Umsamo Encounters Ep 15 - Walking Pearls of Wisdom

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 21. 08. 2024
  • Thokoza,
    .
    We are surrounded by wisdom and knowledge, in our communities, workplace and homes. Yet, despite this we choose to neglect what is with us right now and focus only on what was said over 2000 years ago. Why? Our senior citizens, neighbors and teachers are idlozi eliphilayo, especially our parents. And that is where it must begin. Please listen here.
    .
    .Sizungezwe inhlakanipho kanye nolwazi, emiphakathini esiphila kuyo, ezindaweni esisebenza kuzo kanye nasemakhaya. Kepha yize kunjalo sikhetha ukungakunaki lokhu okukhona phambi kwethu manje, kepha sixhila kulokho okwashiwo eminyakeni engaphezu kwezinkulungwane ezimbili eyadlula. Kungani senza kanjalo? Ogogo, omkhulu, abantu abadala, omakhelwane kanye nothisha bangamadlozi aphilayo ikakhulukazi abazali bethu. Kumele ukuthi konke kuqale lapho. Sicela ukuthi ulalele nawe uzizwele.

Komentáře • 19

  • @sim3702
    @sim3702 Před 4 lety +14

    I never used to believe in ithongo.
    My whole perspective changed when I came to Dr. VVO in 2017 Dec, after years of trying for a baby.
    In and out of hospitals, prayer, fasting nakhokonke, nothing happened.
    Today I am a happy mother to a baby boy his name is Njabulo (Joy)
    I asked ithongo lami, ekhabomama to bless me with a baby boy. Within a month i was preggies, The cleansing done and igobongo for 7 days calling ithongo lam, my problems were solved.
    Bab Khabazela UMdali asigcinele wena, akwandisele, anibusise nonke ngomsebenzi wenu omuhle. Since then I never stopped following your teachings, my life is in order and am not going back.
    I'm with you uma uthi, abangakholwa ukuthi ithongo likhona, okwabo🙋‍♀️ loko. Amen
    I've chosen my own path alone at home and I'm a happy child.
    Asibonge Baba, ngicela uqhubeke nokusiphakela, mina ngilambe kabi. ZImnandi lezindaba, bazosala abasalayo.

    • @mkhulumandlezulungobese2715
      @mkhulumandlezulungobese2715 Před 4 lety +2

      Siyabonga Sisi inkulumo ehle ngethongo lakho liyalalela. Kube kuhle kukhanye

    • @sim3702
      @sim3702 Před 4 lety +1

      Ngiyabonga Zamani, okuhle kodwa nakini nonke.

    • @UmsamoInstitute
      @UmsamoInstitute  Před 4 lety +2

      Thokoza, Msibi, asibonge for the start of your spiritual journey and the satisfaction you have with Umsamo and Dr. Mkhize's services.
      Makwande.

  • @mkhulumandlezulungobese2715

    My Gobela Mkhulu Mkhize Prof Bhedlindaba UmVelinqangi akubusise

  • @muhlenxumalo5309
    @muhlenxumalo5309 Před rokem

    Profound Siyabonga baba❤

  • @JennyJen-xt6gv
    @JennyJen-xt6gv Před 2 měsíci

    my uncle from the transkei used to say whenever I would tell him about God, he used to say "you're telling me about something that way beyond the both of us my God is my parents" and I never understood what he meant until today

  • @siphelelemthethwa633
    @siphelelemthethwa633 Před 4 lety +1

    Siyabonga baba kusiphakela ulwazi ngyayiyanda ke le"my life is based on my parents".

  • @nicole5495
    @nicole5495 Před 4 lety +2

    Yebo siyezwa njalo siyabonga ukuseluleka. Mina ukuy’ enkonzweni kwangalela kudala. Angazi yindaba. Ngihlezi ngifuna ukufunda kabanzi ngesintu sethu.

  • @lbasenkosi6234
    @lbasenkosi6234 Před 2 lety

    Thokoza Mkhulu
    Mkhulu, igama lami u Zwelithini Nkosi, eMalahleni eMpumalala. Mkhulu nginombuzo
    1 nasenza umsebenzi wokubuyisa ubaba Kanye nomama singawuhlanganise, sibafake ekhaya.
    2. Kufanele siwuhhambise njani lomsebezi

  • @sambulomngadi9595
    @sambulomngadi9595 Před 4 lety +1

    ijulle lendaba AMEN!!!

  • @thelifeofpreez
    @thelifeofpreez Před 4 lety +1

    Siyabonga Baba

  • @thatobodibewamoloi4403

    Ke nnete hle... Lesedi kganya 🙌

  • @elsientuli5134
    @elsientuli5134 Před 4 lety

    Sibonga izifundo esizithola kwisi godlo sakho baba sifunda okuningi, ungapheli amandla. Amehlo ami ayavuleka kancane kancane.

  • @nokukhanyantanzi2196
    @nokukhanyantanzi2196 Před 4 lety +4

    My favourite person 🤣🤣... angiFasti🤣

  • @jabulilexaba5715
    @jabulilexaba5715 Před 4 lety

    Ngiyabonga ngolwazi bab' VVO!

  • @ntokozohlatshwayo165
    @ntokozohlatshwayo165 Před 4 lety +1

    Camagu🙏

  • @nonhlanhlamdlalose8671

    Ngiyabonga Bhedlindaba, ngibongele nesizwe sakithi esiNsundu, ukuba nogqozi lokusiphakela ngesaphuchwa khona. Sakhohliswa ukuba masikholelwe kumuntu esingakaze simbone, simazi futhi okuxakayo unebala elingafani nelethu, izinwele, ikhala,amehlo,kwaphoqakala ukuba sikholelwe ko-John, koJeremia ngemibhalo yabo, silahle amasiko ethu ngoba angcolile. Kushiwo kanjalo.Ngaleyondlela sahlukana nakho konke amaDlozi,amaThonga, oGogo noMkhulu noKhokho asebadlula sesiyabaphika nathi ukuthi bakhona bayaphila,ngokuba sikhohlisekile savuma ukukholelwa kokungeyikho esizweni esiNsundu.Angiphethe kumnyama ebusweni benkawu.