MQANSA-JAIVA ZIMNIKE,IGCOKAMA ELISHA,UMJIKELO,UMGQUMENI,NEW ALBUM ETC...
Vložit
- čas přidán 6. 07. 2024
- IF UFUNA UKU ADVERTISER KWI CHANNEL YETHU SICELA USITHINTE LA FOR BUSINEES KUPHELA:
WHATSAPP/CALL: 079-39-460-84
FACEBOOK: PERFECT TV SA
PLEASE DO NOT FORGET TO SUBSCRIBE,LIKE AND COMMENT - Zábava
Ngicela usilandele u Jaiva Zimnike , Perfect T.v
Bhuti uManqele sicela usiphathele ubhuti uJaiva noSminof
Bafo sicela uslandele uSminofu😢
Sbonge ngokuslandela umkhaya uMfokaDumakùde. Sisize ngothisha wakhe ke manje MfokaManqele uJaiva Zimnike👏
Uyinsizwa Manqele 🙌
Kumanje ngilalele I ICU ngenxa yale podcast yakho 🔥
Up ngqwele yangakithi emakhaya
Kanti umlanda nini uDlubheke
Nyaathanda lapho
Kuye kwangiphoqa ukut angiyobheka izingoma zika jaiva ngilalele kahle empeleni ziningi lapho ekuzwakala khona izwi lalensizwa chaa ngyavuma usho kamnandi u1 wakhe
Ukhona mfanakithi angikuf ukungasho Mqansa
Mfoka Manqele uyashoda u Jaiver azochazela abantu ngebhova, ngomlanda wechalaha uyashoda uMfanie,uma kwenzeka ngicela ubolanda Omacekeceke bese ulanda UThibela
Wayibeka mfwethu
Umculo wakho mfokaDumakude kumele uzifakele wena uqobo kuma digital platforms.
Mqansa 🔥🎶🤝
akazisho ngani kant izingoma azi backer ku Mjiks
ngoba uzozimaketha la
Engani abalandeli bayathanda ukuphika, kodwa nje kulena yango 2017 ethi Ngahlangana naye ngyalizwa mina izwi likaMqansa yize bengenaso isqiniseko
Umazi kahle uMJIKELO
Uyazihlanyisa lo
Bengilele i album ka Jaiva yango 2016 isihloko Sayo sasithi Inkosi yomaskandi
Ai ngiyavuma uyinkinga ngo1
Awulande uQondani ubuze ngenkukhu neqanda wagcina ebaleka 😁 kanye no Xamuxakekile
U jaiva umlanda nini we bhuti😢
inamandla I.c.u
Unesisoka umfana uzokhula kahle nasemculweni👍
Kuyaculwa lana akukhanulwa
uypla bhuti besacela usilethele thulebuka ndlangezwa
Scela u Jaive😢
Malume Ngiyakuzwa Mina🔥♥️
Winkunzi Mqansa, kodwa lo mdlalo wen noMjikelo angiwu see kahle ngoba bengisayihalela ingoma yenu.
Unjencane umshiyaphi
Ushaya engathi akamazi
Ushaya engathi akamazi uNjecane
Woke ulande uMbeje wemfokaManqele
Backing yakho mfana inzima ngoba ngizongena maduze nje e studio ngzokulanda ne mfezi
Mfwe2 ngiylandela kacool le podcast bengicel qhaw ungtholela uStayela Khanyile noma uKhotha
Mkhaya❤🔥
Hhy bafo ngichazwa ile ngoma ethi bonke abantu bakhala nge load shedding zinto zimbi emhlabeni kuyabheda hhy lapho ungisholo kahle man
Manqele bhuti ngicela uke usiphathele lo mfo okuthiwa u Man -V
Mina nyamuzwa umqansa kumsebenzi wakhe kodwa for ukushaya u one....hhayi nyamgcoba kakhulu
Uyinkuzi Manqele
Besicela usiphathele umfanie
Owakuphi nendawo lomfana
Msinga
Ngyakuzwa mina kodwa inkulumo yakho ikushiya ibanga elide
Ake sibuke
Kuye kwangiphoqa ukut angiyobheka izingoma zika jaiva ngilalele kahle empeleni ziningi lapho ekuzwakala khona izwi lalensizwa chaa ngyavuma usho kamnandi u1 wakhe