Power of Yellow and White candles

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 17. 07. 2022
  • Lawa amakhandlela obuza kuwo imibuzo ukuze ithongo lizokukhanyisela bese ulungisa lapho kumele ulungise khona

Komentáře • 173

  • @sibusisosehlabela1419
    @sibusisosehlabela1419 Před rokem +6

    Esikhathini esiningi ngisebenzisa uYellow and Blue umehluko ubakhona kepha ngesinye isikhathi umehluko ubakhona emva kwesikhathi eside.Namuhla sengifundile kuthi Yellow and White unamandla ukhanyisa lapho kumnyama khona ulungise lapho kumele kuthi ulungise khona kuze impilo Iye phambili. Sibonga ulwazi Mkhulu.👏

  • @thandabantuluzuko1373
    @thandabantuluzuko1373 Před 2 lety +5

    Ngike ngaphahla ngoYellow , White and Blue but my surprise was uwhite uphele kuqala wona zasala lezi eziwutwo. Kodwa impendulo ngayithola within few days after ukuphahla , sekumele ke ngiphinde sengicela isollution ke manje…I couldn’t believe it uma sengithonga after that ukuphahla , it was all a clear message

  • @nondumisohlongwane4361
    @nondumisohlongwane4361 Před rokem +5

    Kwakumele ubewuthisha unesiphiwo sokuchaza ngigculisekile ngafunda okukhulu, Siyabonga kakhulu uJehovah akubusise.

  • @christianosobzatwala7093
    @christianosobzatwala7093 Před 2 lety +9

    Mpunga wenzanjani manje wagadla induku singaZiphethe kodwa madoda. awungiphe nami khona ngizogadla kowethu nami lengoma inamandla. Sibonga Amandla ethongo lakho nobuhlakani elinabo ngawe. Ngoba asiyilutho ngaphandle kolwaz oluqukethe 👌👍✊

  • @nonhlanhlamdlalose2099
    @nonhlanhlamdlalose2099 Před rokem +6

    👌🏾👌🏾👌🏾 🙏🏾🙏🏾🙏🏾 Siyabonga Mlekeleli. Uchaze kahle kakhulu,kuzwakele.

  • @NonsikeleloaliceTshazi

    Amen mkhulu Mina ngiphuphe ngiphethe ikhandlela elimhlophe

  • @ayandashabangu1036
    @ayandashabangu1036 Před rokem +2

    Ayi ngabe sidlala ngawe Uma sithi asizwanga 🙌 siphakamisa izandla njengoGcabashe siyabonga kakhulu ngalomubukiso ofundisayo

  • @siya1175
    @siya1175 Před rokem +3

    Siyabonga this was quick and straight to the point and exactly what I need right now siyabonga . 🙏

  • @smisovumainihlongwane3538

    Siyabonga mpunga sibonga kakhulu ngolwazi osinike Lona akukho ngathi angikuzwanga ngikuzwe konke ungisize kakhulu 🙏🙏🙏🙏🙏

  • @shadrackchika2335
    @shadrackchika2335 Před 2 lety +16

    Thank you Punga for this information it is very niformative

  • @thandimthemba4214
    @thandimthemba4214 Před 3 měsíci +1

    Siyabonga mkhulu if uzicisha ucisha ngomunye noma uyaziphephetha yn

  • @malefumphasane9929
    @malefumphasane9929 Před rokem +2

    Thank you Mpunga this information is very informative

  • @ggatshenitrendsss1943
    @ggatshenitrendsss1943 Před rokem +2

    Siyabonga Mpunga yesintu ngolwazi olujulile osinika lona, kodwa nginombuzo ngezibane ma uqeda kuphahla ziyacinywa noma cha

  • @victoriamnumzana7983
    @victoriamnumzana7983 Před rokem

    Thank u mkhulu I'm so grateful for the information so informative ngiyabonga kakhulu

