Ukuphupha uhamba ngemoto emnyama, ukuphupha uhamba nqunu phambi kwabantu | Pastor weNingi

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 20. 05. 2022
  • Ukuphupha uhamba nemoto emnyama, ukuphupha uhamba nqunu phambi kwabantu | Pastor weNingi
    #DreamMeaning #Nufliq

Komentáře • 23

  • @mosetsanagapechoene6192
    @mosetsanagapechoene6192 Před 3 měsíci

    Thank you so much pastor , ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha usemotweni nomuntu Ozwana aye next thing uphume imoto ihamba iqhubeke usathi Uyafona kungathi akabonanga ukuthi uphumile ngapha usendaweni enobungozi namaphara afuna kuthatha iphone yakho uyabaleka nayo uze uphaphame😢

  • @SiziweSangweni-eb7jp
    @SiziweSangweni-eb7jp Před 7 měsíci +2

    Amen Baba🙏🙏🙏🙏

  • @ThulaniEmmanuel-km4se

    Mollo pastor weningi ngiphuphe udadwethu engikhombisa isithombe sisefonini yakhe ethi kufanele ngimbasobhe lomuntu uvakashela abantu besifazane emathuneni...lekelela pastor.

  • @simthembilesicoto5112
    @simthembilesicoto5112 Před 2 lety +3

    Siyabonga ngokusipha lomphako sithi phambile

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Před 2 lety

      Thank you bhuti wami, INkosi ikubusise iphinde ikulonde.

  • @user-xb6rm5dt1v
    @user-xb6rm5dt1v Před 6 měsíci

    Ngyabingelela professor ingabe kushoni ukuphupha imoto yami ihamba omunye umuntu ngimqashile isondo lasemuva limatshile efuna ukufaka isondo elikhulu ilingangelika gandaganga ngamkhuza

  • @geesindy1203
    @geesindy1203 Před 2 lety +2

    Thank you so much, ukuphupha wenza ucansi nowesifazane ongusaziwayo nawe ube ungowesiazane ngabe kuchazani.

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Před 2 lety

      *Uma ungowesifazane uphupha wenza ucansi nowesifazane;* wuphawuu olungasho ukuthi uyabathanda abantu besifazane. Kungenzeka lomuntu umkhonze kakhulu, uhlezi umcabanga, uyakuchaza futhi usenhliziyweni yakho.
      *Uma ungowesifazane uphupha wenza ucansi nowesifazane;* wuphawu olungabika ukomela kakhulu ucansi noma isifiso socansi esijulile onaso. Noma kunento/ikhono obungalazi kepha elingase livele maduze.
      *Uma ungowesifazane uphupha wenza ucansi nowesifazane;* wuphawu olungabika ukuhlaselwa umoya omubi ozenza owesifazane ongusaziwayo ukuze ukungcolise.
      Kepha *uma uphupha ubona noma ukuxoxa nosaziwayo;* wuphawu oluvame ukubika izindaba ezinhle, udumo nokuhlonishwa ozokuthola emkhakheni okuwo, futhi kungabika ukuthi unamava afana nawakhe, noma ubukela empilweni.

    • @geesindy1203
      @geesindy1203 Před 2 lety

      @@NufliqOnline thank you so much , definitely I can now see what matches my dream kulezingcazelo, thanks once again God bless you for taking your time to reply

  • @vukanidlamini7693
    @vukanidlamini7693 Před 2 lety +3

    Asenzeni u Like bakwethu

  • @xolaninkosi888
    @xolaninkosi888 Před 2 lety

    Sawubona pastor weningi bengicela ukubuza kusho ukuthini Uma uphupha uphethe ingane yomfana nebhayi lepalo and futhi asikoqala ngiphupha ngalo lebhayi lepalo,futhi ngaphupha impepha ishunca phambhu kwemoto eblue

  • @user-ij3eu7ru2d
    @user-ij3eu7ru2d Před 26 dny

    Molo ukuphupha uvuya kukho lemoto imnyama uzofundela kuyo ukuqhuba

  • @lungaloola
    @lungaloola Před rokem

    Pastor ngicelukubuza la kuchazan ukuth uphuphe ugibele imoto eshayelwa umuntu ongasekho. Engath ugibele ngemumva .
    Elinye. Ukuphupha ngath ngiyabhukuda kuqhamuke amaphoyisa ngath awomgwaqo engath ayadubula abhekisa ngakithi. Saphuma ngath sigibela ibhayoyi landiza sawashiya kanjalo

  • @spho1190
    @spho1190 Před rokem

    Good Day Pastor. Cela ukubuza, ndibone imotor emnyana (that I used to own) parked outside with open doors (as if my daughter had forgotten to close the doors) and it was raining so the seats got wet from the rain. What could this mean? Thanks in advance 🙏🏾

  • @BrianLuthuli-ou4kt
    @BrianLuthuli-ou4kt Před 10 měsíci

    Sawubona pastor weningi ngiphuphe umuntu engimaziyo ehamba ngemoto emaroon ngabe kuchazani?

  • @rosleynoncedo8082
    @rosleynoncedo8082 Před 2 lety

    Kuthini ukuphupha ukhwele emotweni emnyama iqhutywa ngumlungu

  • @khethiweduma3611
    @khethiweduma3611 Před rokem +1

    Amen 🙏

  • @thandekapreciousnkosi9018

    Ukuphupha ugibele itekisi elimhlophe lihamba bese kuba khona umufi kube ngathi akafi yena ubhawula ngokuthile bese kuwe kuba ngathi uzoshona ngalezimphawulo zakhe

  • @zetuzabo3885
    @zetuzabo3885 Před rokem

    Kusho ukuthini ukubona umyeni wakho engaqgokile ngenhla ephethe uwolethi ogcwele amakhathi wondwa kodwa uthenge izimpahla zombhede

  • @thandekapreciousnkosi9018

    Ukuphupha umuntu agibele imoto emnyama ayishayela kunabanye abantu abagibele naye ngemuva ayishayela ngokushesha kungathi ubuya ukuyobhuza

  • @thandithandeka9818
    @thandithandeka9818 Před rokem

    Ukuphupha uhamba unqunu kodwa kungenabantu