Abantu bafisa okwezimpethu eTavern yami | UKUHLUSHWA IZITHWALO | S1-EP26
Vložit
- čas přidán 19. 05. 2024
- Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #IkuhlushwaIzithwalo #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #ukuthwala - Zábava
Bantu bakithi ake sizame manje ukusondelana noNkulunkulu ukuze wonke umuntu odalwe wuNkulunkulu ezofeza injongo kaNkulunkulu.
Amen my 👑 true I think that's a lot of education here
Proverbs 30:9
If I have too much, I might deny that I need you, Lord. But if I am too poor, I might steal and bring shame to the name of my God.
IMfundo esendiyifumene kule blaqlife tv inini kakhulu
Uksaba kanjan ukufa ekben usubulele izingane sabafazi eyngaka sisi ukhohlakele😢😢😢
*UJOBE 27:8*
Liyini ithemba longenaNkulunkulu, nxa enqunywa, lapho uNkulunkulu esusa umphefumulo wakhe na?
@@@@@@@@@@@@@@@@
*UJOBE 5:8-9*
Kodwa mina bengiyakumfuna uNkulunkulu; kuNkulunkulu bengiyakubeka indaba yami yena owenza izinto ezinkulu ezingaphenyekiyo, izimangaliso ezingenakubalwa
🙏
King Schaka imibuzo yakho 🔥💯🙌🙏
Yey hai uyambuza bo😂
Muhle umsebenzi wenu. Sesifunde okuning kuloluhlelo syabonga
Ngacabsnga Enyobeni Tarven where children died. Africans are killing each other ngesithwalo
Proverbs 30:8
Don’t let me tell lies. AND DON’T MAKE ME ME TOO RICH OR TOO POOR-give me only enough food for each day.
Yo abafati bamanje 😮
Hhai inkosi impela ikhuluphele iyafa ingulube nge Gazi labanye Abantu😢😢 luyeza olwakho usuku mfazindini
Umama onjani ongamdingi uNkulunkulu,vuma ukushona sthandwa ngoba ubaqedile abantu futhi bazophela abantu ngesandla sakho,yila ekfanele uzsondeze kuNkulunkulu
Ngiyithanda kakhulu i channel yenu ngiyibuka ngiko bulawayo eZimbabwe ❤
i love it too, mina ngiyibuka ngiseHarare
Mina ngiyibuka ngise Lesotho 😊
Mina ngikhonapha next to them eMzansi
Mina ngise Johannesburg,
Asibonge ❤
Dankoo
Mina ngise Dubai
Vala i tavern dadewethu
Asidlaleleni kude kulezindawo zokucima ukoma sizwe sakithi, mawuzwa ukuthi umphimbo awulawuleki , thenga eLiqour shop uhambe uyophuza ekhaya
Shwele Shembe wami😢
Ngathi ungasizakala sis coz awuyena muntu okhohlakele. Ngendlela sokhuluma ngayo iyazisho. Good luck sis
LA South Africa sifundela ukuthwala yini kanti
No comment. Siyakhuleka LUQA KING SCHA........ bantu bakithi abakwqzi ukujhuleka asikhuleke ngokunamandla konakele ezweni kubi. Futhi kubi kakhulu. Ake kuqiniswe ekuqhakambiseni UPHEZUKONKE, iyagqilaza lenro yentwalo futy akekho unkulunkulu nethonga. Ngicela GAGASHE usijhuzele mase ethi noma ngaba ubani athi akamdingi unkulunkulu, eyi hayibo aliphathwa ngeze igamalakhe therefore akawahoxuse amagama akhe unkisazana lona odinga usizo ngenxa yezinkinga zokungzani nomdali wakhe okuhumdali wakhokonke. Syabonga kakhulu ukuba abezwe elikhululekile noma isixhashazwa lenkululeko. Sesuohila ngezithwalo sonke, noma ungathwele khona othwele ngawe. Ngaba umngane noma owakwenu kade kwaqalwa lokukukhohlakala kokuthwetshulwa uphila kodwa manje hayi lyabhubha abafana haibo iyngane zithwele zinama BOYS azisebenzi zihlala zinemali and zifa kabuhlungu. Angeke ngahlulele umuntu ngoba nami ngisazo kwahlulelwa. Angithandi ukulahleka kwentombi lena edinga usizo kodwa ithi ayimdingi oyenza ize ifike lana kwi BLAQLIFE TV. Buyekeza amagama ezwi lakhi ntombi akudlalelwa egameni likasomandla. Ngakhoke ngicela ke uguqe phansi ngamadolo ukhuleke uxolise ngokujulile ngalokhu okushilo ukuthi awumdingi iwakudalayo osazokubulala aohinde akwahlulele. Ngakhoke ngyacela ngyavevezela