Isphiwo samanzi nokusebenza ngamanzi

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 14. 06. 2023
  • Amanzi awukuphila

Komentáře • 83

  • @ubuhlebethongotv5347
    @ubuhlebethongotv5347 Před rokem +4

    Ungageqi amagula mkhulu, awemuki. Icace kahle mkhulu nomkhulu uKhoza akanaso isiphiwo samanzi kodwa uyasebenza ngamanzi/ isiziba, ulwandle nempophoma. Siyabonga khehla elidala
    🙏🙏🙏🙏

  • @user-zb7ry6ol3q
    @user-zb7ry6ol3q Před 11 měsíci +2

    Isiphiwo samanzi siyingozi. Ngathola umama ongizalayo after 23 yrs. Waya kongibika emathuneni sengibuya kombona. After 3 days ngaqala ngaphupha ngizungezwa izinkanyamba eziw4 ezimhlophe. Ngavuka ngayemsebenzin. Kulapho omunye wezikhulu anotisa nginefu elimhlophe arnd me. Angisiye umuntu onaka amadlozi. Acele siye kumunt achaze lento. Masifika lomama ahluleke ukubona ngoba ma eqala engibiza esgodlweni bekuphakama inyoka emhlophe imvimbe athi akumele athinte mina ngoba akanawo amandla. Waze wabuza enzenjani. Bathi angithole Amanzi ngeglass but ngizikhele. Ngabuya namanz bathi angifake umunwe ngigovuze amanzi bese yena elunguza eglassini. Wabona lapho konke okwakwenzeka. Kodwa akekho ongangibhulela kucisha ngisho impepho.

  • @user-uy2pz2yq1v
    @user-uy2pz2yq1v Před 11 měsíci

    Ngiyayi thanda i old-school yakho Mkhulu 🎉

  • @lungilemsane68
    @lungilemsane68 Před rokem

    Mmmmm yazi ukhuluma nami mmmm

  • @valeriexuza9916
    @valeriexuza9916 Před rokem +1

    Ngimane ngezwa eTolweni.
    Ngiwu Xuza uMtolo,Tolo,Dlangamandla,Mqenge ,Zulu Ngwenyankomo😊

  • @user-if8ly2ly8h
    @user-if8ly2ly8h Před rokem

    Sabona mkhulu impinge yes intu ukhokho wokhokho ngicela akubeke akuphe amandla okunqoba

  • @Styl846
    @Styl846 Před rokem +1

    Uyezwakala Mpunga!!🙏

  • @user-mi2ib4vb9t
    @user-mi2ib4vb9t Před 10 měsíci

    Mmm waybeka lendaba mkhulu yangcacela

  • @user-sk3zr3pl8b
    @user-sk3zr3pl8b Před rokem

    Wakhuluna mlomo ongathethi manga.Ngiyabingela mpunga yesintu, ngiyabonga ngencazelo yakho 🙏

  • @mary-annnhleko6449
    @mary-annnhleko6449 Před rokem

    Mpunga, ngicabanga ukuthi mina ngidinga umuntu onesphiwo samanzi, ngicela usizo ngingamthola kuphi cz ithonga lami alifuni nhlobo umuthi. 🙏 🙏 🙏

  • @phakamabhibhi4736
    @phakamabhibhi4736 Před 11 měsíci

    Ndiyezwa kahle mkhulu and ifuna lento oyenziwe ngumntu ohlanzekile hy ndathi sendimtholile ndaphulukanaye ngendlela andingayazi so andisathembi kwamntu kegoku ndavele ndasindiswa

  • @sphiwengubane8002
    @sphiwengubane8002 Před rokem

    Siyakuzwa thina khehla🙌🙌🙌

  • @nompumeleloprincess2581

    Ngiyezwa mina ngizwa kahle ❤

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 Před rokem

    Kucacile kuhlulekile impela Mkhulu MpungaYeSintu. Makwande!🙏

  • @zamazondozama9491
    @zamazondozama9491 Před rokem

    Ngithi njeeee...Mpunga!!!!!

  • @nkosinathi7645
    @nkosinathi7645 Před rokem

    Kwashuba emanzini 😂😂

  • @thumekamzobe72
    @thumekamzobe72 Před rokem

    Vele uphiwe Mbanjwa konke kuyazehlela kuwe❤

  • @sbulelosiyephu2828
    @sbulelosiyephu2828 Před rokem

    Kuyevakala mpunga ngubani mpunga onesiphiwo ngempela ngempela hayi laba bakhuluma Amanga

  • @MuzokhonaMbatha-eb7gt

    Cha mkhulu uyangibusisa indlela ongenangayo danko,yebo kuyazwakala umehluko ubalulekile

  • @busisiwemsibi1588
    @busisiwemsibi1588 Před rokem

    Well Said Mkhulu 🙌

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 Před rokem

    Ngiyakuzwa Mpunga

  • @bhekimashaya8885
    @bhekimashaya8885 Před rokem

    Mpunga Yesintu ngiyakuzwa nangumelaphi uyena ongitshela kuthi abantu bakithi bafuna ngibayele emanzini kodwa uma ngicela ukuba bangitshengise umuntu nesiphiwo samanzi ohlambulikile bavele bengaphenduli ngenzenjani kulesosimo

  • @mthokozisimthembu1160

    Siyabong Qadi

  • @lungelocele885
    @lungelocele885 Před rokem

    Injalo Mkhulu

  • @angiemsomi7332
    @angiemsomi7332 Před rokem

    Iyazwakala mkhulu iyacaca bha

  • @phumelelakhawula2796
    @phumelelakhawula2796 Před rokem

    kuzwakala kahle kakhulu mpunga

  • @ndzalamadlamini1645
    @ndzalamadlamini1645 Před rokem +2

    The song on the Outro iyatholakala on DSP???

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Před rokem

    Amadlozi abasizangani abantu njengoba konke sikwenzelwa UNkulunkulu nje?

  • @nkululekoselborne3279

    Usabaya isangoma usebenze ngamanzi?

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Před rokem +1

    Njengoba sonke emhlabeni siphila ngo Nkulunkulu, pho amadlozi asenzela ini?

    • @kwaneledamoyi2347
      @kwaneledamoyi2347 Před rokem

      Ayesexwayisa

    • @luckytau6331
      @luckytau6331 Před rokem

      Ayilokhu uJesu ayikona kulabo abakholelwa kuye. They're paving a way for us who believe in them to kuNkulunkulu odale izulu nomhlaba.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před rokem

      @@luckytau6331 Ingabe lokho kuphuma emlonyeni ka Jehova?

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před rokem

      ​@@kwaneledamoyi2347 Asexwayisa kanjani afile Kwanele?

    • @kwaneledamoyi2347
      @kwaneledamoyi2347 Před rokem

      Wena uphupha abikini noba Jesus??