036
    @thandekaduma2036 Před 26 dny

    Mpungose 🙏🙏🙏 Siyabonga mfwethu umsebenzi omuhle

  • @user-kx6oe8ut3e
    @user-kx6oe8ut3e Před 27 dny

    Sbonge Mpungose uyindoda eneqiniso newaziyo umsebenzi wayo sengathi Jehova engakugcina baningi abantu bakithi abangaphakathi bemsulwa

  • @user-eq5nx1rs5k
    @user-eq5nx1rs5k Před měsícem +3

    Amaphoyisa enza mabomu ukumosha iyimpilo zabant. Baboph umunt ngaphandle kobufakaz

    • @user-ws9ic6pe5y
      @user-ws9ic6pe5y Před měsícem

      Most of south African police are incompetent thats y our brothers are being jailed for nothing

  • @lindiweshibe4507
    @lindiweshibe4507 Před měsícem +1

    Present My Buti ❤️🙌 ngisalalele

  • @kamaveetv
    @kamaveetv Před měsícem

    Great episode ever siyabonga kakhulu inobizo lensizwa yakoKhuba🙏🙏

  • @nomfundozulu5287
    @nomfundozulu5287 Před měsícem +1

    Unkulunkulu akugcine bhuti aphinde akubusise🙏

  • @sphesihle9974
    @sphesihle9974 Před měsícem +1

    Tjoooo, I nearly got arrested for nothing nami haaaaa ei nkosi 😢😢😢😢 aphephise ubhuti aveke azithuntuthe angasabheka emuva.

  • @sbonisonkambule4259
    @sbonisonkambule4259 Před měsícem +4

    ngiyabakhumbula lamajitha, ahamba nalomjitha wesudu

    • @johannessoetland2674
      @johannessoetland2674 Před měsícem +1

      Ngoba Mphungose usemncane kangaka ulwazi olungaka ulithathaphi? Jehovah akubusise❤

  • @masibongentuli3384
    @masibongentuli3384 Před měsícem +1

    Sibonge kumnden wenu awuzang unilahl lokh uzama bakity syabong ekhaya

  • @simomolefe633
    @simomolefe633 Před měsícem +1

    Mmmmmm yabo Lena ekasfiso mthembu proff ayyyy SA ayikho ryt loyamama wengane kwakufanele aboshwe but lutho

  • @sambanesambane616
    @sambanesambane616 Před 17 dny

    This is what happened to mntana ka tatomdala, wathi esuka emsebenzini ejarha taxi. Kwavela umlungu wathi umrapile esehamba nama poyisa. Wathi umaseke buya ejele wazihengisa, ku nguye yedwa umfana kubo.

  • @blvcksnowbeatz
    @blvcksnowbeatz Před měsícem

    Great episode 👌🏽👌🏽

  • @user-nh1gt2zy3f
    @user-nh1gt2zy3f Před měsícem +1

    Hello pro awu bakithi and saba buhlungu ucc wakhe she's my friend

  • @sphesihlekhumalo8087
    @sphesihlekhumalo8087 Před měsícem +1

    Siyabonga bhuti for coming through and sharing your story,unkulunkulu aklekelele ekbhekanen nama after effect amanxeba

  • @user-hh6el5oc2c
    @user-hh6el5oc2c Před 19 dny

    Umdali aze akubusise akulondoloze bakity🙏

  • @ElsieMgiba78
    @ElsieMgiba78 Před měsícem

    Mr Pungose ingathi unkulunkulu angakubusisa 🙏🙏

  • @MthembudDrivingSchool-bj1pt

    Great episode

  • @masibongentuli3384
    @masibongentuli3384 Před měsícem

    Uyasebenz bhuty waka Mpungose

  • @ElsieMgiba78
    @ElsieMgiba78 Před měsícem

    God bless you 🙏🙏

  • @VerdsakhiSakhiv
    @VerdsakhiSakhiv Před měsícem +2

    Windoda Mpongose

  • @nonhlezondo5117
    @nonhlezondo5117 Před 5 dny

    Yabona makuthiwa icala livula ingubo lingene 😢

  • @sphesihlekhumalo8087
    @sphesihlekhumalo8087 Před měsícem

    MPTV1 inkulu kakhulu!😩🔥🦾

  • @NgwenyaMntimande
    @NgwenyaMntimande Před měsícem +1

    Great educating episode

  • @user-cg4gh8zz6n
    @user-cg4gh8zz6n Před měsícem +4

    Sacela imininingwana yoxhumana no babu mpungose

  • @phindilekhawula1371
    @phindilekhawula1371 Před 27 dny

    I remember the guy from Dut ewuhouse comm eyicomedian sort of😊

  • @AnelePrecious-cs2vb
    @AnelePrecious-cs2vb Před měsícem +1

    Ngicela nam abakampungose bangisizel ubhuti wam waboshelwa into angayenzanga😭

    • @NDOSI-mb6ys
      @NDOSI-mb6ys Před měsícem +1

      Uyazi ukuthi akenzanga lutho noma ucabanga ukuthi akenzanga lutho

  • @omzaolwethu5500
    @omzaolwethu5500 Před 29 dny

    tjooa waze walubek udaba u ADVOCATE ngoba financial challenged emhlaben.Le case ka babu mkhize ifaana ntsee! neyam ndabanjelw unyathel yellow lane ndi pheph oncoming vehicle ndaphum ne criminal rec klonto.at the age 22yrs ndaban crim.rec nge 1st offense nakhona the mistake i did,ukchazel w.cape traffics that i was there doin their leanership that i faild due to finger prints.10yrs record to serve i dnt know how to by pass criminal activities.ITS VERY HARD from cape town💔💔💔💔