  • @MariaHlongoane-yx7xu
    @MariaHlongoane-yx7xu Před rokem +1

    Thanks for the info god bless you

  • @thembelihlemnyandu2549
    @thembelihlemnyandu2549 Před rokem +1

    Siyabonga mina ngibuza ukuthi masewuqedile ukukhuluma uyazicima yini

  • @nomsadeboranomsa8884
    @nomsadeboranomsa8884 Před rokem +3

    Khulu yini engingayisebenzisa ukuvula amaphupho ami ngivuka ngiwakhohliwe

  • @nomthidlamini8126
    @nomthidlamini8126 Před 2 lety +4

    Minake ngiyazidayisela kodwa kunomngani ohlala ethenga ngemali edabukile angazi uqondeni,ngizoke ngiphahle ngibuze kwabadala ngeke phela lapho uhleka aqede nami,ngaphinde nganephupho ngidutshulwa ngishayela imoto yami kodwa ngacasha zangangena izinhlamvu nemoto yangadubuleka

  • @lebogangmolaolwa8817
    @lebogangmolaolwa8817 Před rokem +3

    Iyooo 🙊 baba you are so important to us, Siya Bonga ka khulu

  • @lungelomncwango8025
    @lungelomncwango8025 Před rokem +2

    Sbonge Mpunga yesintu ngolwazi osidlulisela lona, bengicela ukubuza lana odabeni ongasadlulanga kulo ukuthi lamakhandlela siwakhanyisa ngalesoskhathi siphahla sibuye siwacishe noma siwayeke akhanye aze aphele...ngyabonga

  • @zodwandlovu4505
    @zodwandlovu4505 Před rokem +1

    Thanks with information makwande

  • @rain-lindamakhanya1866

    Siyabonga Mpunga ngo lwazi. Ngiyacela ukuthi uphinde ubuyele endabeni yoku geza abantu abadala e process yakhona.🙏

  • @patriciaqanda2285
    @patriciaqanda2285 Před rokem +1

    Baba mins ngiboshiwe izinto Sami azivuleki ngenze Miami baba ngiyaphahla kuyafana sizani baba amen

  • @phindz113
    @phindz113 Před 2 lety +4

    Siyakuzwa Mhlonishwa....Siyabonga.

  • @futhikhumalo6909
    @futhikhumalo6909 Před 2 lety +2

    Thokoza ngonyama. Thank you so much

  • @nkosidlamini
    @nkosidlamini Před 2 lety +5

    Sabona kwaba landeli. Bakwethu nginobona ama views eshaya ko500 kodwa ama likes👍 abe10, bafethu lokho akusizi thina bantu ngoba ulwazi lizocinala thina phela kati mele sabalale kuze sifinyelele kwabangekho lana, asithimasi vula video like👍 ungakabuki ngoba siyakhohlwa mese sibukile

  • @mpumikubheka1959
    @mpumikubheka1959 Před rokem

    Syabonga Mpunga yesintu ngolwazi osipha lona ngikuzwe kahle kakhulu ngikuzwe ukhuluma ngokuthi kumele uthole into yokugeza uma uvuka ukhohlwe amaphupho akho ngicela ukubuza ukuthi kungaba yini into yokugeza and uma usuqedile ukuphahla uyawacima yini amakhandlela noma kmele avuthe aze aphele okunye kuyakhonakala yini ukuphahlela lapha oqashe khona. Ngyabonga

  • @lovenessngwenya3229
    @lovenessngwenya3229 Před rokem +6

    Ngifunde okuningi kule video, thank you so much Big Brother, wenza umsebenzi omuhle.

  • @siyabongablessing8871
    @siyabongablessing8871 Před rokem +1

    Ngbonge mpunga yesuntu💜🙏

  • @mabonamakhanya
    @mabonamakhanya Před rokem

    I just want to say keep it up may God give you more power

  • @portiaroye4410
    @portiaroye4410 Před 2 lety +4

    Awww Siyabonga Mpunga

  • @jabulisilenxumalo4547
    @jabulisilenxumalo4547 Před 2 lety

    Siyabonga kakhulu Mpunga yesintu luwusizo ulwazi esilutholayo iNkosi isigcinele wena

  • @sbusisokhwela1965
    @sbusisokhwela1965 Před rokem +2

    Syabonga ngesineke onaso ngokusipha lonke lolulwazi osinika lona mahala haa,, okuhle kodwa kuwe mnewethu 🙏🙏🙏

