izinkabi |ama millionaire kwaphela kabuhlungu 💔💔 Ep12 para life

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 27. 08. 2024
  • #izinkabi story
    #ntuthuko story
    #mkhanyakude

Komentáře • 55

  • @S_25752
    @S_25752 Před měsícem +6

    Nkosi yami ngane yami ngicela ukuthi uphumelele ,kukho nkoke okufisayo empilweni yakho

  • @thenjiwehappyngcobo4285
    @thenjiwehappyngcobo4285 Před měsícem +6

    Ingane ungayikhulisa ngendlela elungile kodwa yona yenze okunye ongacabangi ukuth ngelinye ilanga izowenza okubi kakhulu kunalokhu

  • @samukelisoncube2417
    @samukelisoncube2417 Před měsícem +8

    I also think if government can recognize this programe and support this channel. It will save many lives

  • @BrigetteKhumalo
    @BrigetteKhumalo Před měsícem +5

    Wakhuluma kahle mfana wami ngiyakubongela ngokuphuma kwiwoonga qhubeka nempilo umuhle ngikufisela inqubekela phambili❤❤

  • @user-is2uy3wc1d
    @user-is2uy3wc1d Před měsícem +4

    From the start he was having a potential ther comes this sdakamizwa thing shabalalisa all the potential 😢😢😢

  • @LondiweKunene-k9b
    @LondiweKunene-k9b Před 16 dny

    Gogo womfana,ngiyakubongela mzukulu,ucelea kuye eLambothi High School,kunanbazukulu abaxinwe zidakamizwa kabi.uJehova akuphe ukukholwa mfundisi wami wakusasa.Ameni

  • @SphesihleSphe-d5w
    @SphesihleSphe-d5w Před 13 dny

    God is great 😭🙏 siyakubongela Ndoda waphuma kusathane wezidakamizwa😢❤

  • @user-ff1dz4vx9p
    @user-ff1dz4vx9p Před 29 dny +1

    Siyabonga ngezeluleko , ikakhulukazi ngoba uphuma khona , ukhuluma ngento odlule kuyo.❤❤❤

  • @user-ru9jl3il2l
    @user-ru9jl3il2l Před měsícem +2

    Syabonga mtanam kakhulu ,baningi abantwana abazosizakala❤❤❤❤🎉🎉🎉

  • @user-ff1dz4vx9p
    @user-ff1dz4vx9p Před 29 dny +1

    Ngempela sengathi kungaba khona tv channel ezomthatha lomfana aqwashise nabanye ngoba hhey kunzima ukuyeka lento.Bayantshontsha bashaywe kodwa baqhubeke , okushoyo ukuthi kunzima ukuyeka.Bancamela ukuba izibotho kunokuyeka lento.Siyabonga khehla ❤❤❤❤

  • @MaqhamukaMsholozi-lm5ux
    @MaqhamukaMsholozi-lm5ux Před měsícem +2

    Buka manje yi boyi lenhle izobane family ye ryt.

  • @ThokozileNofuya-fu2zd
    @ThokozileNofuya-fu2zd Před měsícem +2

    Okubuhlungu labantu abanithengisela lezinto abazibhemi they destroy izingane zesizwe simnyama , bolithatha o my friend lelizwe one day

  • @gugugumbi7413
    @gugugumbi7413 Před měsícem +2

    Wamuhle Ntuthuko. Ungabheki emuva Khehla.

  • @ncamsilezinhlesokhulu3524
    @ncamsilezinhlesokhulu3524 Před měsícem +2

    ❤❤ Syabonga khehla isinqumo osithathile siphusile ..cela ubuyele ekubeni clean like before

  • @thabilemkhize2585
    @thabilemkhize2585 Před měsícem +2

    Siyabonga Ntuthuko uyisibonele esihle siyafunda kakhulu bhuti omncane, sengathi nabanye abantu bangafunda kuwena. Ithuba lisekhona

  • @ThandekaSibanda-k6h
    @ThandekaSibanda-k6h Před měsícem +1

    Wamuhle ❤❤❤ mpela my Ntuthuko😊😊😊 amhlophe ngokuyeka yonke Into embi obukade usuyenza

  • @macdonaldmatasanekonstable2107

    Keep it up my brother, JAH BLESS 🤜🏽🤛🏽

  • @user-mz3xk2fo6t
    @user-mz3xk2fo6t Před 6 dny

    Wamuhle Jahova🙌🏾🙌🏾

  • @luckyntakana6460
    @luckyntakana6460 Před měsícem +5

    mele ubeyi presenter lale page lizokhula maduze

  • @RoseHlabane
    @RoseHlabane Před měsícem

    Waze wamuhle mfana wami ,ulayekile usathane umqumbe phansi nge KO, May God proctet you in every angles of your life.

