Ubungozi bokuqamba ingane ngegama likaKhokho noma uMkhulu....

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 5. 09. 2024
  • Asiwaqaphele amagama abantu abadala singavele nje siqambe izingane zethu ngaphandle kokucela kubanikazi bawo

Komentáře • 31

  • @user-io8ks3ok9b
    @user-io8ks3ok9b Před rokem

    Cela ukubuza kuyakhokhwa Uma uze emphelandaba

  • @portiakiviet1078
    @portiakiviet1078 Před rokem

    Tsiii Camagu xhego

  • @banelezungu7058
    @banelezungu7058 Před rokem +1

    Mfoka Ngcobo, wayiveza into ejulile. Ngyabonga ngalolulwazi.

  • @dineopearl1702
    @dineopearl1702 Před rokem +2

    Yebo mina ngyavuma Mpunga. Ekhaya singabe Sotho, umthetho uthi inkosana kmele yethiwe ngomkhulu. Manje obhuti bethu sibabiza ngo "Oupa" especially omakoti abababizi ngamagama abo straight. Manje lento yayingimangaza ngsakhula ukuthi kanti la ekhaya sinabo Oupa abangakhi 😂😂

  • @QueenethrachelMogashoa-so8nq

    Siyabonga mkhulu ezinye izinto sisuke singazazi 🙏🏼

  • @epicmadness4836
    @epicmadness4836 Před rokem

    Ngicela ukubuza mkhulu uyakhishwa malini umnikelo

  • @mkhabolengayondodemnyama8418

    Siyabonga Mkhulu ngokusivula amehlo ukhule Mpungaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaa

  • @nomangesinthala8948
    @nomangesinthala8948 Před rokem +2

    Ngithelwe nge-gama elika-Kho
    Kho😢😢

  • @sabelosibisi313
    @sabelosibisi313 Před rokem

    E Khweni lami betha u Mfana wami ngengama lika Baba mina ngabe sengimetha elinye nokuyilona abizwa ngalo.

  • @refiloemotloung2974
    @refiloemotloung2974 Před rokem +1

    Siyabonga Mpunga! I first born yami ya shona ngoba bamu qame i gama ngo mkhulu wakhe... eish kwa bulhungu💔 mase ngizwa ukhuthi kwaku mele li thengwe. Anyway I was still young didint understand but ke kuyo hlala kuyisilonda.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před rokem

      Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 7:7-9,13.

  • @shemaneexpressdeliveriespt8869

    Kwakulula ukugcina lelo-isiko mpilo; omakoti bethu besahlala nomamezala bafunde umlando wegceke, hayi muva nje sebethi "asiphume siyozakhela umuzi wethu"

  • @samkelisodlamini2458
    @samkelisodlamini2458 Před rokem

    Sivusele Mphunga yesintfu, ngingayitfola kanjani le combo yetincwadzi la Swatini (Swaziland)

  • @sithembisophakathi2603

    Siyabonga ulwazi Mkhulu Mpunga 🙏🙏🙏

  • @sazizulu9935
    @sazizulu9935 Před rokem

    Siyabonga kakhulu Mpungaaaa!.... Siyacela Mkhulu uke usilethele Prophet Mamane. I think singafunda lukhulu kuye ngezinto zaka moya

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před rokem

      Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Mark 7:7-9,13.

  • @busisiwesigcau9474
    @busisiwesigcau9474 Před rokem

    Ndicela ibuza Baba ma uphupha ulayita amakhandlela a yellow amaninzi kutshi ini?

  • @sibonisomthombeni6651

    ngibingelel Cela ukubuza, mawubize icompany ngegama lamkhulu or ukhokho

  • @getrudemawelele7112
    @getrudemawelele7112 Před rokem

    Hayi Mpunga siyakuzwa Korea Thina bethu bantwana balesisikhathi abo Sinovuyo. Syamthanda .oHlelolwethu .asiwasebenzisi amagama akudala abokhokho🤣🤣🤣

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před rokem

      Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Mark 7:7-9,13.

  • @user-pf1el3ct6j
    @user-pf1el3ct6j Před rokem

    Ngyabingelela igama u mondli mduduzi mazibuko ngicela umkhul angisize ngaya kwenye inyanga eyayidumile isebenzisa isonto ngase ngyathemba inkinga ngine silwane umuncu sekuyiminyaka emithathu , inyanga ayingisizanga ngoba siyafika silale NAMI ngiyafunda e college ziphinde zingahnikahle izinto kumanje angifundi angisebenzi ngingasho nendawo yokfihla ikhanda ikhona umama wam use Dundee emqashwen ubaba unomamncan NAMI ngisemqashwe kahle kahle anginalo ikhaya ngiyacela mpunga yesintu kuningi engiyaye ngikucabange okungalungile Ngiyancenga mkhulu. ngaphupha kuthiwa ngingayi ekhaya ngoba enginako ngath ngakuthola khabomama ngyancenga mkhulu

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před rokem

      Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19, Mark 7:7-9,13.

  • @lethubuhlemkhize5946
    @lethubuhlemkhize5946 Před rokem

    Sawubona bhuti. Mina ngicela icombo yezincwadi. How do I pay you?

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Před rokem

    Uthini UNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abaprofethi, abathakathi, amadlozi, nangamasiko? Dueteronomy 18:10-12,Isaiah 8:19,Mark 7:7-9,13.

    • @xolanidube7820
      @xolanidube7820 Před rokem +2

      Awusiyeke wena ngenzwabethi yebhayibheli,sikhuluma ngezinkinga zethu zase Afrika la

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před rokem

      @@xolanidube7820 Kodwa awuphenduli umbuzo wami olula 🤣

    • @bonganizakwe967
      @bonganizakwe967 Před rokem

      😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @theunknowndj331
    @theunknowndj331 Před 8 měsíci

    Mpunga yesintu umama wangipha Igama lomuntu oyisangoma. Angaz ukuthi usaphila yini. Ingabe kunomphumela othize?