Ucansi oluphambanisa izinto

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 2. 03. 2024
  • www.impungayesintu.co.za
    Face to face consultation R300
    Phone Call:
    30 Minutes R350
    1 Hour R450

Komentáře • 51

  • @MfundoJOKOBOHAMASHE-iv4rv
    @MfundoJOKOBOHAMASHE-iv4rv Před 4 měsíci +7

    Syabonga baba, uyasicija njengabafana abancane

  • @sazisociya2239
    @sazisociya2239 Před 4 měsíci +6

    Sicela usichazela baba ngelinye ilanga ukuth sihlambuluka kanjani, sigeza ngani uma mhlampe sidlule ocansini ukuzihlambulula

  • @mlantwasalomane9563
    @mlantwasalomane9563 Před 4 měsíci +5

    Amen mkhulu Mpunga yonke lenkulumo iliqiniso .

  • @VusiNigro-lv9hy
    @VusiNigro-lv9hy Před 4 měsíci +1

    Siyabonga khehla mina makade ngenza ucansi izinto zami zivele zikhanye engikudayisayo bakuthenga kakhulu uma kade ngenza ucansi ngoba ngacela ethongeni lami ngathi ngicela ukulala nomuntu ohlambulukile ayi oncolile

  • @SphiweBahlikihle
    @SphiweBahlikihle Před měsícem

    Nkabi yami😄🙌🙌siyabonga kakhulu sizovela kuwe mpumga yesintu

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 Před 4 měsíci +1

    Futhi sonke syaydinga inhlambuluko Mkhulu. Makwande ngolwazi Mkhulu!🙏

  • @lindasiyabonga8916
    @lindasiyabonga8916 Před 4 měsíci +3

    Siyabonga baba ngolwazi 🤝🙏🙏

  • @thepatriot234
    @thepatriot234 Před 4 měsíci

    Ngiyabingelela impunga yesintu, ngicela uke umeme umelaphi ozoxoxa ngosizo lomntwana ochama esemdala. Ngike ngezwa othile ebhoboka kwintombi yakhe emsakazweni. Ngiyabonga

  • @NomalungeloMolefe
    @NomalungeloMolefe Před 4 měsíci +3

    Mmmmmh ay sonile nkosi phambi kwamathonga ethu besicela mkhulu ngelinye ilanga ukuthi singazihlanza ngani

  • @motshidisimokubung6951
    @motshidisimokubung6951 Před 4 měsíci +1

    Siyabonga Mkhulu Mpunga. Abanye bathwele, basebenzisa emethi engalunganga. Abanye basethwebula amandla ngocansi. Onendlebe uzwile ayenze. Protect our energy.
    Sorry for using English not good with Zulu.

  • @mnqobikhumalo3120
    @mnqobikhumalo3120 Před 4 měsíci +3

    Eyi silimele ngenxa yokuntuleka kolwazi.

  • @AmogelangMaake-bh6qq
    @AmogelangMaake-bh6qq Před 4 měsíci

    Amen khehla lami

  • @user-yy7ly9nl3k
    @user-yy7ly9nl3k Před 4 měsíci +1

    Amen Mkhulu god bless you

  • @user-sy4kp3fx5j
    @user-sy4kp3fx5j Před měsícem

    Mkhulu mina mangiqeda ukwenza uncansi ngizizwa ngingcolile engathi ngonile kakhulu engathi ngingakhala kakhulu ngihayize ngicele uJehova angithethelele.

  • @bonganibuthelezi8095
    @bonganibuthelezi8095 Před 4 měsíci +2

    Siyabonga mpunga

  • @siphelanga1162
    @siphelanga1162 Před 23 dny

    Sanibona min ngifun ukwazi ngendaba yetshitshi ukuthi libalulek kangakanan ukuthi ushande lona nom ker usuthole ongalona wenza njani ukumthatha

  • @maqabah
    @maqabah Před 4 měsíci +1

    Sibonge mpunga ngokusicobelela ngolwazi.ngiyafisa ukuzohlala eceleni kwakho kuloyo sofa ngelinye lamalanga.

  • @zanelemsomi3709
    @zanelemsomi3709 Před 4 měsíci +2

    Laze lababa iqiniso Mkhulu.😂😂😂

  • @iphaiphithule6626
    @iphaiphithule6626 Před 3 měsíci

    Impunga ngayivuma kwasekuqaleni ngikukhonzile kakhulu mnewethu njalo ngiyathokoza ngezifundiso zakho ziyangakha njalo ziyangilimukisa ikakhukazi esimeni sokuphila ingoba ngiyalihlonipha ithongo inkinga yethu sisuke silawulwe yimizwa sigcine senza izinto eziseceleni

  • @siyabongashoba9901
    @siyabongashoba9901 Před 3 měsíci

    umngani wami nami

  • @swelukubongasithole9586
    @swelukubongasithole9586 Před 4 měsíci

    Siyabonga Nduna KaNdaba sengathi nodadewethu bengayizwa lenkulumo ithole izindlebe ezizwayo

  • @vimbextube7905
    @vimbextube7905 Před 4 měsíci +1

    Zuleliphezulu... 🎉

  • @siphesihlecaweni8188
    @siphesihlecaweni8188 Před 4 měsíci

    Siyabonga baba ngokusifundisa

  • @priviledgendebele35
    @priviledgendebele35 Před 4 měsíci

    Thokoza mkhulu ...mina ngicela ukwaz ukuth uwageza kanjan amathongo uma Ngabe esengcolile ngalesimo osichazile lapha ...thokoza

  • @mandlangobese1479
    @mandlangobese1479 Před 4 měsíci

    Impunga ugeqe amagula bab' uMbanjwa umasingezwanga ngeke sibuye sizwe.

