Umona kulokhu okthiwa ukhuzani
Umntuyenziwa uynkosi👏👏👏👏💯
Umona phansi uMntuyenziwa ungenhla ngesigingxi
Hey bhemile untima boo ngeke alunge AMABHUNGU
Iqiniso ubhemile mubi ngesiginxi
Nop koda bizo uyamdlelela uBhemile uFalabo akaliboni elidlalayo
Khuphukaaa mntutenziwaaaa man
Mtuyenziwa ungenhla kakhulu nge ntambo
Unzima kkhulu ngentambo uMnand'ebhemile ngyaphela lapho
WeKhuzani ungenaphi wena ezigincini hhayi bo awuhlehle ndoda nakhu usulidokwe emasini
UMntuyenziwa uzohleze ehamba yedwa nje bafwethu
Cha wekhuzane ningabanga nje ushuni nalensizwa kodwa unzima uMuntuyenziwa uyoze akthole naye lokhu owakunikezwa yiNdidane🤣
iheeeer!sekunjalo mnj?wen zolo lokhu ubumbiza ngo magic fingers uMntuyenzwa,uthin mnj😃😃
uthanda ungathandi,unkulunkulu wabashay bentambo uMntuyenziwa
Mntuyenziwa uJehova😫🤞🏽
UMNTUYENZIWA MAGIC FINGER ...UYINGOZI MFOOOO
Kodwa wayibaza injemnyama umntuyenziwa❤
Hay uyangiphoxa Khuba, lokhu okuphuma emlonyeni wakho kuyadumaza.Kusho mina umlandeli wakho.
Bhemile uyinkinga
Unzima kodwa lomjidaaaaaa
Hay yeka umona Khuba, ngiwumlandeli wakho, bt inkosi yesiginci umnte Bhemile
Khohlwa mfoka Mpungose, uBhemile inkosi yabo
Umntakazenzi wehlula ngisho uJaiva
Yena ngiyavuma ngesiginxi, uMtu...
Ushaya kakhulu ubabhemile
Uyasishaya impela uFalabo kodwa ngokungachemi uBabhemile uyinkosi hai🤣🤣🤣
Ayi mubi umona mf2 cha naye lomjita uyasishaya iginci akesizwe nakulenye Indoda khuba unehaba.
Ayiii monaa phansii nokugxekaa umuntu yenziwaaa
Umona khuzani
Mntuyenziwa👌🔥🔥🔥🔥
ayyiphela inkunzi uBhemile
Chaa ai uMntuyenziwa kufuneka abantu bazifundise ukumvuma. Uyasishaya isiginxi lomfana. Akekho ayovimba lomfana esginxini
Hai ngeke uyalwa ngk ubhemile iyakhuluma lontsambo
🎸🎸🎸 mntuyenziwa inkunz uthanda ungathandi
Nkosi yesginxi
Chaaa uMntuyenziwa uyasishaya isiginxi. Kepha unokuphapha phakathi. And uKhuzani uzomcoma uFalabo. Uma bengaxabn no Falabo uzocoma lona ozobe esefilkil esemshayela.
Muntuyenziwa inkunzi akavinjwa 🎸
Cha mfoka khuba udliwa umona lengane yazalwa nayo lento isegazini🤞
Umona kuwe khuzani umuntu yenziwa uyasishaya isiginci wena unomona wena uqalenini ukubona lokho ukthi Uyaphapha uma eshaya isiginci wena unomona
Bhemile ✊
Usengamane asho akushoyo uKhuzani. UMuntuyenziwa uyasishaya isiginxi. Lokho akubuzwa
uMntuyenziwa uyodunyelwa ikhanda ma ephika ngoKhuba no Falabo
Unomona wena mama khuzani
Mntuyenziwa ngyakuvuma nkabi kwelakithi phansi le Nquthu ezidulini ngyakuvuma nkabi
Hhayi Khuba uye wakushayela nje nawe musa ukumkhuluma kabi uma ningasasebenzi naye
Ubulawa umona wena Bhemile inkosi yesiginci
Akumona kulenja kwazisholo Ngizwe Mchunu
Falabo mncane kumntuyenziwa hambayedwa babhemile
Namanga we Khuzani mina nje ngeke ngalahlekiswa uwena ngoba uyilokhu oyikhona njengamanje nguMntyenziwa iqiniso elimsulwa lelo ungaphika mawufana ngoba nixabene nolombhemu okusalayo iqiniso uyalazi wendoda ngimile lapho
Ngsacela ungiphe inumber yakho XABA
Umona phansi Khuba ubhudi wabantu uyasishaya isiginci.Khuphuka Muntuyenziwa
Khuphuka Lapho Nkulunkulu weyiginci ,uyinkinga mfethu
Ayi khuzani unomona inkunzi lena noma ungayiphika kodwa inhliziyo iyakuphikisa khuphuka Mtuyenziwa wena ke falabo khohlwa nje izingane ngisho ukhuluma
Falab
Mnandi ebhemile finish
Chaa Mina ngsafuna ulingisa ku shn ka Mbongwa
Kuyasishaya isiginci lokhu kubanjwe ugwayi
Waze wanomona bo khuzani😂😂😂
Unomona wena sdina ndini ubhemile winkinga kakhulu nje wena hlehla
Lensizwa ngiyibala no Thwalofu Khoza ,mfazomnyama , Mgqumeni, shwi nomtekala bese ngithi Mnandi Edonsile.
