Wazi bhuti phumela obala, huwe owaziyo ukuthi kusibanibani wakhokhelwa malini, ube se uhalf waleyo mali or a money which you was paid to kill that certain person uyi shere nabantwana bakhe
@@lindiwendlovu6475 ngeke ngyapika, it's not a sudden thing: planning and prepation all along you don't see it's wrong, except nje if your family benefits that's NB And matters to you. Forgive me cc angvumi,he grew without parents then killed umama in front of him was a child.this eka Nkulunkulu but as human being Will be hard to understand really
Injalo lento iqiniso lizo ku khulula. I pray ubuye uphinde uhambe wonke lama podcast and turn your team into a security company to protect eThekwini city 🙏📿
Bhuti ngabe uyayiyeka le mpilo ungazalwa ka busha uNkuluNkulu engakwenza uzalwe kabusha , esihogweni akudlalwa uvuma izono ku Nkulunkulu ekuthethelele qala phansi impilo no Jesu KRISTU oyiNkosi
Am watching from the USA 🇺🇸 It’s troubling to see these shows where ukubulala abantu no longer have consequences. N those abancoma lombulali. Beza la ngoba bayazi lelizwe alisenamthetho. What about the families abangenamindeni yabo ngenxa yabo lababantu? Uzicabangela yena yedwa, nomndeni wakhe. Akukho nanembeza la usazoziqhubekela. Akusekho nyanga la, abathakathi bodwa. Inyanga iyelapha, umthakathi usebenzela usathane. There is no excuse whatsoever yokubulala omunye umuntu khona kuzodla izingane zakho! None! Nalama shows angiboni ukuthi i purpose yawo yini coz there are no consequences. I am disgusted by this and I have decided I will never watch such. God does forgive kodwa that doesn’t mean ukuthi there is no punishment. Abafuni nokuboshwa lababulali. Bafuna ukuxolelwa nje bese beqhubeka nempilo. May God avenge the oppressed and the victims. When the day comes akukho muthi oyosiza! How easy it is for people here to praise these people as if bona bangaxola kalula if kubulewe imindeni yabo!
Yingakho kumele singabantu besifazane siyoziqinisa sihlale sivivile ngoba ayi kubi e SA shame laba bantu bafuna ukusihambisa e Mozambique nase Malawi singafuni kubeyithi esigadla kuqala. Sinxaphe isibham one way mcim.
If u knw a person It's easy to identify a them with a voice nd body structure. I think it's not safe for both of u. His friends might not be happy to see this cz clearly they knw him
One thing that is common about all these people is that they come from christian families. Now instead of running to Jesus they running away from him. Akekho ofuna inkolo.
I’m not judging but anonymous doesn’t sound like a person who will stop being Inkabi anytime soon. He is glorifying it and doesn’t show any remorse @all. If he can hear that police are looking for him to face consequences for his actions he would kill anything standing in front of him.
You are alone, walk the path, when your mind is pure even your past mistakes are forgiven, I'm sorry brother it's part of life. God bless Thank you 💕...
He says 10 is too little he killed more but didn't say how many ppl he killed. He need to go back to all families he killed their beloved ones and confess ask for forgiveness and repent and pray ask God to forgive you 😢😢😢
This guy suffered as a result of impressing his woman, whenever he talks he mentions providing for his woman. Women put most men under a lot of pressure by expecting money from them. Ladies please understand our situations if we don't have nothing, imagine ending up falling in the trap of crime because of wat you put us in.
It's true Bhuti. The Man feels the pressure to provide for his woman and the woman has the expectation so I understand how a man can choose to turn to crime. Not entirely easy money but option the man will turn to. We must love each other hle.
