Hi cc , thank you so much ngencazelo. Mna ndiphuphe ndinikeza coloured person imali ezi R50 ezine which makes it R200 thanking her ngophilisela mntwana. Ingaba kuthetha kuthini oko. Thanking you in advance.
Sis Ngine sambathu esiyellow which is from ugogo ozala umama and I was shown a white one and they even showed me irondo that has white painting inside ekhaya eNatal kabobaba wami. Ngathi lapho bekungathi yindawo nami yoku thandaza...does that mean and leSambathu that is white what does it mean ?
Sesi mahleng hleng ngicelukubuza lapha namhlanje ngivuka nephupho umakhelwane wami unginikeza imali. Lemali yayigocene but i only saw 200. Unginikeza ne wach lami namacici uthikimi mangihambe nhiyothengisa. And lezinto including imali kuyekwalahleka. Can you please help me on this
Sakubona gogo's Mina ndaphupha my late mother in law showing me R200 notes,but telling me if we can get along for the sake of children ,she can give us these (showing R200 notes)
I Just had a dream that my boyfriend introducing his new girlfriend to me n his family n on this dream the was a ceremony it like I was expecting to be married but he came with someone instead
Morning 🌻 Gogo about 200 ngi phupha ngi tshontshela ubuti wami ama 200 esikhwameni sakhe bcos kade a ma ningi. Endlini yakhe.kodwa sengi mbona u dangele u khuluma no mama Inga sekho no makoti wakhe ,angazi ukuthi be Ka thini kubo ,ubuti wami u ne business. Ku chazani lokhu ngiya bonga
Ndiya bulela nge ncazelo yize ndi noku no ku dumala ngoba my baby sister u gqiba kundi lawulela ukuba u phuphe e ndinika imali e ngama R200.00...bendisa didekile ukuba ngaba lichaza ntoni e liphupho.
Amen gogo. Ngiphuphe ngithenga umbhede ngemali yema R50 and R200 kodwa ngajikisa labo R50 ngathenga ngalabo R200.
Ngyabonga.
Amen gogo Ngicela ukbuza ngphuphe umama wami ongasekho engnika imali ewo R100 no R200
Thokoza Mbotho. Ngiphuphe ugogo emuka namanzi amaningi. Ngathi ngiyazama ukumsiza wavele waminza. Ngabe lokho kucazani. Ngingabonga kakhulu ngempendulo yakho. Ngiyabonga
Ngiyabonga ngiyitholile icazelo ukuphupha izikhukhu god bless U amen
amen ngyabonga
Hi cc , thank you so much ngencazelo. Mna ndiphuphe ndinikeza coloured person imali ezi R50 ezine which makes it R200 thanking her ngophilisela mntwana. Ingaba kuthetha kuthini oko. Thanking you in advance.
Hi ukuphupha amapuleti namazi
Ndiyabonga
Aman Sisi, Mina ngiphuphe ubhuti wami osashona ephethe imali eningi Yama phepha ehlukene ngacela I R20 azange angiphendule, ngithe ngibona kodwa lemali beseyikimi ngesikwama semali engathi ngithi Mina let ngiyiphiwe ubhuti wami phakathi kunama R200 Amaningi bese Kuba enyeke imali ngaphandle leyamaphepha yonke nje. Ngabe kushoni lokhu
Thokoza gogo ngcela ukbuza kuthi mawphuphe
Sawubona Sisi,mina ngiphuphe imali eningi phansi sihamba phezu kwayo kuwo R200 nama R100 engathi kukhona umuntu ositshelayo ukuthi singayithathi. Mina ngihambe ngyicosha bengangiboni ize Yaba wuR900 imali engyicoshile, kyiwo amaR200 namaR100. Lanqamuka lapho ke ngiqed' ukuyibala
Amen MaMbotho uma imali uyikhipha ku ATM iningi iwo R200, R100, R50, R20, R10 khona ke. Kube ngathi kufika i security likubuze wenzani usho ukhipha imali bese lomuntu obekukhombisa lomshini usenyamalele?
