usizi sengithwase iminyaka kunzima kufuneka imali enkulu sengifana nesiboshwa💔💔Ep7

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 27. 08. 2024
  • #story
    #mkhanyakude

Komentáře • 20

  • @elizabethnkosi715
    @elizabethnkosi715 Před 2 měsíci +1

    This guy sound matured noma ekhuluma just uswele .yazi mawuswele nabantu abakuthembi kanti isimo wish athole usizo kube nginakho ngabe ngiyakusiza .

  • @user-oy2in3wp7m
    @user-oy2in3wp7m Před 2 měsíci +1

    Thokoza baba nyamezela mntase inde indlela kuzolunga yomelela 💔

  • @ntombizethumiya5866
    @ntombizethumiya5866 Před 2 měsíci

    Kwabuhlungu bakithi tjooo inzima lendlela nkosi yami 😢😢😢

  • @ntombikayiseDazela-yd7zu
    @ntombikayiseDazela-yd7zu Před 2 měsíci +2

    Ugobela kutheni engakukhululi uyolapha usebenzele ukuphuma
    Uwrong ugobela akanavelwano minanje ngiyakwazi ukumsiza uthwasa makashoda
    Ukuphi bhuti ngingakuzama ngo2000

  • @DanisileDludlu
    @DanisileDludlu Před 2 měsíci

    Ngaze ngazwelana nawe ledlozi kungani lilele lona kanti likufake lapho bese sithi akhona madlozi uma kuyekelela uhlupheke elinjani kodwa lelo dlozi elihluphekisanayo ngamane ngiyeke ngihlale nginje kunokuthi ngenze intando yedlozi ngizohluphekiswa yilo😮

  • @gcinahlubi9164
    @gcinahlubi9164 Před 2 měsíci +1

    Woza kuJesu akafuni mali yamuntu,

  • @ntlantlandzoyiya7047
    @ntlantlandzoyiya7047 Před 2 měsíci +2

    Usufana nomuntu oboshiwe
    But uma uyothwasa ungasebenzi wawuthi uzophuma kanjani

  • @Sjadu71
    @Sjadu71 Před 2 měsíci +1

    According to my coment kehla uzidayisa wena ngokwenz kanjalo besides loko cha salukazi nam andazi cos most yetu ukwenza izinto ekungezinye sizenziswa yisimo ayikokutanda kwetu nogobela wako ngeke akunqabele atleast uzokwazi ukuti kukona azokuthola ekuhambeni kwesikhati

  • @user-fl9bq5gx4o
    @user-fl9bq5gx4o Před 2 měsíci +1

    😢😢😢😢😢

  • @user-cg4gh8zz6n
    @user-cg4gh8zz6n Před 2 měsíci +1

    Ey nkosiyami kwabuhlungu kuzwa isimo esinjena yini bakithi bayaphi bantu bomdeni abalusizo ungaze uyeke gazilakho ligqilazeke

  • @SiphamandlaNxumalo-vb6zq
    @SiphamandlaNxumalo-vb6zq Před 2 měsíci

    Sengathi ungasizakala umakhosi wakithi uthi wayeqaqiswa nesibaya singamoshakele usakhe kabusha ingakho abaningi bebazonda ogobela ngoba izingane zakhona zisuke sezithole isisebenzi esiwuwe zibe omedemu🤔

  • @Sjadu71
    @Sjadu71 Před 2 měsíci

    Nkosiyam ndavelana nawe yebo ngeke ndikujaje bt now lelodlozi bowuti uzengalo apo ngoku alisakubekeli so wena why ungavele usose utsho utwaliswe ngalo konalapo yebo ukutwala andilukhutazi kodwa mna nditi sose usebenzisa lona ngokuti utete nogobela lowo asose akutwalise ngalo kwenzele uzokwehla umtwalo; xa uzobuzwa ngabo oomkhulu atleast uzobanayo into yokupendula ukuti ndandiyophakamisa nina bt nina anabisandimela