REAL STORIES | Ep19| Ngangena Kanjani KwaMasipala, Ngangena Ngekhekhe, uMkhwenyana Wami Akazi

Sdílet
Vložit

Komentáře • 532

  • @patricfihlani797
    @patricfihlani797 Před 21 dnem +57

    🤔I sometimes wondering why most of the time God give powers to Dogs, ngoba yiNja yenduna le😡😡😡

  • @kheswa19
    @kheswa19 Před 12 dny +11

    Ikhona into umyeni wakho akwenza yona, akuyona indaba yokutshela abantu le.
    Umfazi oqotho ufa azi.

  • @user-vx3jf5zh8t
    @user-vx3jf5zh8t Před 20 dny +39

    Wathi omunye umculi uma uke wavuma ukuthi umfazi athenge i groccer uyowadla amanyala

  • @AndyGeeeeee
    @AndyGeeeeee Před 21 dnem +62

    I'll never fail to recognize izwi lomfaz wam

  • @KennethZungu-xe9wo
    @KennethZungu-xe9wo Před 20 dny +42

    Presenter you are a professional my man

    • @paulantoniolesaoana9250
      @paulantoniolesaoana9250 Před 20 dny +2

      Basically, this lady prefers to loose umshado.
      Esale nomsebenzi kanye noboss makwapeni

  • @phumlayawli6723
    @phumlayawli6723 Před 21 dnem +31

    Get the lawyer and sue this man for abusing his position be the first. Don't underestimate your abilities to stand up for the truth cc for you to come to this show? Proves that you stand for something maybe bigger than your understanding. Uthixo uyakupha Amandla ukuba uyakholwa Sana. You will never stand alone your angels are always surrounding you remove your fear of being judged by people who stand for nothing..

  • @sithembisomvelo9469
    @sithembisomvelo9469 Před 20 dny +17

    Ukube kusaPhethe abaLungu koMasimpala ngabe ayikho yoNke Lento,Kodwa niBhizi niVotela umuntu omNyama,mina NgiZovotela abeLungu UDoti iNdaba yoMuntu omNyama.

  • @siphiwesibeko1287
    @siphiwesibeko1287 Před 20 dny +37

    They are a lot of woman had gone through this and this one is brave to come out

    • @24sevenrecords51
      @24sevenrecords51 Před 20 dny +1

      In every company you may find 80% has gone through this

  • @buciemaphosa3954
    @buciemaphosa3954 Před 21 dnem +34

    Besingekho ke kodwa ukutshela mnyeni wakho ngoba akukho okuyophindiseleka emuva😢😢

    • @bongythwala9840
      @bongythwala9840 Před 20 dny +2

      True ukhulumelani nje

    • @user-rp9bn3bx5h
      @user-rp9bn3bx5h Před 20 dny +7

      Inhliziyo enecala ayikutholi kuphumula so naye ubedliwa unembeza

    • @user-mx1rm9ir3o
      @user-mx1rm9ir3o Před 19 dny +1

      Bengingeke nje ngisho kanti naqhubeka thini?

    • @sithokozilekunene1292
      @sithokozilekunene1292 Před 16 dny +2

      Straight . Yena akaDeal noMphathi qha. Kodwa naye wabanecala ngokuqalisa ukulala nje.

    • @user-pr6qn3nq5z
      @user-pr6qn3nq5z Před 11 dny +2

      Kanti lomuthi wamagundane awukhoyini lapho bekhona

  • @mzothulemsezane2703
    @mzothulemsezane2703 Před 13 dny +8

    ANC is a curst on our life ,how many women’s went through this pain to get their jobs 😢

  • @thepatriot234
    @thepatriot234 Před 21 dnem +14

    The husband knows but still hungry. Wait until he rises again.

  • @ndemathabi5508
    @ndemathabi5508 Před 21 dnem +35

    My sister, some secrets are best kept secret.

    • @Saysibiya1814
      @Saysibiya1814 Před 21 dnem +2

      nowadays secrets becomes visible ukuze ube free

    • @chu-chumbingz6944
      @chu-chumbingz6944 Před 20 dny +1

      Akuyona i secret phela uyadayisa ngekhekhe nje and eventually kuzovela.... !!