Hi unjani ngicela ukubuza ukuthi kuchazani ukuphupha uphiwa u200 yi ex yakho
Uma cc ubabona begcwala ibhakede kusho kuthin?
Ugogo Wani ongasekho angipha R20. Angibala esandleni
Hi sisi kuchazani ukuphupha uphethe $2 eyi green,
Okunye ngiphuphe ubhuti wami ephethe i orange elivuthiwe siseshop masiphuma lapho ngiyambuza ngithi liphi orange lakho wangiphendula wathi uselidlile, kungabe kuchazukuthini lokho
Sawbona ngisacela inamba yakho ntokaz🙏🙏🙏
🙏🙏🙏🙏🙏💖💖
What does it mean when you are buying something with this R200
Sawubona sisi Hlengiwe, bengicela ukubuza ukuthi ingabe kusho ukuthini uma ngiphupha nginikezwa u R200 note ngumakhelwane wam?
ngiyabingelela cc Hlengiwe mina ngiye ngaphupha u 200 kepha kuvele kungama 100 ayi two ngicela incazelo ngiyabonga b
Ngiyabingela sisi,
Mina nje into engiyiphuphe izolo ugogo ozalwa nomkhulu wam engathi uwinile iLotto manje ufuna ukungipha imali oR100 noR200 kodwa uAunty wam waba nolaka ukuthi ungiphelani lemali ngoba ngiyasebenza nginalo itorho, bese ngithi mina haibo uYazi nje asinabo abazali ngifuna ukusiza izingane zasekhaya. Kulo R10 000 afuna ukungipha wona ngifuna ukunika lana bathathu R2 000 bese ngikhokhele nezinye izinto. Kodwa ulaka luka aunty lungithusile.
Yini le bengiyifundiswa noma ebengiyibonswa Sisi.
Ngiyabonga kakhu.
Amen.
Unjan cc kutsho ukuthini ukuphupha sengathi syantshontsha imali sibaningi leyo mali ibingama 200rand but mina angiyitholanga Kodwa abanye bayitholile
Gogo unjn ngisacela ukbuza ukuphupha unikwa o 200 abaninga umqashi washo ngabe kushoni ?
Mane nawuphupha umphiwa
Tnx cc ❤
Thokoza gogo. Ukuphupha to u 5 rand no 2 rand besesikhwameni noma uthenga ngazo esitolo
Thokoza ngicela ungichazele uma umuntu ekunika u 200. Ngiphuphe ubaba enginika o 200 abayi 3 athi ngizobasebenzisa kodwa angimzwanga ukut ngizobasebenzisa kuphi👏
Ngaphinda futhi ngiphuphe ngiphiwa umfana nje imali ingathi ilaba bokufika 100rd Nama R20
Ukuphupha izidleke zezinyoni eziningi and zinamaqanda phakathi please explain sisi wami
Sawubona sisi yazi njalo mangibuze iphupho angiyitholi impendulo kodwa njengomuntu ubusy ngiyaqonda uNkulunkulu akubusise ngezichazelo zakho
Thank you
Ukhuphupha unikwa i mali or mix r100 and r200
Mina ngiphuphe sengethi ngikhipha imali bt ngaphuza kuyibukela yazeh yabuyela emuva bt ngavula lomshini ngiyithola cz beseh ngikhiphile inoh R50 naboh R200 R20 noboh 100 sacela kubuzah kuthi kona kushoh kuthini thnks
Mina ngiphuphe ngicosha oor200 ababili infront of my brother inlaw bt bacoshwe yimi
Nokuphupha T shirt eyello iyi qokiswa nepeple uyi qokha
Sis Ngine sambathu esiyellow which is from ugogo ozala umama and I was shown a white one and they even showed me irondo that has white painting inside ekhaya eNatal kabobaba wami. Ngathi lapho bekungathi yindawo nami yoku thandaza...does that mean and leSambathu that is white what does it mean ?
