Othwele ngebhane lamabhizinisi unemali eningi engamsizi ngalutho | UKUHLUSHWA IZITHWALO | S1-EP21

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 5. 05. 2024
  • Join this channel to get access to perks:
    / @blaqlifetv
    We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
    ____________________________________________________________________________
    DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
    ..................................................................................................................................
    Website: www.blaqlife.co.za
    Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
    Office Number: 0813639875
    ****************************
    #BlaqlifeTV #IkuhlushwaIzithwalo #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #ukuthwala
  • Zábava

Komentáře • 220

  • @sisatshabalala1858
    @sisatshabalala1858 Před 22 dny +62

    Nike nje naqaphela ukuthi laba abathwele abahlaliseki bahlala bedlaludlalisa inyawo

  • @thembinkosidube3918
    @thembinkosidube3918 Před 22 dny +47

    Bakwethu,
    Ungaqawuli, umuntu ngesandla sakho ngiyacela noma yikuphi,
    God bless
    Thank you 💕...

  • @user-pr6qn3nq5z
    @user-pr6qn3nq5z Před 22 dny +44

    Nojesu uma ebuya ngiyamcela angalinge afikele south Africa 😢bazothwalangaye efikanje

  • @UbukaOnline
    @UbukaOnline Před 22 dny +35

    Amazulu ngathi ahamba phambili ngokuthwala

  • @luyandakhumalo8957
    @luyandakhumalo8957 Před 20 dny +4

    Okubi ngalezi thwalo zi-Affect.a abantu abangenacala😢

  • @davehandy4927
    @davehandy4927 Před 22 dny +22

    Grand shap uzoschomela wena 😢

  • @user-rp3wv1it5e
    @user-rp3wv1it5e Před 22 dny +10

    Ungadla imal ongazange uyisebenzele ekgcinen idla wena nomden wakho….

    • @mangosuthundaba8410
      @mangosuthundaba8410 Před 21 dnem

      Schaka mfowethu ake ungixhumanisa nale ndoda pls ngiyakucela mfowethu ngidla imbuya ngothi..

  • @SlindileKhanyile-qz8du
    @SlindileKhanyile-qz8du Před 22 dny +14

    Avuthanda ukuthemeleza engabe uhlala odabeni ave libiza kab idata bakith

  • @user-mx1rm9ir3o
    @user-mx1rm9ir3o Před 22 dny +10

    Ungayithathi leyomali azokupha yona pls

  • @psgproductionanvproduction261

    Leli plate lona😂

  • @steve5067
    @steve5067 Před 21 dnem +6

    So ubafo uyabathwebula labantu.so Wena ubulala abantu ubuye uzohleka la,sokumnandi kuwe kodwa eminye imindeni ayinababa ngenxa yakho yerr uyangidina mfethu straight.

  • @user-hy3qd5ku4o
    @user-hy3qd5ku4o Před 22 dny +8

    Isithwalo udoti shem.abantu bafela ubala.umuntu akusize akunikeze itender ujike futhi umbulale ngebhandi lakho

  • @prettyndlovu9951
    @prettyndlovu9951 Před 22 dny +19

    I like the fact that God Is dealing with you,the fact that uyafana nomuntu ongenamali lezo yinyembezi ze family yakho nalabantu obabulalayo and ngeke omunye umuntu afe ngenxa yakho wena usale emhlabeni uphila kamnandi,uzofana nomuntu ophilayo kodwa ufile uphila,The fact that usafuna ukuqhubeka I pray and hope bakunike into e wors ungalali unye nyi nalaba abafe ngesandla sakho bakupokele strong.

    • @user-dc9sh5nm9f
      @user-dc9sh5nm9f Před 19 dny

      Ngibingelele yazi ngibuka ingekho injabulo kubobonke labantu benza Kahle ngokufuna ukuyeka.

