REAL STORIES | Ep11 | Inkabi iPhunyuke Ekufeni, uPhuma Ngebhokisi Ebu Nkabini

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 17. 04. 2024
  • #iNkabi #izinyanga #umuthi
    Inkabi iPhunyuke Ekufeni, uPhuma Ngebhokisi Ebu Nkabini
  • Zábava

Komentáře • 214

  • @LindokuhleSiphesihle-vy2pt
    @LindokuhleSiphesihle-vy2pt Před 24 dny +41

    Wena wajaha imali hayi ukuthi wawuhlupheka wawungenzi ngani security usebenza from there ubeke Mali wenze u code14 nina niyasidakelwa bafana bami nibulala abantu bese nicasha ngesimo esi temporary

    • @thabomanqele300
      @thabomanqele300 Před 22 dny +4

      Uqinsile bafo bayatefa laba bajaha short cut empilweni

  • @busisiweditshego8446
    @busisiweditshego8446 Před 26 dny +16

    Ngibroke but yoh angeke ngikhone kubulala umuntu i am sure ngingafa immediate ngibulala loyomuntu

  • @user-hy3qd5ku4o
    @user-hy3qd5ku4o Před 27 dny +36

    Ukuba inkabi kufana nokuthwala

    • @paulantoniolesaoana9250
      @paulantoniolesaoana9250 Před 24 dny +3

      Kuyahambisana ngempela.
      In order for one to be a great killer you need to have umuthi onzima ngisho neslwani mbhala

  • @user-fc5ru2vf5l
    @user-fc5ru2vf5l Před 27 dny +57

    UNongoma akuyona indawo eryt inkabi eziningi ziphuma khona😢😢😢

    • @lindokuhlebuthelezi-ph2nn
      @lindokuhlebuthelezi-ph2nn Před 26 dny +7

      Indlela esikhuliswa ngayo singaba fana inikana isbindi. Manje ngyaqonda kungani eziningi inkabi ezangakithi. Kunzima

    • @user-fc5ru2vf5l
      @user-fc5ru2vf5l Před 26 dny +7

      @@lindokuhlebuthelezi-ph2nn kuyezwakala Shenge lokho okushoyo.
      Kodwa ke abanye bayavilapha ukuzama nokufunda bakhethe ukuziphilisa ngokubulala abantu

    • @mdudamane2255
      @mdudamane2255 Před 26 dny +8

      Nase msinga

    • @gugumazibuko6275
      @gugumazibuko6275 Před 26 dny +1

      Haaaawu Nkosi ngikhule mina ngazi ukuthi lezondawo zindawo zasemakhaya ezinehlonipho.

    • @phumimabanga962
      @phumimabanga962 Před 26 dny +1

      Ziningi nakwaMaphumulo

  • @NjabuloKhaile
    @NjabuloKhaile Před 26 dny +17

    Bhuti Nelo siyamcela for part 2 azosixelela bangaphi abantu ababulele vele🤕🤒

  • @mahlatsisiyabonga
    @mahlatsisiyabonga Před 27 dny +23

    Sound is perfect bhuti 🔥🔥🔥

  • @nkosinathicaluza7536
    @nkosinathicaluza7536 Před 25 dny +17

    Lomuntu wenza iMaths lit kushukuthi intwana he's probably under the age of 30

  • @KB5512364
    @KB5512364 Před 23 dny +14

    Nongoma udoti ngisho abafazi bakhona banesibindi

  • @user-bv5um1lf1j
    @user-bv5um1lf1j Před 27 dny +9

    Yooooh UNongoma nezinkabi😢😢

  • @zamambhele242
    @zamambhele242 Před 27 dny +38

    Poverty is truly not from God but the enemy , coz honestly it always put ppl in desperation situation and end up doing despicable things 😢

  • @phumlalolo
    @phumlalolo Před 25 dny +8

    Kahlehle wabulala nawe uyafa spiritual unembeza uyabaleka

  • @user-tw1mm8td6h
    @user-tw1mm8td6h Před 26 dny +3

    Sibonga ubaba ukuth waphinde wangena waphila ngaphakathi kwakhe wavusa unembeza buyela enkonzweni babakhe . Uzakhele izulu lakho Dankoo

