Osenesgodlo seziGUBHU ezingasebenzi ezama ukuthwa ziyamhlupha | IZIGAMEKO ZEMPILO | S1 - EP18
Vložit
- čas přidán 28. 04. 2024
- Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #IkuhlushwaIzithwalo #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #ukuthwala - Zábava
Sicela ama testimonies abantu abasizwe u Dr Gasa.
Yebo Timothy
Awekho ama testimony kwanyanga nakwasangoma. Hamba esontweni uyozukhathale ngama testimony 😂
Sibalindile
Do you think they really get help
Ngempela
Bonke abantu be zigubhu ake ni zame inyanga enkulu engu JESU
Amen
Inyanga enkulu ikhona ogama lingu Jesu 🙌🙌
Hhaw kanti naye yinyanga??? Naze nasdida
Ikuphi leyonja ngobinganekwane
@@menzitwala6416😂😂😂
“Ay windlondlo, windlondo yezigubhu”🤣🤣🤣
Alibonge idlozi lakhe liyamvikela aifuni athwale......... Kahle kahle limbhekile
uqinisile...isigubhu kodwa uyi manager uyaganga
You are a very lucky person awuyena umuntu walezinto wena kwamithi nje
Kunjalo okwakho wazalwa nako.masimukele kona esinako.
Besingekho isdingo sokuthi uyofuna isgubhu sesibili bekumele ubuyele kulumuntu wakho wokuqala nilungise izinto
Ukusangana nje 4 yezigubhu uma zidonsa zizodonsa kanjani ngoba phela zigcin3 zixabana zodwa ay abanye abantu
Sicela oseke wasizwa nguGasa azochaza ukut uyasiza
Thathisgubhu!!!!!!! Usfakesgodleni. Uzubuzwa ukhluphekokulapho😅😅😢😢😢😢😅😅😅😅😅
Bakwethu,
Sidinga uthando lwempilo, hayi uthando lwemali.
Sibonge ❤
God bless
Thank you 💕...
Yeneliswa ilokho onakho
Amen
🙏
❤
Nje kazi iyophela ni yima kutheni la em zansi really kubukeka kukubi la ngaphandle .
Washaya khona kakhulu.
Welcome back King Schaka
Sesicela ama-testimony okuthi basizakele yini ubaba ngathi wazi yonke into
Besicela ukuthi nisibonise phela kulaba asebasizakele ngezinkinga ababhekene nazo muntu abute azochaza
You are the best enter viewer butii...
Ngiyabonga
Ngibuze khehla, ma ufuna ukuthwala ngedlozi kudingeka insuku ezingaki ukuze kuphethe
Waze wayicabanga into ezokulethela izinkinga emndenini. Ubokwazi ukuthi mhla wathwala ngedlozi wonke umndeni wakho angeke ulungelwe yilutho nalaba abasebenzayo bazolahlekelwa yimisebenzi kuphumelele wena wedwa.
Indlondlo yezigubha😂😂😂😂😂
Kunjani king schaka mina ngihlala mpumalanga EMALAHLENI angazi ngingasizakala kanjani nami ngidinga usizo ngiyacela bandla ningisize nemali okwamanje anginayo 🙏🙏🙏
Lombhemu washawa ithongo isigubhu sakhe bekmele sisebenze but wangcolisa ingelosi yakhe ebumpha inhlanhla, yena udinga ukuyogeza lelithongo alingcolisa avume icala lakhe ekhaya
Lapho wawenzani vele, waphendukelwa yidlozi lacasulwa yilento owawuyizama
Uhlala nezilwane khaya lakuduba idlozi alifuni uthwale
Mine munye umuntfu lowetfula umtfwalo ngu jesu ligama lakhe
Please explain what do you mean?