  • @patriciaqanda2285
    @patriciaqanda2285 Před rokem

    Siyabonga baba ukusivula amehlo okunye asikwazi baba asibonge

  • @nkululekocele2085
    @nkululekocele2085 Před rokem

    Ay yabona uBass 🎸 emculweni wesintu uhamba wodwa. 🙌

  • @Nhlanhlok
    @Nhlanhlok Před rokem +2

    Ave usisiza mpunga yesintu siyabonga

  • @khanyisaniphungula1653
    @khanyisaniphungula1653 Před 2 lety +1

    Siyabonga kakhulu sivuleka inkungu, manje ngicela uke ucacise ukuthi uma ngiphahla ngala makhandlela okhulume ngawo ngabe wona ngiyawacisha mangiqeda ngiwasebenzise insuku eziningi noma ngiwayeka azicishele na, ngifisa ukucaciseleka lapho phambi kokuthi ngiwasebenzise

    • @thandabantuluzuko1373
      @thandabantuluzuko1373 Před 2 lety +5

      Molo Khanyisani. Kuya ngokuthi uzophahla isikhathi esingakanani , if kuzoba izinsuku ezingaphezulu kolulodwa uyawacima amakhandlela akho , ude uwakhanyisa ngesikhathi uzophahla. Ungawacimi same time uqeda kuphahla , wayeke for few minutes then wacishe. Normally u3 days wanele but ulandelane then on the last day wayeke nje akhanye aze aphele…

  • @gospelallthewaymlilo5783
    @gospelallthewaymlilo5783 Před 2 lety +4

    Siyabonga Mpunga

  • @thembekashange4352
    @thembekashange4352 Před rokem +3

    Siyabonga kakhulu

  • @lindomike3190
    @lindomike3190 Před rokem +2

    Mnumzane ngicela kubuza ukuthi usebenzisa ziphi izibani uma uphahlela ubuhlelwano.... bomuntu ohlekisana nayo mhlape ufuna aguquke ezindlelen zakhe Zobumnyama ngyabonga

  • @siphomkhonza6453
    @siphomkhonza6453 Před rokem

    Siyabonga baba ngolwazi lwakho siyaphumelela

  • @Flouw_The_Musician
    @Flouw_The_Musician Před rokem +3

    Ngithanda ingoma ongenise ngawo Mpunga

  • @makhumalokhumalo9407
    @makhumalokhumalo9407 Před 2 lety

    Siyabonga...kakhulu

  • @tholakelendlovu2989
    @tholakelendlovu2989 Před 2 lety

    👏👏👏👏👏siyathoba emakhehleni

  • @qinisilenkabinde7475
    @qinisilenkabinde7475 Před 2 lety +3

    Mina ngiyabonga ukuthi ubhalile nezincwadi ngeSintu sethu lokhu kuyifa elihle kakhulu

  • @vusiphiri4456
    @vusiphiri4456 Před rokem +1

    Nginenkinga y
    Yokukhohlwa amaphupho ngingasebenzisa ini

  • @sifanelendwandwe9485
    @sifanelendwandwe9485 Před rokem +1

    Uyisibusiso baba uyasivula iyinqondo Kaz utholakalaphi

  • @sibusisosehlabela1419
    @sibusisosehlabela1419 Před rokem +1

    Ushaye khona Mpunga yeSintu ngihlale ngiphahla ngibuza impendulo zingabuyi manje sengiyazi kuthi bekwenziwa yini.Ngukuthi bengingasebenzisi amakhandlela afanele.