  • @sueeland5675
    @sueeland5675 Před měsícem

    Simnandi si Zulu bakithi yooh sengingasi lalela sukulonke ,ulimi oluhlabusayo and rich culture , wish l was one

  • @ExploreLifeWithVee-eo4mp
    @ExploreLifeWithVee-eo4mp Před měsícem +1

    Yes like pressed first time listen to your program.

  • @nkosingiphilemdletshe7631
    @nkosingiphilemdletshe7631 Před měsícem +1

    Seskhona,Syabonga Ntuthuko 🙏

  • @SimangeleMajola
    @SimangeleMajola Před měsícem

    Ey Washweba weSathane,hamba uyofa Sathane.
    Ngthanda lengoma ethi "kuyobongwa namaQhawe"

  • @user-rv9cr3vm6b
    @user-rv9cr3vm6b Před měsícem +1

    Mfana upholisa imphefumulo yezingane zethu siyabonga

  • @sthembisongema3697
    @sthembisongema3697 Před měsícem

    Waze wakhuluphala Ntu2ko umuhle usulekile bafo...Ngyakubongela bafo uThixo akulondoloze bafo....🤞🏽🤞🏽🤞🏽

  • @SbongilenzuzaNzuza
    @SbongilenzuzaNzuza Před 21 dnem

    Ngyazozonda idakamizwa bhuti ubhuti wam ushonile ngenxa ye wunga

  • @masentlejiyane6021
    @masentlejiyane6021 Před měsícem +1

    Glory to God 🙏,for ysing u Ntutuko

  • @BongiweGladysNkosi
    @BongiweGladysNkosi Před měsícem

    Ntuthuko viva ndodana yami love u my child❤❤❤❤❤❤

  • @ISFISO4ME
    @ISFISO4ME Před 19 dny

    Wemfowakithi sibonga ukugezeka kwakho

  • @NokwandaQwane
    @NokwandaQwane Před měsícem

    Good luck boy ubacenge abahlobo bakho abazokulalela Basinger nje ngawe.

  • @JoyceDladla-n7o
    @JoyceDladla-n7o Před měsícem

    Siyabonga mfana ngokuyeka iwhoonga, sikufisela inhlanhla

  • @ivyzuma4423
    @ivyzuma4423 Před měsícem +1

    Ntuthuko syabonga

  • @ThabsileMzimela
    @ThabsileMzimela Před 9 dny

    Awseve umuhle mfethu ungabe asavuma mfanasi

  • @SibusisoSimakade-ti4gg

    Singo baba bakho wena mfana usibiza ngo guys.

  • @celumusashelembe3047
    @celumusashelembe3047 Před měsícem +1

    Ngezwa enye insizwa ehlala edolobheni (iphara) ithi irock ayideleki sebaze bayibiza ngokuthi ama eat sum more

  • @user-lg3yr7xe8m
    @user-lg3yr7xe8m Před měsícem

    Sho sho sho

  • @SibusisoDuma-gx8fd
    @SibusisoDuma-gx8fd Před měsícem

    Kunzima emhlabeni

  • @thabanisosiba3674
    @thabanisosiba3674 Před měsícem +2

    Manzini ngyathemba ukahle. Namuhla usitshele ngempilo yephara elaliyinkabi, wasitshela ngempilo yephara alalicebile, wasitshela ngempilo yephara eliphuzayo lidle izidakamazwa nokunye. Wasitshela ngephara elaliyingqwele ngezikhathi zakudala.
    Kungani ungasitheli ngempilo yephara elilodwa per episode?

  • @user-mz3xk2fo6t
    @user-mz3xk2fo6t Před měsícem

    Syambonga uJabova

  • @AndiswaMbatha-yf8pf
    @AndiswaMbatha-yf8pf Před 28 dny

    ❤❤❤❤❤

  • @sbonelomdima85.c
    @sbonelomdima85.c Před měsícem

    Sengikubona ngegolide ngakubona kolunye uhlelo umnyamana...shuth iyayekeka lento😮

  • @NtandoMabunda-ys2hb
    @NtandoMabunda-ys2hb Před 9 dny

    Love u ntuthuko

  • @andrewjosephs2792
    @andrewjosephs2792 Před měsícem

    Yo uyangisabisa mtanami yo nginafana abancane,

  • @user-sl2mc5bp9n
    @user-sl2mc5bp9n Před měsícem

    Lomfana wafana nephara lase-Veralum......!

  • @user-wf6rx2lx7j
    @user-wf6rx2lx7j Před měsícem

  • @siyakudumisamajeke7077
    @siyakudumisamajeke7077 Před měsícem

    Ayinguye lomfo othi waye cela R2 kommye utata wasuka wafuma umdla impundu?

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 Před 23 dny

    Waze wamuhle umfana wami bakithi.Ngiyakubongela ku Jehova okukhiphe kulolubhubhane lokufa