    • @zamilemhlongo9589
      @zamilemhlongo9589 Před 18 dny +1

      Mmmmm😢akukho lula ngoba into ephikelelayo le,akiyo i once off

    • @user-pr6qn3nq5z
      @user-pr6qn3nq5z Před 11 dny

      Njani emenzalento njalo and uyasho losisi ukuthi akayithandilento

    • @mpukumpaayanda
      @mpukumpaayanda Před 9 dny

      1stly this lady supposed not to be afraid of her boss, she was supposed to stop what her boss is doing before she goes to this media when the boss refuses to stop and threatening her to lose her job then she go for help kuMedia... She didn't even try to stop and explain the situation she's under because of what boss do to her first, now the boss can say if she said to me I don't like this thing Mr Boss, then I was going to end and stop it immediately but she keep insisting when I say let's go to the hotel and she gives me a yes face impression, you see

  • @sivuyilemphoco7325
    @sivuyilemphoco7325 Před 20 dny +17

    If bengiylendoda edlelwa umfaz, bendizovuma ngithi ok mama ungaqhubeka, aftr that ngifake ilumbo kule nja.

  • @user-xi7we2od9i
    @user-xi7we2od9i Před 20 dny +21

    Ungamtsheli cc umkhwenyana please uyanqena yini ukushaya loboss wakho ngeZulu😢😢🥵🥵

  • @user-gy4bs9vn6w
    @user-gy4bs9vn6w Před 20 dny +12

    Bantu bakuthi sanikwenza ngathi aniyazi problem yalo Sisi, Most yabesifazane bahlukutyezwa ngokwe sondo, ukuze bafumane umsebenzi, Most places kwa masipala nakwa Government, akhonto unobunja njengomntu omnyama,

  • @busisiweprudanceskhosana5129

    What a painful story my sister is a victim here she is genuinely sorry iboss yona ikhohlakele

    • @jubimakhabane1130
      @jubimakhabane1130 Před 20 dny +2

      Both are corrupt because the guy took advantage of her and the sister used her body to achieve her dreams.

  • @user-vg3sp4qy4k
    @user-vg3sp4qy4k Před 20 dny +8

    ibifuna ungene nayo eCebolethu le dade 😂😂😂❤labantu abafuni ukwazi uba sike sadliwa although bona bedliwa left ryt and center

  • @harrietndlovu6531
    @harrietndlovu6531 Před 21 dnem +30

    Sisi uboss wakho uzofa soon. And your husband is going to jail for murder😂

    • @tshepomolotsi9233
      @tshepomolotsi9233 Před 21 dnem

      18 months yi nde💔

    • @24sevenrecords51
      @24sevenrecords51 Před 20 dny

      🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣

    • @andilekhumalo9081
      @andilekhumalo9081 Před 19 dny +3

      Let behave like grown ups guys, there is nothing funny about the situation my sister find her self under. This is a real life situation.

    • @24sevenrecords51
      @24sevenrecords51 Před 19 dny

      @@andilekhumalo9081 that a certain party has made it normal.

    • @boremalatji881
      @boremalatji881 Před 18 dny

      No one will go to the extent of murdering someone in the name of love if they know the price to pay or consequences the lady did have a choice but she slept with him anyway he didn't force her

  • @user-sf5tw8mm2w
    @user-sf5tw8mm2w Před 21 dnem +64

    South Africa ifanele uphathw abelungu khona kuyophela yonke lento ye corruption?

  • @sibiyamoshe-zn9un
    @sibiyamoshe-zn9un Před 20 dny +9

    If sisters doesn't want to continue being chopped by her boss she has a way out. If she's no longer enjoying she can start keeping the records of herself and the hyena then start black mailing him.

    • @Buntu279
      @Buntu279 Před 11 dny +1

      What if the guy kills her ngoba this guy is dangerous

    • @zanellesun1534
      @zanellesun1534 Před 8 dny

      Wayezoba nethuba lokumbulala koda amthengele izinkabi...

  • @user-cb3ub1pm7m
    @user-cb3ub1pm7m Před 21 dnem +57

    you will ruin your marriage by telling your husband the whole truth 😪😩

    • @goodmanshabangu2854
      @goodmanshabangu2854 Před 21 dnem +4

      True...

    • @goodmanshabangu2854
      @goodmanshabangu2854 Před 21 dnem +2

      Its unfair to the husband because if money was paid she wasn't going to come to the show . Bribe of money or sex payment it's still both wrong .

    • @thabanimpungose2406
      @thabanimpungose2406 Před 21 dnem +2

      Umfaz sebemdlile eish....