  • @nkosincube5742
    @nkosincube5742 Před 22 dny +14

    Waze walidlalisa idolo bafo 😂😂😂

  • @sjavakhamuver7706
    @sjavakhamuver7706 Před 22 dny +12

    Abantu abadlalisa amadolo most yabo ithwele idolo li present ukuthwala😂😂😂 engathi ngyafosta kodwa🙈

    • @NontobekoHadebe-kf6ic
      @NontobekoHadebe-kf6ic Před 22 dny +3

      Hawu yazi nami kengiyinake leyonto yabadlalisa idolo uqinisile imvamisa basuke beze nenkinga yesithwalo

    • @sjavakhamuver7706
      @sjavakhamuver7706 Před 22 dny

      @@NontobekoHadebe-kf6ic kushuti senguw master wokubona abantu abathwele if umuntu oseduze nami sihleli bese enyakazisa amadolo sengzokwazi ukuba uthwele🤣🤣🤣

    • @KingSchakaLuqaTV
      @KingSchakaLuqaTV Před 22 dny +1

      😂😂😂😂😂😂😂I Nkosi yabahlaziyi

    • @happysgwebela8664
      @happysgwebela8664 Před 22 dny +1

      Yini kodwa😂😂😂😂😂

    • @user-pr6qn3nq5z
      @user-pr6qn3nq5z Před 22 dny

      😂😂😂hay niy

  • @nkolisekosamka404
    @nkolisekosamka404 Před 22 dny +11

    Sizofuna umhlabelo very soon apho uzophinda ubuye sukhala😢😢

  • @willsonweduwedu9668
    @willsonweduwedu9668 Před 22 dny +12

    Yikho ama Somalian benothe kanje, kanti bathwele.

    • @goodmanshabangu2854
      @goodmanshabangu2854 Před 22 dny +4

      Imigulukudo yezinkinsela yezithwalo Muslim people. Pakistan, south African Indians, Ethiopians, Somalians, Bangladesh, (Portuguese ngama bhutcha abo bhasoha lapho)

  • @user-uy9cp2we1k
    @user-uy9cp2we1k Před 22 dny +26

    You will stop when u have to sacrifice ur family

  • @ThembiMasete
    @ThembiMasete Před 22 dny +7

    Yooo sekunzima bhasobhani indawo yokuxhawula inkinga

  • @user-pm5ol8pn4n
    @user-pm5ol8pn4n Před 22 dny +10

    Imali yona ngeke ungene eZulwini kuyophela umndeni wakho uthi nya🙏

  • @phumlanivilakazi
    @phumlanivilakazi Před 22 dny +6

    Lo mkhulu uhlulabathakathi nimbhasobhe ningamthembi kakhulu ngoba nokhala ngelinye ilanga uberyr kakhulu umkhulu Gasa lona kunomuntu okhalayo namanje ngaye wamudla imali eningi kabi

  • @tjngema8410
    @tjngema8410 Před 22 dny +10

    Ubuhle bendoda zinkomo zayo😂😅😂. Ngiyadlala!

  • @user-wj7wx2zj5c
    @user-wj7wx2zj5c Před 37 minutami

    King ngicela ubhuti angiphe nami imali

  • @user-ix9tj5tl9r
    @user-ix9tj5tl9r Před 22 dny +8

    Sho. Cha niyatsakatsa batsakatsi.ebutsakatsini benu.nibantfu labatsakatsako.yah kodvwa ngalelinye lilanga kuyofuneka wena

  • @Lisakhanyakonza
    @Lisakhanyakonza Před 19 dny +2

    Yhooo akusenzima emhlabeni😮

  • @user-ix9tj5tl9r
    @user-ix9tj5tl9r Před 22 dny +9

    Sithwalo sithwalo.caphelani leligama lasukelaphi.

  • @Temu-xh4xt
    @Temu-xh4xt Před dnem

    Ngihleli ngiyibona le milenze enyakaziswayo mina ngezwa thwa umuntu owenzenje uyabedla abafazi abaseduze naye lapho , baphelile abafazi abaseduze

  • @user-sk3wo8xp6j
    @user-sk3wo8xp6j Před 20 dny +1

    Ubafo une pride unnecessary ngoba uyasha an akusekho ukuphuma kulento azifake kuyo🥺

  • @user-es3of6tj3g
    @user-es3of6tj3g Před 21 dnem +1

    Nami ngyacela makuphela I show ungisakaze noma ingemfalakahlana angidingi into eningi ngifuna into encane kakhulu ngoba ngifuna into engango 100 000 k'phela nje 😂😂😂

  • @user-wh2ok1zt5z
    @user-wh2ok1zt5z Před 20 dny +2

    Ngicela ungihlanganise nale ndoda yama piano bandla

  • @phumlanindlovu-rp9ux
    @phumlanindlovu-rp9ux Před 21 dnem +2

    Kuseza kumalungu omndeni wakho bhuti🤞🤞keep on waiting my brother..
    WHAT GOES AROUND, COMES AROUND 👇👇👈👎

