KWENZAKALANI!!?? FULL EPISODE 23 (PART2) USEXOLISE NGENKOMO U-GWAJO KU-DR2+2

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 13. 09. 2024

Komentáře • 3K

  • @SibongileMthembu-lf2zv
    @SibongileMthembu-lf2zv Před 15 dny +54

    Hawu ngempela khehla' umuntu uyahlonishwa" I like that honest truth AMEN.

  • @user-it3kv6ut2h
    @user-it3kv6ut2h Před 15 dny +247

    Siyabonga ukuzehlisa kwakho Gwajo umuntu uyahlonishwa ngomsebenzi wakhe

    • @SanelisiweGwala-g1x
      @SanelisiweGwala-g1x Před 15 dny +8

      Cha uGwajo ubengenzanga lutho hhawu Kant umuntu uyalifela ubala siyamxolisela singabalandeli baGwajo

    • @phumlasimandla4641
      @phumlasimandla4641 Před 15 dny +2

      Tjooo yhini Thixo angamsizi gwajo

    • @Mlandvom747
      @Mlandvom747 Před 15 dny +3

      Lana bekanganayo choice

  • @KhanyiswaGwengu-bd8dn
    @KhanyiswaGwengu-bd8dn Před 8 dny +7

    Im proud of u gwajo...
    Wangenza ngaqina nam kulomsebenzi ehhi ngb siyaxhaphazeka nkosiyam...yebo khona ubusiza nkosiyam ngibuhlungu futhi kodwa nomsebenzi wethu kulamalanga asisathembi lutho
    Sgadla🙏🙏🙏ngonyama mthwaluyaphatheka usinda othambukhakhayi👏👏👏👏

  • @zanellesun1534
    @zanellesun1534 Před 15 dny +134

    Wahlonipheka Ndabezitha 🙌🙏🙌 siyabonga ukukhapha uGwajo nakuwe Thisha 🎩 TK...

  • @user-kt7fd1vz3f
    @user-kt7fd1vz3f Před 15 dny +31

    Siyabonga Ndabezitha ukuthanda izingane zesizwe sakho. Ukuba inkosi engenampakamo inkosi ethobekile esizweni sayo. Siyabonga kakhulu Ndabezitha 🙏🙏🙏

  • @vusumzimpongoma5433
    @vusumzimpongoma5433 Před 4 dny +8

    The main purpose of this video is to peddle the narrative that 2+2 is a dangerous person and this ACT has successfully achieved that. Without taking anything from the Gobela, kodwa injongo enkulu was to instill fear. Great acting guys👌👌.

  • @bongiwesithole9376
    @bongiwesithole9376 Před 15 dny +94

    Sibonge Dr 2+2 ngokumxolela uGwajo wethu ne team kakwenzakalani,shwele mkhulu thokoza khehle🤝👏🤝

  • @malebomathabi1310
    @malebomathabi1310 Před 15 dny +28

    Let's thanx God Gwajo 😭😭😭😭 umzembezi wakhu u mkhulu may God bless you buti wami aki sa khala bandla from LES 🇱🇸 🇱🇸🙏🙏

  • @user-zi7pv1cw5o
    @user-zi7pv1cw5o Před 14 dny +44

    Gwajo you were doing your job, now seek God he is the light to your life and everything.god is good. He's your personal savior 🙏.

    • @MalibongweNgcobo-o5q
      @MalibongweNgcobo-o5q Před 14 dny +1

      Lols 2 + 2 is God mekuti anazi ishono

    • @haw4695
      @haw4695 Před 11 dny

      Yah this comment will kill a lot of people

    • @MohammedSingh-p8v
      @MohammedSingh-p8v Před 11 dny +1

      Udakiwe wena

    • @bothwellmlotshwa485
      @bothwellmlotshwa485 Před 10 dny

      😂😂😂😂

    • @mthobisi1058
      @mthobisi1058 Před 9 dny +4

      ​@MalibongweNgcobo-o5q Bayaxaka abantu uthi umuntu exakekile kumele azehlise bakutshele ukuthi uGod kwasha kwacima, ukube ubelokhu ethandaza bezofa ekugcineni uzisizile ukuthi aphindele kuyena ujesu wakwaMhlabuyalingana..

  • @user-kt7fd1vz3f
    @user-kt7fd1vz3f Před 15 dny +21

    Kodwa inyanga enhle engazifihli izinto zayo. Omunye ubezofihla. Inyanga ewaziyo umsebenzi wayo buka nje iyasho ukuthi ubengofoleyo. Inyanga engenamfihlo. Wenza kahle mkhulu ukuze sithi uma siza kwakho size sazi. Siyabonga mkhulu.

