iMali ichaza amandla Ethu okubona nokwenza

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 15. 06. 2022
  • Ukuthi senze imisebenzi emikhulu

Komentáře • 191

  • @mfanakamadlokovu
    @mfanakamadlokovu Před rokem +3

    Syabonga futi kuti ungachazi ngeslungu ngoba aklona ulwimi lwethu siyasazi islungu but and khona abangezukuzwa abadinga usizo lwakho

  • @mfanakamadlokovu
    @mfanakamadlokovu Před rokem +3

    Woow syabonga sis indl3la ochaza ngayo izinto inkosikbusise sesfunde okningi kwena ukhule nje sisi

  • @nicholasnkosi4423
    @nicholasnkosi4423 Před 7 měsíci +1

    Thokoza Gogo ngixakwa yiphupho ngihambha kwelinye izwe ngigadwe amabhubesi amabili nezingwe ngayongena emzini omkhulu kungathi ngihlala khona.

  • @nomzamomoloi1085
    @nomzamomoloi1085 Před rokem +3

    Akwande Dadewethu angazi ngithini, noted kuningi okwazi ukuzenza Uma ukhululekile. Amen Sisi

  • @thandekamvelase
    @thandekamvelase Před rokem +3

    Ameni Ndlondlo emhlophe engena Mona, Ave unesineke 🙌🏽kusho indlela🤲🏾ochaza no cacisa ngayo🙏🏽awwh 👌

  • @snethembazondo5085
    @snethembazondo5085 Před rokem +2

    Nami ngiyabonga... this has explained alot and made my dreams more clearly. ngihlezi ngiphupha imali futhi eyephepha

  • @shirleyngomana6843
    @shirleyngomana6843 Před 2 lety +2

    Thokoza gogo 👏👏 ndiyabulela ngee mpendulo 🙏🏾 bendicela uqonda xa uphupha ufakwa I ring e silver ide ibizwe ne price yayo ngeyika nokutsho kuthiwe kuwe ifakwa permanent le ring kodwa ifakwa ngumntu ongathandaniyo naye ifakwa yi celebrity 🙏🏾🙏🏾 gogo.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      kusho ukuthi kuzoba nomuntu ozoshada omaziyo esikhathini esizayo uyobe ukhona kulowo mshado nawe

  • @nontsikelelontuli4449
    @nontsikelelontuli4449 Před 2 lety +2

    Syabonga kakhulu MaMbotho, sibonga nesineke sakho sokusi chazela ngesintu sakithi. UNkulunkulu asigcinele wena akwandisele imihla yokuphila.

  • @thuli507
    @thuli507 Před 2 lety +2

    Siyabonga gogo, siyafunda siseskoleni...🙏

  • @johntshuma2049
    @johntshuma2049 Před rokem +1

    Thokoza gogo ...bengisacela ukubuza ukuphuphà ubona impahla yengane ijacket kuchazani

  • @nompumelelomhlongo6543

    Mtaka Mmbotho ngyakbingelela,ey zamnandi lezizindaba ngihlezi ngiyiboniswa iMali,esbonalalisweni eyamaphepha neyisiliva,kuningi ngyakubona,inkinga ngimkhumbule uhafu,omunye ngingakukhumbuli,ziningi iynkinga zami ngingaxoxa kushone iLanga,ngyabonga ngokusichazela ngaphupho ukhule njalo inkosi isigcinele wena.

  • @mbongenigumede1213
    @mbongenigumede1213 Před 2 lety +1

    Uyaphila mama ngiphuphe ngisekhaya indawo bengikuyo kulamashop kamkhulu ngathi ngizobheka ngifuna ukulungisa ngathi ngibheka umhlaba ngifuna ukwakha indawo ngiqheluse amashop abe ngathi yi mall kodwa bengathi sikhuluma ngemali enkulu bengikhuluma ngama million bengizobhadala muntu ozokwakha bekungathi yimali enginayo sesivumelene ngithe ngisuka lapho ngahlangana nabesifazane abahlanu bekhulelwe bonke bekhaya ngokwebala phinde hlangane nabesilisa behamba nabesifazane ngyabonga

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      ukhonjiswa into vele okumele uyenze idlozi lakh liyafisa ukuthi ulakhele ngendlela yalo imali leyo uyoba nayo ngalendlela abayokunika ngayo kodwa ngeke ikuhluphe imali ,abesifazane abakhulelwe basho ukuthi kunento noma izindaba ezingi ezizofika kuwe ezinhle nezimbi eziyokusiza nezingeke zikusize uyobe usukhetha o0kufisayo kuzo ,abesilisa kuchaza ukuthi konke lokho oyobe ukwenza uyobe ugadekile kunedlozi lezingelosi eziyobe zihamba nawe zikugadile konke kwenzeke kube lula