sisho ukuthi wena uhlanzekile nje uwedwa unesimo sezingelosi zezithunywa ezinawe ngasosonke isikhathi futhi ezihambisananomoya onamandla kakhulu okuthandaza kuwe nophethwe yidlozi lakhoelihlanzekile ngokujulile ongumuntu onokunotha ngesimo sempilo yakho yokudalwa kodwa konke kwakho kwenziwa izithunywa nezingelosi ezinamandla onawo nowazalwa nawo ngokudalwa kwakho ,bayokufisa ukuthi ube nayo leyondlu ozobakhela yona ukuze masekufike isikhathi sokuthi kufike kuwe kugcwale enhliziyweni yakho ukuthi uyzikhumbula ukhthi iyni leno okumele uyenze unengelosi enkulu kuwe ohamba nayo kankulunkulu uzigade ungazingcolisi ngyabonga Bizolethu
Ngibe nephupho ngilwa neyingwenya ezimbili kwindawo emnyama sengathi kungapansi kwebhiliji kunamanzi kuleyondawo kodwa ekugqibeleni ngayibulala zombili ngaleyonkathi bengilwa ngomense....ngyabonga gogo
kusho ukthi ubulwa nezitha wazinqoba ngoba ingwenya ayimubhekiumuntu leyonto isho nje izitha ongazijwayele koda niyabingelelana nabo bakumonele umama ,nomkhonyana wakhe
Ngyabonga gogo ngingafisa ukuxhumana lawe ngezinto eziningi ezenzeka empilwwni yami ngazi kabanzi ngoba kuningi engingakuqondi mntomdala
Molo sisi ndicela ubuza xawuphupha uvaleke amehlo ungaboni kuthetha ukuthini🙏
kuthethwa ukutrhi kunezizinto ezisenzeka apha phambi kwakho kodwa zikuphambe ungaziboni wena .vula amehlo sana khona okukuleqayo okubalulekileyo
Enkosi
Ndicela ukubuza gogo xa uphupha imali eziR2oo ne R100 eninzi
Ukuphupha unikwa uR10
Asbonge gogo ngiphu ngiphezukwentaba egcwele amanzi amaningi kwathiwa lamanzi kufuneka adayiswe e Europe kwangathi ngathi ngizothola itender yoku suplier amanzi e Europe. Kungabe kucazani gogo
kusho ukuthi wena unomsebenzi wokusiza izizukulwane ezikhoyo nezingakabikhoyo ngokuzigeza amathunzi nokunye shukuthi kuyoqhamuka abantu abavela ngisho kude beze kuwe ukubahlambulula
@@hxmbotho3458 asbonge mtane thongo
Sawubona Sisi, bengisacela ukubuza ukuthi mabawunika wena R200 kushoni.ngoba ngiphuphe kwaze kaba kabili Lo R200 unikwa mina, lokucala iphupho nginikezwe ummance wami u R100 no R200 and ngiyazi ukuthi uyangingangela. Kwesibili ngiphupha nginikwa ama R 200 amathathu hama ntombane amabili no mfana oyedwa, please ngiyacela ungicacisele.
Hi cc ndicela ubuza if yimi ophupha ophethe u R200 and trying to deposit it on my bank account so that I can play lottery game
Ukuphupha uphiwa u 200 abathathu owodwa udabukile kusho ukuthini
Sesi mahleng hleng ngicelukubuza lapha namhlanje ngivuka nephupho umakhelwane wami unginikeza imali. Lemali yayigocene but i only saw 200. Unginikeza ne wach lami namacici uthikimi mangihambe nhiyothengisa. And lezinto including imali kuyekwalahleka. Can you please help me on this
Thokoza gogo. Ngiphuphe umngane enginika Yona I 200 rand kodwa ibiyngumbala we 100 rand Kona o blue
Ngicela ukubuza ngiphuphe ubhuti wonyeni wami engipha R100 ethi ngithengele izingane ama orange akasekho emhlabeni sewashona.