    • @businzama6939
      @businzama6939 Před 21 dnem +8

      Ngabe ungena nayo e Cebolethu nje le dadewethu qalile qalile

    • @odwaxashe2780
      @odwaxashe2780 Před 21 dnem +6

      True ..it's possible the husband wil want a divorce

  • @bmdlamini7686
    @bmdlamini7686 Před 21 dnem +14

    Kwaze kwanzima emhlabeni; why kodwa bafwethu abantu besilisa benza into enjana lokhu ukudlwengula nje coz ulale nomuntu wesifazane engathandi

    • @thobanimahendula1282
      @thobanimahendula1282 Před 20 dny +2

      I don't know why zingaboshwa lezizinja ezenza lento

    • @24sevenrecords51
      @24sevenrecords51 Před 20 dny +1

      Ukungahloniphi abanye abantu futhi ngingasho ngingasabi ukuthi lowo mphathi uphuma kuyiphi inhlangano

  • @AndileMasondo-kr3ic
    @AndileMasondo-kr3ic Před 21 dnem +7

    Ukwenza izinto ezinhle ngesitho somzimba kulichilo njeRh kukodwa.Ukuqashwa ngokulala ne boss kuyimosha kuyiqede nje I career kukodwa.Ayy kodwa ngek kushiwo lutho ngoba ukuthanda kwenu ningabesimame nibonakal ngokulala nabantu bokuhamba.

    • @businzama6939
      @businzama6939 Před 21 dnem

      Waze wa Gadla 🤣🤣🤣🤣

    • @sunshine.T6158
      @sunshine.T6158 Před 19 dny

      Awee mah😂😂😂😂😂😂Waze wagadla impela🙈

    • @NokwandaQwane
      @NokwandaQwane Před 12 dny

      Qinisela ngane yam kuzobanzima uthandaze Velez is one yinto ekhoyo noba kukuthathe iskhathi evidence bakhona abantu abanibonayo ayikho into efihlakala kuphele nihamba ngemoto yakhe inkos ikusize ingennelele angakulahli umyeni Kuba uyosuka attached oyokwenza okukhulu kunoku ngase anyamezele wena lo ngoba ukhombisa ukumthanda .

    • @thulanilawrence9163
      @thulanilawrence9163 Před 11 dny

      Kunzima emzansi izinto ezihlala zenzeka

  • @tshepomolotsi9233
    @tshepomolotsi9233 Před 21 dnem +15

    Oo sisi beethu ba thwele ka nzima💔💔

  • @user-hp3pw5nw5f
    @user-hp3pw5nw5f Před 13 dny +2

    Kdwak le weGrl besingekho isdingo sokutshel uMyeni ngob awmithanga akunankinga eyenzekil into obekmel ungene naye egodin le😢...sengaze kuphele uMshado pho mmmm kwanzim yaz

  • @user-wo2vv2jv8m
    @user-wo2vv2jv8m Před 19 dny +4

    Ieboss into yokunqunywa straight 🤞🏾uyaxhaphaza lomasaka

  • @pprincematea176
    @pprincematea176 Před 12 dny +3

    Mbizeleni uSjava azomnqulela ingoma ethi "Linda"🎤🎶nifile bafazi🤦🏻‍♂️💔

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 Před 21 dnem +8

    Kwakufanele umtshele ukuthi uhambe kahle nala ngezansi okunaloko uthule uze ufe ngoba vele ngeke nize niyeke 🇬🇧

  • @SikhumbuzoSifisoGumede
    @SikhumbuzoSifisoGumede Před 21 dnem +14

    Akumangazi lokho kuyaziwa nje abesifazane baqashwa kanjalo kaMaspala kanti ke lokho kuhlala kwenzeka as long usasebenza.

  • @MamaYasin
    @MamaYasin Před 20 dny +3

    Ey lo sis akekho right emotionally.. Uyezwakala nje, exploitation from the boss, 😮😮😮

  • @aviweavmhlati7423
    @aviweavmhlati7423 Před 21 dnem +5

    Yhoo sisi uyophelelwa ngumshato wakho yi blacmail la boss asoze iku xoshe and uyixelele nantoni na enokwenzeka kuwe bakhona abantu obaxeleleyo ukuba kungakho into enokwenzeka kuwe yiyo

  • @user-ss4vd2wf1v
    @user-ss4vd2wf1v Před 21 dnem +8

    Hayi hakunzima apha emhlabeni..Thixo

  • @margodesmanganye5516
    @margodesmanganye5516 Před 12 dny +2

    Its also cruel to those who goes to varsity to study for that career with a last money parents try everything for them to have qualification and not get the job and the job is got by punanis 😢 very sad one, also to the victim.

