Umkhulu wenza into ebuhlungu wathwala ngomndeni, sekuyadabukisa | UKUHLUSHWA IZITHWALO | S1 - EP23
Vložit
- čas přidán 12. 05. 2024
- Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #IkuhlushwaIzithwalo #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #ukuthwala - Zábava
What a nice and short epidode uya straight to the point not ukujikajika K Schaka
Bakwethu,
Ngikhumbula,kwamina ngisejele ngabona elinye Ibhunga ngihleli lodwa lingela sandla,ngaya kulo ngathi kuyena impilo inzima yena wathi cha inzima Uma uhlupheka,
Ma Afrika Amahle Asibonge impilo.
Shembe ❤
Akusilo usiko lolu but umkhuba nomona owenziwa ikhehla lakini
Aklona usiko umkhuba lona owenziwa umkhulu
Iyoo kumatima kulamanye emakhaya
Thatha uJesu Buti wam, he will break the generational curses, Jesus will set u free
Bathwele kanzima kweminye imizi ,ngezinqumo zabantu abadala ,ngathi ungathola usizo bhuti
Nice rescue. Ngikbona usungingiza sewubalekelwa amagama usabingelela mfoka Luqa 😂😂
😂😂😂I noticed that
Uze ungangesheli endleleni bhuty ngyalesaba ikhaya lakini😢😢😢
😂😂😂😂
😂😂😂😂😂
Molo our very own Presenter uyibambe kahle❤❤🙏
Isivumelwane somndeni akulula ukusiphula.Indlela ebekuphilwa ngayo kudala.
isivumelwa somdeni siyabacindezela abanye bantu abangahambisani naleso sfungo sabantu abadala and ngeke uphumelele ngoba awuvumelani nemigomo yabo
Akulona usiko leli ubuthakathi kwabazali kwandile endaweni zasemakhaya
Kwamele aye ngaphandle kezwe maybe Zimbabwe or Zambia for usizo
Molo mfoka Luqa bengcela inamba yasestudio ngdinga usizo
Sicela abantu bashiye amagama nama number we zinyanga aba buya kuzo kuyo landa ithwalo nathi sifuna ukuya sifuna umcebo sizo bona phambili kunzima impilo Iya khuphukela
Don't start
Kahle nje . Awu ngathi kunzima kangka kulento yokuthwala
Kunzima emhlabeni yoo
Tholani inyanga ezobamba umkhulu wenu ngokwefembo, uyena uzoyisholo ukuthi kwenziwe njani ukubhekana nalesimo.
Yoh kwa nzima😢😢
Umuntu kuthiwa ufunda aze afe.syabonga uhlelo oluhle kanjena bakithi.
Waye khohlakele enomona umkhulu
pls bring back phela bonke abantu abasizwa u Gasa sazi phela ukuthi bayasizakala yini nah noma ch
No comment. Kwaze kwanzima, siceka asizwe ngiba sebevumelene nenzalabantu ke ngiyakujhulekisa bhuti ukuthi uluthole usizo syabonga ugogo njengoba evuma ujusizakala. Sinazo bakwethu izinya ga lapha emzansi. Ukuthwala yifa lezinja nokuthakatha ifa lezinja. Wonke umuntu akaziletganga emhlabeni asiyeke ukuthanda kakhulu okomhlaba hleze silahlekelwe ukuphila kwethu. Syabimg BHAMBATHA KAMANCINZA sinithanda nonke..............
Hhay waze wakhulumisa okwamfethu lobhuti
Wasebenza mkhulu
Ubuthakathi nje lobu obukamkhulu
Now sekuyi generational curse , Jesus Christ the answer
Hayi inzima ke le😮
saze sadabukisa isimo salomndeni
Izithwalo ziyahlupha kakhulu
Yekan kugcaba abazalwayo emvakwen sekophuma bon imizi nina hlalan ekhaya
Niyi mikhovu kahle kahle
Yaaaah eish basebenzela yena cha likhohlakele nali ikhehla.bt ngyacabanga nalo la likhona liyafukuza😡
Isithwalo esinzima ke lesi😢.
Nenziwe izithunzela sheim
Cha le khehla lali khohlakele I wonder lalutholani
Nizoshada kodwa
Bona labantu abathatha woke omrhola wakho bawukwabele emadleni akho benawabo sithini isizela baSelfish labobantu
Kantusikon bakwethu ngoba umkhulu wathwala usiko alugulisan futh aluhluphekisan ningabizi ukuloya ngosiko cha😮
Mmmm impilo inzima😭
Mmh 😢
Boke babuye xa sebesizakele
Mkhulu wazicabangela yedwa ngoba eyakhe impilo wayiphila ngendlela yakhe enanomfazi mnje abanye akusamele baqonywe baphume ekhaya kumele badle imali yabo nabanye abantu ngenkani aybo ngeke bakwethu 🥺
Kwaze kwanzima😭😭
kodwa bakithi nibo buya no Part 2
😢
Blaqlife 4 li
fe
Ubaba mkulu wenu mfana wam waganga ngani ekaya and wena uhlakanipile loko makuzolhuleka kuzofuneka umkulu nimhlabulule naye azoxoleleka komkulubake for ukuti nizomphupha naye avele kuni ; ukuhlambulula ke kukumthethelela ukuti asulwe nakuye amacala awawashiya emhlabeni azobalidlozi elihle. Ndiyakufisela ke mfowam kwange kungahamba kakuhle
You would say people are living nice😢 kanti whoooooo
@lisamsuthu3394 kanty ziyalila
Yooh!!! Hayike shame.
Kodwa why nibeka inyoka lapha?
Iwuphawu lokuthwala inyoka
Kkkkkkkkk kanti nawe iyakucasula?
😂😂😂😂
Kanti nisipha nini I feedback
Uyahlanya akafuni ukuhambisa imali ekhaya akayekwe akamameli imithetho yasekhaya
czcams.com/video/SIVqVz17fK4/video.htmlsi=WkRhFjiI7R-6h0L7 is this not the same person 🧐
Aklona usiko umkhuba lona owenziwa umkhulu
Leyoto ifuna ukulungiswa bcs yena umkhulu lowo wayengeke athande ukusebenzela ekhaya impilo yakhe angibinakho okwakhe okuqondene naye umsangano je leyoto