  • @NokuthulaBiyela-k1l
    @NokuthulaBiyela-k1l Před 15 dny +36

    Sibonge kumkhulu ukuxola sibonge kuNdabezitha akuvamile, uqhubeke kahle nyoni tv singabakho thina❤

    • @fikelephinyoka2030
      @fikelephinyoka2030 Před 15 dny +1

      Wenza kahle Gwajo uxolise, awenzanga kahle, ubomhlonipha umuntu emsebenzini wakhe, uthathe ngelukuluku

  • @queenshort2003
    @queenshort2003 Před 14 dny +66

    If you fast forwarded to hear if he was forgiven like my comment 😂😂😂😂😂😂😂

  • @user-oo6pq2yc4r
    @user-oo6pq2yc4r Před 15 dny +58

    Yooh akaz ngikhal kanj Gwajo mfowethu 🙏🏽 Uyindoda ngempela 🤞🏽 2+2 🙌🏽 Asbonge ukuthy umxolela uGwajo

    • @XabisoNondy
      @XabisoNondy Před 15 dny +1

      Yooo hay akusemnandanga 😭😭😭😭

    • @user-oo6pq2yc4r
      @user-oo6pq2yc4r Před 15 dny

      @@XabisoNondy ngisho nakacan 🤞🏽😭

  • @ntuthukomhlongo4468
    @ntuthukomhlongo4468 Před 15 dny +14

    Uyindoda emadodeni Gwajo,yisibonelo esihle, kodwa Jehovah wami, umsebenzi umsebenzi,yobe MKHULU yobe, MKHULU mina ngisazokuphonela ngiyeza ngizofuna usizo,kade ngizkubona unaye uGwajo,ngathi ngizibheka imali,ngiyeza MKHULU,ngikhalile uzinyenbezi ngoGwajo

  • @muntuwilliams4857
    @muntuwilliams4857 Před 3 dny +1

    I've been waiting for this video, thanks Dr 2+2
    Gwajo yohlukana nokuba lixoki

  • @user-wn8iv7lq8u
    @user-wn8iv7lq8u Před 15 dny +23

    Siyabonga mkhulu 2+2 ngokuxolela uGwajo ngesenzo sakhe sithi shwele ❤❤❤❤❤

  • @bongekilekhanyile1523
    @bongekilekhanyile1523 Před 15 dny +63

    Syabonga Nogwaja ngoba utholile uxolo sikukhonzile Gwajo syabonga ❤❤❤❤ sikufisela impilo ende wena nomndeni wakho🙏

    • @user-iv6sj8xm5b
      @user-iv6sj8xm5b Před 14 dny +1

      Waba wrong uGwajo ngokuthathela izinto phezulu Umkhulu phela uyinyanga

  • @beautykeele2985
    @beautykeele2985 Před 17 hodinami

    Gwajo, forgive is a very much important thing in life,i like you you don't have pride good job boy i consider your actions,,zulu language it's hard for me to write am sotho woman from free state, working at Joburg,KWENZAKALNI no 1

  • @SibongileMthembu-lf2zv
    @SibongileMthembu-lf2zv Před 15 dny +29

    🙏🙏🙏❤Asibonge ngempela Gwajo for apologising,humbling yourself like that.May the Almigjty God be with you,strenghtens you,anoint you empower you & equip you to do yr work with great respect of all people's offices.May He heal you completely and deliver you in Jesus 's name ,Amen .

  • @user-fc7sf1xz2k
    @user-fc7sf1xz2k Před 15 dny +90

    2+2 ungu poison🤌 ngempela namhlanje ngibheme ngakholwa 👏🙌umuntu uyahlonishwa👀

  • @busisiwegazu1421
    @busisiwegazu1421 Před 7 dny +3

    😂😂😂Nansi lendoda iza.. Looool amadoda ahlebayo

  • @nomathembadube7345
    @nomathembadube7345 Před 15 dny +174

    Gwajo ungaphindi usebenze ngabantu abathwele ,bazakubulalisa ushiye umndeni wakho ,usesemncane sikufisela akuxolele u2+2 ,

  • @ZOE_NtombiYaseMancwabeni
    @ZOE_NtombiYaseMancwabeni Před 15 dny +98

    You did it the true Zulu way. Siyakubongela ngobudoda obuvezayo. 2+2 has always been honest about what he does. Hes never made any qualms about it. Clearly that mlisa who came ddnt adhere to instructions. You took an opportunity and made content without informing 2+2 which was iphutha lakho. I salute you mfwethu. Wenze ubudoda this time 🙏🏽. Sengathi zinganda izinkomo zakho

    • @mthobisigoge623
      @mthobisigoge623 Před 15 dny +4

      I think you hit it on the nail, Dr 2+2 akafihli ukuthi wenzani, uwena nje ozithathelayo into mase ungalandeli izinto zakhona......