Ngicela ukubuza ukuphupha inkomo igeza eflin yabantu abadala
Thokoza ngiphuphe ngilele phakathi emanzini emfuleni
Ndimsha apha sawbona. Ngiphuphe ngilomama ndivasa amazinyo,nginxibe uniform yeskole ngashinisa scathulo Sam ngathi sekulate kodwa mna ndivele ndandiza emoyeni ukuyeskoleni. Ndincede Gogo most yamaphupha am ngindiza emoyeni 🤔🙏
kusho ukukhuliswa komoya wakho ukubhekana nezitha nokuqonda izinto okumele uzazi ukuthi zisho ntoni kuwe ,amazinyo kusho ukuthi kunento okumele uyiqaphele uma ukhuluma ngoba uma ibe nhle kuzoba njalo uma ibembi kuzoba njalo akulula ukushintsha kuyo
Sakubona gogo's
Mina ndaphupha my late mother in law showing me R200 notes,but telling me if we can get along for the sake of children ,she can give us these (showing R200 notes)
ubekukhombisa ukuthi kuyakuphoqa ukuthi nibe into eyodwa nezingane zakini ngoba kuyoninika amandla okulwisana nazozonke izinto ezisazonehlela kodwa nizinqobe
Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphipha inkomo igeza eflin yabadala
Ukuphupha amapuleti
I Just had a dream that my boyfriend introducing his new girlfriend to me n his family n on this dream the was a ceremony it like I was expecting to be married but he came with someone instead
Mawuphupha uchola ilitye lomgodi lishayina ngathi ngu10c
Thokoza gogo mina ngiphuphe ngiphethe amaR200 amaningi asha ashabalala ezandleni zami
SawubonaMambotho,ngiyabonga ngesineke sakho.kunephupho eliphuphwe ingane yami.ithi ihlangane nomfana bahilizisane yehlise umoya kodwa lomfana lutho,aphakame athi ubeyenzela ifavour asho akhiphe u200 awuhlofoze athi mi 200wakho ewulahla phansi.iwucoshe lo200,iwuthintithe iwuvule bese iwufaka ephaketheni.ithi ivese yangcwala ulaka yaqonda kulomfana yambamba ngamawashingi yamndizisa emoyeni,yathi angaphinde amjikijele ngemali noma ayilahle phansi imali yakhe ngoba ubemkhokhela ukuthi amenzele okuthile.umfana ube esethukile.wambeka phansi.ngiyabonga
kusho ukhi kubekhona amandla asebenze ukukhombisa umfana othize obethunyelwe kuye ukuthi azame ukuthi amenzise into engafanele kanti u girl wakho unamandla nengilosi enamandla emlwela into isekude ibenenkina ingakafiki kuye umutshela angaloikothi ashintshe
Thokoza gogo uma uphupha ugogo wakho ongasekho ekuthuma i coke ngale R200 kusho ukuthini?