  • @SimphiwePrince-po7de
    @SimphiwePrince-po7de Před 26 dny +6

    Ai Impilo iyokumikisa laphungazi khona Angikwehluleli mina qhawe😣

  • @user-dk5sw1vk4n
    @user-dk5sw1vk4n Před 19 dny +6

    😢😢ey nkosiyami....izintandane zingaka nje imsebenzi yazo nje lezinkabi😢

  • @noxolonene-uu4ph
    @noxolonene-uu4ph Před 22 hodinami

    Amazwi akho enkuthazo ayakha bhuti onendlebe uzwile. Besingobani thina ukukujaja emaphutheni akho ngoba nathi sinawethu amaphutha i wish you all the best

  • @HlengiweNhlangothi
    @HlengiweNhlangothi Před 27 dny +10

    Sound it's so nice🎉

  • @Mpendulo578
    @Mpendulo578 Před 21 dnem +6

    Bafo thank you for the content, kodwa mele uthole ama Mic stand kuyakhathaza ukuphatha iMic for 30min.

  • @mxolisimdhlana68
    @mxolisimdhlana68 Před 26 dny +6

    Syabonga nge sound 👌❤️

  • @quenduba6803
    @quenduba6803 Před 24 dny +8

    Eish bhuti wam people find Themselves in situations that they have never planned in life only God knows and He is the only judge🥰

    • @sunshine.T6158
      @sunshine.T6158 Před 19 dny

      We not judging bt do not mention God in this case bcz the bible says do not kill

  • @bonganiwilliammaseko8865
    @bonganiwilliammaseko8865 Před 27 dny +2

    Sound is perfect, thank you!

  • @tredonmashego8366
    @tredonmashego8366 Před 27 dny +5

    Ama voice a clear kakhulu 💯

  • @uMsubathi
    @uMsubathi Před 27 dny +13

    1. This story is just a reminder that you must do things one man 🤞🏽 15:38
    2. Don't associate with people who are different from you 20:30
    3. Always chase something, just to keep yourself busy

  • @Njoko31
    @Njoko31 Před 27 dny +2

    Syabonga ngo sound nkosyam ❤❤ngingomunye wayewudinga syabonga ukusenza abant mft God bless you

  • @thandimartin1583
    @thandimartin1583 Před 23 dny +7

    KwaNongoma yi Gomora neSodoma umgodi wabaphangi kuphila izilwane😮😮😮

  • @muzidube6927
    @muzidube6927 Před 24 dny +3

    Well done bafo
    Sound is clear
    Content always 1000%
    Keep keeping on

  • @MakhosiDlamini-my4lc
    @MakhosiDlamini-my4lc Před 27 dny +7

    In love with the joker smily face😂😂

    • @mnelisisokhela3347
      @mnelisisokhela3347 Před 18 dny +1

      🤣🤣🤣🤣🤣😂😂😂😂😂😂😹😹😹😹😹😹😹

  • @nkambuleGhoostface
    @nkambuleGhoostface Před 18 minutami

    We bhuti i sound ikahle kakhulu. Siyabonga. Ake uzame ukuthi uwafihle amaphimbo ama guest wakho iphimbo liyamveza umuntu ashintshe hlampe nabanye bengasondela kuwe nezabo izindaba. Siyabonga

  • @user-cb3ub1pm7m
    @user-cb3ub1pm7m Před 27 dny +6

    Bhut Nelo ❤
    sound is on 🔥
    awusthandi isthembu yaz singak’fanela

  • @LizekaSimunda
    @LizekaSimunda Před 27 dny +11

    Hy kunzima bantu bakiti

  • @Sobhuza827
    @Sobhuza827 Před 6 dny +1

    Washo uBheki Cele ukuthi uma ufuna isgebengu noma inkabi icinge emakhaya koNkandla, Mpangeni kodwa eziyingozi kakhulu uzozithola zicashe kwaNongoma.