    • @holisticasmrwithpreem-zm7cp
      @holisticasmrwithpreem-zm7cp Před 15 dny +3

      Phezu kwenyanga eneqiniso shame leyo, ukubeka ngembaba ukuthi uyathakatha yena

    • @thandekaOlga
      @thandekaOlga Před 15 dny +1

      Ufikile umfanikile gwajo 😂😂😂😂

    • @user-qn1gs3nl1q
      @user-qn1gs3nl1q Před 15 dny

      No comments

    • @NanaMakhanya
      @NanaMakhanya Před 15 dny

      I'm​@@mthobisigoge623

  • @PhindiNzimande-oo8bb
    @PhindiNzimande-oo8bb Před 12 dny +9

    Syabonga kumkhulu ngokwamukela uxolo lwakho Gwajo ngyathemba usifundile isfundo sokuthi ungadlali abantu beyokulwisa nezinyanga

  • @user-yt4si9hv9x
    @user-yt4si9hv9x Před 15 dny +58

    Siyabonga mkhulu umusa wakho akaphile umfana naye usitholile isifundo 🙏

  • @YoliswaCekeshe
    @YoliswaCekeshe Před 15 dny +104

    Sibonga Nani zinkosi ezimphelezeleyo big up to you guys we proud of you

  • @PatienceNgema
    @PatienceNgema Před 13 dny +18

    Syabonga kuNdabezitha noMsholozi ngakhapha lensizwa nanokuthi uSgadla ulwamukele uxolo yebo umuntu uyahlonishwa emsebenzini wakhe🤗🤗

  • @BuhleMbathaa
    @BuhleMbathaa Před 15 dny +125

    Hhau yaze yab'hlungu inhliziyo yam ngo Gwajo ubengcono bakithi we love you Gwajo 😢😢

  • @user-gl3sr2do7r
    @user-gl3sr2do7r Před 15 dny +18

    Siyabonga Mkhulu 2+2 ukuthelelana amanzi loGwajo sibonge londabezitha kanye loTK ukuthi bayeke yonke into lisiya siza uGwajo siyabonga

  • @AgrinethNonyanisoBaleni-oj8qx

    Ngaza naphoxrka kodwa ke sengiajula ngokuthi usuzosizakala empilweni yakho Gwajo. Obusihlukaniswa nao. UNkulinkulu akulondoloze nomndeni wakho niphile kahle Gwajo❤❤❤❤

  • @Ngemamndeni
    @Ngemamndeni Před 15 dny +19

    Yey umkhulu uma esethi gwajo ...usemthathisa okwengane yakhe bakithi yazi ...syabonga 2+2 umkhulu wena

  • @joelnawa8533
    @joelnawa8533 Před 15 dny +153

    Sengisaba nokuphawula weeeeeh hhaybo kyoze kuhlasele nami😂😂😂😂😂😂

  • @gracemnguni6828
    @gracemnguni6828 Před 22 hodinami

    Big up to u Gwayo umsebenzi wakho uyawuthanda ilokhu okukufake enginkingeni. Kuhle ukubona uxolo siyabonga

  • @AnelisiweNhelly
    @AnelisiweNhelly Před 15 dny +78

    😭😭😭😭😭😭😭 Gwajo ngaze ngakhala nkocyam unkulunkulu akbusise ngenhlizyo yakho bhut uzolulama syakthanda bhut nomsebenz wakho okuhle🙏kodwa empilwen yakho ❤️

    • @youtupe80
      @youtupe80 Před 14 dny +2

      maye niyakhohliseka nisho ukuthi nizilima ngaleyo ndlela amanga yonke lento kukhushulwa u 2+2 it's nothing but gwajo advertising 2+2.

    • @somnyamaelisha3954
      @somnyamaelisha3954 Před 14 dny

      Ngiyasola nam ngan kusayiwo ushun wekontentu

    • @babalwamakhendlana
      @babalwamakhendlana Před 13 dny

      Lol nadlala moc ngoDr😂😂😂

    • @PhelelaMqokweni
      @PhelelaMqokweni Před 12 dny

      Mna nje andisathembi lutho kulama channel ngoba amanye aziphushele content

    • @jenniferbahlembambo6005
      @jenniferbahlembambo6005 Před 12 dny +1

      Ayi abantu bayayona into kade iwale with good motives. Lamachannel bengeve akhana esasakaza ama true stories but because of competition sekudlalwa ngedata lethu.