@@akhonabantom ngeke ukhokhe linyeva ngalelinye. Uma uphuma embusweni ngena ngulomunye umbuso
Usugcwalise yonke inhlobo yemkhovu ekhaya 4 wonke uyagula ngekhanda ulaywa ilenhlabathi yethuna lomuntu owaithathayo
Ay mna angyizwa kahle indaba yalobhuti why engabuyelanga enyangeni yakhe yokuqala mayebona lesigubhu singasebenzi
Ngokbuka kwami ithongo lakhe elingahambisani nalokhu ingakho mhlampe wagcine ephaphalaza
Uyasaba ukubuyela uyobuza.mine 1997 bangicaba umzimba wonke ngagcobisa amafutha emashiyeni akulunganga lutho.muva ugogo owazi mama wanginika isihlazi sinye ngahlanza ngafutha ngageza kwalunga nanamuhla kuhle nozalwa yimi.angikhiphanga mali nopondo I 2rand angibhadalanga kugogo sewadlula emhlabeni.
Lotata wayesebenza kakuhle ngokunyoluka waleqa 8nto ekude kunaye 9sala kutyelwa sibonwa ngolophu😮
King Indlondlo yezigubhu,uyasihlekisa manje.
😂😂😂😂uthi angithini umuntu uqoqakwasani
Nithanda imali esheshayo bantu basemhlabeni ngoba nihamba ningena niphuma kuzozonke izinyanga ezigcwele left and right ngoba ezinye izinyanga azibasindisi abantu kodwa umuthi wokuganga yiwona ohamba phambili angikhulumi kabi kodwa ukuganga kugcwele everywhere
Maba phile abantu mkhulu enkosi ❤❤❤❤
Khipha lezigubhu ekhaya nizobaryt
Vela uyeke bhuti you are so lucky
Ningenwe yini kodwa mazulu,senihlupha abantu nje hayi
uThixo waye kuphile umsenzi o muhle, ne position yo manager
Iqiniso yazi ngabe wabambelela
Yazi ubhudi idlozi lakhe lalilihle eyi manager kwakumele njeh yena asebenzise inhlanhla yakhe hayi isthwalo.
Ay asizwakali istory sikabhuti and akachazi kahle
uvalela nezingane izinhlahla zazo
Awuzamga ngani khona usafunukuthwala😅😅
NgiwaseSwati ngicala kuva kutsi kukhona inyanga letfwalisanako 😅😅😅😅😅loyo muntfu wadla imali yakho bafo
phakama Eswatini 😌😌we represent 🇸🇿🇸🇿
aba buye obacedile mkhulu Gasa siyacela
Ngicela ukusizwa ubaba uGasa bo ngibenemali eningi singahlupheki nabantwana,hhayi ukuthwala ngabantu nezigubhu konke
Phuma lapho u zongena enkingeni
Schaka syabonga kakhulu kodwa sicela abafike balthola usizo kaGasa esibabonile kulohlelo lakho babuye phela bazosho phela ukuthi balthola yini usizo
Idlozi lakho alivumi phuma ezgubhini,akulona lonke idlozi elivuma kwasani,kodw ungajarha imali usebenza
usebenza uyi manager usafuna isigubhu
Thina kithi ekhaya iskabhu noma imvu ayingeni ekhaya nangephutha futhi asikufuyi
Awuzame uJesu iqhawe laqhawe.