  • @Silindile-bn8bc
    @Silindile-bn8bc Před 21 dnem +2

    Mina sengibheke iDolo elilokhu lidansa😅😅umzimbukhala imali😅😅😅😅😅lelidolo lidansa utshwala bami

  • @fezile7353
    @fezile7353 Před 22 dny +2

    “Bengazi, ay ave nikopela”😂😂😂😂

  • @happysgwebela8664
    @happysgwebela8664 Před 22 dny +3

    Yooh kunzima kakhulu ukuthwala😢😢😢

  • @andiswacornelianondabula7724

    You are going to reap what you sow

  • @thembisiledlamini9738
    @thembisiledlamini9738 Před 12 dny

    Ulandeni bhuti coz awufuni ukusishiya isthwalo sakho😫😫😫

  • @maureenndlovu7915
    @maureenndlovu7915 Před 22 dny +2

    Ukhona nje umuntu ocebayo engathwele?

  • @luhgumede6273
    @luhgumede6273 Před 22 dny +2

    Mina ngicela ukubuza bakithi basakhona kodwa abantu abangathwele and why beqale izinto bese begijima bezofuna usizo mhlabeziqala batshela bani azilime ziye etsheni bakwenza bethanda lobusathane babo bulala abantu abangenacala uwumubulali sies

  • @SleepyPolarBear-wt9kx
    @SleepyPolarBear-wt9kx Před 21 dnem +3

    Auxhaulele u ramaposa please 🙏 qhawe

  • @tmnsports
    @tmnsports Před 22 dny +3

    Aaaybo ngicela angiphe nami imali ,ubhuti bo

  • @sontomtolo473
    @sontomtolo473 Před 4 dny

    Waze wachaza kahle u Prof syabonga.

  • @CedrickZondi
    @CedrickZondi Před 6 dny

    Kungani bengasitsheli uma besaya kothwala basitshele mase befuna usizo kungani bengaphindeli beyolifuna labathwala kgona

  • @melodyhadebe8220
    @melodyhadebe8220 Před 2 dny

    Nawo lamadolo adansayo😂😂😂😂, bengithi ninamanga yaz 😂😂😂😂

  • @user-fx3wo5tb8c
    @user-fx3wo5tb8c Před 21 dnem +1

    Silimele singabantu abamnyama emqondweni sekonakele kakhulu okwasemhlabeni kuzosala khona kwamhlaba Uma kungahlangan kodwa ukwazi ukulala udlile Uma kunjalo konke kusuke kphelele

  • @vuyisileyaso-vm7si
    @vuyisileyaso-vm7si Před 21 dnem +2

    I nkinga phakathi kwa lemilenze dlala ngayo

  • @elizabethnkosi715
    @elizabethnkosi715 Před 22 dny +2

    🎉🎉🎉❤❤ubabu Gatsheni siyabonga your explanation on point .my aunt son he is alwys puting people on map is election time shem u busy helping kodwa yena akanalutho

  • @taiteitirivamwe1548
    @taiteitirivamwe1548 Před 22 dny +2

    Not King Schaka saying ma uthengelwa uyadla😂😂😂😂

  • @user-ci9fe6lr3t
    @user-ci9fe6lr3t Před 22 dny +6

    Waste of time Sacrificing your souls for fast money killing other people handshake Yona 😮

  • @user-wq4vi3vc3x
    @user-wq4vi3vc3x Před 21 dnem +1

    Ngyasfuna mina Bhuty lesosthwalo sebhande le topiyA😊

  • @samuelmbokazi2318
    @samuelmbokazi2318 Před 21 dnem +1

    Bengimuthanda upiano inkinga yakhe akasizi ekhaya.

  • @user-ix9tj5tl9r
    @user-ix9tj5tl9r Před 22 dny +5

    Emadvodza ayahlekisana.uve utsi angitjelwa ngumfati mine.kodvwa baya etangomeni tebafati balalele konkhe lokushiwo ngumfati losangoma.😂😂😂

    • @bakoena82
      @bakoena82 Před 21 dnem

      Injalo lento😂😂😂

  • @ntombienhlemahlaba8368
    @ntombienhlemahlaba8368 Před 22 dny +2

    Ewu!Mancinza...🙌🏾 Bayabekezela abantu wena owabona umendo😅

  • @sivuyilemphoco7325
    @sivuyilemphoco7325 Před 22 dny +1

    Hay usazoyshiya ubafo, akukashisi okwamanje kusemnandi.