Kindly choose a quiet place when recording bhut wam. The noise in the background is too distracting
You could say that again
Maybe isithwalo sakhe sifuna umsindo
@@nanimodise3553 😂🤣😂🤣kodwa yin
Lol you never know. It doesn't make sense he chose to be around so much noise. This is the first podcast that has so much background noise
Lol you never know. It doesn't make sense he chose to be around so much noise. This is the first podcast that has so much background noise
*Mfw2 iyodwa kuphela inyanga ezokwazi ukukusiza permanently kulenkinga yakho, igama layo uJesu Chrestu. Noma inkinga yakho ingafani neyami, kodwa ngikholwe mangithi mina ngase ngifisa ngisho ukufa, ngase ngehlulekile kuyo yonke imizamo yami ngaseng'phelwe ngisho imali, until uJesu eziveza kumina ngamnika ithuba lokuthi asebenze empllweni yami, nangempela wasebenza umsebenzi omangalisayo MAHhala Hha! Namhlanje ngilala njengengane esanda kuzalwa. Nika uJesu ithuba uzobona* 🙏
What a testimony ❤
UJesu kuphela osizumuntu
Uqedile shlobo uJesu qha yiyo inyanga enkulu
Halleluya smakade:sonke syophephela kuye Amen
Ukusho konke sihlobo, engathi umfowethu angafunda ngoNikodemu encwadini kaJohane 3. uNikodemu wabuza ukuthi “Umuntu angazalwa kanjani esemdala na? Angangena ngokwesibili esiswini sikanina, azalwe, na?” uJesu wamunika impendulo. Nami iyona ncwadi eyangishumayeza ngize ngikhethe iNkosi, Amen.
Uyadakwa lo. He's worried about izingane zakhe what about izingane zalabantu akade ebabulala
good say
Wazi bhuti phumela obala, huwe owaziyo ukuthi kusibanibani wakhokhelwa malini, ube se uhalf waleyo mali or a money which you was paid to kill that certain person uyi shere nabantwana bakhe
Unfortunately izingane will suffer because of him
Yabheda looo...reap wat u saw dodi
He's got no money at all blood money never stay because easy come easy go
Kwawena bhuti as i presenter awukho safe cos soyabazi labantu uyabazela futhi uku risk bangakususa endleni😂
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Exactly!!!!🤣
Yilento engiyibonayo nam
Eishhhhh u yellow born wethu😢😅
Usangazalwa kabusha we brazo, ngegazi lika Jesu uyazalwa kabusha, futhi zonke izono zakho ziyosulwa. Ngyafisa angathi ungathola uJesu, uyobona amandla obumnyama ayosuka phezu kwakho
mental Slavery bafo wamuzwa ngobani uJesu idlozi lama Juda lelo find your true identity uphume enkolweni zabacindezeli
amen
You have a great time to change your life bhuti.God loves you .give your life to God
Ezinye izingane azinabazali ngenxa yakho sathane
UsuNkulunkulu manje wena ohlulela abantu
@@user-et2fd9jl2b mangabe nawe uphilela ukubulala abantu, ungusathane uqobo lwakhe.slima ndini how can you justify killing people ngoba nakhu ufuna ukujabulisa intombi.....nxa fusegi futhi
Esh and yena khani abona ukuthi wenze wrong mnx
@@lindiwendlovu6475 ngeke ngyapika, it's not a sudden thing:
planning and prepation all along you don't see it's wrong, except nje if your family benefits that's NB And matters to you.
Forgive me cc angvumi,he grew without parents then killed umama in front of him was a child.this eka Nkulunkulu but as human being Will be hard to understand really
😂
Wow what an educational episode really learn from it
Ungabulali ke you learned in which way?
@@nombalimbewana1647😂😂😂
Ikhona inyanga enkulu ogama layo linguJesu, ukuzinikela koyo akubizi mali, izono zonke ziyathethelelwa. Come to Jesus bafo you shall be free❤.
Kuyakhoneka ukuzalwa kabusha, uJesu uyamsindisa umuntu azalwe kabusha.