  • @bongythwala9840
    @bongythwala9840 Před 20 dny +5

    Cha mina ngingavuma nje ukudliwa if ngizothola umsebenzi oncono ngishintshe isimo sakith,inquza ayipheli bakwethu ,futhi umuntu akayithathi uyidla ayishiye kuwe.

    • @nkululekokhumalo9403
      @nkululekokhumalo9403 Před 20 dny

      Ya phela wena awunawo ama morals.

    • @nonhlezondo5117
      @nonhlezondo5117 Před 20 dny

      I'm surprised 😮 umuntu wesifane okhuluma njengoBongithwala 😢😢😢

    • @sunshine.T6158
      @sunshine.T6158 Před 19 dny +1

      😂😂😂😂😂😂😂😂😂ai irest my case😂😂😂😂😂😂😂😂

    • @musathwala2930
      @musathwala2930 Před 17 dny +2

      Kwangidabukisa Kakhulu ukuzwa usisi wami onesibongo sifana nesami ekhuluma kanjena, besicela uma nizokhuluma amanyala nibheke kuqala ama address enu ezokuxhumana, uma ihamba nesibongo nimane nje nihloniphe isibongo nizibambe ukuphawula kabi🙏🙏🙏

    • @nonhlezondo5117
      @nonhlezondo5117 Před 17 dny

      @@musathwala2930 osis benu Musa yoh 💔 abanawo amahloni shame

  • @SimphiweNxumalo-gl8eo
    @SimphiweNxumalo-gl8eo Před 19 dny +4

    Makthiwa ungena nayo egodini kushiwo le😩

  • @luvuyobhengu
    @luvuyobhengu Před 20 dny +4

    After God, Fear Women. Madoda, asibeni nemali siyekele abantu abangenaso isimilo

  • @mzwandilemqamu870
    @mzwandilemqamu870 Před 19 dny +4

    Noma ngabe kthiwa abantu bayafana umakoti ka mzala phela lona and ngasho ngathi kwa maspala wangena ngomhlane waphika wahleka!!

  • @nashdreezy
    @nashdreezy Před 5 dny +2

    Next time please edit the voices of these people, uzobafaka enkingeni.

  • @londiweshange8542
    @londiweshange8542 Před 14 dny +2

    😢 tjuuu I rejected a job at SAPS headquarters for same reason ngathi never I'd rather be poor, that brigadier wangithuka wathi ngohlupheka ngize ngife angazi abantu bangena kanjan emsebenzin 😢

  • @mandlajeffrey6241
    @mandlajeffrey6241 Před 21 dnem +5

    Mmm cc wathwala nzima, kunzima uku prtndr
    Futhi uzogcina uthole izifo,

  • @phindabuseShabalala-us4ys

    Ngaze ngamzwela uDlamini 😮😮😮 aw kwaze kwabuhlungu le manager idinga ukubulawa uyazi awukwazi ukwenza into enje uyambona nje losisi she's emotional drained nx 🤔

  • @nomathembangcongo9457
    @nomathembangcongo9457 Před 19 dny +8

    Tjooo cc kwaze kwanzima mina i was early 30's khona kaMaspala ubaba omdala wathi uzongifaka emsebenzini but mese ngisebenza uzocela holo lakhe ngabuza malini wathi akusiyo mali ngiyomkhokhela ngokuthi ngimzwise ikhekhe ngabonga ngathi ngeke ngikwazi ngawuluza kanjalo ke but angizisoli bcs angihambisani nalento yokuthi abantu besilisa abasezikhundleni basigwazise ngokuthi balale nathi

    • @NHLANHLOMDLULI
      @NHLANHLOMDLULI Před 13 dny +1

      AYBANDLA KUNZIMA

    • @JohnZwide
      @JohnZwide Před 7 dny

      kulula nje lento if uyicabanga usisi ngeke awuluze umsebenzi akayitshele indoda bese beye kuboss beyikhethise ukuthi ixoshwe noma iyeke usisi noma inxephezele usisi noma kungeze kwaphela endodeni usisi aqhubeke asebenze