  • @ThandiZulu-ew5rl
    @ThandiZulu-ew5rl Před 5 dny

    Sengiyaba Saba abantu

  • @Mygabikhumalo
    @Mygabikhumalo Před 9 dny

    King Schaka siyakbona njalo kuMkhokha 161

  • @user-lp1cb5el5q
    @user-lp1cb5el5q Před 21 dnem +2

    Yikho izwe lethu lingayi ndawo amatender anikwa abantu abangazi lutho egameni lemali

  • @CedrickZondi
    @CedrickZondi Před 6 dny

    Kanti I zofunani noma uzosichomela

  • @busisiweditshego8446
    @busisiweditshego8446 Před 21 dnem +1

    Yoh never again ngiqhawule lezinja naziletha lamaquotation wabo. Voetsak sifela izinto esingazazi coz nifuna amatender.

  • @user-tl8jy5tm1v
    @user-tl8jy5tm1v Před 21 dnem +1

    Laba abasizwa ilezi nyanga ababuyi ngani bezobonga

  • @SimphiweCele-qc4lq
    @SimphiweCele-qc4lq Před 17 dny +1

    Ay ngyalufuna u piano

  • @alfredmotloung7624
    @alfredmotloung7624 Před 22 dny +2

    Sqaka can you able to help someone who's one of her family member Uthwele and yena izinto zimile zakhe she don't have money but she's pleading for help thank you so much

  • @user-sk3wo8xp6j
    @user-sk3wo8xp6j Před 20 dny

    Bantu bakithi lungisani umsamo ukuze niphile ngesiphiwo sakho niyekele izinto zokwakhiwa eziwumkokodelo ezingapheli kamnandi 🥺🥺🥺

    • @ManazaMabaso
      @ManazaMabaso Před 20 dny

      Kodwa abandoniloko ngilunge ngihluphekela isthwalo ngyasbonga

  • @Amor-zone
    @Amor-zone Před 22 dny +1

    *Uzwa nangegama lakhona nje ukuthi 'UTHWELE' ukuthi hayi kunzima la, phela ukuthwala nje noma ngabe is'gubhu samanzi noma inyanda yezinkuni akukaze nje kwaba mnandi. How much more usuthwele into ongayazi nhlobo* 🙆‍♂️

  • @user-il5rl1ze3q
    @user-il5rl1ze3q Před 15 dny

    Yingako nithengelana utshwala kuma club

  • @MzoliseZweni
    @MzoliseZweni Před 13 dny

    Ngiyacela bandla nam noba kokuncane

  • @user-rk5ys2rx6u
    @user-rk5ys2rx6u Před 20 dny

    Ushilo schaka wat lomuntu omnik itender akaphil uyashona

  • @user-ix4mq9fe6j
    @user-ix4mq9fe6j Před 21 dnem +1

    Yhoooo andizuphinda ndixhawlwe

  • @user-os5fk3je1t
    @user-os5fk3je1t Před 20 dny

    Yaze yaphela imindeni ngenxa yalabantu abathwele oh baba soshona phi

  • @user-lk5bl6iq9j
    @user-lk5bl6iq9j Před 20 dny

    Phela kufanele kube kuningi ama zulu phela nale show ikwa Zulu ayikho ekoloni ngeke kusuke umuntu oselompompo azo khuluma la kwa Zululand kumele kube kuningi amazulu kanti uyithutha yini wena akekho umuntu ongathwele ngisho indiya lithwele ngezithixo zawo

  • @PhumezaMiyaTheAdvocate-vg3gl

    Anongikhonzela kulobhuti wemali bo🥱

  • @channelexpresso5967
    @channelexpresso5967 Před 21 dnem

    Kings chaka wakaluqa mfowethu wena nxa ngikubona u khanya yindoda efanelwe yiku a ngu mfundisi kumbe ngithi umuntu owesaba unkulunkulu ngendlela ephakeme according to character engiyi ona kuwe. Nxa unjalo mfowethu ngiyakubongela asigxile enkosini ujesu christu okwemhlaben lokhu konke kuyize

  • @NjabuloNdlovu-if7rz
    @NjabuloNdlovu-if7rz Před 20 dny

    Owakwethu wena Gatsheni

  • @VusumuziMayisela
    @VusumuziMayisela Před 17 dny

    Awu kanti iprofit margin yakho ubani if uphana ngo 50% onge kwi account, awuthengi materiał and awunama overheads - like fuel, wages ect. Akwenzi sense lokha kuka 50%.