Lemi phefemulo aidile naye 😢until afe
yamukela uJesu njengenkosi nomsindisi wempilo yakho. uNkulunkulu uyaxolela ageze unembeza ubemsulwa. uthi masize nazozonke zibomvu uzosithethelela bese siqala impilo entsha. uJehova abenawe.
Only in South Africa where Murderers are proud.
Being praised by abantu, constantly bati hhay uya simotiveta mfethu
that's true
Kumnandi esouth Africa umntu bulala bantu then eze apha for uba famous uyazba siyaphi kanti
South Africa is hell....mnxim
Pho wena ubekwa yini la kulevideo 😂 you're also fascinated by criminals stories njengathi sonke
Sesifikile isikhathi so Mvelinqangi empilweni yakho,ukufikele uNkulunkulu.Sizalelwe esoneni sonke.Nguye yedwa uJesu Krestu kuphela ongakukhipha kuleso simo angeke akubalele izono zakho ,nguyena ozokuxolela okweqiniso.Woza Kuye Bhuti wami.Ungazizweli ubuhlunngu.U Jesu ukuthanda noma unjalo,angeke akuyekele.Mina mhlabe nabanye singakushiya kodwa Yena angeke.
But why is this guy walking Scott-free, I find this soo lawless
This guy is so proud with his gobela and convinced himself he is semi-god.
It's a pity, ugobela akaziphilel uyoshona and den enzenjan ubhuthi othembel kumuntu
Injalo lento iqiniso lizo ku khulula. I pray ubuye uphinde uhambe wonke lama podcast and turn your team into a security company to protect eThekwini city 🙏📿
Strongly agree with you. He can turn his bad experience into good community service coz now he knows all the tricks and all the dangerous people..
Angikaze ngibone ikhehla elithi beliyinkabi Mina selokhu ngazalwa
Ziyaphi inkabi kanti zishonaphi ngempela
Give you life to Juses my brother
I appluadehim him for coming out😮 and telling us... How they do it... Others they play hide and sick with the info.
Winja nje oksalayo nathi siyahlupheka kodwa asibulali anantu wamasimba nje
😂😂
This he is enjoying himself, look at the way he's sitting 😂
Yes it's true,we are all dead in the long run.
God bless
Thank you you 💕
Ngyamazi lo bhuti noma bengamfihla ubuso 😅.....pray bhuti plz
Kodwa ezulwini kuyayiwa nibulala abantu bemndeni yethu 💔💔💔💔
We learnt a lot from him ..please come back for part 2
May Almighty God help to turn your life i Jesus Christ and change people on earth in the name of Jesus Christ.
His voice DOES NOT SOUND LIKE HE WANTS TO LEAVE HIS JOB.... he is proud instead😢
Biggest problem here is when the curses fall on his children 😢and they become worse usuke uticabangele wedvwa kuletintfo leti
True
From facebook clip to here
Bhuti ngabe uyayiyeka le mpilo ungazalwa ka busha uNkuluNkulu engakwenza uzalwe kabusha , esihogweni akudlalwa uvuma izono ku Nkulunkulu ekuthethelele qala phansi impilo no Jesu KRISTU oyiNkosi
Yabona indaba yesihogo nje inganekwane,nayo le ye Christianity esinye nje I story
@@konkehwanqa6260We'll see about that, surely you know better than the Lord himself.
😂😂😂@@konkehwanqa6260
amen
this guys they live i hell they need God
Most victims of these guys are hard working poor black people , and that boils me up and sorry I will never watch your Real Stories episodes
Mfowetho ayikho enye indlela yokuphepha.U Jesu uyindlela yeqiniso .Uma ufuna ukuthula kweqiniso nempilo entsha Ujesu kuphela ozokunceda aze akuphephise akuphe ubuthongo nokuthula.
Am watching from the USA 🇺🇸
It’s troubling to see these shows where ukubulala abantu no longer have consequences. N those abancoma lombulali. Beza la ngoba bayazi lelizwe alisenamthetho.