ukhulume kabi CC, ngiyakukhulekisa ukuthi ungaohinde ukhulume kabi ngonkulunkulu. LUQA intokazi lena idinga usizo lokuqala ayixhunyaniswe nonkulunkulu ngoba imithi ekankulunkulu, izinyanga ezikankulunkulu, IBLAQLIFE TV ekankulunkulu abaphathi nabasakazi bayo abakankulunkulu, nathi sonke balandeli be BLAQLIFE TV sabakankulunkulu. Ngicela ulimi lwethu sinke esisazoza layakhaya ukuzokhipha okusidlayo ngaphakathi kumbe sizoxegisa imithwalo konembeza bethu asaziseni ubabu NKULUNKULU. Bonke abakhipha izmfihlo zabo bayafana kimi ngibathanda bonke irrespective umonakalo ngoba mina angikho esikhundleni SIKA JEHOVAH. Ngicela angakhali ngohulumeni ma eyothwala esizwa umuntu olana ngoba sekwakhululekwa, naye ukwaze ukuya lapho abanesivumelwano nosathane ingoba sesakhululeka emzansi. Nale BLAQLIFE TV yayingeke ibekhona ngesikhathi sobandlululo. Inhlupheko ilotshiwe nasebhayibhelini, indala inhlupheko futhi asoze yaohela ezweni ngoba yenziwa abantu abathwele ngoba siphila emhlabeni lapho khona kuthwele konke esikuthandayo nesikudingayo ojuhle emehlweni ethu kuthwele. Abefundisi bathwele abamatekisi bathwele abama taven bathwele abezitolo bathwele abasungula ohulumeni bathwele bathwele. Abaculu bathwele haibo syabonga kwabangakwazi ukuqinisela entwalweni ngoba kugcele amapharanje intwalo. Amadrugs intwalo kuthwelwenje ingakho ngisho okukhasayo kuthwele. Ake ucabange ingane yentombazane iyenyangeni iyofuna umuthi wothando neyomfana iyofuna umuthi wothando hai umuthi wokugezeka uthandeke uhlonipheke nawe uzihloniphe uhloniphe nalomuthi. Cha kuyasheshwa sheshe ubenemali usheshe ufe fast kyaphuthuma. Heyi kubi bantu bakithi langaphandle. Bambalwa abantu abazisolayo. Iningi liyaqinisela ingakho kufiwa kanje ilezithwalo. Nabaholi bathwele. Ngenkathi abantu bakithi beba nohulumeni babo omangophe kd mathanzima mangisuthu beba omongameli bonke baya kurhotso bathwala. Ngyabonga kubobonke abathwele abazisolayo ngentwalo. Ngiyabakhulekisa ukuthi basizakale. Ngikhulekisa nabacabanga ukuyothwla njengempendulo kubo, cha bakwethu ukuthwala ujuzibulala okubi kakhulu ubulala abantu abaningi ngoba vele wena uyane sewfule nawthwele. Ma ungathwele ungathakathi ungebi ulamba ungenamali kodwa ma unendawo yokulala kwenele umdali nethonga angeke bakulahle ufe indlala. Kodwa ukuthwala ma thina suyolala, othwele akalali ziyasha fanele eqhubeke nesivumelwano sobumnyama ngiba asijho isithwalo esihle konkenje kyafana kubi ngoba kunemali ohakathi negazi neyntwala kunigninje. KING SCHAKA PHAMBILI ne BLAQLIFE TV PHAMBILI
Kumzima em'hlabeni bethuna 😮
Ngithanda umbuzo wakho king😂
Wakwazisa emadlozini or ezilwaneni awazi 😂😂😂😂😂😂😂😂
😂😂😂
Sometimes i feel like these stories are fabricated, the way these people sound so proud and confident and still claim to be remorseful
Nami ngifana nawe, baproud ngalendlela🙄exakile
Sisi wayibhuda ukwamkela isoka elia ngoba yayiluqobo luka Satan, wabangwa bububmnyama wakwamkela...God bless you cc akukhuphe esandlwni songendawo
Kodwa nkulunkulu konakalephi emhlabeni ngiyayifuna imali Kodwa angeke ngiphajame ngomnye umuntu ngiyawusaba umphefumlo womuntu
Siphila ezinsukwini zokugcina. Uthando lwemali luwuphawu lwokuthi uJesu useyabuya
"Ngizibona ngiryt yini engathi ngiyidinga kuNkulunkulu"😢 yooh 😱 ei nkosiyami usazohlupheka ke Sisi kulapho ozosibona khona isdingo sokuthandaza.
Labantu abanankinga uma kusafa abanyabantu kuncono mangabe lento ibulala iyngane zakhe kuphela coz yizo ezidlimali not abanyabantu,kodwa ngelinyilanga...