  • @HouseholdKhoza-iq4nf
    @HouseholdKhoza-iq4nf Před 28 dny

    Kutsho wonke omuntu akekho safe kulelilizwe ,Any time ungaya ejele

  • @masibongentuli3384
    @masibongentuli3384 Před měsícem

    Bhuty waka Mpungose bukek samncan kodw nobuchule uyawaz msebenzi wakh syabong Gawozi

  • @josephtumelomolehe7216

    If I may ask are judges and magistrates get to be sued for wrong judgment? Indeed this laws and systems isn't on our side

  • @user-cg4gh8zz6n
    @user-cg4gh8zz6n Před měsícem +1

    Eysh mfowethu wayibeka nduku obala Mina I'm from EC in prison e dengerus ngeyonandlela okubuhlungu ukuthi umenzi ungaphandle Mina ngajeza life yena udlubumnandi

  • @MduduziNyandu-x7q
    @MduduziNyandu-x7q Před 23 dny

    Ey its painful, really really painful 😣 Dutch laws .....

  • @SlindeloPrudenceSibiya

    Unkulunkul simelwe ukumkhuleka njaloo jehovaa😭

  • @nhlakaniphozungu8018
    @nhlakaniphozungu8018 Před měsícem

    Ingizwisa ubuhlungu lento ekhulunywa UMpungose ingenza ngibone ukuthi Ngempela Sisesiqhingini Singabantu Abamnyama Yize kunjalo Syabonga kumadoda Aneqiniso Anjengo Khuba kwanga okuhle kungeza kuye.

  • @sjavakhamuver7706
    @sjavakhamuver7706 Před měsícem +1

    Sifundile bhuti🙏

  • @sakhisizwesakhindovela1503

    This is painful, I wonder why Judges and magistrates bengenziwa nix bona ngokwenza amaphutha

  • @user-kx6oe8ut3e
    @user-kx6oe8ut3e Před 27 dny

    Ingakho nje ngiwanyanya amaphoyisa empilweni yami

  • @user-be7ic4zs8y
    @user-be7ic4zs8y Před 22 dny

    mmmm 💔💔iqiniso alikho emhlabeni phephisa bhuti baningi abazithola beboshelwa into engekho

  • @user-ne2se4sk3z
    @user-ne2se4sk3z Před měsícem +1

    Prof Raceland ungiphe number yalo mmeli

  • @danielgumede9883
    @danielgumede9883 Před 21 dnem

    Uyindoda khuba uqhubeke njalo usize isizwe esimnyama

  • @sneziweprudence8016
    @sneziweprudence8016 Před měsícem +2

    Kwaku mona wabantu basemakhaya bebona ompumelelo

  • @zaakirahbassa9986
    @zaakirahbassa9986 Před 27 dny

    ngaze ngamthanda lobhuti bakithi

  • @SilondileDube-d6m
    @SilondileDube-d6m Před 29 dny

    Baba mpungose my question is ayikho yini mhlampe into enjenge compensation that you get from the government after spending so many years of your life in jail ngento ongayenzanga

  • @ZillaRagga
    @ZillaRagga Před měsícem +2

    Into yakho mengihlaziya mf2 ngathi inomona phakathi cz mumuntu engathi uyakude nempilo ad wawunegoduso yahlelwa into yakho mf2 ad nomphakathi unesandla ekuboshweni kwakho cz kwakumele ukumele enkantolo

  • @ezikamaskandiemk9587
    @ezikamaskandiemk9587 Před 29 dny

    Khuba

  • @ISFISO4ME
    @ISFISO4ME Před 28 dny

    Phawa

  • @masibongentuli3384
    @masibongentuli3384 Před měsícem +2

    Ngath kungenzek konk owawukufisa

  • @simomolefe633
    @simomolefe633 Před měsícem

    Singena kanjan kulo R20 prof and if uboshelwe icala ongalazi why kubenzima uku claimer lah emzansi kodwa phesheya istate bayazibulala ngobudedengu baso

  • @user-be7ic4zs8y
    @user-be7ic4zs8y Před 22 dny

    bekumele issue state

  •  Před 25 dny

    those the state pay for wrong imprisonment of people ?

  • @AliceRangana
    @AliceRangana Před 17 dny

    😭😭😭😭

  • @siyandabiyela2437
    @siyandabiyela2437 Před měsícem

    Bakhona nabo lana bayabuka nxi

  • @lindiwethwala3290
    @lindiwethwala3290 Před měsícem +1

    Bhuti ninjani kuntazi Bhuti ngeke asize na

  • @PhililrNdlovu
    @PhililrNdlovu Před měsícem

    Ibhlungu lento yokuboshwa abantu bengenze lutho kodwa khon abonayo bengalali ngisho Jele ngikhulum nje khona abslimaza sahlala ku wheelchair impilo yethu yonke bangaboshwa
    ngala khona abagwetshwa iminyaka bengaz lutho lento yala SA into engeke isalungiseka

  • @FitnessGorillaa
    @FitnessGorillaa Před 25 dny

    U guilty lona, uyambona nje ebusweni

  • @AliceRangana
    @AliceRangana Před 17 dny

    I respect you man Mr Mpungose salute man

  • @MorganBoqwanaMorganBoqwa-xj7ye

    Ey mfethu ndasazi esosimo ubanjelwa into ongayenzanga 😢😢 ufikele kwiz gebenga ezingena xeshalakho mna ingaloyam ayisebenzi kunethwa phaya

  • @ZamokuhleNtuli-yb8vm
    @ZamokuhleNtuli-yb8vm Před 29 dny

    Muhle umsebenzi wakho God bless you bhuti wami

  • @ElsieMgiba78
    @ElsieMgiba78 Před měsícem

    God bless you 🙏🙏