  • @syabongamhayise2255
    @syabongamhayise2255 Před 15 dny +55

    Yathobeka iNkosi wow Ndabezitha

  • @user-hq3gu4fi1d
    @user-hq3gu4fi1d Před 9 dny +9

    Siyabonga Sgaqa uku xolela u Gwajo kuhle, kodwa ubezo kwenza njani ngoba I job hi job . Bekuzoba ngathi u Gwajo u thatha ama sides

  • @SibongileMthembu-lf2zv
    @SibongileMthembu-lf2zv Před 15 dny +28

    Siyabonga Gwajo ngokuxolisa uzthobe nasenkosini

  • @thulisiwenkasa7634
    @thulisiwenkasa7634 Před 15 dny +13

    Siyabonga Sotobe ngokumxolela uGwajo lixhoshwa libhekile siyabonga Mkhulu 🙏🙏🙏

  • @nomsagrace7506
    @nomsagrace7506 Před 13 dny +8

    Hawu hle 2+2 unzima siyakucela ungasibulaleli uGwajo. Gwajo uyindoda emadodeni ngkufisela ukululama ubuyele emsebenzini wakho siyanithanda uma nisebenza nobabili ❤❤.Gwajo awuyisixoki lutho umsebenzi wakho. Thina siyanithanda okwangempela.

  • @svasvig7295
    @svasvig7295 Před 15 dny +18

    Gwajo has earned my respect, I did watch that episode and bendisoyika ba izoba neziphumo ezibi kodwa ubesemsebenzini naye, ndikothulela isinqwazi Gwajo uyindoda

    • @24sevenrecords51
      @24sevenrecords51 Před 14 dny +1

      Bawuqala kabi bona lomsebenzi kwakumele befone bebodwa kuqala.

  • @sanelisiweradebe8522
    @sanelisiweradebe8522 Před 15 dny +56

    Ukhulile uGwajo. Ngibongela abazali bakhe, nomkakhe ❤

  • @MichaelSibiya-j3x
    @MichaelSibiya-j3x Před dnem

    Yey Gwajo ubisikunqubuza inqama mfana😅😅, Syabonga Ndaba komkhulu ukumxolela umfana, kdw ukuhasha kamnandi masethi Sgadla😂😂😂

  • @joelnawa8533
    @joelnawa8533 Před 15 dny +31

    Uyasaba nothisha wesizwe ukhuluma ubona ngathi uye osezobona izinyosi😂😂😂😂😂😂 ngyadla nkosyami sgadla angishongo lutho ungezi kim ngyakthanda mina ngoba anginayo inkomo sengavele ngixolise ngozokukipita😂😂😂😂😂😂

  • @ZinhleNdlovu-y6o
    @ZinhleNdlovu-y6o Před 14 dny +8

    UJesu owangakithi cha uyindoda Sgadla nawe Gwajooh ❤❤❤syabonga u zimele iznyanga Sgadla

  • @PortiaNkosi-ve1im
    @PortiaNkosi-ve1im Před 2 dny

    Siyabonga Mkhulu 2+2 ukuthi umuxolele ufana Nkosi yam ayidle ishiyele Mkhulu 🙏🙏🙏

  • @SamuNene-dq4uu
    @SamuNene-dq4uu Před 15 dny +76

    Mina ngizibukela inkosi yayinhle futhi inenhlonipho ithobekile my favorite thisha wesizwe ave ngimlandela Tk no Ndabezitha

  • @ZandileBiyela-s1w
    @ZandileBiyela-s1w Před 15 dny +96

    Koda wayephoqwa umsebenzi nje bakithi u Gwajo

    • @likhayam
      @likhayam Před 15 dny +5

      Likhona ihlobo lokwenza izinto, this was not it. He could have called isgadla njenge sihlobo sakhe bathethe

    • @TeeYGee17
      @TeeYGee17 Před 15 dny +6

      He should have known better that he cant take the client to 2+2. He of all the people know how dangerous that man is bcz he is alwys there. Also he shld hv stayed loyal to 2+2 considering friendship. As much as he was working, there are lines he cant cross.

