Do you Know the difference between uMoya neMimoya? | Mthandazi Mthethwa

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 5. 09. 2024
  • Do you Know the difference between uMoya neMimoya? | Mthandazi Mthethwa
    thanks for Watching | Liking | Commenting | Subscribing
    UNkulunkulu akubusise.

Komentáře • 14

  • @sbusisomahlase1314
    @sbusisomahlase1314 Před 3 lety +1

    Ngyathokoza bomkhulu ngyaythanda I Show yakho ...ngisacela kuphosa nami esivivaneni ngicela kukhuluma nje ngobungoma lento ubunyanga kanye nezthunywa imimoya ..ihlukene lento uma unesphiwo sobungoma kuthiwa unobungoma leyo imimoya emihle mase kuba ukungenwa idlozi mubi loyomoya umuntu ongenwe idlozi uvame ukuthi abe nesgcwagcwa bcz uhamba nethunzi lomuntu osashonayo lo onemimoya nje ozalwe nayo uyabe umuntu ongabi nethunzi kepha igcina ikhala kuye lemimoya mhlambe igcine isimuwisa kumbe naye abe nolaka ngoba isikhulile lo ongeniwe imimoya yobungoma kumbe yedlozi uyeke lo ogcina enukwa ngobuthakathi ngoba iba nethunzi alimbi kubantu ...mase kuba imimoya yokwenziwa bakuvusele abantu asebafa ngemhlabathi yamathuna abanye bagcina sebebathwasela ...yimbi leyomimoya futhi .. ngyathokoza bt imimoya idinga ukuqashelwa bt monemimoya nje yokuphiwa unkulunkulu ubonakala usemncane ngisho eskolen ubizwa ngesbongo ngisho ungaba umfana kumbe intombazane...nokunye nokunye....qaphela idlozi olithwaselayo ngoba idlozi liyigebengu

  • @deencube1762
    @deencube1762 Před 3 lety +2

    Siyabonga 🙏inkosi iliphe amandla lingakhathali ukusipha ulwazi

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Před 3 lety

      Thanks Dee, May God bless you abundantly.

  • @bongasibisi3
    @bongasibisi3 Před 3 lety +1

    Sicela izinombolo zika Baba

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 Před 3 lety +1

    Siyabonga bomkhulu ngolwazi

  • @kefiloekaybee8644
    @kefiloekaybee8644 Před 3 lety +1

    Ngiyabonga kakhulu boMkhulu ngemfundiso yenu.
    Ngicela ukuthi ni jule kule ndaba yomoya, Nanokuthi kufanele wenze njani wena muntu ongazi lutho ubona umuntu /umdeni etc. enomoya useduze kwakhe.
    🙏 🙏

  • @xolaningwenya9674
    @xolaningwenya9674 Před 3 lety +1

    Uyikha phezulu kakhulu mfundisi. It would have been great if uthe ukujula kancane ngalendaba yemimoya. Ukwehlukana kwayo. Characteristics of each. Ubona ngani ukuthi unemimoya. Ubona ngani ukuthi umuphi umoya ukwembethe. Ubina ngani ukuthi manje umiya usuyakwembatha. Iujule kakhulu udaba eniludingidayo kodwa justice was not done to it

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Před 3 lety +1

      Thanks for raising your concern. sizoludingida ngokujulile lolu daba ngokuzayo vey soon. Inkosi ikubusise

  • @nonhlanhlamchunu4773
    @nonhlanhlamchunu4773 Před 3 lety +1

    Ngicela ukubuza kuchazani uku phupha amanzi adungekile uzibona ubhukuda kuwona?

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Před 3 lety +2

      UKUPHUPHA AMANZI ANGCOLILE
      1. Uma ungowesifazane uphupha amanzi angcolile noma izikhukhula; wuphawu olubika ukukhulelwa kwakho noma umuntu osondelene nawe.
      2. Uma uphupha amanzi angcolile; wuphawu okusho ukuthi uzizwa ungahlanzekile ngokomoya futhi udinga ukuhlanzwa kwangaphakathi.
      3. Futhi uma uphupha ubona noma ubhukuda emanzini angcolile; wuphawu olubi olukuxwayisa ngobubi noma imimoya emibi ekuzungezile noma ngokukhathazeka nezinkinga ezikukhungethe.

    • @nonhlanhlamchunu4773
      @nonhlanhlamchunu4773 Před 3 lety

      @@NufliqOnlinengiyabonga kakhulu mfethu. Ngibonga nokusiphendula njenga Bantu abaswele ulwazi. Unkulunkulu akwandisele okuhle empilweni yakho