Ukuphupha uphiwa u 200? Kusho ukuthithin
Xana iziphupha zinininzi uzibala kuthethani loko
Kuchazani ukuphupha unikwa amakhekhe uwadla cc
Lapho thixo ngiphuphe ngithola ngemali R20 ,R50,R100 no R200 ngihamba ngicosha engihamba nabo bengayiboni ngaze ngapha ucc wam abanye o R200
Thokoza gogo.ngiphuphe ngihamba lomakoti wakithi nginga fakanga izihlangu bekuqeda unetha imvula izinyawo zami zilo Daka kancane .wafika kusifudlana esilamanzi acwebile ahambayo ngageza izinyawo zami.umakoti wakithi waseyathi ngimgeze ezakhe ngoba akakhoni ukuzifikela ngageza kuchazani gogo? Ngiyabonga
udaka lusho isfo esikhomba okungase kube khona ohambayo emhlabeni ukugeza izinyawo kusho ukuthi ukuhlambulukela indlela ayayihanjiwe engalungile lokho kumele kudluliswe
Ngiphuphe ubabomncane wami enginika owashona enginika u 200 ethi ngihlukaniselane no sesi wami omncane engipha wona nama2R awu 2
Thokoza gogo ngiphuphe ngidobha ama 1rand amaningi endaweni enodaka ekugcineni ngadobha i 5rand ingabe kuchaza ukuthini
Sis Hlengiwe kusho ukuthini uma uphupha uhamba emlanjeni udobhe ngemali yakudala yama coin e gold bese kufike omunye umuntu akuphe ama coin esiliva khona emlanjen..thanx
kusho ukuthi unenhlanhla yasemanzini yezithunywa zakho ,ngaleyondlela okuningi kwakho uma ukwenza ubokuhlambulula ngamanzi ukuze kuhambe kahle
Uma ngiphupha nginikwa umuntu ongasekho imali yamaphepha yonke iihlangene iwoR50,R200, R100,R20,R10 iyibhola igoqiwe enye igcwele kuwallet enginika yona ethi eyami ngedwa,uma ngibuza ukuthi odadewethu bona ngibanike yini
Ngiyabonga makhosi ngencazelo iNkosi ikukhulise🙌
If uphupha umuntu wakini ekupha o 200rand abaningi abangango 100 000 kusho ukuthini. Ngyabonga
Mina ngiwuphiwe ubaba ongasekho wangipha uR200 abawu4 kwaba u800 engipha wona
Thokoza gogo ngiphuphe zinkomo izikhawu zahlukene.ngicela ngipha number kagogo
Uma Uphupha umuntu ekunika imali (R20 iyi1 icover amaR200 awu2 ne R100 eyi1) ethi "kudala ngikufuna, woza emncwabeni wabantu abawu2(abasho amaghama) uyabazi, thatha nayi imali uzithengwle nengubo you qcoka" futhi ekungcenga.... Lisho ukuthini lelo phupho?
Thokoza gogo Mina ngiphuphe Mali ningi ama 200 ngiwakhiphakwi jacket egugile ingabe kuchazani lokho
Thokoz gogo.namuhla ngiboniswe ngithenga utamati..onion..lamazambane...ngakafa u 100 pansi ngangamqubeli umuntu obethengisa.mangiqeda uku khetha ebengikuthenga u 100rand wantshintsha waba yi 200rands ngalinda ukuphiwa I change lomuntu othengisayo wantshintsha lowu omunye seqala ukulwa lami mangimlanda ngikhuluma laye wakhupha iscoko ekhanda lakhe.waqala ukuxolisa wathi uzodinga I change.mangithi ngyabheka kulabantwana amantombazana amabili esephiciza amatomatoes abanye sengathi seyabola ngaqala ukuwakhetha kahle lawo matamati.N,:B I mali kayizange iphume eskwameni sami kumbe ezandleni zami.pluz kangiyi qubelanga umuntu ibe itshenja nje pansi lapho kuma vegetables.
•||•Sawubona Mina Ngaphupha Umngani Wami Ongasekho Ephethe oR200 Cela Ukubuza Ukuthi Kuzani?
kuchaza ukuthi kunalomngani wakho ufuna ukukunika amandla okuthi unqobe izitha nezinkinga ongase ube nazo kodwa ufuna naye umsize kokhuthize
Morning 🌻 Gogo about 200 ngi phupha ngi tshontshela ubuti wami ama 200 esikhwameni sakhe bcos kade a ma ningi. Endlini yakhe.kodwa sengi mbona u dangele u khuluma no mama Inga sekho no makoti wakhe ,angazi ukuthi be Ka thini kubo ,ubuti wami u ne business. Ku chazani lokhu ngiya bonga
kusho ukuthi kunento ede yamenzakalela yokugangwa ngoba kunalo obefuna enze izinto ngendlelayakhe kanti izongenzeki ngendlela ahlele ngayo kwasekonakala
Gogo ngihlushwa amaphupho ..
