Ukwehlelwa umoya

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 17. 09. 2020
  • Indlondlo ichaza ukwehlelwa umoya uma kade uthandaza.

Komentáře • 12

  • @zakhelesithole7448
    @zakhelesithole7448 Před 7 měsíci

    Sibonge my brother. Ngathi kukhona indawana edinga ukwahlukaniswa phakathi kokwamukela(baptism) uMoya oNgcwele nokugcwaliswa ngoMoya ongcwele

  • @ManJay3220
    @ManJay3220 Před rokem

    Ndlondlo!!

  • @nokwandakweyiya4120
    @nokwandakweyiya4120 Před 3 lety +1

    Ndicela ubuza uma ubona abantu kwindawo thandazakuyo uphinde ulandelwe yiphukane apho uhamba khona noba ulele

    • @sandileblessing2909
      @sandileblessing2909  Před 3 lety

      Uma uthandaza ngokuphelele, futhi ulalela emthandazweni, soze wahlulwa umuntu. Kodwa ake ushintshe indawo othadaza kuyo

  • @PreciousMkhwanazi-fg1fc

    Ngiyabingelela,ngithanda ukubonga lemfundiso ngomoya oyindalo emuntwini,hayi umoya wokufakelwa.Ngizothanda ukubuza ukuthi uvulwa kanjani umoya ovalwe umuntu ngokwephupho na? Angazi noma ngiwubeke kahle umbuzo wami.

    • @sandileblessing2909
      @sandileblessing2909  Před 7 dny

      Awuchazanga ngokwanele ukuthi nhloboni yomoya ovalwe ngephupho. Futhi kungafanele wenabe ukuthi uvalwa kanjani ngephupho. Uma usho uMoya oyiNgcwele, ngeke uvalwe ngephupho, akwenzeki. Awukho umoya okhona ongale kukaMoya oyiNgcwele, ngakho ungevalwe ngokobuthakathi. Uma ukhuluma ngesithunywa, asivalwa ngephupho, kodwa baye bathole into enensila yakho ukuze basivale okanye basithwebule. Ukuvula okuvaliwe kudinga uzimisele uhambe impophoma ukhuleke ujule impela.

  • @tholwethu2074
    @tholwethu2074 Před 3 lety

    Kungani abelaphi bendabuko sebegxeka inkolo kangaka kuSocial media?

    • @sandileblessing2909
      @sandileblessing2909  Před 3 lety

      Angeke ulwazi lwami lwafinyelela empendulweni yalombuzo, banezizathu zabo

    • @tholwethu2074
      @tholwethu2074 Před 3 lety

      @@sandileblessing2909 I guess that's fair. I can't expect you to know the thinking behind people's opinions.
      Ngisanda ukuthola ukuthi nginesithunywa, kuyangidida kakhulu lokhu njengomuntu okhule enkonzweni le eyaye kuthiwe eyabasindisiwe. Ngagula kakhulu, ngahanjelwa nayinqondo, ne depression yona yabakhona. Konke loku was confusing and is still confusing. Ungayenza mhlampe I topic about spiritual awakening and mental health.
      Ngiyabonga ngama video akho, they are educational. Ngiyabonga ngokuthi uyakugqugquzela ukukhuleka.

    • @sandileblessing2909
      @sandileblessing2909  Před 3 lety +1

      Ngizoke ngibone ukuthi ngingayeza yini ivideo. Kodwa ngizoqala ngokuchaza ngensindiso

    • @maxhosenimaxhoseni5055
      @maxhosenimaxhoseni5055 Před rokem

      Benziwa kuku ngaziqondi izinto zika thixo...or unkulunkulu

    • @Sacinematreasure03
      @Sacinematreasure03 Před 3 měsíci

      What does ukwehlelwa umoya