  • @MrenaRusai
    @MrenaRusai Před 7 dny +1

    Wayeqinisile uNdosi uma ethi kwaNongoma izwe lezinkabi

  • @NikeziweWanda
    @NikeziweWanda Před 26 dny +3

    Mmmmh kunzima emhlabeni kodwa bhuti ukhuliswe Kahle kanje wamvumela usathane akusebenzise yhoooo ngeke besavuka obabulele kodwak ungabe usabheka imumva kulempilo ebolile

  • @MlungisiNgwenya-pw1cl
    @MlungisiNgwenya-pw1cl Před 27 dny +9

    Kanti nawe uyakusaba ukufa sathane x ifa mana ubalandele nawe

  • @pman983
    @pman983 Před 27 dny +6

    The sound is great

  • @KennethZungu-xe9wo
    @KennethZungu-xe9wo Před 26 dny +4

    Presenter you are a star

  • @blessingmotha6465
    @blessingmotha6465 Před 18 dny +2

    Good sound
    Good questions
    Kodwa ubafo njengoba eseziyekile lezindlela zobumnyama kuhle amukele UJesu njengeNkosi noMsindisi wakhe ukuze athole ukuphumula emphefumulweni #2 Corinthians 5v17🙏

  • @sibusisomazibuko7606
    @sibusisomazibuko7606 Před 25 dny +2

    Loud and clear bhudi

  • @user-tc8js8wv2f
    @user-tc8js8wv2f Před 26 dny +5

    Abantu abafuni kuzenzela Nelo that's y benquma abantu abangenzanga lutho bafuna imali esheshayo

  • @LukhayaApril-cn9fc
    @LukhayaApril-cn9fc Před 17 dny

    Woow Buti uhlakaniphile kodwa...ekugqibeleni kukhona apho uThixo befuna ukubonisa Kona .ndingasho nje uyinto enkulu ebomini xoleleka mntaka baba❤❤

  • @dionisiosalomao731
    @dionisiosalomao731 Před 27 dny +19

    Sound it's so nice ❤️

  • @djtwitty8296
    @djtwitty8296 Před 9 dny

    Your line of questioning bhuti is on another level 🙏🏾

  • @thuladumakude2511
    @thuladumakude2511 Před 25 dny +2

    Heee yazi abantu abaphilela usathane baya recruiter bayalandisa ibandla elizobajoyina ufakwe nje ngekhanda ngenkani,ngiyayizwelA lensizwa🤔

  • @Londeka08
    @Londeka08 Před 26 dny +2

    Sesisaba nokusho ukth ngingowakwanongoma wiii 😢😢😢seziyabuya bo kwanongoma

  • @elsienthabisengvmiya3453

    Amazulu aya ithanda into ehlangene nesibhamo nje ,nokuthwala nase mataxing yebo futhe kwaliwa ngiyibhamo 😂😂😂

  • @MsunduziZenzele-fs1hl
    @MsunduziZenzele-fs1hl Před 19 dny +2

    Sengidabukela usisi owafela ukuthi uzvakashelele isoka wabulawa ..... sofela ekudeni

  • @mpumizulu9235
    @mpumizulu9235 Před 16 dny +1

    Now this is really sad yoooo, the thought yokufelwa unembeza😭

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 Před 27 dny +10

    Okusalayo unegazi labantu ezandleni zakho😢😢

    • @brotherb5076
      @brotherb5076 Před 26 dny +5

      Ne NIU inegazi ezandleni zayo noma lihlala kwabathile 😂

    • @SomXee
      @SomXee Před 23 dny +1

      Murderer

    • @user-fw1kd1ur8x
      @user-fw1kd1ur8x Před 23 dny +2

      Vele usazokhokha bhuti igazi liyakhala lifuna impindiselo

  • @MusaDanielHlahatsi-zp8pe

    Good clear sound 👌🏾 you've improved a lot broe

  • @ntokozongema3647
    @ntokozongema3647 Před 26 dny +4

    sengathi ingafa lenja, usebulale abantu manje usefuna ukushintsha, sengathi bengamshaya la esethi useshintshile

    • @nkululekosimelane2899
      @nkululekosimelane2899 Před 25 dny +4

      Sometimes nigade enikubhalayo... le email address yakho can be yo track.... these guys are resourceful....