  • @user-cj5ss1hb3n
    @user-cj5ss1hb3n Před 21 dnem +7

    That man was evil sexual harassment is so painful seriously for the sake of peace leave the job dear and you will find another one 😮😮😢😢

  • @nelisiwemyeza2794
    @nelisiwemyeza2794 Před 10 dny +1

    Ayii ngeke cc bekumele ungamtsheli umkhwenyana lento izomhlukumeza kakhulu

  • @matlakalamagdeline
    @matlakalamagdeline Před 5 dny +1

    Iyadliwa indunu kwamasipala ziphelile ingane zabantu 😂😂😂😂😂

  • @shirongelesithole9796
    @shirongelesithole9796 Před 13 dny +1

    I suggest that it is not good to tell the husband, this is going to destroy the husband, they wife did what she did under this difficult situation, the wife must love her husband to protect him from this situation, The wife just end her relationship with her Boss, Remember, the devil came to steal, destroy and to kill.please don't tell the poor husband.

  • @user-mo1ve8lp4f
    @user-mo1ve8lp4f Před 21 dnem +7

    Yimfihlo okufanele afenayo leyo locc ngoba umekewayithi vu endodeni yakhe ngeke kubenokuthula

  • @user-js6cf2fb6c
    @user-js6cf2fb6c Před 21 dnem +3

    WE SISI CELA UNGAWUYEKI UMSBEBENZI SIYACELA USTSHELE LEH MANAGER YAKHO IGAMA LAKHO NOKUTHI UHLALAPHI YAZI AMANDODA ANJENA AFUNA UKUTHI SIWATHINTITHE SIWAQONDISE NGOBA LENTO UKUSXHAPHAZA

    • @ChleKhumalo
      @ChleKhumalo Před 14 dny

      Ngaty losisi ilo umngan wendodayakhe eyaykhuluma ngayekublack life kthiwa njalo nge lunch zyakhala nkosi yami

  • @WandisileGila-nu9th
    @WandisileGila-nu9th Před 17 dny

    Really there is a lot of such incidents😢😢 Big up to host 💪❤ i love the way you ask questions and Not being judgemental but willing to Help❤

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 Před 21 dnem +4

    Ngayizwela lendoda ngendaba ezimbi kangaka ezozizwa umfazi ebhaxulwa enye indoda emini 😮😮😮😮😮yhooooooo

  • @mapumulopampamela
    @mapumulopampamela Před 5 dny

    Locc akayeke umsebenzi afune emajilidini ukhona umsebenzi emajilidini bakithi and enze amagwinya awadayise edbn awathwale njengo mama bonke . If eveza iqiniso kumyeni wakhe uzombulala lo cc . Angasho plz akayeke 😢

  • @godwillrabodiba
    @godwillrabodiba Před 21 dnem +3

    Difficult indeed. There are no more jobs in South Africa. 🇿🇦 COGTA needs to step in and assist. She must be moved to another municipality.

    • @24sevenrecords51
      @24sevenrecords51 Před 20 dny

      Nalapho kuyoba njalo uma nje kusaphethe lezigebegu futhi akukho Nala Unga reporter khona

  • @user-dt2uk6hi7m
    @user-dt2uk6hi7m Před 16 dny +2

    Joooh kunzima emnyango,le akuyo eyòkuqala ezindlebeni zami about uMaspala,sengyayikholwa ke manje,ooo'ps bc its from horse's mouth,but you must know that you're going to loose between this two,either umsebenzi or umshado,be ready,be strong girl,wish u goodluck😮😢

  • @LikhoMto
    @LikhoMto Před 20 dny +2

    If usawufuna lomshado ncono ungakhulumi lutho kumyeni ngoba iziphumo azizoba zihle angifuni qamba manga it eight uyakulahla or uzokubulala but angek kusahamba kahle ngikukhuluma loku ngiyindoda

  • @andilekhumalo9081
    @andilekhumalo9081 Před 19 dny

    My brother keep up the good work, I really appreciate the way you conducted this interview about such a delicate issue my sister is going through.
    These are hard times under which we are living and yet there are still evel people like her boss in this case who took advantage of her desperate situation. Trust me my brother this is not the the first and the last incident in employment, this this is prevalent and something needs to be done to prevent this.
    People like her boss are home wreckers, they destroy families, in short I feel for her husband the he's gonna feel after hearing such despicable news.