    • @Charlescharles-m1y
      @Charlescharles-m1y Před 15 dny +9

      Wayephapha uGwajo

    • @LebohangSephelane
      @LebohangSephelane Před 15 dny

      ​@@Charlescharles-m1ykakhulu mft

    • @ZakithiR
      @ZakithiR Před 15 dny +5

      kushukuthi kunentokamenzayona uDr 2+2 isono ngogwajo kodwa kwakuwumsebenzi

  • @charleslekganyane9960
    @charleslekganyane9960 Před 13 dny +15

    "Umuntu uyahlonishwa"...sibonge u2+2 for being kind, sbonge Nkosi to represent umfana wasekhaya,noTeacher to brave. Umuntu uyahlonishwa...big up to Dokotela 2+2 may the grace of the Creator be exceedingly multiplied unto u Sir.

  • @deonzibi8389
    @deonzibi8389 Před 14 dny +6

    I just want to throw some few words of encouragement,it is very humbling to meet and fight,but it's more courageous when a man humbles himself and bows down and apologize.
    Lessons were just been played down n the table and PEACE WAS CONFIRMED,PRAISE THE LORD.

  • @nomcebocebo456
    @nomcebocebo456 Před 15 dny +10

    Siyiningizimu africa syabonga 2+2 ukuxolela ugwajo wethu nkosyami siyamthanda kakhulu asikwazi ukuphila ngaphandle kwakhe nokwenzakalani akabukeki engekho syabonga khehla ukumxolela 😢😢😢😢

  • @thobileGulube
    @thobileGulube Před 6 dny +1

    Thank u gwajo fr bieng humble n polite hope he forgive u ngempela 🙏👏

  • @CristinaGuilherme-po6fs
    @CristinaGuilherme-po6fs Před 15 dny +17

    Ngizwelana nawe gwajo, sisakuthanda, sibonga no dokotela ngokukxolela, i watch from Mozambique 🇲🇿

  • @PhilaniMthembu-h1j
    @PhilaniMthembu-h1j Před 15 dny +16

    😂😂😂SGADLA SENYAMA ESAFELA EMAZWENI BENGIMAZI LOMKHULU UKUTHI UYINGOZ WASHO UKUTHI UFUNUKUBONANI NGOBA UYANGAZI NGIYINGOZI😂😂😂

  • @businkala2554
    @businkala2554 Před 8 dny +1

    ASE Grand Rising ASE Grand Rising Africa Spiritually is Real and Thank you Sir Gajo....an example of owning up..... Ubuntu should be modelled in every way possible... Ase Grand Rising

  • @PortiaMbhele-mc4ct
    @PortiaMbhele-mc4ct Před 15 dny +143

    Ubencono Gwajo sisakuthanda sabalandeli bakho❤❤❤❤

    • @Masky1991
      @Masky1991 Před 15 dny +10

      Mft angsakhali kanje😢aybo waze waxolisa nkosyam angkaze ngizwe umuntu exolisa kanje😢mhmm

    • @user-kx1xo2hk1j
      @user-kx1xo2hk1j Před 15 dny +2

      Phephisa Gwajo mfethu heyi umlungisi uzithela isisinga Cha abuthakathi bukhona sure sengathi angakuxolela😭😭

    • @TFNTSHANGASE
      @TFNTSHANGASE Před 15 dny +1

      Siyabonga ukuth ulutjolile uxolo Gwajo. Kodw naye lona owawumphelezela akenz ubuntu naye akuhlangabeze ungene nkingen ngenxa yakhe suze wKhiph itshe lemali uthenga inkomo. Ngyayesab lenyanga😮

    • @bongiqunbane3377
      @bongiqunbane3377 Před 15 dny

      Ngaze ngakgala bo Gwajo phephisa mfethu ...siyakuthanda thina balandeli bakho

    • @sthembilekhanyile3096
      @sthembilekhanyile3096 Před 15 dny

      Hawu bakith phephisa Nogwaja, kodwa njalo owawuzomsiza bekumele abe nobuntu kuwe akulekelele

  • @JZKhoza
    @JZKhoza Před 15 dny +12

    Cha wasebenza yena uGwajo ngisamncoma ngokuthi asbonise ngobungozi bokuthwala ukuthi noma ngabe usthathekubani isthwalo.yebo kwamkwatisa u Dr 2+2 ukumfikela namacamera ekbeni bazana futhi besondelene.Syabonga Dr 2+2 ukumxolela lokho kusikhombisa lukhulu ngawe siyisizwe sakwaZulu🙏. Yobe syaxolisa syisizwe.Sbonge nasebukhosini bakwaZulu

  • @thabomoroka8267
    @thabomoroka8267 Před 13 dny +5

    Siyabonga Mhlwehlwe ukuthi uzithobile, Ncwane ngeynkomo zakithi eMaHhenyeni, Hhamashe wenzekahle.