Njalo ngiphupha engithandana naye ejola...engabe kuchazani gogo??ngicela usizo
kusho ukuthi esikhathini esizayo uyokwenza lokho kodwa akakazi yena kodwa wena uyazizwa ngalokho ukuthi ungathembi kuze kweqe ngezinto zonke obanazo uzigcine ngakuwe ukuze ungalahlekelwa okuningi
Ngibongile kakhulu gogo
Thokoza gogo ngangike ngacela ukbuza ngongo uma uphuphe ungani wakho enemani eningi kodwa eyakwelinye izwe kuchazani imali engamadola kanje ngithokoza uma ugogo eke wacacisa kulukho ngoba lihlezi libuya
ngagcina ngibuzile ukuthi wazibona yini izinumber zayo kodwa imali yakwelinye izwe isho ukiuthi lowomngani wakho kuzoba namandla azophakama kuye avela esimweni sokumbathwa idlozi lolunye uhlanga oluthize ngicela ungzise ngezinumber zemali khona ngikuchazela kahle ngyabonga
Ngiphuphe umamawami ongasekho angipha 600 wama 200
Mambotho siyabonga kakhulu, ngcela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha umuntu ophilayo ekhala, ehleli endaweni emnyama ethi ucela usizo kulomuntu osuke ephupha?
ukhonjiswa ukuthilowo muntu uboshiwe imindeni engasekho khona esaphila ngezenzo zakhe zobumnyama
Ngyabonga kakhulu MaMbotho
Thokoza gogo. Mina ngike ngaphupha ngiseskoleni ngiphethe imali eyamaphepha engangi R100.000 ngiyifake emgqonyeni ngiyigadile ukuthi ingalahleki futhi ngingafini ukuthi abanye abafundi ukuthi bayibone, kusho ukughini gogo
kusho ukuthi ubukhonjiswa idlozi lakho ukuthi wena unamandla okubona izinkinga zakini nezabanye abantu kodwa uwagcinile awufuni ukuwasebenzisa ube uzazi ukuthi unawo
@@hxmbotho3458 yebo gogo kuyiqiso ngingumuntu emaphushweni futhi okuningi kuyenzeka, inkinga angazi ngingaqala kuphi ukuthi ngikwazi ukusebenzisa lawomandla
Sawubona Gogo ukuphupa umntu ondityala imali endinika imali ii couple of R200 R100 R50 tht i noted thnk you
kuhlangene konke kusho ukuthi ungumuntu ozobona ibibono kubantu ohlala nabo nasempakathiniwakho
Ndiyabonga Gogo🙏
Ukuphupha ucosha o r200 abaningi kuchazani?
Kuhle gogo ma uphuma uphiwa imali eningi engama 200 amaningi kodwa kube kuhlangene no R100 but kuyimalinje eningi. Okunye futhi ndiphupha ngikhupha imali kwi ATM ivesane iphume imali none stop iningi kuchazani.
Thokoza gogo. My mom dreamed of me giving her R200 but in two R100 notes. What does that mean?
kusho ukuthi unemimoya yokubona ebakhona kwesinye isikhathi kodwa ubuye unganaki ukuthi ake avuke kuwe lawomandla okuboniswa izinto ulele
@@hxmbotho3458 thokoza gogo. Are you saying I'm the one with that power or my mom is?
Ngicela ukubuza mina sisi ngiphuphe ngiphiwa R200 uhlanya mina ngamnikeza R10 no R1
MaMbotho uma uphupha usendlini yeBoyfriend yakho kuneskhwama esikhulu esigwele o-R200 abaningi, isikhwama nje esimnyama esinje ngalesi sokufaka izimpahla uma uhamba uyovakasha kusho ukuthini
I dreamd of a white old man giving me a number 7
Mina bengiphiwa ubaba omncane wam o R200 abaningi
Ukuphupha u R100 no R200 kuhlangene
Xa uphupha umchosha phantsi kwenzekani
kushowona impela futhi amandla
Sawubona mina nginokuphupha ngicosha imali emhlophe kuphela R2, R5 mangiqeda ukuyicosha kuvele enye endaweni eneshlabathi ngabe kuchazani?
