Ukuphupha uthunga isicathulo noma sithungwa umthungi wezicathulo, Ukuphupha ufunda ibhayibheli

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 5. 09. 2024
  • Ukuphupha uthunga isicathulo noma sithungwa umthungi wezicathulo, Ukuphupha ufunda ibhayibheli
    #DreamMeaning #Nufliq

Komentáře • 22

  • @Sweetness.Rakosa-hb7tn

    Sawubona Pastor,ngisachela ukubuza, ngiphuphe ngibona izichathulo Zami eziningi ziphakathi kwamanzi ebhavini lokugeza endlini. Ngibona futhi indoda yami lapho kulelophupho sengathi wenza umuthi endishini. Lezichathulo ngathi zofakwe nguye emanzini lawo. Ngisachela ukubuza ukuthi lisho ukuthini lephupho. Ngiyabonga

  • @ajlogomanthecreepysusiefan5502

    Uh hello, believe it our not, you randomly appeared in my recommended. Unfortunately I don’t understand what language you’re speaking but I hope you have a very blessed day!

  • @PhumeleleShandu-v6v
    @PhumeleleShandu-v6v Před 5 dny

    Sawbona pasta ngicela ukubuza ukuthi ukuphupha izinkomo zisegcekeni

  • @user-ih2rb5nd1u
    @user-ih2rb5nd1u Před 2 měsíci

    Sawbona pastor ngicela ukbuza kushoni ukphupha umuntu weslisa ethi uzothunga kodwa ebengaphethe lutho akangachaza nokuth uzothunga ini

  • @simthembilesicoto5112
    @simthembilesicoto5112 Před 2 lety

    Sithi phambile pastor 👏👏

  • @yvonnemlungwane3425
    @yvonnemlungwane3425 Před rokem

    Ngiyabingelela Pastor becela ukubuza mophupha umuntu omaziyo ephukelwe isicathulo sakhe bese uyamdabukela ebalisa ngemali azithenge ngayo kodwa kubenalento ethi ungamniki ezakho ngabe kuchazani

  • @user-em6hd3gv7j
    @user-em6hd3gv7j Před 10 měsíci

    Kushutini xa upupa utengelwe izicatulo ngumuntu

  • @johnndawonde711
    @johnndawonde711 Před 10 měsíci +1

    Ngyabingelela Pastor weningi, ngabe kusho ukuthini uma uphupha izicathulo uzipholisha uziboner futhi zimnyama uzicwebezelisa??

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Před 10 měsíci

      1. *Uma uphupha izicathulo;* wuphawu oluhle uma uzipholisha; lusho uthando, inkathalo, nokuzinikela kwakho okukhulu kumlingani wakho nokuthuthukisa, nokuvuselela ubudlelwane bakho.
      2. *Uma uphupha izicathulo;* wuphawu oluhle uma uzipholisha; lusho isinyathelo sokusiza, ukulekelela, nokweseka umuntu osondelene nawe nokumkhipha osizini.
      3. *Uma uphupha izicathulo;* wuphawu oluhle uma uzipholisha; lusho igxatho lokwenza izinguquko ezinhle, ukuzithuthukisa, nokwenza ngcono isimo sempilo yakho.
      4. *Uma uphupha izicathulo;* wuphawu oluhle uma uzipholisha; lusho ukuthi uma ugula zonke izifo zizodlula futhi uzosinda kungekudala.

  • @Zamacele-dw6nv
    @Zamacele-dw6nv Před rokem

    Amen pastor ngthembe uyaaphila ngiqeda kuphupha ngiahlekelwe ilaptop yam ngihambe ngibheka ama laptop ezinye izngane kuty akafan yin neyam Lao bengisho kuty kune assignment ekumele ngi submit ngabe kuchazan 😢

  • @thandingcobo7784
    @thandingcobo7784 Před rokem +1

    Akwande kusho kuthini ukuphupha ugqoke izicathulo zomngani wakho

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Před rokem

      1. *Uma uphupha ugqoke izicathulo zomunye;* wuphawu olusho ukuthi kungenzeka uzama ukuhamba ezinyathelweni zalomuntu.
      2. *Uma uphupha ugqoke izicathulo zomunye;* wuphawu olubi oluvame ukuveza isifiso sakho sokufana nomuntu obugqoke izicathulo zakhe.
      3. *Uma uphupha ugqoke izicathulo zomunye;* wuphawu olungeluhle, olungasho ukuthi kumele ulindele ukuphela kobudlelwane phakathi kwakho nomngane wakho omkhulu.
      4. *Uma uphupha ugqoke izicathulo zomunye;* wuphawu olusho ukuthi ubudlelwane benu bungase buphele kepha uzokwenza konke ongakwenza ukubugcina ukuthi bungapheli.