  • @user-ck2hl1nj3o
    @user-ck2hl1nj3o Před 25 dny +2

    Ave anobuhlakani amazwi owakhulumayo bafo emaphutheni owagqina uwelekuwo abuhlungu kodwa ukwahlulela okomdali akukona okwethu indawo ngabalekela kuyo iyodwa kumdali yena owakwazi useyihlwili

  • @traders_society
    @traders_society Před 20 dny

    Sound e right👍

  • @NkanyisoMdladla-yw8xm
    @NkanyisoMdladla-yw8xm Před 23 dny +4

    Mawuhlala ehostel kuba kuwe kut ukhetha indlela eryt or ewrong mina ngino 6 years ngihlala khona

  • @thandwayinkosidube-lc4mn
    @thandwayinkosidube-lc4mn Před 26 dny +5

    Uma bengakaku klinyi akakakwenzi lutho 😂😂😂😂

  • @sindymarema1827
    @sindymarema1827 Před 3 dny

    Sounds is good

  • @ItumelengQueenMaduna
    @ItumelengQueenMaduna Před 25 dny

    Ur sound it's very nice❤

  • @ezwenibhebhe5766
    @ezwenibhebhe5766 Před 27 dny +3

    Kwaze kwanzima bakithi

  • @user-ix9tj5tl9r
    @user-ix9tj5tl9r Před 27 dny +3

    Ingabe herodi abebabulalelani bantfwana beba fana.yena faro bekababulalelani.jesu

  • @user-rc1gm1jp1f
    @user-rc1gm1jp1f Před 26 dny +1

    Mmmmmh bhuti Waze wayibeka kahle indaba yakho...... Ngyakuzwa mina ei kunzima Nkosiyam🤔😢........ I think nje abasenaNembeza

  • @user-ix9tj5tl9r
    @user-ix9tj5tl9r Před 27 dny +9

    Inkhabi isaba kufa🤪

  • @muchanetandiweni3127
    @muchanetandiweni3127 Před 26 dny +1

    Sound it,so nace

  • @bonginkosibuthelezi1817

    Manje umkhaya wami wakhuluma ngamathwithi kuhle kwegenge yeTheku

  • @richmondonlineradiotv942
    @richmondonlineradiotv942 Před 25 dny +1

    Wawujahhe imali wena shein😂😂😂🙌

  • @SomXee
    @SomXee Před 23 dny

    Uyisgubhu nje vele!

  • @farananinekhumbe3010
    @farananinekhumbe3010 Před 26 dny +2

    The sound is perfect
    Can you please interview Dr Sthole 🙏

    • @LuckyJudaz
      @LuckyJudaz Před 2 dny

      What is he famous of that Dr Sithole .?

  • @gorillagangv7560
    @gorillagangv7560 Před 23 dny +2

    Broooh kunemibuzo oyushiyile kulenkabi, ukuthi ubebabulala ngamalini? Bangaki ababulala? Use naye ukuthi owesibili umsebenzi uwenze ngamlini uzenaye njengoba uqalile njengoba wakhula njengomuntu onjani achaze ubeyenzani lemali? Nokuthi njengoba eyinkabi uzuzeni uzenaye bafo ay kodwa bekufanele achaze aze afike kulo wokugcina owambulala wenza kanjani njeboba esethi uyayeka nje.... Nokuthi achaze ubezithathaphi izibhamu nenhlamvu, nokuthi ubenadubula ngesbhamu esingakanani... As kodwa bafo wayiyeka inkabi ukuthi sithole injula yalomsebenzi