  • @phindymadonsela4669
    @phindymadonsela4669 Před 21 dnem

    Awungiphe Bo

  • @SibusisoMahlangu-vp7ro

    Kuyadliwa😂😂😂

  • @nkosikhonasibisi9406
    @nkosikhonasibisi9406 Před 3 dny

    Ncono hlupheka nothwala ay

  • @user-ix9tj5tl9r
    @user-ix9tj5tl9r Před 22 dny +2

    Nami ngoyayifuna ngicela ningicelele ku bhuti .ngila 🇸🇿

  • @sibonisocharles5369
    @sibonisocharles5369 Před 17 dny

    UGatsheni akajime finished en klaar

  • @ezwenibhebhe5766
    @ezwenibhebhe5766 Před 20 dny

    No more phinde ngxhawule umuntu empilweni yami kanti abantu bangenwe yini ngempela

  • @user-lb8fr5zv7j
    @user-lb8fr5zv7j Před 22 dny

    Hay kodwa ukutnwala bakithi kuyingozi impela

  • @mthunzinkwanyana9353
    @mthunzinkwanyana9353 Před 21 dnem

    Kod ngoba mal sunayo ngabe ukhipha lento bese thatha lemal uvule mabhizinisi

  • @user-os5fk3je1t
    @user-os5fk3je1t Před 20 dny +1

    Kuyoze kube nini sihlushwa abantu abathwele emindenini nasemphakathini yethu

  • @nhlanhlamchunu988
    @nhlanhlamchunu988 Před 22 dny

    Lobhuti mina angimsoli isifebe siyacushwa vele sikhathele ifebe zisfebela qede zisibulale inhliziyo

  • @NYANGA75
    @NYANGA75 Před 15 dny

    Hawu ushonephi uGasa manje

  • @normarichards6480
    @normarichards6480 Před 21 dnem

    Leli liqola, udla imali zabantu njee abaleke

  • @AMOYANDY4995
    @AMOYANDY4995 Před 22 dny +1

    Ay wachaza kahle Gatsheni

  • @user-kh7qq6xx6l
    @user-kh7qq6xx6l Před 22 dny

    Kuhlupha ngoba nifuna izimali ekubeni sisenkingeni yemali

  • @SibusisoNyembe-gb6rp
    @SibusisoNyembe-gb6rp Před 21 dnem +1

    Cha idolo liyadlala bo 🤣🤣🤣🤣

  • @LunganiShozi-pz1cb
    @LunganiShozi-pz1cb Před 22 dny

    Awsuse lokho kudla wena luqa silambile ngapha. Soybuka kanjan le episode sihalela lokudla kwakho😢

  • @user-wc8cq1ni4q
    @user-wc8cq1ni4q Před 19 dny

    Wena ndoda ochazayo please hlala phezulu kodaba 😂😂 mina ngikuzwa uyale nale

  • @sphamayela9151
    @sphamayela9151 Před 21 dnem

    Cela imali Bhut, cela imali Malume, cela imali booo plz

  • @pinkymasesi2293
    @pinkymasesi2293 Před 19 dny

    Akayeke ukuxhawula abantu

  • @elizabethnkosi715
    @elizabethnkosi715 Před 22 dny +1

    Ngithuke dlanaye ngithi uzokuxhawula😅😅😅

  • @user-ix9tj5tl9r
    @user-ix9tj5tl9r Před 22 dny

    Ye bonine umuntfu uyahleka kodvwa kufa bantfu.sekute nembeza.mtjeleni loyo jesu utomfifinya kancane kancane.sitomuva sekatsi ngicela lusito sekufuna bantfwa bami

  • @PhilaniPhilani-xw2cd
    @PhilaniPhilani-xw2cd Před 13 dny

    😮😮

  • @user-ix9tj5tl9r
    @user-ix9tj5tl9r Před 22 dny +1

    After 3 years uyobe asaphila lomtsakatsi

  • @IsiphileMatya
    @IsiphileMatya Před 20 dny

    Khongi plage bhuti yhooo ingathi siryt ESI sakho

  • @bakoena82
    @bakoena82 Před 21 dnem +1

    Ma uthole u-R100 million u-50% uzom'spenda kanjani?😮

  • @isaacpulengkgwedi4299
    @isaacpulengkgwedi4299 Před 20 dny

    Where is that country is doing ukuthwala ngoba nami ngiyafuna ngibe nemali please help me

  • @mangosuthundaba8410
    @mangosuthundaba8410 Před 21 dnem

    Schaka ake ungixhumanisa nale ndoda pls