  • @gogongwekazi1520
    @gogongwekazi1520 Před 2 lety +1

    Paster ngcela kbuza kuphupha i 10 cent yakudala bt ngathi ngyajabula when i found it bengishanyela mangiyithola becoz umuntu bekasebenza lapho was busy speaking to my gobela then mina ngathathi imope ngawiper izibi ngayo nd mangidobha le10 cent ngithe bafuna ngiyifake eskhwameni samathambo ngijabulee

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Před 2 lety

      *Uma uphupha uthola uhlamvu lwemali endala;* wuphawu oluhle olungasho impumelelo enkulu ezayo empilweni yakho.
      *Uma uphupha uthola uhlamvu lwemali endala;* wuphawu oluhle olubika uzokwazi ukufeza isifiso sakudala kungekudala ngenxa yokungenelela kwethongo noma kukaNkulunkulu empilweni yakho.

  • @thamimtetwa2069
    @thamimtetwa2069 Před 11 měsíci

    Ngcela ukubuza ukuth kusho ukuthini ukuphupha ulahlekelwe zicathulo zakho

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Před 11 měsíci +1

      1. *Uma uphupha izicathulo;* wuphawu olubi uma zikulahlekele; lusho ukuthi lindela ukulahlekelwa wutho olubalulekile noma umuntu omthandayo.
      2. *Uma uphupha izicathulo;* wuphawu olubi uma zikulahlekele; lusho ukuthi ungase ubhekane nebhadi lokulahlwa, nokwaliwa uma usebudlelwaneni.
      3. *Uma uphupha izicathulo;* wuphawu olubi uma zikulahlekele; lusho ukuthi lindela ukuthi umuntu wakho uzofuna isahlukaniso uma kungukuthi ushadile.
      4. *Uma uphupha izicathulo;* wuphawu oluhle uma zikulahlekele kodwa kusele amasokisi; lusho ukuthi uzolahlekelwa, kodwa uzozuza kokunye ophokophele ukukuthola.

  • @sihlembatha7839
    @sihlembatha7839 Před rokem

    Ukuphupha ukwi training yokufundela ukuthunga izingubo?

  • @spho1190
    @spho1190 Před rokem +1

    Good day Pastor. Cela ukubuza kuthetha ukuthini ukuzbona unxibe izhlangu ezingafaniyo? The were my shoes, fit me well but i realised as i was on the way the they're not the same,one navy and the other black. Thanks in advance.

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Před rokem +1

      1. *Uma uphupha izicathulo;* wuphawu olubi uma ugqoke ezihlukene; lusho ukuthi unokudideka, izinkinga nengcindezi edala ukuthi izinto zingahambi kahle nangendlela oyilindele.
      2. *Uma uphupha izicathulo;* wuphawu olubi uma ugqoke ezingafanele; lusho ukuthi unobudedengu nokunganaki futhi uzokwenza amaphutha ebudlelwaneni bakho
      3. *Uma uphupha izicathulo;* wuphawu olubi uma ugqoke ezihlukene; lusho ukuthi uzozithola usiphilisana nabantu ababili ngesikhathi esisodwa kwezothando.
      4. Futhi *Uma uphupha izicathulo;* wuphawu oluhle uma ukujabulela ukuthi ugqoke ezahlukene; lusho ukwamukela abanye abantu ngokwehlukana kwabo nokungabehluleli.

    • @spho1190
      @spho1190 Před rokem

      @@NufliqOnline thanks so wena weningi, I'll take no. 4 please I'm thanks😂

  • @eunicemahlangu8444
    @eunicemahlangu8444 Před 2 lety

    Pasta ngilcela ukubuza Uma uphupha izintethe ezigren ezinamehlo amakhulu ezincane nezintlu kusho ukuthi i