  • @sibusisondlovu7706
    @sibusisondlovu7706 Před 6 hodinami

    Its Amazing how fast we forget that the Apartheid Government was the master creater of IZINKABI ( HIT SQUADS ) . Historically Zulus from Msinga - Nongoma and Mbumbulu would have faction fights that would spill over to Johannesburg Hostels. During Apartheid Men from Msinga,Nongoma and Mbumbulu were NOT AFRAID OF THE BOERS. They always carried guns and Homemade Guns ( Qhwasha ). The Apartheid Killing machinary started to recruit young men from Msinga , Nongoma as HIT SQUADS to Kill young township Political Activist ( 15 yrs to 20yrs ) . These guys were to do the DIRTY WORK FOR THE BOERS . This happened a lot around 1983 to 1993 . These men would be sent to Kill UDF activists. Fastward
    life after 1994 , Izinkabi ( Hit SQUADS ) became unemployed hence some became criminals. The present day ( 2014 to 2024 ) IZINKABI are a 2rd and 3rd Generation of HIT SQUADS of the 1980s.

  • @user-rl3nj6xt9b
    @user-rl3nj6xt9b Před 18 dny

    Whooow ngihlala eHostel nomkhwenyana wam. Kunengane ezizinkabi ezineminyaka 19 years

  • @NjabuloKhaile
    @NjabuloKhaile Před 26 dny +1

    If wawuvele waduka same day besithi bulala ngabe ukude nempilo, ngoku utshintsha sewunezidumbu neGazi ezandleni zakho, mxm kuyafana ngoba loko akuzubuyisa abantu obabulele.😏

  • @tumelomoloi9637
    @tumelomoloi9637 Před 25 dny +5

    Just as a matter of interest, how do you find the people and their stories

    • @samnjambi
      @samnjambi Před 20 dny

      If he discloses how he finds these people then it ceases to be interesting. . . . That's what investigative journalism is all about.

    • @LuckyJudaz
      @LuckyJudaz Před 2 dny

      ​@samnjamtbi true that

  • @sannamasemula6710
    @sannamasemula6710 Před 27 dny +11

    NGITHANDA IDLELA OMUBUZANGAYO NGITHANDA NENDLELA ACHAZA NGAYO ENGATHI UJEHOVA ANGABA NAWE MFOWETHU NEMPILO YAKHO ISHINCHE BHUTI

  • @njabulomthembu3096
    @njabulomthembu3096 Před 14 dny

    I enjoyed this movie 🎬 ❤

  • @nonkululekodludla1643
    @nonkululekodludla1643 Před 17 dny +1

    Manje wena as a presenter awusabi yin ukuthi bonke labantu abazi ukuthi wazi izindaba zabo ezingaka bangakushaya nawe 😂😂😂

  • @SnekhayaMbanjwa-ms8ej
    @SnekhayaMbanjwa-ms8ej Před 20 dny

    Sound I ryt 👌

  • @phumzilengobese8228
    @phumzilengobese8228 Před 3 hodinami

    Lo uthanda izinto hhayi ukuhlupheka

  • @user-hg6sb7jv8c
    @user-hg6sb7jv8c Před 17 dny +1

    Nibofunda ukubekezela nijaha imali eza ngokushesha

  • @mesulimpungose9447
    @mesulimpungose9447 Před 10 dny +2

    Akuyena owakaNongoma lomuntu 🤞 i accent yakhe🤔

    • @Fana_Gidela
      @Fana_Gidela Před 3 dny

      Nhlobo mf2, futhi kwaNongoma igama lika Khulu abalisebenzisi Uma bebiza umama ozala unyoko, mina ngingasho ukuthi uqhamuka ngapha ko Mbumbulu, nako Mkhomazi, accent yangakithi le