  • @user-ei3dt4gb3b
    @user-ei3dt4gb3b Před 21 dnem +2

    Akubulawe lenja, noma kuzoba buhlungu nje kwi family yakhe ngoba bona bamazi eqotho and innocent bangaki eseyabenza lento nesazobenza in future🤷‍♂️ 😢

  • @landiwendebele1124
    @landiwendebele1124 Před 21 dnem +1

    Sisalinde ibhakede ..nidlala ngathi NGO maspala Nje sibajwayele o Maspala

  • @chantieshongwe6183
    @chantieshongwe6183 Před 21 dnem +6

    buy gowns for your guests irogwe levoice lika mfaz kaDlamini syalazi

  • @mpukumpaayanda
    @mpukumpaayanda Před 9 dny

    The best way is to try to talk to your boss and try to stop him not to tell your husband sis please, you'll loose your husband and your job by telling him but to try to stop your boss you can win both side or only lose your job 🤞🙏

  • @sizwemngomezulu755
    @sizwemngomezulu755 Před 20 dny +2

    This is very painful ingakho omkhulu umfazi babembiyela

  • @nhlanhlakubheka222
    @nhlanhlakubheka222 Před 10 dny +1

    Akutsheliwe boss ayeke lento ayenzayo to me that is the right way.

  • @MagicZakhe
    @MagicZakhe Před 21 dnem +2

    Ngicela lishintshwe izwi kusetshenziswa ubuchwepheshe ngoba kuyazwakala ukuthi umuntu ungubani uma umazu uyalizwa izwi lakhe. Kepha lona okhuluma lapha kangimazi mina.

    • @boremalatji881
      @boremalatji881 Před 18 dny +1

      is not a secret anymore that's why they come up on this very channel or podcast they need to reveal is up to the victim themselves to decide good or bad like 6 and 9

  • @bonganiprince3380
    @bonganiprince3380 Před 8 dny

    at least she still has a conscious rather than keeping an unhealthy marriage
    good women don't stay with secrets, i don't understand when women says she mustn't confess
    Abafazi 😅😅😅😅
    I respect you for coming clean

  • @yolandatatase2928
    @yolandatatase2928 Před 20 dny +9

    Mna ndashiya phantsi kulanjwa kunjalo,umaneger wafuna i sex,zange ndiphinde ndibuyele apho,ndayolima ekhaya .

    • @SphaMagwaza
      @SphaMagwaza Před 19 dny +1

      🙏🏼❤ ismilo sakho sisi isona esakwenza wangavumela ukuxhashazwa ngenxa zendlala , wimbokodo yangampela sisi

    • @mpukumpaayanda
      @mpukumpaayanda Před 9 dny

      You weren't supposed to leave your job sis, firstly try to stand your grounds and to be strong, you were supposed to say no you won't do that and there wait from him what steps is he going to do

  • @zakhelealfred6647
    @zakhelealfred6647 Před 3 dny

    Okumele ukwenze ukuthola indlela elungile yokubhekana nomuntu okudlwengulayo owakwakho ekuseke,ukuthi umtshele usebenza nje ulala neboss kungenye into lokho. Kuzoba as if uyathanda ngoba kwasekuqaleni Kwakumele uthole umsebenzi then usukumele isithunzi sakho suwutholile ungamyekeli isikhathi eside kanjena wenza into wazi kuwrong kanti kuphambene nomthetho kade kwashiwo kepha impilo iyaphushwa ukungcolisa . Imali impande yesono

  • @nanamayendisa6309
    @nanamayendisa6309 Před 17 dny

    Hawu kodwa Siyacindezelana siyindlu emnyama maye!😢bese sithi abelungu babesicindezela sidlala ngabo!Ngaze ngabuhlungu ngalosisi but ungamtsheli umkhwenyana cos this will break his heart there’s no need to put him through this pain and suffering 🙆🏻‍♀️😞

  • @SthaeNyathi
    @SthaeNyathi Před 2 dny

    Abesifazane abanaqiniso, 1year 8 months efeba it's too much, ngabe wantshela indoda ukuthi kufeneka imali yokudiza, indoda yayizobeleka njengoba yaboleka leye transport. Umshado ngeke usinde and u Boss uzofa

