Velikost videa: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Zobrazit ovladače přehrávání
Automatické přehrávání
Přehrát
Ijulile lenqwele!👏🏾👏🏾👏🏾
Amen mfethu, washaya
Amen brother and amen kuyevakala ukubeka ngaloku xaxali
Eyiii ngibonga ukuhlangama nale vidoe,wangicacisela kwakhanya
WOW!!!! I'm speechless... Thank you very much
Thank you for the explanation!!
Thanks a lot God bless you
Syabonga uyichaze kahle
Ndlondlo asibonge ngokusihlephulela ulwazi
Syabonga kakhulu siyaku thanda
Ngiyabonga kakhulu for the enlightenment ♡
Very informative siyabonga
Thokoza Mkhulu,ngicela ukubuza ukuthi uma ngiyokhuleka entabeni uma ngihambe nesibani ngibuya naso ngenzenjani uma sengibuya
Kuba kuwena. Kodwa uma usishiya uyobe usishiyela bani?
Siyabonga
Powerful
Well said, enkonzweni yam bakhona abahumusa izilimi bazihlukanise
Ay uyachaza baba🙏🙏🙏🙌 akwande
Siyabonga ❤
Well explained indeed
Uyiphiwe lento Bawo ngeyakho ikuwe your videos are very informative 🤍👏
izithunywa izidalwa ezingakaze zaphila la emhlabeni ezihlambulukile, ezethunywe unkulunkulu ukuba zizosiza abantu emhlabeni. ngoba lesi sidalwa kasinawo umzimba siwumoya ongcwele ohlambulukile, unkulunkulu bese eletha abantwana abazalwa bembethe or bembethwe ilemimoya. bese nazo ke ziyahlukana kaningi ke, umntwana onedlozi esakhe sidinga igobongo ukuze siqhume bese kuthi onesithunywa kuphela siziqhumela sona ngomkhuleko akathwasi akadli mpande lona. othi ngime ngoze ngijule kakhulu
Jula jula Zulu sifunu lwazi
Well explained. 👌
Wow! Thank you!!
Amen for enlightenment. Cela usize la. Uma kthiwa unesthunywa kepha akmele uyothwasa or phakamisa kthiwa ubuyele esontweni kuzovuka khona and kumele uhambe ubuye ube umsunguli we bandla so lapho kuhamba njani kusuke kuwumoya we Sthunywa noma umoya oyincwele?
Isithunywa sikhushulwa ukukhuleka usondelane namanzi, uMoya ongcwele awukhushulwa, kodwa wena uyakhula kuMoya. Okwesibili uma unesithunywa usuke unesithunya, lokho kusuke kungeyiwo uMoya ongcwele. Ake ufunde iBhayibheli kuJohane 16:5 kuya ku 15. Uzibuze ukuthi uJesu ingabe ukhuluma ngesithunywa yini. Uma uhamba ngesithunywa uzobe uhamba ngesithunywa. Kufanele wazi ukuthi isithunywa siwumoya okade wawukhona, futhi bakhona abaholi bezenkolo abangenaso isithunywa.
Manjer kugarantiwe ukuthi uma wamukela uoya oyingcwele kmele ufike nesphiwo
Ey bhuti uyaychaza lento, ngyabonga kakhulu
Thokoza mkhulu
Manje Bhut, wena usindisiwe yini? Kungani uzibize ngendlondlo eshaya imfengwana?
Bheka ivideo la ngichaza khona ngokusindiswa, uzophenduleka. Nanokuthi kungani ngizibiza ngendlondlo bheka amanye ama video, izimpendulo uzozithola lapho
Kkkk
Ngiyakuzwa but Uma uthi Isithunywa sisebenza ngezinto ezi tangable so if uJesu ethatha umhlabathi ehlanganisa namathe then ahlanganise Mase eninda impumputhe ,so uJesus waye operator ngamuphi umoya ?
Eminye imimoya iyasebenza ngezinto ezi tangible. Kodwa isithunywa yisona esisebenza kakhulu ngezinto ezitangible ukwedlula uMoya ongcwele. UJesu kokunye ukwenza kwakhe ungakufanisa nokomuntu owanezithunywa zentaba, kodwa uma uhlola imibhalo iveza ukuthi uJesu wayesemandleni kaMoya ongcwele.
Hayi mkhulu uyiphiwe & uyayazi lenlo ngiyakvuma khehla