  • @sannamasemula6710
    @sannamasemula6710 Před 4 měsíci

    Impunga

  • @bhekimashaya8885
    @bhekimashaya8885 Před 4 měsíci +2

    Wagadla kwezwakala Mkhulu

  • @sizuyisemngadi9559
    @sizuyisemngadi9559 Před 4 měsíci

    Impela ngiyakuzwa Mpunga yesintu kodwake endulo bekuvele kulalwana abantu bengaganene izintombi bezoniwa zithele imizi yoyise ngehlazo ngikhuluma nje ingonyama uSenzangakhona Ka Jama wasikisela kuNandi waseLangeni ngocansi bengaganene

    • @xolanihlongwa2438
      @xolanihlongwa2438 Před měsícem

      Ukhuluma ngento ebingandile and Loko noma bekungandile akusho ukuthi kulungile

  • @langalethukhanyile8655
    @langalethukhanyile8655 Před 4 měsíci

    Mpunga
    Kulona ombethwe izalukwazi, naye uyaganwa yini abafazi abathathu?

  • @moyogetrude188
    @moyogetrude188 Před 4 měsíci

    Thokoza

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Před 4 měsíci +1

    Ucansi oluhlanzekile olwase mshadweni kuphela, 1Corintians 6:18,7:2,Hebrews 13:4.

    • @henda1538
      @henda1538 Před 2 měsíci

      😂😂😂😂😂wena Ave ukhuthele ulokhu uphawula ezintweni zesintu, why don't you start your preaching channel my brother

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před 2 měsíci

      @@henda1538 Yini e wrong kulokhu engikuphawulayo?

  • @mandisabuthelezi7133
    @mandisabuthelezi7133 Před 4 měsíci

    Niyageza ke kodwa? Haai mkhulu please forgive kodwa ngiphelile 🤣🤣🤣🤣🤣

  • @nkosinathimzomuhle-bk1km
    @nkosinathimzomuhle-bk1km Před 4 měsíci

    Ngicela ukbuza ukuthi mawngakabinawo amandla okuganwa uzohlala yonke lemyaka ungalwenz ucansi usawot osekhanda uzowkhiphakanjn ngoba nendlwabu aykho ryt ilanda imimoya emibi

  • @user-qs9ny5sm2z
    @user-qs9ny5sm2z Před 4 měsíci

    😂😂😂ucansi lunzima njengemali 🤦🏻‍♀️kuyezwakala

  • @mashobanevusimuzikhumalo2415
    @mashobanevusimuzikhumalo2415 Před 4 měsíci +1

    Siyabonga Baba. Umuntu uhlambuluka njani?

  • @siyandasabelo1984
    @siyandasabelo1984 Před 4 měsíci

    Ay bese ngithi ngiyayivala iVideo ngemuva kokuthi siyizithandwa kodwa washeshe walungisa

  • @bridgette9614
    @bridgette9614 Před 4 měsíci

    Camagu Tata. Sicela us'fundise isthembu silawulwa kanjani nge'ndlela eryt? Nabantu bango mama basivume ngeziphi izizathu isthembu?

  • @nkosinathimzomuhle-bk1km
    @nkosinathimzomuhle-bk1km Před 4 měsíci

    Esmeni esfanabalesi wenzanjn uma ungakawatholi amandla ikuganwa naku usawoti ugcwelikhanda wenzenjan??

  • @sannamasemula6710
    @sannamasemula6710 Před 4 měsíci

    KODWA MPUNGA UJULILE BAKITHI NGIYAFISA UKUZA EMPHELANDABA

  • @kwaneledamoyi2347
    @kwaneledamoyi2347 Před 4 měsíci

    Inkulumo yakho iyandesabisa yenziwa yini lokho? Kungani uthi mew ukhuluma nditatazele.? Lenkulumo yasika kangaka?
    Inkulumo yakho iyesabisa kodwa qondile. Ushaya kwanyakaza ilungu lomzimba ndabhekabheka kusingathi kukhona ocashile. Ushaya khona esikhonkolweni. Impuuuunga😂.

    • @henda1538
      @henda1538 Před 2 měsíci

      Ukulanda usangojile😂😂😂yazi kwavele kwadikiza umzimba kimi

  • @zakadefolose5056
    @zakadefolose5056 Před 4 měsíci +1

    Thokoza mkhulu, 06h30am or pm khehla?

  • @bonganibuthelezi8095
    @bonganibuthelezi8095 Před 4 měsíci +1

    Siyabonga mpunga

  • @user-yl1jt3gx7e
    @user-yl1jt3gx7e Před 4 měsíci

    Namnjr ngyphinda mkhulu abntu abasfuni sintu ngoba sinzima sinemthetho eqinile