Velikost videa: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Zobrazit ovladače přehrávání
Automatické přehrávání
Přehrát
Mina ngicishe ngafa impilo yami yonke bengifihlela bavele babuze uphi umama wakho besaba ukukhipha iqiniso?kodwa ekugcineni ngaya kumuntu owavele wathi ngeke ngilokhu ngidlala ngawe angincenge muntu mina umsebenzi wami ukukhipha amaqiniso inje impilo yakho inje unyoko umawakho wena ukufuna ufile futhi wafunga wagomela ukuthi uyowuhamba wonke umhlaba ungalutholi usizo.kwavele kwahlangana kimi ngoba vele ngyamazi akangifuni lokhu ngaba yimi kanti nezibonakaliso bezimveza kodwa ngibe nokuthi hhayi akukwazi akangizondi ngaleyondlela.ngalokho ngithi mangabe kuzosindisa impilo yomuntu aliphume igama lomthakathi
igama lomuntu liyafuneka ikhona uzokwazi ukuthi uqaphele
Igama lomuntu libalukekile ngoba imindeni iyathakatha, ukuthakatha kuqala emndenini
Kade ngangizama kukuthola mkhulu angaz noma ibhadi lam yin ngivesane ngakutholi efounini yakho ave ngifisa ukubonana nawe mkhulu
Isandla sendlula ikhanda Makhehla. Makwande!
Siyabonga Makhehla ngolwazi
Siyabonga makhehla ibabulekile lento
Amen🙏
Sibongile bomkhulu wayibeka kwacaca mkhulu manzini. Kwandeee. Hake sithi Impuuuunga
IMpunga🙌🙌🙌
Makhosi siyabonga
Iqiniso liyadingeka ngoba kokunye ngisuke ngiyohlola ngibe senginolwazi ukuthi kwenzakalani
Enkosi mpunga Yesintu
Kunzima mkhulu kdwa sophumelela
ngyakholelwa kuwe mkhulu
Uphaphe ekhanda🧡
Anti wam engimkhonzile wayengbiza emathuneni,eish kubi ngoba angazi noma ngizwane naye or Abe isitha 1way.
Mpunga seyashintsha yini i cell number ka Mkhulu Manzini?
ake niblocke umngomezulu unesdina akaphume la uma engakholelwa emadlozini ufunani la ngoba ukholwe kakhulu kuwo wonke amapage ezinyanga ubanga iscefe
Amadlozi abasizangani abantu njengoba konke sikwenzelwa UNkulunkulu nje?
Ngicabanga ukuthi abazali bakho bangakusiza ukuphendula lowo mbuzo. Kodwake uma befana nawe ngolwazi hamba uye emndenini.
@@bhekinhleko9124Uchaza ukuthi nina anizazi izimpendulo zezinkolelo zenu?
Iwona athatha imithandazo yethu ayidlulisele kuMvelikuqala or asicelele kwabaphambili
@@maviyoasenkandla2289gabe lokho kuphuma emlonyeni ka Jehova UNkulunkulu noma kuwumbono wakho nje? and angakucelela kanjani umuntu osefile ku Nkulunkulu ngoba usefile akasaphili?
Ufunani Wena ngoba awukholelwa ilento eshiwo kwi Mpunga.