Waze wathetha kabuhlungu lo cc.... Athi akadingi lutho from ku Nkulunkulu💔🤦♀️
King i don't like your question, when you ask her why the lady is worrying because her family is not dying, customer's blood maters too...also you are wrong to allow her not to say where she went ukulanda isithwalo 😮😢
Ai impela ukhomba ukungabi nandaba into mayingaqondene nomndeni wakhe
Jesu khumbula Bantu bakho Jehovah konakele
Ukutnwala kubi akhubuyiseli bakithi yekani bo
Yingakho ngiphuza indoor nina nithwala ngathi ematshwaleni
King yamaLunqa🎉🎉🎉🎉
King my king
King good questioning 👏 👌
*UKUTHWALA KUBI KAKHULU KUYINGOZI ENGADALA UKUNGAWUBONI UMBUSO KANKULUNKULU*
"...Angsathandazi. Angiyboni into engiydinga ku Nkulunkulu ...." hhay bo 😮😮😮
@@christinanxumalo6811 ay lokhu ngazalwa angibi Rish unkulunkulu uyakhetha vele
@@user-fq2ep6by4i 😁😁😁😆😆😆😄
@@user-fq2ep6by4i😂😂😂😂sesizoze sithwale ngoba akasinaki u Mr god
Umphefumulo okuwe akusiwona owakho. Ngelinye ilanga uzowubiza. Umuntu ongasiboni isidingo sikaNkulunkulu uyangisabisa ngoba indaba yonke ayikho ngathi ngoba sidaliwe. UNkulunkulu uyathanda ukuthi abantu baKhe bamdumise bambonge ngakho konke abenzela kona. Uyisiqalo nesiphetho akekho omunye. Uma unakho konke mbonge noma ungenakho konke mbonge. Abanye bathi abaswele lutho asikho isidingo saKhe. Ngibona siskhulu kakhulu isidingo sikaNkulunkulu ngoba noma ungaba nemali eningi nempahla eningi, lezozinto uzozishiya ngeke uphathe lutho. Lapho siyakhona akudingeki mali, akudingeki lutho okwasemhlabeni. Imiphefumulo yethu idinga izwi likaNkulunkulu, ngoba nawo umphefumulo uyadla njengomzimba. Umzimba unakwa kakhulu kepha umuntu wangaphakathi uyafa yindlala. Inyama izosala ethuneni ibuyele la yavela khona othulini. Umphefumulo ubuyela kuNkulunkulu owawunikayo umnikazi wawo.
Siyamdinga uNkulunkulu, ngisho ungweswele lutho
Up King up 🎉🎉🎉🎉❤
Blaqkife tv iyafundisa ngithi phambili ngomsebenzi wenu oncomekayo sefunde okunengi into ebisingazazi
Uyakusaba ukufa cc kodwa wena ubulala kangaka lezingane obulele abazali bazo uthini ngazo
Bekezela konke kunesikhthi Sako ,ningxamela ubutyebi,
King uyangichaza kutsi akesachaze ngeku bora😂😂😂
Mmm kwankulunkulu alisamdingi
wow Mhlaba😴
Imali ngusatane bakithi kuze kufe abantu pho😢😢😢
Engath ungasizakala nkosazana enhle we lv U
Ukuthanda izinto kuzosibulala ngempela xem hai bo.
King 👑
Siyabungelela lathi kwele Zimbabwe ngathi sesibanengi abakithi
Sibaningi mpela ene sifunda okuningi kuleluhlelo shem
Bhanoyi lokuthwala umuntu angakubonisa imali angakwazi
Mmmh kwabuhlungu yazi
I think uhlushwe umona wokuthi umama uyangichaza kuyagcwala kwakhe ngenxa yomhobholo waze wangena ogibeni lesthwalo tyooh umona uyingozi
EkaJesu ke vele uyigcine nje namuhla
Abantu endawen bathini nje mase kufa abantu everyweek
Konke kuyize osikulandelayo kulomhlaba pho Jehova uke washo wathi yizani Kimi Nina nonke enifuna umubuso nifumane umbuso wamazulu
Muhle umsebenzi wenu sesifunde okunengi okwenzekayo ezweni
Vu okutshalile dear 😊😊😊
isithwalo kaze sibesihle even one day yekelani ukulanda izinto kwamanye amazwe sizophela sophela isizwe
uvuna okutshalile. ukube awuyanga kudate nenye indoda ube ushadile ngabe awfikanga kulenkinga
We cc aibo wazi omgababa ungowa kephi vele
U sound proud of ur actions mjendevundini...