  • @kgadiselepe7913
    @kgadiselepe7913 Před rokem

    Siyabonga mkhulu

  • @xabisamqhoza8722
    @xabisamqhoza8722 Před rokem

    Thanks mpunga

  • @mapulamamabolo3602
    @mapulamamabolo3602 Před rokem +5

    👏🏽👏🏽👏🏽MKHULU please introduce subtitles

  • @bulijali5407
    @bulijali5407 Před rokem +1

    Asibonge mkhulu incwadi Indlela yesintu yimalini

  • @mbalentlemba4643
    @mbalentlemba4643 Před rokem

    Thokoza kehla👏👏👏👏👏

  • @octaviamyeni1345
    @octaviamyeni1345 Před rokem

    Syabonga mkhulu

  • @refilwepesh9716
    @refilwepesh9716 Před rokem

    Amen

  • @user-mb2gk2sf1z
    @user-mb2gk2sf1z Před měsícem

    Siya bonga baba

  • @makhosimhlungu8669
    @makhosimhlungu8669 Před rokem

    Siyabonga baba

  • @user-hv4de9jw9e
    @user-hv4de9jw9e Před 6 měsíci

    Ngiyabonga ngolwazi osinika lona usivula ulwazi makwande

  • @user-sb6vv9cq3t
    @user-sb6vv9cq3t Před rokem

    Siyabonga ngokucaciseleka ngama khandlela

  • @user-gp4yp3qz6f
    @user-gp4yp3qz6f Před 4 měsíci

    Amen 🙏

  • @angelinenkosi3783
    @angelinenkosi3783 Před rokem +1

    Ngiyabonga ngokusicobelela ulwazi

  • @MchazileShandu-cn8mj
    @MchazileShandu-cn8mj Před 11 měsíci

    Siyabonga kakhulu baba sizwa kahle

  • @SuperMntungwa
    @SuperMntungwa Před rokem +1

    Mpunga ngicela ukubuza ukuthi ngabe kunemibandela yini ekutheni isibani esiphuzi nesimhlophe siba ngakusiphi isandla uma uphahla?

  • @virginia.khangala7865

    Understand

  • @fikiletshabalala3479
    @fikiletshabalala3479 Před rokem +1

    Ngiyabonga Mkhulu ngifunde lukhulu

  • @kwaneletommykwaneletommy8375

    ❤impunga

  • @1z1.24
    @1z1.24 Před rokem

    Amakhandlela awekho esintwini umjobelela nje !

  • @mkhuseliradebe8233
    @mkhuseliradebe8233 Před 13 dny

    Angiqale ngibonge i channel ngolwazi.
    Umbuzo wami :
    uma uphahla iinsuku ezintathu uyazicima izibani noma uyaziyeka zivuthe ziphele ? Ngiyabonga 🙏

  • @sthandiweqinisile
    @sthandiweqinisile Před rokem

    Sawubona baba Mpunga Mina ngicela ukubuza Uma uphahla ngalezibani Kuba yizozodwa yini Nama kubakhona nempepho

  • @mbalimbongwe2685
    @mbalimbongwe2685 Před rokem +7

    I dreamt once someone telling to use a yellow candle by placing it on my left and a white candle on my right. No angikaze ngithwase

    • @tebogosibiya9408
      @tebogosibiya9408 Před rokem +4

      Mina ngithwasile nje ,vele u yellow ngimbeka Ku left ,u white Ku right,ingelosi yakho yayiku luleka ukuthi uzisebenzise njani

  • @user-ew1ts4vn1i
    @user-ew1ts4vn1i Před 22 dny

    Ngiyabonga mkhulu kakhulu

  • @mthokozisimthembu1160
    @mthokozisimthembu1160 Před 2 lety

    Siyabonga Qadi

    • @ndosishongweshongwe7680
      @ndosishongweshongwe7680 Před 10 měsíci

      Ngiyabingelela Amen ngibonga incazelo yama khandlela .
      Ngicela ukubuza indlela okufanele ngiyilandele ngikhohlwa amaphupho manje ngifana nomuntu ongaphuphi .
      Ngicela usizo

  • @rethabilempalweni6741
    @rethabilempalweni6741 Před 3 měsíci

    Mkhulu iciniso ngiyabonga 🙏🙏

  • @phumydlamini4529
    @phumydlamini4529 Před 11 měsíci

    Ngyabonga baba wavele waybeka yacaca bhaa iNkosi busise🙏

  • @gloriamandla8526
    @gloriamandla8526 Před 3 měsíci

    Ngabe nengenze njanu ngizicshe noma ngiyejele zivuthe zize zizicishele

  • @PamelaManingi
    @PamelaManingi Před rokem

    Ameni mkhulu ngiphuphe ngawo lamakhandlela womabili😮

  • @MbaliSabasaba
    @MbaliSabasaba Před měsícem

    Ndicila uboza ndingacidika jani

  • @bongiwemambane6261
    @bongiwemambane6261 Před 2 lety

    Impunga 🙏

  • @sipheleleguda5578
    @sipheleleguda5578 Před rokem

    Mna kwathiwa ngembethwe yimimoya and I must use these 2 candles and pray
    But lamuntu zange acacise kba ngembethwe yimimoya enjani

  • @manqobankomo9554
    @manqobankomo9554 Před rokem

    Kunjani mpunga yesintu.kuyakhonakalahukuthi umuntu abusise amakhandlela ami over the phone or kumele awabambe ngezandla?