What about the families abangenamindeni yabo ngenxa yabo lababantu? Uzicabangela yena yedwa, nomndeni wakhe. Akukho nanembeza la usazoziqhubekela.
Akusekho nyanga la, abathakathi bodwa. Inyanga iyelapha, umthakathi usebenzela usathane. There is no excuse whatsoever yokubulala omunye umuntu khona kuzodla izingane zakho! None!
Nalama shows angiboni ukuthi i purpose yawo yini coz there are no consequences. I am disgusted by this and I have decided I will never watch such.
God does forgive kodwa that doesn’t mean ukuthi there is no punishment. Abafuni nokuboshwa lababulali. Bafuna ukuxolelwa nje bese beqhubeka nempilo. May God avenge the oppressed and the victims. When the day comes akukho muthi oyosiza!
How easy it is for people here to praise these people as if bona bangaxola kalula if kubulewe imindeni yabo!
Give your life to Jesus Christ brother,He is the only way to salvation
Relax
Ujesu uyinkosi futhi unamanfla wonke.
That thing is a scam meant to loot your brains. Jesus is a made up superhero of white fellows.
Amen God will set you free my brother
😂
Why is it easy for the media to find these inkabi and not the police??
They are the one's who are going to the media to share their stories
Kuzoboshwa nina abakwa really tv...nizozikhipha lezinkabi
Police have no right to do that
Yingakho kumele singabantu besifazane siyoziqinisa sihlale sivivile ngoba ayi kubi e SA shame laba bantu bafuna ukusihambisa e Mozambique nase Malawi singafuni kubeyithi esigadla kuqala. Sinxaphe isibham one way mcim.
@Londi0707laba basebenzisana nabo khohlwa Kuya ngokuqina komdeni wakho manibona isitha sizungeze umndeni wakho ugcina usebenzisa umuthi ungafuni ngazi ngo malume onamatekisi kwa phela ukulunga shame.
Funa umsebenzi ema companin kuzoziyekekela ...nam ngyazicabangela nje
Maybe you should host these interviews in a quiet place 🙏
You should mask his voice because he can be identified. His peers will not be happy.
You can say that again I might not make it to part 2 this was a very dangerous move to go on public platform and talk about it
True dear eish
Sengathi ungafa nawe lokhu owakwenza kwabanye wena ufe kabhlungu.
@@sethabilenxele8580 hawu!! Ngenzeni?
If u knw a person It's easy to identify a them with a voice nd body structure. I think it's not safe for both of u. His friends might not be happy to see this cz clearly they knw him
U doing a good mr presenter
Christ is the answer my brother Jesus can forgive you it is never too late
One thing that is common about all these people is that they come from christian families. Now instead of running to Jesus they running away from him. Akekho ofuna inkolo.
Give your life to JESUS CHRIST Brother he,s the only one forgive sin his blood cleanses us
Your channel is very productive my brother
Awusemdala namasinba . Ube uphumemakhaya....mnxxxm amanyamadoda ayasebenza ...wenubamba inkunzi.. enyile
Ngehlisela ububi bawoyise kubantwana third and fourth generation, ka ti unjalo nje uganiwe? Wow unto you!!!
I wish u good luck to your journey of repentence
Mfethu ngiyabonga mina yoooo yelloo bo. Bhuti keep on going boy
I’m not judging but anonymous doesn’t sound like a person who will stop being Inkabi anytime soon. He is glorifying it and doesn’t show any remorse @all. If he can hear that police are looking for him to face consequences for his actions he would kill anything standing in front of him.