Kantinawe sathane uyakusaba ukufa kwangisisa ukungaphuzi
Ngizibon nginamandla yin engayidinga kunkulunkulu. Yha neh
This thing of “support black business”isifaka kubhokisi manje cha umhlaba usuyagoqwa ngenxa yezithwalo 😭
Yooo kubuhlungu ngbo kufa abantu ngancono kube kufa wena nje kuphela
❤❤❤❤❤
Hay cc phuma kuleyonto
Wow "KING"😂😂😂❤
Mmmm cc wabantu uthini ? Awusasiboni isdingo sikaNkulunkulu ? Woow ngaze ngakuzwela mntaka mah uphuthelwe ubumnandi ulibele okwezwe kanti kuyadlula cthandwa sami 😮😮😮 kepha yena umi ingubaphakade 😊
Kodwa King imibuzo yakho😂😂😂
I think umndeni wakhe usisi nawo uzolandela ekugcineni kancane kancane this is a wake-up call asiyeke ukuthandizinto esingazazi we learn by mistake but akushiwo ama mistake anzima kanje ,Thina ma south Africans siyathatheka wenza noma yhini ezokwenza rich ngezinto ezi wrong yho masifunde isfundo guys yho and thoz bodies eziphelela kwakho zohlala zihleli Ku picture yakho
Sacela ningizamela munt othwalisayo
Okuhlungu nje ukutbayasichomela ngezinto zabo
Kodwa uma sezixakile bafuna sibadabukele
Mhhhh cc asikho isdingo sokthandaza uNkulunkulu waze wakhohlakala ukhaleka iyngane zakho ezabantu eyphelayo ngenxa yesthwalo kaz uyofa uyephi
Mamela kaloku intliziyo ende and uthathe into enzima uthwele kaloku kusazoshuba akukashuibi ngoku 😮
hey kahle wena sesingaze siyokhomba
Ngyawuthanda umbuzo wakho King, ucc kwakumele enze B ed(teaching)
Ayibakwethu lokuthwala kwenu 😢
Malini uphuma e SA nokuphakama
Ngiyawuthanda umbuzo wakho yonke uyayithanda
Yoooo
Kunzima,kodwa sothini impilo
Niyasifundisa futhi nisilumkisa King siyabonga isithwalo yi nonsense nje yento
Kube kufa wena satani😮😮
Hay le show isisizile ngoba ngaphandle kwayo nathi besizozbona sesigaxele, mna i didn't know anything about ukujula kwesthwalo i only learnt from you king
Wamnikani ubhuti esekusize kangaka wakugibelisa ekukhipha ngaphandle kwamazwe
Sibonga lo thixo ongamthandazi ngoba nguye okuzise apho
Uthi indoda yayimbhora wavele wayothwala ugal kungcono kodwa ngoba akawutholanga loya mhlaba ongezansi
Yena lobhuti owacheater naye ithini if umbuza
Ay waze wazbulala izngane zabantu ntombazane kodwa ukhona mhla uphela
Cc wabantu Susa business lapho ulakhe kude nawe qhubeke nempilo ngob uzolamba
Kuncono nje ngizihluphekele
Ngaze nganamahloni uma ngizwa usisi ethi ngabe ecelani kuNkulunkulu ngoba unayo yonke into ,kanti sithandaza ngoba sicela kuphela yini? Ngoba nempilo siyayibonga noma singenalutho ngoba uma usaphila kungenzeka noma yini .
Yekelani ukuthwala akulungile
Why not just get bouncers that make sure no weapon comes in?
life ke tough nerh ...🥱
Eish ku tricky ke la..
ingani bathi ko natal ikhona okune zangoma eziningi futh ezazi izitwalo but me ngilandela iningi labantu abatwele bath bazama ukutwala egoli kodwa kwehlula baze bayotwala nga phandle/
Isifundo yekani imithi izonibulala
Ndibukele ndise mount fletcher e zwelitsha
😢😢😢💔💔💔
Ngifuna ukwenza donation Lana for the show R8Million how can I do it🎉🎉🎉
Is this a joke?
ongiph u1 million ubanik u7m🤣
Ifake Kim mina ngzoyhambisa khona🤝🏽🥲
Ayi cha imikhovu yakho iyayithulula ngempela imali,kodwa nasi isihogo sikulindile mthakashana ndini😂😂😂😂
Nami cela u R500K nginenkinga ngifuna ukuyathwala ku Khehlelezi 😂😂😂
Mina I don't think ukuhlangana kwasisi nalobhuti was coincidence, ngokubona kwami losisi was targeted. Ngisho lokhu ngoba from what I've heard kwabanye kule show is, lezinto abaduke bezisebenzisa yizo ezibakhombisa abantu okuyilabo ababadingayo nokuthi lento inama stages. So I think lobhuti ikwesakhe istage soku recruiter ukuze yena aberyt kulento yakhe naye. Like I dlela akavele wachazela ngayo losisi, how his business is working lokho kuyangisolisa.
Angazi if anyone understands what I'm trying to say. Just indlela engiyibona ngayo lendaba kasisi.
Yoo kuningi emhlabeni umuntu afune uba rich by fost