  • @marshallm96...
    @marshallm96... Před 15 dny +7

    Ohh madoda shwele sigadla senyama👑🙏🏽 uyalibona iphutha lakhe umfana. Ubusubalwa kwelabafileyo Gwajo🙏🏽😂😂

  • @BongiweNdlovu-ze4yp
    @BongiweNdlovu-ze4yp Před 15 dny +8

    Hawu ngoGwajo siyabonga indĺela azehlise ngayo nokuthi umxolele nyanga enkulu ❤❤❤❤❤

  • @sphamandlangcobo3099
    @sphamandlangcobo3099 Před 14 dny +7

    Ay Syabonga ukuzehlisa kwakho Gwajoo nak'wena nyangenkulu Sgadlaa sbonga asphezii
    Cha wengane zakwe2 beng'cel Onazo iznmbr noma imniningwane ka Mkhulu angiphe bafwe2 khona langfisa angsizekhona ngyethembe ngzosizakala🤝🙏

  • @TeeYGee17
    @TeeYGee17 Před 15 dny +308

    I think Gwajo got visited by by mathafathafa and got thafazad him and his wife

  • @ravitalb1443
    @ravitalb1443 Před 15 dny +56

    As much as I like this this channel I now believe that this is been stage Kwajo is promoting 2+2 to prove to the world how powerful he is 😂😂

  • @TheALPHAMALE5028
    @TheALPHAMALE5028 Před 12 dny +25

    NICE ACTING GENTS. YOU ARE VERY TALENTED. CONGRATULATIONS 🎊 😅

    • @NobzacomcoNobza
      @NobzacomcoNobza Před 9 dny

      LAST TIME UGWAJO WAMOSHA WAVULISA UMFANA ISGUBHU ESINEMBOBO.
      NOW SEBEZO QHAMISA ENGATHI U2 PLUS 2 UYATHAKATHA😂😂😂😂😂😂😂😂😂

    • @NobzacomcoNobza
      @NobzacomcoNobza Před 9 dny +5

      MANJE AMAMICS LABA ABANGAPHAKATHI BAWATHATHEPHI

    • @michaellungile4662
      @michaellungile4662 Před 8 dny

      Yayibona yona acting enje

    • @user-ss5nt6if9r
      @user-ss5nt6if9r Před 3 dny

      ​@@NobzacomcoNobza
      Ikhona Le Nkulu Eyenza Kuthii kuzwakale Kahle isuke Ihambisana neCamera

    • @misiyiwacodrethmaswanganyi7009
      @misiyiwacodrethmaswanganyi7009 Před 2 dny

      😂😂😂😂😂😂😂

  • @Smangele-ms5fo
    @Smangele-ms5fo Před 15 dny +25

    Inkosi,uGwajo,uThisha weSizwe nonke niBahle❤

    • @user-cb7bn3pv2o
      @user-cb7bn3pv2o Před 15 dny +1

      😂😂😂kodwa Smangele kubucayi kangaka wena uzibonela ubuhle bona bagezile 😂

    • @xolanikhupe6099
      @xolanikhupe6099 Před 15 dny

      ​@@user-cb7bn3pv2o😂😂😂

  • @LumkaSambane
    @LumkaSambane Před 15 dny +15

    Ngaze ngaphatheka kabi ngoGwajo ngiyamsaba umkhulu yho but ke sibonga ukuthi baxolelene❤

  • @PrincePhungashe
    @PrincePhungashe Před 8 hodinami

    Siyabonga butho lakithi ukwehla kwakho bayade besilo... Dokotela sibonga ukumupha isifundo esingabulali.. esizomvivinya nje ukuze ahloniphe..

  • @YoliswaCekeshe
    @YoliswaCekeshe Před 15 dny +74

    With god Gwajo everything is gonna be fine 👏👏👏

  • @MartaMatolaMatola
    @MartaMatolaMatola Před 14 dny +7

    Siyakumbongela gwajoo. Inyanga Ziathakata . From Mozambique

  • @fanidlamini8925
    @fanidlamini8925 Před dnem

    uMkhulu usagcizelela namanje, ukth umuntu uyahlonishwa.. and that's my Motto in my life.. 👌🏾👌🏾

  • @bekithembasibanda6792
    @bekithembasibanda6792 Před 15 dny +17

    Viva bholojo ngamtshela yeka ukuphapha Gwajo

    • @michaelzama2762
      @michaelzama2762 Před 12 dny +1

      Ya Nam ngabona ukuqina nokupaqa kukwajo kaz bamthenga ngamalini.