Lezi ke zinkunzi
Hayi Kuzani mfana suqamba amanga uyehlulwa Falabo uBhemile 6-0 score😂😂😂sizibonele ngawethu yizolo
Nkawuzile ndoda😂🤘👍💉💉
Ai umona ngeke safika ndawo nawo ngoba lento icacile njeh bakwethu uBhemile uzihambela yedwa ngsho bengaqhathwa laba uma kuneqiniso ai Bhemile engaphuma yedwa
🤣🤣🤣🤣🤣 kodwa khuba
Yazi ndifuna ukhe ndivele apha ndinixelele Thina kudala senzela abantu izinto ezintle bogqiba basizonde umntu akuzondele into yakho yazi ngengaba uKhuzani uyayibonga lentsizwa ayibenda ngophente obomvu ngoba uba angakhe ayithethe inyani ekulendawo akuyonje kungenxa yayo qhake yazi xa usenza into kuzube ungaboni ngaphabili uba kunani ubona sele uphakathi othina ke akundala sabakhuphula abantu uba bangalithetha igqiniso elimsulwa nabantu bangamangala qha inzima inyani umntu uxolela ufa exoka
Sakhala kuphela kuphi emlonyeni 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Ubhemile uyayenza lento bo!
Umona ke lo
Asazi yini 😁😁 enani kukhuluma eyyyh abamushayanga kanjer 😁😁🤣 kube wayazi ukuthy 😁 bamuqhathanisa naniii kwa Khuzani wakhona
Aybandla akumona kulelidixa
Yasishaya umtenziwa inkinga wenza njengohlanya mase edlala isiginci
awukwazi njalo wen kusishaya
admin why ungamvezanga ufalabo yena esidlala
empeleni besiveza ukhuzani noMntuyenziywa.... kodwa ke uyasizwa esikafalabo sikhala naso
@@XabaTzthuthukani jah kodwak ukube bewunobulungiswa bekumele usiveze esikafalabo kuleClip yakhe lapha achaza khona naye efakazela uKhuzani ukuthy yena akathembele esigingxini uyasishaya njer ngoba kufanele
🤣🤣🤣🤣 nangu umuntu owadlala ngoFalabo ezomqhatha nesithutha senkunzi umajikela eshobeni
UyNtsizwa zphelele Mfowethu
Insangu iyahlanyisa mkhulu
Nize nihlangane ngoshuni madoda kadengangilinde ukunibona nindawonye habe khuzani asafani usuyeza kancane esgigci i
Umona awufuneki ,bhemile uyinkinga ukuphapha lokhu abakhuluma ngakho yikho phela ukungazi umuzwa ofuke usuwuzwa uma usudlalq lentoyakho ngqi
Lomjita fun nduku nje kphela eyeke ukphapha lokhu
Asambe bhemile mfwethu angaz ke kulo ongalwazi nokusishaya ukth ukulmani induna yabafa.....nazi
Msuganga khuzni wena angani uyaphapha if usecteji ngoba lento usuke uyizwa ngaphakthi into oyenzayo naye uphaphela into akayizwangaphkathi MSA ukveza umona entweni ongakwazi ukyenza ckhathele yini nomona wena ucula ngempela and kukhna abnomona ngalokhu nawe futhi uyamonazelana
Lol khuphuka Qhawe
Aw aw awu khuphuka kanjalo babhemile ayikho intanga yakho la
Akubuzwa nj uMntuyenziwa inkos yabadlal beyiginx asikakakhohlw njalo ukth wawumncoma esakdlalela usemubi namhlnj ngob sekukhon uFalabo......
Falabo ingane kuMntuyenziwa ngesginx angthath side kd ngsh iqiniso
Cha ke manje qhawe ngicela ulungise ukukhuluma kwakho ukuphapha kungena kuphi manje lesikhathi wayeshayela wena wawungakuboni hee vuma nje lentsizwa iphiwe kwisigigci uyathanda awuthandi inkosi le kwisigigci njengawe uphiwe ekuculeni nezwi lakho futhi nokubhala ingoma
Uzibulawelwa umona nje Khuba, lento ethi qi hi hi iyona ekhombisa ubumpetha bomshayi wesiginci.....Vuma nje uyinja uMuntuyenziwa ngeke nimenze lutho futhi!!
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂 hei okhuzani madoda uhleka Uze ulale phansi mese esukwe yilezinto zakhe bt anyway bayasidlala boy2 kdwa umntuyenziwa ungenhla
Unzima lomjita umona phansi kushoda ukuthi ayothwala njengabanye abaculi khona ezophumelela kakhulu
😂😂😂😂😂
Ai usazozalwa iyofika kumntuyenziw wen ukuthi uyazi ukuthi wamzidela umnand ebhemile
Unzima kkhulu ngentambo uMnand'ebhemile ngyaphela lapho
Khuzani uthanda ungathandi umntuyenziwa uyas shaya isginci noma ungamncoma ufalabo kodwa akamedluli umntuyenziwa mawnalo iqiso uzovuma ungayi ngemizwa yakho ukuthi ithandabani
Mina ngizwa uFalabo
Ay akekho odlula uMntuyenziwa khohlwa
@@mthokozisintuli7532 last week uzwe uban ke😂😂😂
@@siyabongacebekhulu3649 last week bazizwele bona😂😂