  • @siyabongamathumbu4361
    @siyabongamathumbu4361 Před 17 dny +2

    Makafune muthi cuphe lenja ife

  • @user-ki8yv3jr9k
    @user-ki8yv3jr9k Před 13 dny +1

    Ubona omkhulu babengafuni nje nisebenze ngoba nicabanga kancane bafaz

  • @sifisodlamini1265
    @sifisodlamini1265 Před 20 dny

    Kona kunzima okubhekene nosisi empilweni yakhe 😢😢😢 . Yazi into enjena mungumuntu osaphila into engavelela noma ubani Umuntu wesilisa ononkosikazi . Yoooo ngeke Umuntu uphila ekhathini ezinzima ngempela kulensuku 😢😢😢😢😢

  • @user-hi8lv1zb9z
    @user-hi8lv1zb9z Před 2 dny

    Aww cc uyonile ke impela ngokutshel umyen wakho!!!!

  • @user-ih4dy2mg9l
    @user-ih4dy2mg9l Před 13 dny

    Gal pls dnt do that ,u rather resign yooooooooo mamaweeee 😮I'm very scared 😨,that Ur end of Ur marriage 😭

  • @INFINITEMEDIA-gj1hj
    @INFINITEMEDIA-gj1hj Před 20 dny +3

    ama comrade ka Thambo madoda...cANCer yodwa

    • @khulekanindlovu8293
      @khulekanindlovu8293 Před 17 dny

      Angaz ngoba losisi usebenzela omunye womaspala oseZululand 😂😂

  • @quintonmanyano2720
    @quintonmanyano2720 Před 6 dny

    Painful story, but then again I'll never understand why are husbands out there not going through their wives phones. Once you get married, nothing should be private. Nothing at all.
    I've never seen a person in a position of power who isn't wicked. Indeed power corrupts. It leads to a sense of entitlement and lack of conscious.......

  • @goodmanshabangu2854
    @goodmanshabangu2854 Před 21 dnem +4

    Many ladies in south Africa not mostly or not all women , they are successful because these sex job exchange deals .

  • @DERRICKThabethe-cn1nx
    @DERRICKThabethe-cn1nx Před 20 dny +2

    umfazi into youkuchushwa

  • @sbusisoshezi2684
    @sbusisoshezi2684 Před 20 dny

    I have 3 hints of this Maspala. All i can say is wow!
    It's pretty easy to say but ke i can't say anything.

  • @gamafoxify
    @gamafoxify Před 10 dny

    I so wish ukuthi beyikhona indlela yokuexpoza lomuntu wakwamasipala ongcole kangaka - who preys over ukuhlupheka kwabantu.😢

  • @youtupe80
    @youtupe80 Před 15 dny

    noma isimo singasibi kanjani kodwa ukulala nenye indoda wubufebe nje nokungazihloniphi.

  • @nkanyisofuze9631
    @nkanyisofuze9631 Před 20 dny +2

    Akacushwe usisi khona ezogaxela lomphathi odla abafazi babantu aye kwagoqanyawo

  • @zamilemhlongo9589
    @zamilemhlongo9589 Před 18 dny

    Yabona cc ibhlungu le ndaba 😢mina ukuba kuya ngam ngabe awumtsheli umkwenyana kphela u rephothe le manager izoxoshwa,usale wena usebenza mhlampe ke after lokho usungamazisa umkhwenyana but if ungafuni ukuceba i boss hhay yeka dadwethu

  • @user-vx3st6ms9k
    @user-vx3st6ms9k Před 17 dny

    Ngibona ukuthi ayikho into owawungayenza kwakphoqa cc okunokuba nilambe wawuvikela umshado wakho mina ngithi thatha iskhiye sikanembeza uslahlele le kude

  • @noxolonene-uu4ph
    @noxolonene-uu4ph Před 21 dnem +1

    Weeee ayibo ungaqali kuzoshuba sisi ngoba la okhona awunazo izicucu zomsebenzi owenzayo ungakuphelela vele nalowomsebenzi kunzima bandla

  • @lindanidlamini5612
    @lindanidlamini5612 Před 14 hodinami

    Ewu usisi ube ready ukukhuluma iqhiniso ngibona ngo newspaper 🗞️ wengubo 😢😮

  • @user-sf5tw8mm2w
    @user-sf5tw8mm2w Před 21 dnem +7

    Only KZN eyenza lonto khohlakele KZN ngqitha?