    • @Mbuyisa
      @Mbuyisa Před 10 dny +2

      Nami ngayibona lento ngaze ngafakaza ngath uyilenhlobo engakuxoshisa nasemsebenzin akumpimpi ubeke kakhul umsebenz akhohlwe impilo yakhe

  • @victoriamilasi1948
    @victoriamilasi1948 Před 15 dny +5

    Ngifisa ngatsi nalabanye bangafundza shame siyabonga mkhulu 2+2 🙏🙏🙏umusa wakho khehla ❤❤❤❤❤

  • @CsgSanitech
    @CsgSanitech Před 5 dny +1

    😂😂jesu wakwamhlabuyalinga ja ngyakuvuma mkhulu thokoza syabonga ngoxolo ❤❤❤❤

  • @sbonelokhumalo-d8c
    @sbonelokhumalo-d8c Před 14 dny +9

    Siyabonga Ndaba omkhulu ukuthi uMxolele uGwajo

  • @user-hp5es5nm9y
    @user-hp5es5nm9y Před 15 dny +16

    TK ungayifaki eclassini lendaba uzolimala 😂

  • @delisile-vk9gf
    @delisile-vk9gf Před 4 dny +1

    Wenze kahle impela weGwajooo wazoxolisa mina besengikuzonda shame 🎉angingene ezezinyanga but nje Gwajoo

  • @nonhlanhlamkhwanazi7632
    @nonhlanhlamkhwanazi7632 Před 15 dny +7

    Ngegama lika Jesu Krestu wase Nazareth phila Gwajo Nkulunkulu akuphe omunye umsebenzi I ushiye lona

  • @PhillipMadonsela-c9v
    @PhillipMadonsela-c9v Před 15 dny +22

    Ngaze ngabuhlungu ke manjeee😭😭😭💔💔uberyt Gwajo yinina

  • @phumzilemgobhozi2545
    @phumzilemgobhozi2545 Před 6 dny +1

    Ngiyacabanga ukuth sonke sisifundile isifundo "Umuntu uyahlonishwa impilo ka gwajo ibisencupheni. Siyabonga mkhulu ukwamukela uxolo lwakho Gwajo. Uzolulama uzophila. Siyabonga hlangana Zulu👏

  • @VusumuziShabalala
    @VusumuziShabalala Před 15 dny +10

    Haaaa ngyayhlonipha lenyanga 🤝 ubengcono Gwajo ndoda job i job bafo and ukhombisa ubudoda ngokuzehlisa khombisa ukuth ubungalwi buwenza umsebenz wakho 👌👏👏

    • @Sjadu71
      @Sjadu71 Před 15 dny +2

      Hey ndoda nam nje nditi mandiyibheka njengamanje ayiko kwalaphaya lendoda ijulile yibuke nje cha ndiyayivuma yona umti wayo ngempela wombiwa egcakeni wow mthakati wasemhlabeni sgadla senyama safelemazweni

    • @user-np6qo4nd3p
      @user-np6qo4nd3p Před 15 dny +4

      Kuthi nginga kuthola for laba abasihluphayo abasithakatha singa bayenzanga lutho bazokwazi ukumhlonipha omunye umuntu ngiyaku hlonipa dokotela

    • @MlungisiBiyela-u5d
      @MlungisiBiyela-u5d Před 15 dny

      😂😂😂😂

    • @user-jz2tu5pv2i
      @user-jz2tu5pv2i Před 15 dny

      Kntii ubesenani ugwajo

  • @lihlemakamu5660
    @lihlemakamu5660 Před 15 dny +41

    Ukuhlakanipha lokhu Gwajo ,sbonge kuNdabezitha ukuba umholi ,kuthiwa, umelusi omuhle udela ukuphila kwakho ngenxa yemvu yakhe eyodwa

    • @nathisa_Gee
      @nathisa_Gee Před 15 dny

      Ulimi lwakho luhle luqoqekile.
      Ngiyakuvuma.
      Uqotho. Uvuthiwe.