Akukho muntu wakuxolela. LA ungusathane uqobo wakhe udinga ukuya esihogweni udliwe umlilo impilo yakho yonke
Asikho isono esingaxolelwa bhuti wam.. UNkulunkulu kuphela impendulo, ukuzalwa kabusha kukhona spiritually ngaye UJesu Krestu. I hope uNkulunkulu akusize bhuti wam uqale uhambo olusha olinokuthula kanye naye❤
Imagine someone akubulale bese eyaxolelwa yoh yoh yoh😢
amen
This one can tell us who killed Aka
😂😂😂 don’t mean to laugh 🤭
@@janed51 🤣🤣🤣🤣🤣
Ey kuyahlekwa noba kufiwe😀😀
😂😂😂😂 kodwa jesu
So true. He is so boastful 😂
Ayikho inyanga ezokusiza ngaphandle kuka Jesus Christ of Nazareth. Nguyena inyanga enkulu, uyindlela neqiniso
Igazi labantu nkosi yami. 😡
You are alone, walk the path, when your mind is pure even your past mistakes are forgiven, I'm sorry brother it's part of life.
God bless
Thank you 💕...
This voice is Familiar,
Real TV1 sifunda okuningi 👏
Nyc show bru
Hayi nise Tarvern nina nidakiwe futhi umsido nize aniwuzwa hambani e rehab
Mina nje ngiyabonga ukuthi bhudi aphiwe iskhathi sokuhlambuluka ngkufisela okuhle kodwa sengathi ungamthola uGobela weqiniso qede uphendukele eNkosini uthole usindiso nokuxolelwa kwezono uphinde uphile kahle ubengubaba wekhaya ohloniphekile ongasalichithi igazi ongasenampande aydlayo.Goodluck bhudi
Umbuzo wami ukuthi waqina ulithola usizo,uyalala Na ebusuku?
Njengoba bandlula no 10 obabulele,alikubuyele Na ibutho lezidumbu ,mina ubhuti wami wabulawa Abantu abanje ngawe kunzima nje nasezinganeni ukundlula ngoba njekusekusha ,but ngifundile nje ngokukulalela noma ukubaxolela kusekude amen,ngathi ungalithola usizo baba
He needs to go hand himself over to police if he wants to be free from being a hitman
True
Awu useyowathetha ezulwini eyamaphoyisa nje ay ayilungi sekonakele vele
Can you please record in a quiet place please the back ground is noisy
Awuzame u Dr 2+2 Mfethu kwamhlabuyalingana ngiyamethemba u Sotobe coz lempilo oyiphilayo Mfethu akuyona. Part 2 Please ❤
ak'yena omthwalisile?
Come to eastern cape Dr. Tshawe
Asifuni losathane owandla izingane zakhe ngokubulala imindeni yethu sathame isipoki inja selalele amasimba sathame
Bawo wetu osezulwini sixoleli zono zetu oh Yhini Yehova 😭 mhlaba umbi kangaka nje ngiyafisa kuthi Mbuso wako ufike emhlabeni njengasezulwini 🙏 Yes we understand that zonkke ezi zinto utshilo kuthi ziza kukwenzeka kwaye sipila kwimihla yokugqibela manje Vela Thixo wetu 🙏👏
Akululanga ngoba lemphefumulo owaqeda ngayo yayibeka isinkwa etafuleni imindeni yasala budengwana ilila namanje ungathola ukurhi isalila😮
Could you not have shot this video at the mall?😂 background noise is so distracting I couldn't even finish this video.
Bhuti aka humane no Dr Godo iyasebenza leya inyanga eyakwamhlaba uyalingana
Logobela kumele abulawe naye😢
He says 10 is too little he killed more but didn't say how many ppl he killed.
He need to go back to all families he killed their beloved ones and confess ask for forgiveness and repent and pray ask God to forgive you 😢😢😢
And go to prison for life
Your content is good and extremely informative, my concern is the noise in the background..
Mfethu awudingi ugobela,udinga uJesu qha. Phenduka uvume izono zakho uziyise futhi nasemaphoyseni usho bonke abantu awababulala
Can you please do these videos in a quiet space. The noise behind is disturbing. Please bafo. Your channel is channel a different angle. Please.
Uthi umthusela into yakhe? Remember ungabulali!!!
