Ukuvala Amazi amnyama ekhaya, ukuphakamisa ibhizinisi

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 29. 04. 2023
  • Kunzima emhlabeni bafowethu nani bodade wethu

Komentáře • 37

  • @dineopearl1702
    @dineopearl1702 Před rokem +1

    Wow Mkhulu Mlekeleli uneqiniso. Sasisonke ku live mawusho ukuthi uzombiza la umkhulu, ngempela umbizile. Syabonga

  • @tholacele-vg9dw
    @tholacele-vg9dw Před rokem +1

    Hey...umkhulu uyasisaba isilwane...

  • @sikwenzesisonke7276
    @sikwenzesisonke7276 Před rokem +4

    Umkhulu uKhoza ungichaza masekjeqeza ekbuka usakhuluma noma ubuza Mpunga, kube ngath ubuze umbuzo wobungane bese ekphendula kahle futhi 😂😂😂

  • @SibongileMlangeniSEM
    @SibongileMlangeniSEM Před rokem +1

    This was refreshing indeed!
    Mpunga no mkhulu Khoza, akwande! 🙏🏽 🙏🏽 🙌🏽

  • @b-annm5571
    @b-annm5571 Před rokem +3

    Beautiful conversation with you and your guest ❤❤❤... They say, Know thy self! I appreciate the honest conversation to enlighten us All 🕯️🕯️🕯️... Iimpunga🎉🎉🎉

  • @ntethelelohandsomekhwela8795

    Mkhulu Mpungayesintu soyabonga ngokusilethela uMkhulu uKhoza, uyalikhuluma iqiniso. Muhle kakhulu yena ngoba uyazenza izinto aphinde azilaphe futhi. Ngicela ukubuza istroke basenza kanjani futhi silapheka kanjani sona?

  • @kwaneledamoyi2347
    @kwaneledamoyi2347 Před rokem

    Wena uwusabi yini phoo ukuthi zikujikele lezakho😅😅😅😅. Mawukwazi ku stop into yenzwe ngabom kuhle

  • @sikwenzesisonke7276
    @sikwenzesisonke7276 Před rokem +2

    Ey unzima uMkhulu uKhoza

  • @sphiwengubane8002
    @sphiwengubane8002 Před rokem +1

    🙌🙌🙌🙌

  • @hiltonmalanga3615
    @hiltonmalanga3615 Před rokem +2

    Asbonge mkhulu ngemibuzo yakho ziyaphuma impendulo nisheshe ngevedio yokubethelela plz plz makhehla

  • @mgabhazikhwela7120
    @mgabhazikhwela7120 Před rokem +1

    Khona into enizanayo makhehla ngiyanizwa umdliwa ispoki ukhokha kuze kuvame umusa kubelaphi yoo lekelelani isizwe syafa .

  • @princessmbatha5569
    @princessmbatha5569 Před rokem +1

    Ngangikhona kulowo Live weMpunga Yesintu😂😂 siyabonga nge invite ka mkhulu Khoza🙋‍♀️

  • @amenmlitwa3120
    @amenmlitwa3120 Před rokem +1

    Muhle kakhulu umsebenzi wenu boMkhulu.. niyasikhulisa impela... kodwa ngsacela ningikhanyisele lah..ngizocela ukuphumakancane esihlokweni... uma ngenkathi ngenzelwa imbeleko,kwasetshenziswa imbuzi 🐐ngenkathi ngikhishwa komalume... ebese kwasetshenziswa imvu🐑 uma sengamukelwa ekhaya langzalwakhona... kungabe leyombeleko ngingaythatha yini njengembeleko ephelele.... Ngiyafisa ngenye imini Mpunga YeSintu uke uthinte kulesi sihloko>>> UMEHLUKO EKUSEBENZISENI IMVU🐑NE MBUZI🐐UKWENZA UMSEBENZI/UKUKHULUMA EMSAMO.

  • @lwazimalaza8284
    @lwazimalaza8284 Před rokem +1

    Hey umbuza ukuthi wena awusabi yini ukuthi ngelinye ilanga iyokujikela? Cha kodwa uKhoza uthisa izimpendulo zakho, uyabasa uyawubhula futhi.

  • @sibusisothwala7099
    @sibusisothwala7099 Před rokem +1

    Mpunga❤❤

  • @sandilelindanisithole1066

    Abantu bazocula ngawe bethi imali bayayifuna😂😂 siyazi ugudla Bani lol

  • @israeldlamini1703
    @israeldlamini1703 Před rokem +1

    mkhulu sixakwe yis'poki ekhaya, es'fakwe owase khaye

  • @kwaneledamoyi2347
    @kwaneledamoyi2347 Před rokem +1

    Ndosaba kwalento ehleli close nawe yena ukhuluma amaqiniso. Iva likhutshwa ngelinye. Indoda yokuxakekela khoza okongawamakhwenkwe

  • @solomzisiko626
    @solomzisiko626 Před rokem +1

    Mpunga yesintu

  • @powerbase9552
    @powerbase9552 Před rokem +1

    Yaz uMkhulu Khoza 😂😂😂😂

  • @mbongeningidi1544
    @mbongeningidi1544 Před rokem +1

    Imnandi nkulumo yenu engathi ningahlal nisiqophela

  • @sbongaavela9767
    @sbongaavela9767 Před rokem +2

    Iyahleka Mpunga😂😂😂

  • @thanduxolonkosinathigina5832

    Mina angimthembi lomuntu..

    • @ubuhlebethongotv5347
      @ubuhlebethongotv5347 Před rokem +1

      "Mhla kwaphela abantu abangigxekayo ngiyokwenza kancane ngoba ngiyobe sengizitshela ukuthi konke kuhamba kahle" ey uKhuzani ungiqinise idolo

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Před rokem

    UNkulunkulu uthi abantu asebafile kabasaphili, Genesis 2:16-17,3:19, ubani ke owathi umuntu osefile uyaphila futhi uyidlozi? Genesis 3:1-6,John 8:44.

    • @sikwenzesisonke7276
      @sikwenzesisonke7276 Před rokem +4

      Ey unekhono lescefe muntu wabantu

    • @princessmbatha5569
      @princessmbatha5569 Před rokem +1

      Wena Ubani owakutshela ukuthi umlungu owuJesu inkosi yakho ?angithi every year wena ubungaza usuke kwakhe kodwa sewafa emandulo?akasilo yini idlozi lamaJuda yena? Umuntu akahlaziye acwaninge eyakhe inkolo or inkolelo before agxeke okomunye asomblif tuu😏

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 Před rokem

      @@princessmbatha5569 Ngitshelwa yibhayibheli ngoba yilo kuphela elisitshela iqiniso elivela ku Nkulunkulu, Psalms 119:105, 2thimoty 3:16-17, futhi uJesu uyaphila ngakho akalona idlozi, 1corinte 15:1-29, Shandu.

    • @ntokozokhumalo9606
      @ntokozokhumalo9606 Před rokem +1

      @@sikwenzesisonke7276 ey unalo lelikhono lakhe lomuntu 🤣🤣🤣

    • @sikwenzesisonke7276
      @sikwenzesisonke7276 Před rokem +1

      @@ntokozokhumalo9606 sisenkingeni esngazi sizolamulelwa uban kyona, syasha qobo usmele uBhut Vusi 🤣🤣🤣🤣