  • @user-od4fc3ww2h
    @user-od4fc3ww2h Před rokem

    🙌🙌🙌🙌🙌

  • @user-kk4wy1si9d
    @user-kk4wy1si9d Před 2 měsíci

    Mhlawubi ixesha elingakanani uwakhanyisile wona lo makhandlela.

  • @phindileluhlongwane7766
    @phindileluhlongwane7766 Před rokem +1

    Itholakala kuphi lencwadi

  • @zingisamapitiza4031
    @zingisamapitiza4031 Před 2 lety

    Cela xolisela ndizophuma kancane esihlokweni mna..ingaba mpunga yesintu kuyakwazi ukuba isitha sifike ngephupho sizoganga?...

  • @sbusisoselepe4029
    @sbusisoselepe4029 Před rokem

    Kwande mpunga, Mina engicela ukucaciseleka kuko ukuthi isbani esiyellow usibeka kaleft or right?

  • @siyabongabuthelezi6252

    Baba mpunga yesintu sacela ukubuza ukuthi uma sewu phahlile ngalezi bani uyazi cisha noma uziyeka zize zicishe

  • @jacobmaodi957
    @jacobmaodi957 Před 2 lety +1

    Mpunga yesintu ngidinga izincwadi lezo kepha ngokuhlala ngiseGoli, Ngicela ungisize ngendlela engazithola ngayo nokuthi zibiza malini?

  • @elsientuli5134
    @elsientuli5134 Před rokem +1

    Lento yamakhandlela iyindida impela kunezincazelo eziningi ngalemibala, manje uma ungenaye umuntu ozokubusisela wona?

  • @thobaniusher5174
    @thobaniusher5174 Před rokem

    Sibonge mnewethu,,

  • @banjani3732
    @banjani3732 Před 8 měsíci

    Lezibani zimiswa kanjani?Isiphi esiba phambili nesiba semuva?Siyabonga kakhulu.

  • @wonderfulnature806
    @wonderfulnature806 Před rokem +1

    ngokuhlala ngilapha e germiston, ngingayithola kanjani incwadi yakho ?

  • @kayak30
    @kayak30 Před rokem

    Hayi kuvakele Mkhulu kuvakele

  • @CandySohia-mm9od
    @CandySohia-mm9od Před 3 měsíci

    🙏🙏🙏🙏🌟🌟🌟🌟

  • @colesloninvestmrnt8338
    @colesloninvestmrnt8338 Před 11 měsíci

    Good morning Brother am can you send us something on this topic in English please

  • @duduzileshabalala4933

    Kuzwakele Mpunga 🎉

  • @Celebritygossipentertainment1

    Ngicela ukubuza, ngingumuntu okhulelwe nginebhadi lokuphupha ngenza ucansi nabantu engingabazi. I ngabe kuchazani??

  • @SnenhlanhlaMjadu-zj9iu

    Baba Mina ngisemusha kulomsebenzi wabantu abadala, selokhu ngawamukela ngavuma last year ngisebenzisa isibani esimhlophe kuphela, konke ngikwenza kusona, ingabe lokho akunankinga yini?

  • @nonhlahlajudith4650
    @nonhlahlajudith4650 Před rokem

    Ngyabonga baba

  • @phumipracious8407
    @phumipracious8407 Před 2 lety +1

    Sawubona baba ngisacela ukubuza ngabe uyelapha ngifuna usizo kumnyam inhlanhla ijika endleleni angisebenz kumnyam ngihlal ngibalisa ngiyasokol othandweni lo engibambisen nay kuba on an off siyadinekela sibuy sizwan

    • @anythingandeverythingn1921
      @anythingandeverythingn1921 Před rokem +1

      Vele ube single uzifune wena kuqala bese usebenzisa ulwazi oluthola lana njengakho ukuphahla izibani zibiza kancono kunokuya kumuntu.
      Uzame nokuzila ukudla nocansi , enyangeni uzame ukuyidla noma kabili inyama .
      Kuningi nje okusibuyisela emuva .
      Asbonge nkos'yam

  • @amnxxii913
    @amnxxii913 Před rokem +1

    Thokoza khehla ngiyakwaz yini ukushisa impepho kanye nalezi bani?