  • @thembekakhali9142
    @thembekakhali9142 Před rokem +1

    Thokoza gogo ayi ngiyabonga kuningi engikuthokozele ukukuzwa kulelikhasi futhi ngiyaqonda kukho konke yazi izibonakaliso ozishoyo ngihlezi ngizibona ngibuya ngisho phesheya ngephupho ngiyokhuleka angiyiphathi eyezinyoka ezihamba ngaphansi kwamanzi ayi ngiyabonga gogo

  • @everythinggoeswithsontom8964

    Ngi phuphe inkukhu yemibala yempangela, ixoxo eligreen and the snake, zontathu lezilwane Ihleli phansi kwesihlahla. Uma zivuka noma sisukuma ngasikhathi essodwa.. ngimagele ukuthi kodwa kwenzeka kanjani

  • @user-mr6ph9st6c
    @user-mr6ph9st6c Před 3 měsíci

    Thanks cc uqhubeke usichazela amaphupho,uwachaza ngokucace gca!!!❤❤

  • @thabangdavid5948
    @thabangdavid5948 Před 2 lety +7

    Thokoza gogo, thanks again for your time, what is the meaning of DREAMING of Indians and I speak English in my dreams every day,👍💞💞💞

    • @angelam6466
      @angelam6466 Před 2 lety

      Nami nginalenkinga 2 days ulandelana ngiphuphe sengathi ngisemshadweni kodwa lomshado owamandiya, nangosuku olulandelayo futhi ngiphuphe wona amandiya.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +2

      indians asho abantu abahlala nawe obaziyo owenza nabo izinto kodwa bebe bekhuluma okunye ngawe okungekho kuhle kuwe futhi okuzokonela wena impilo yakho ngaleyondlela gada labo othi niyezwana nabo kanti bayakukhohlisa ngezinto abazisho ngawe ,ukukhuluma ulwimi olungasilo olwakho kahle kushoukuzimela ezintweni ezinkulu noma ezincane kodwa uye uziqonde ngokuzethemba kakhulu ukhonjiswalokho

    • @babalwagaika2091
      @babalwagaika2091 Před 2 lety

      Oooh hyooo ndaphenduleka kumsebenzi ebendiphangela kuwo bendihleli ndiphupha Indians zithandaza nam language endingayi understand emsebenzini..Thank you 🙏

    • @portiamoyana818
      @portiamoyana818 Před rokem

      Siyathokoza mntane dlozi sibonga izimfundiso zakho. Ngicela ukuxhumana nawe noma ngize kuwe.

    • @BonakeleFayaFaya
      @BonakeleFayaFaya Před 9 měsíci

      Ok

  • @jakobngcamphalala9855
    @jakobngcamphalala9855 Před rokem +2

    Yebo gogo Lana bengiphethe R20 ngithingothenga sikilidi Kanti angisabhemi Ngithi manginikeza lengithenga kuye shothi bekadlala ngometjisi yena ngiybone isivutha njoba bengiyilulile kodwa uyithathile injalo yena

  • @elsiesikhosana5295
    @elsiesikhosana5295 Před rokem

    Sawubona sis Hlengiwe..ngyabonga ngendlela osichazela kahle ngamaphupho...mina bengumuntu iphupha amaphupho akhulumayo..kusukela.mgikhula..kumanje angisaphuphi okanye ngingathi sengiyawalibala.....ngale ngaphupha umuntu owayengapheli ekhaya kwakweslisa. Kodwa eqhoka amalokwe ugogo engasekho ngamphupha .ethi.akazongikhombisa ugogo la ekhona sahanba elide ibanga sadlula indawo ngabo a igobongo lekhanda lomuntu eselloma labamhlophe qwa saddlula safika buqamamana nganoma ugogo ehlakula amakhulu amasimu.kodwa kungumhlaba nje ongenalutho...ngaphaphama...ngababuhlungu..angazi kuchazani...kanti ngase nginokuphuoha eshonile washona ngathi khani engcwatshwa.......ngibona ibhokisi..kaningningi.kodwa ngibuye engathi usephenduke inyoni ngphaphame....manje angisaboni lutho.wmaphusheni ami...ngiyabonga qhubeka maMbothe usivule.amehlo.ubusisekile ukukhanyiseleka