Akesembe ukuthi abantu uyabasiza ngempela sichela nike nisibizele abantu esibasizize ayikabi
Xm mfethu sewufuna kukhala 🤣🤣🤣🤣
Kodwa baba wena wawufuna ukuceba okunjani ube usebenza kahle kangaka? Uyimanenger yakwa Hullets! Kwadinwa izidalwa nje nje noNkulunkulu uqobo,esikhundleni sokubonga umsebenzi omuhle abakuphe wona wena ukhetha ukuya kothwala.. walahla zonke izinhlanhla zakho
Khala king Sqaka
Molo all the way from Dublin Ireland 🇮🇪
😂😂😂😂
A bavele phela. Abantu asebesizakel
Ingwenya le😂😂😂
Shiya phantsi akuvumanga akuyiyo into entle linda ku Thixo uzokwethula umthwalo akehlulwa nto . Ezigubhu zakho ziletha ukuhlupheka kuwe azidingeki kungenjalo uzokhala kakĥlu kunalokhu . Dedela usathane uhambe ......🤣🤣🤣🤣🤣
Sbonge khehla lami Gasa siyabonga ukuchaza
Indlondlo yezi gubhu nge mpela
Indlondlo yezigubhu 😂😂😂
Indawo yokulala yona ikhona yini ngoba umangicabanga abantu bayagcwala
Niphaka umdaka linganile😂😂😂
Nkosiyam
Indlondlo yeygubhu bhuti😂😂😂😂
Uhlelo nezipoki eziwu4 unesibindi
😂😂😂😂 nkosi Yami,yekela yonke lento uthandaze
Umthandazo ubaxakile abantu nawo. 😂😂😂
Testimonies ka gasa please ngoba naye ngathi e scam self
😂😂😂😂😂😂😂sorry but this is funny.....you a manager already why thwala in the first place.....you want to be an owner lol......these things worked but not for you
Nijahe izinto ,eningabelwe.
Yona kuhlupha wena manje
Webhuti cela ukubuza Uma sebesiziwe Abantu kungani ningasivezeli
Idlozi alivumanga bhuti
Ukukhipha isithwalo akuyona into elula njengoba ecabanga u dokotela so nje ayikho indaba yalo Dokotela ukhuluma aphinde aziphikise yena uqobo
😂😂😂😂😂😂😂😂
Uhlalakuphi ugasa pmb
❤ King presenter nguwe ofike ko Sphamandla uhamba lomfana obegula Friday
Yes it him
Yebo is emsebenzini nalaphayana ku Mkhokha
Ingabe zaze zangaki ke bakithi
Kodwa nawe lezilwane ngenke zingaxabani
Thandazani bakwethu kuyekwe yonke lento yokuthanda izinto
Kanti ubani ojabuliswa izigubhu ????Mina manje ngifuna umuntu ozokhuluma kahle ngesigubhu otherwise yekani ukuthwala
Sowngu Manager uphinde uyothatha izigubhu 😂😂😂 tshintsha ngoku izigubhu ziqonda wena ?
Sibonge
Engathi bonke abathwala basebenzise inhlabathi yamathuna bangafana nawe ngoba igqilaza umndeni lento yenu.
You people are very selfish😏😏😏
Dokotela uyahlobana yini no dr Mzizi?
Nam ngangiztshela lokho, Cha abahlobani, basebenza ngendlela ethi ayifane kodwa.
Uloya muntu enamvusa ethuneni uyena lo urhogqayo
Idlozi lakini linamandla ,uphawu nje lolo .
Kunjalo
Unkulunkulu wakupha umusebenzi umukhulu emusebenzini phephisa ngelinye ilanga uyoneliswa onakho
Mina ngicela ukukhulisa umsebenzi wami
I think idlozi lakho elingayfun lento
Y
Idlozi lakho bhuti alivumi ukuthi uthwale sala sewuyeka lento ugezwe
Idlozi bafo alizifuni.
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Mf2 ake ushiye phansi yonkinto, ube fresh and uphile normal life
English ?
Ayibo njani hambha kuma channels abelungu😂
Awu
Try Jesus mfethu
BabuGasa mawungenamali yokukhokhela wenzenjani Kodwa uludinga usizo lwakho
Amadlozi awafani kungenzeka abakini abangafuni uthwale
Aybo unkulumkulu akayfun lento oyenzayo Kanye nethongolakho zi cline uphumekulezigubhuzakho hhaa
Ilomuntu enamulanda emathuneni yikho zingalungi intozakho
Ngicanga ukuthi ithongo lakhe belihlambu lukile alifunanga lento