    • @mxolisihadebe428
      @mxolisihadebe428 Před 2 dny

      😂😂😂😂😂serious majita ,iaccent yakhe

  • @sindymarema1827
    @sindymarema1827 Před 3 dny

    Next part pls

  • @user-mz3xk2fo6t
    @user-mz3xk2fo6t Před 25 dny +1

    Eyyy asnawo amandl thina kodwa munye umahluleli. Ngikfisela inlanhla

  • @lisoblose387
    @lisoblose387 Před 23 dny +1

    Thanks for the content. But quality of questions can be much better. 🙏🏽

    • @LuckyJudaz
      @LuckyJudaz Před 2 dny

      Is better there's no More than enough than this

  • @zandiledlamini4493
    @zandiledlamini4493 Před 25 dny +1

    Uvuna okutshalile bafo😓

  • @ReginaLetlhabi-yf1zj
    @ReginaLetlhabi-yf1zj Před 27 dny +2

    kunzima emnyango 😢

  • @user-rl3nj6xt9b
    @user-rl3nj6xt9b Před 18 dny

    To MakhosiDlamini, the presenter belongs to me😂😂😂😂😂

  • @user-ix9tj5tl9r
    @user-ix9tj5tl9r Před 27 dny +1

    Ngu jesu losuke akuvusa.ufuna umphefumulo wakhe.ingati ya abela iyakhuluma.noma ungageza akusibo bantfu ngu nkulunkulu

  • @RightFxGoldfinch
    @RightFxGoldfinch Před 25 dny

    Sound isikahle🙌

  • @LuvuyoMagaduzela
    @LuvuyoMagaduzela Před 26 dny +1

    Mhmhn Kunzima Emhlabeni 😢

  • @sandiseniximba2
    @sandiseniximba2 Před 18 dny +1

    Awuythole le content uyeke umaskandi mfana obomvu

  • @raymondstwala6653
    @raymondstwala6653 Před 20 dny +1

    Kufanele engabe usejele lo muntu, he talks with pride of killing innocent souls.

  • @ntombifuthizuma3505
    @ntombifuthizuma3505 Před 7 dny

    NGIBON G,UKUTHI USUPHUMILE KLENTO UJEHOVA AKXOLELE MTANAMI 🙏🙏🙏🙏

  • @annahmotsa7182
    @annahmotsa7182 Před 27 dny +3

    Maye mfanwami ..ngiyakuvela.. Yonkhe lentfo le usetayibhadalela ..imphilo yakho yonkhe..nalabangani bakho.. Liyeta lenu lilanga..Timikiseni emaphoyiseni..nibhadale emacala enu.. Labantfu lenibabulalako ngibo laba lebabuyako..ngiyakwesaba ..

  • @BusisiweMashile
    @BusisiweMashile Před 21 dnem

    E sharp

  • @simie9038
    @simie9038 Před 24 dny

    Nakho kuwe mntomnyama💔

  • @bonganidube-yu2rd
    @bonganidube-yu2rd Před 20 dny +2

    Bangase bakubulale nawe Saturn ungabiza kanjan ukubulala abantu ngomsebenzi 🚮🚮

  • @user-jg8qy6ds6q
    @user-jg8qy6ds6q Před 10 dny

    Hai angiyizwa leyokuthi imisebenzi mayingekho kufanele ubulale abantu ngoba ufuna ukuziphilisa,wenqena ukufuna umsebenzi

  • @mzuwandilesydney1630
    @mzuwandilesydney1630 Před 26 dny

    Ungkhumbuza Money heist

  • @nqubekogwala5866
    @nqubekogwala5866 Před 25 dny +1

    Ey nelo uthola amaphara uwabize ngeznkabi,

  • @NtombenhleMkhize-qp3bl

    Kwanongoma akusindawo leyanaa tjo😢😢😢

  • @samnjambi
    @samnjambi Před 20 dny +2

    Please add subtitles so that we can all follow. Thanks

    • @RealTV1Srories
      @RealTV1Srories  Před 20 dny

      Noted with thanks… but is it expensive to put them. But don’t worry I’m working on it.

  • @DuduKhumalo-mz4sg
    @DuduKhumalo-mz4sg Před 12 dny

    Ubuyinto yokungaphunyuki.Uzosizwa ngani AY IYABANDA LENDABA

  • @thokozaniselby1092
    @thokozaniselby1092 Před 13 dny

    Komele kube namaphoyisa eduze baphelile abantu izinkabi kuyathusa ezining zibuya kwa Nongoma its so very sad coze babulala abant qede bengaboshwa kube ngath nje kuhle

  • @phumziledubazane5736
    @phumziledubazane5736 Před 14 dny

    Ai isiryt isound ngempela