Sengazalwa kabusha bhuti, through Jesus christ uthi noma sezibomvu njengegazi yokwenza be msulwa
amen
Ubu too close ke nawe, I thought ubuzomqabula for a second😩😩
ESouth Africa ma unemali uwumavula kuvaliwe😢 very sad😢
Kakhulu
Wasukela ukuzobulala abantu uyasho nje futhi usaqhubeka inja
Unesibindi shame bhuti. Only god will help and save u from this nightmare.
UJesu uyathethelela. Woza kuJesu noma umaniniki
This one doesn't want Jesus, he makes it clear that he wants Gobela😂
Yazi anginaye ubhuti okunguyena owayebeka isinkwa etafuleni mhlawumbe nguwe owangiphuca yena😢 inkosi ikusize uthole usizo
Ngoba unawo loyomuzwa woku feel ubuhlungu ngokwenzile kuphelelisiwe say I'm done ekugangeni
Mfowethu mina nhiyajabula ngalama episode... Sebenza my brother 😅
Ungazalwa Bhut kabuza ngokuthatha inhliziyo yakho uyinikele kuJehova.ukhohlwe ngokwasemhlabeni..hamba eNkosini yamanaretha uNyazi lwezulu.kodw uhambise inhliziyo nonembeza wakho hhayi umzimba wakho
Christ Jesus is the only way out 🤞
Kuyacaca empilweni akumele siphumelele ngoba siyohlezi 😢siyisi tebhisi sabanye abantu .umhlaba unkulunkulu ngabe uyawu thatha ngiba siyizitha zokuzama impilo😢
Siphila kabuhlungu awukwaxi no enjoyr izinto ozisebenzele 😞
Ayikho impilo elula guyz🤞
Yeses ey abantu bawahambile amathunzi amamunyama.
Usho ngomkhaba imali yenyembezi mmmm ngaze ngakudabukela .
Lomkhaba wona wawuthin ngawo iyooo iyooo immali yimpade yesono nkosyam kunzima esouth Africa
Nami ngibuka wona, ngisazibuza wayegijima kanjani cz kuyabalekwa kulomsebenzi wakhe
Siyaya ezulwini bhuti uyasha kwesamakati isihogo 😭😭
Interview is okay, just please do something about the background noise
Good life will make you do anything just for ukuthi uzibone suphambili kwezemali
Ok bhuti tshintsha nje impela kodwa ngiyayithanda indlela obonisa ukuthi usenonembeza omhle sizokunceda kukho konke
Omunye umbhali wakho ubuza ngamaphoyisa!
Abaka Cele, nabo bazenzela isinkwa ngobugebengu.
Khohlwa ngabo.
They get paid for wearing their police uniform
Bayagwazelwa.
Ukube ubukhuluma ngaphoyisa obandlululo, bebesebenza ngempela.
Abamanje, bagijimisa indoda eshaye umfazi, kuphelile, nokugxiviza ama form, qha!
Yoooh impilo inzima guys I hope umfwethu uzoluthola usizo ashintshe ukwenza aphile impilo encono kunzima guys.
I you will get help brother! In Jesus name amen 🙏
Shwele njak Dis one won't change 😂😂😂😂😂
This guy suffered as a result of impressing his woman, whenever he talks he mentions providing for his woman. Women put most men under a lot of pressure by expecting money from them. Ladies please understand our situations if we don't have nothing, imagine ending up falling in the trap of crime because of wat you put us in.
Kalku even the bible say so watsho Eve kuAdam yidla nam sengidlile kanti noDelila wawxutha mandla ezinweleni
It's true Bhuti. The Man feels the pressure to provide for his woman and the woman has the expectation so I understand how a man can choose to turn to crime. Not entirely easy money but option the man will turn to. We must love each other hle.
Part 2 please
Yhooo hay ndakoyika
weeee ngek ngsayiqeda kuyilalel inomsindo kakhul nj weee