kusho inhlanhla efeuna ukuthi uyihlambululekele ugezwe ngamanzi athandazelwe ukuze kusuke lelo thunzanyana
@@hxmbotho3458 Amen sisi
Sibonge kakhulu nomsebenzi omuhle owenzayo. Uma uphupha leliphupho kodwa kungathi uphiwa umamncane wakho oR200 abaningi yena ebe esadlula emhlabeni kungabe kuchaza ukuthini?
kusho ukuthi ukhombisa wena amndla anawo yena ukuthi uwanika wena ukuze izitha zakho kanye nezinto ezingenzeka emhlabeni wena usinde kuzo futhi naye ukugadile ngawo
Ukuphupha I boyfriend yakho ikupha imali eningi emaphepha
Thokoza sisi Hlengiwe ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukudobha R300 Which it was a R200 Note and R100 Note?
kusho ukuthi ubukhonjiswa yisithunywa sakho into eyokwenzeka kubantu emhlabeni kodwa wena uysinda kodwa uyibone kuqala (200) nokunikwa amandla okubona izinto zingakenzeki kubantu kodwa uzazi(100)
@@hxmbotho3458 ngiyabonga ngencazelo sisi Hlengiwe, makwande kakhulu la uthatha khona❤👏🏽👏🏽🙏🏽
Sawubona Mina sisi ngihlushwa yilephupho R5 emhlophe libuye nge 5cent emnyama amaningi liyaphindelela
kusho inhlanhla ekhona kuwe kodwa ivalwa abathize ngokuganga okukunamathelayo mase iyaphazamiseka
@@hxmbotho3458 yhoooo sisi
Thokoza ngicela ukubuza ngabe Kusho ukuthini ukuphupha uhamba ncunu Kodwa ngiqoke isikibha kuphela kusemini ? Ngiyabonga impendulo
kusho ukuthi kunomuntu ozoveza ihlazo ngawe lokuthi wake wenza okuthize njengokulala naye noma uzoba sehlazwe ngokuthi ulale nomuntu othize ongakufanele ugade bo
Thokoza gogo,ukuphupha umuntu ekunikeza imali engango R2000 kodwa iwoR200 bodwa ngabe kuchazani?
Mangiphuphu ama 200 amaningo asho ikuthingi ngiphiwa wona plus Nama fruit icazelo yakhona Sisi
ukhonjiswa isililo esizoba khona sokudlula kwabantu kanye nesizukulwane esisazozalwa koda uyobe usakhona ngaleso sikhathi wena
Mina ngaphupha wona ama 200 nama 50 after kwashona umntwana kamalume wami so ngiyakukholwa konke Lokhu okushoyo ma Mbotho
Kushutini upupa udobha i200 or o 20 rand sbabili
Mina ngiphuphe nginikwa uR200
umoya wamandla okubona okusazokwenzeka emhlabeni okungase kuthathe imiphefumulo yabantu abathize nanokuthi ukhonjiswa ukuthi uyobona abanye abangakuboni
Sakubona gogo ukuphupha inyoka eblack Ana white nokuphupha inyoka eyiyello neblack
kusho ukuhlangana kwamathongo phezu kwakho ngoba ekukhethile ukuthi uwasize
@@hxmbotho3458 thokoza gogo ngiya bonga
Ndiya bulela nge ncazelo yize ndi noku no ku dumala ngoba my baby sister u gqiba kundi lawulela ukuba u phuphe e ndinika imali e ngama R200.00...bendisa didekile ukuba ngaba lichaza ntoni e liphupho.
ubetshengiswa ngawe ukuthi unamandla okubona okuzokwenzeka emhlabeni futhi naye makakwazise akuhloniphe kakhulu kunakuqala ngoba akumelanga uzwe ubuhlungu bokudinwa ngabo