    • @user-cv8bt1oc9k
      @user-cv8bt1oc9k Před 20 dny +1

      most yomaspala ladies bangene njalo usizi ngaba bafundileyo bavalelwa amathuba rhaa yandonyanyisa lento yababaqashi

    • @vuyanimaster2212
      @vuyanimaster2212 Před 18 dny

      All provinces are like that!

    • @zamokwakhesithole
      @zamokwakhesithole Před 9 dny

      All provinces are like that it's just you hate Zulus shame on you xhoza ndini

    • @paulisidore6639
      @paulisidore6639 Před 8 dny

      Cha lutho wonke amaprovince iyenzeka lento osathane bezimeneja futhi bengo sopoitiki yibo abenza lenkohlakalo.

  • @lungihdlamini5280
    @lungihdlamini5280 Před dnem

    Cha sisi ubifebe lobo futh ungalinge umtshele wena uhambile emendwen 😮

  • @fikilemmakhumalo136
    @fikilemmakhumalo136 Před 6 dny

    Ngaze ngayizwela indoda yakho uzwakala ungingiza nje cc angazi noma uyawubona yini umonakalo ozodaleka, nkosyami usizi abesifazane abazithola kulo💔💔

  • @phelooliphant5462
    @phelooliphant5462 Před 18 dny

    Akulungiswe lo olala nabafazi babantu..AFE kube right.

  • @AlexMathebz
    @AlexMathebz Před 21 dnem +3

    Uzoluza konke

  • @phelooliphant5462
    @phelooliphant5462 Před 18 dny

    Hay mina ngingambulala lomuntu uyinja nje kuphela...

  • @badimo5416
    @badimo5416 Před 12 dny

    Please we need part 2 with her husband

  • @thobanimahendula1282
    @thobanimahendula1282 Před 20 dny +1

    Yazi yangizwisa ubuhlungu indaba yalo cc ngalesosikhaty bahlezi emakhaya occ bethu nama qualication and ise DURBAN LAPHA izinj lezi

  • @mduduzimathe6372
    @mduduzimathe6372 Před 9 dny

    eish 😮😮phephisa dadewethu ngokwahlela yazi abanye abantu besilisa bakhohlakele laphandle😢😢ng'yebonga ngesibindi onaso...... wezinsizwa asibiyelen'imizi yobabimkhulu kuze lomshophu ungeke wenzek'emzini yobabomkhulu

  • @ndumisosicoto4512
    @ndumisosicoto4512 Před 19 dny +1

    Kunezimfihlo ekuryt zifihlakele ngoba zavela ziyawudiliza umzi

  • @CelumusaMacwele-um3ni
    @CelumusaMacwele-um3ni Před 16 dny

    Webafoweth ngibona ukt ningaqhubeki nalowo sis ngoba iynking emva kok thinta umyeni wakhe guys plz think before U continue guyz plz kuzobab hlungu myb kugcine kuphume is dumbu

  • @zekhayantanzi4482
    @zekhayantanzi4482 Před 20 dny

    Uzophela umshado wakho sisi..ayikho indoda ezovele ivume nje ukuthi iyadlelwa bese futhi ikuxolele khohlwa!

  • @sethembilengidi3495
    @sethembilengidi3495 Před 21 dnem +1

    Umyeni wakho phinde akuthembe
    Mina Ngithi thola indlela le boss izwe ingasakufisi ukulala nawe

  • @LaurahSilence
    @LaurahSilence Před 20 dny +1

    It was not a once off but it's a daily bread every after work the process continues

  • @SphaMagwaza
    @SphaMagwaza Před 19 dny +1

    Ngane zakwethu siyayidinga imali ukuze siphile kodwa asiphileli imali , singavumi izigebengu namaxoki esixhaphaze ngobanakhu ezosigabisela ngemali , .....masingaphilela imali siyolalwa amanye amadoda singamadoda qedelapho esinike imali sithule kubengathi akwenzeke lutho 💔🚮

  • @Sihlenur
    @Sihlenur Před 20 dny

    Kahle kahle usisi usenama fillings ayo'boss... Bengi buka lana usisi ufuna divorce sebe khulumile laba bene boss baya thandana straight manje... Ayikho indoda engavuma ukuthi umfazi wayo uyadliwa espani kuphinde kuhlalwe kahle endlini uthunywe yiboss lona sure case kuzoba khona divorce lana vele lomfazi usefuna yona divorce umkhwenyana eseyinto engalutho usethanda boss lona