    • @lihlemakamu5660
      @lihlemakamu5660 Před 15 dny +1

      @@nathisa_Gee ngyabonga mina

  • @user-er2wn7kb1c
    @user-er2wn7kb1c Před 5 dny

    Siyambongela mkhulu ngokumxolela ugwajo uqhubeke uhlonipheke nabakuthatha kancane dokotela bayakukholwa manje Siyabonga mkhulu hlisa laka🙏

  • @user-os5cw9sj7j
    @user-os5cw9sj7j Před 15 dny +6

    Inkosi u bae ehamba no Gwajo ❤❤❤ nothisa we Country,,,, Gwajo uyindoda

  • @user-yr2mo6jm5f
    @user-yr2mo6jm5f Před 15 dny +5

    Oh Nkosi yam siyabonga mkhulu
    Enkosi Gwajo ngokuzithoba❤

  • @thobelenintombifuthi8560

    Mkhulu siyabonga uxolo lwakho mkhulu omuhle❤❤❤❤❤❤❤❤

  • @user-mg4hn7ep8n
    @user-mg4hn7ep8n Před 15 dny +17

    Ngaze ngakhubeka Gwajo ngendlela enginithanda ngayo sikubeka kuJehova umnini mandla wonke umdali wezihlahla nakho konke sikhuleka kuMvelinqangi nemvelo iyamlalela, this really touched me so deep😢

  • @knowledgengema9137
    @knowledgengema9137 Před 15 dny +3

    Windoda Gwajo 🤝...wakhombisa ubuqhawe usebenza ekuqalen namanje ndodenkul ukhombisa ubuqhawe usubuya futh uzoxolisa 🤝🤝

  • @FikileGwamanda
    @FikileGwamanda Před 4 dny

    S'yabonga Gwajo usebenze omkhulu umsebenz'

  • @user-sn7ph5kh3s
    @user-sn7ph5kh3s Před 15 dny +21

    Ngaze ngafisa ukuphawulo kodwa ngyesaba😢

  • @Nkosanankosi-fm7wv
    @Nkosanankosi-fm7wv Před 15 dny +5

    Ewuu mkhulu 2+2 mina vele ngingumlandeli wakho nedi ngiphocwa imali ngabe dala ngizile kuwe siyathandaza kuthandaza kodwa kumnyama bantu bayivalile impilo yethu kodwa ngyeza mkhulu kuwe ozongiphilisa uyasabeka 2+2❤❤❤

  • @SbongisiphoMngomezulu-fd7oz

    Wayibeka kahle inkulumo yakhe inkosi🙏🙏🙏Ndabezitha🙏🙏🙏

  • @NomsaHlehle
    @NomsaHlehle Před 15 dny +36

    Hhay ngiyamvuma ugobela neladi lakhe lifihlakele kukhomba kuth unamandla ngempela syabonga ngyangenkulu ukumxolela syabonga kakhulu

  • @nzululwazimtolo1269
    @nzululwazimtolo1269 Před 15 dny +10

    Bengihlala ngizwa ngomhlaba uyalingana ngithi bazisikela enqatheni, ay namhlanje ngibheme ngakholwa.

  • @StheyNyanda
    @StheyNyanda Před 15 dny +2

    Ey syabonga ndabezitha Cha Gwajoh ngibebuhlungu ngilale loludaba sbonge kuzehlisa Gwajoh wazehlisa kwabona izwe .bengixakekole kuba y Dlamimi ebe yedwa kanje❤

  • @ThabileMasishi
    @ThabileMasishi Před 9 dny +3

    Dokotela sicela umzwise noThisha weSizwe akakuhloniphi ezani izibuko ezoXolisa😂😂😂😂😂🏃‍♂️🏃‍♂️🏃‍♂️🏃‍♂️🏃‍♂️🏃‍♂️

  • @user-ew4xs6kw5g
    @user-ew4xs6kw5g Před 15 dny +9

    Ay iyagqilaza strong lenyanga ayidlali .... abantu bazofunda ukuhlonipha izinyanga.... ube ryt Gwajo

  • @SimNene
    @SimNene Před 11 dny +1

    syabonga mkhulu uqhubeke njalo. ukuba nobuntu baba! ngoba vele umuntu umuntu nganantu, Abantu yebo bangabakho baba syabonga nakundabezitha👑🙏Mshozi Ume njalo baba sbonga aswvali umlomo 💯🤍💛🧡❤️🙏🙏🙏✌️

  • @portiamaseko4228
    @portiamaseko4228 Před 14 dny +4

    Never ever assist laba thwele cz abakubizanga mabayothwaka

  • @Lil_Bae2Smart
    @Lil_Bae2Smart Před 14 dny +3

    Mhm 😢 kshuth iqiniso selogcina ukukhulunywa uKing Bhaka ngoba uth yena akasabi muntu. Ai lafa elihle kakhulu 😢👏

  • @siyandaluvalo5267
    @siyandaluvalo5267 Před 11 hodinami

    Siyabonga mkhulu mthethelele uGwajo

  • @luthomacingwane6044
    @luthomacingwane6044 Před 12 dny +3

    Great content on this sketch 😂. Dr 2+2