  • @msukingwadla9852
    @msukingwadla9852 Před rokem +1

    thokoza gogo ndinenxaki kakhulu mna kangangoba nasenkonzweni ndisamile ndizikhonzela endlini ngoba ndivuka oko ndiboniswa emakwenzeke nokuzakwenzeka yenza lonto andafunwa libandla kuthiwa ndilenza elam ngoku ndithi ndilele ibengathi ndisemakhaya ndinceda abantu

  • @meumofokeng4691
    @meumofokeng4691 Před rokem +1

    Sawubona gogo kunjani ngicela ukubuza,, ngiphuphe inja ingiluma isanda sokudla ngabe kusho ukuthini

  • @gloriamtolo492
    @gloriamtolo492 Před rokem

    Sawbona gogo mina ngicela ukubuza mina ngihluswa yiphupho elilodwa ngathi kuyanetha kunomoya onzima ophephula izindlu kuphephuka ngisho le engisuke ngikuyona imvula enzima kodwa nje umoya onzima ophephula kwasani ngisho izindlu zotshani.lichazani gogo

  • @lindamochoari7716
    @lindamochoari7716 Před rokem

    Ndiyabulisa Gogo, ndicela ubuza
    Ndiphuphe ndibona abantu ababini umama notata but asingobantu balapha e South Africa bade bamnyama xa ndibajonga ingathi ngabase Kenya or Uganda bathi beze apha kum. Banxibe isinxibo sabo amabhayi bahambange nyawo

  • @bawinilebawinile4065
    @bawinilebawinile4065 Před 11 měsíci

    Unjani ccwam kushoni ukuphupha umuntu ongasekho edlala u music

  • @viviangoldstone1828
    @viviangoldstone1828 Před 2 lety

    Amen gogo cha uyawavula amehlo ami ngyabonga
    Inkosi ikugcine🙏

  • @sindisiwemthabela8966
    @sindisiwemthabela8966 Před 2 lety

    Uqinisile ngiyaye ngiphuphe ngigijinyiswa ngibaleke masebezongibamba ngitshuze ngindize izitha zingangifici. Kusho ukuthi ngiyasinda. Ngiyabonga

  • @spitshomboli7714
    @spitshomboli7714 Před 2 lety

    Elinye ngibone ngipphetsheya ngihlangana labangane bami engike ngasebenza labo kodwa bengama philliponoes bonke vele bayibo amaphilliphes ngibona 1 of the girls uqede ukutshada last year yena simjabulele sicula ingoma ye church abathi congratulations you have seen the glory of God.

  • @phindilengcobo2551
    @phindilengcobo2551 Před rokem

    Sawbona cc mina ngicela ukbuza kuthi kushon ukuphupha ingulube kanye nabantwana bayo esanda kuba thola.ngibonge sazaphendula

  • @thembanimaseko7711
    @thembanimaseko7711 Před 2 lety +1

    Ngiyabingelela cc Hlengi uNkulunkulu asibusisele wena iphupho lami ebelingihlupha ulichaze ngakhona ukuhlanganisa namanye. Ngicela ukubuza leli lokulokhu uphupha izinamba nga3 or uvuke ngesikhathi esisodwa🙏

  • @user-ib7rd5vj6l
    @user-ib7rd5vj6l Před 2 měsíci

    Akwande gogo ,ngiphuphe ngindiza ngaze ngafika ngale kwamafu kusho ukuthini ngiyabonga

  • @vusithusi4105
    @vusithusi4105 Před 2 lety

    Lenkulumo ijulile,iphethe impilo yomuntu omnyama,siyazigqaja ngawe uJehova akuvikele kumankentshana

  • @user-eh8pr6bu7p
    @user-eh8pr6bu7p Před 11 měsíci

    Siyabonga cc Hle, ingani uNkulunkulu angakuvulela okuhle le more wisdom.
    Lami ngiyaziphupha ngindiza emoyeni ngize ngiye fika emazweni ngisilisa abantu ngilwela abancindelwayo labahlukumezwayo. Okulandelayo plz note akukuhle...
    Of late ngizibone ngisemazweni phesheya ngisebenzisana lama polisa ukudinga umntu owanyamalalayo. Ngamboniswa e murdered n burried. Ngayabatshengisa.
    Then ngatshengiswa omnye futhi eshinile duze kwe high way kuthi ngase Zimbabwe.
    Then insuku ezedlule ngiboniswe indoda ebulewe eSA yanqunywa yakhishwa inhloko yashiywa egangeni. Mna sokumele ngiye bika emapoliseni lokhu bemdinga abakwabo. Ngasalelwa yikufumana inhloko yalo mntu😢. Ngabe kutshoni mntaneNkosi.

  • @mlangenimlangeni9648
    @mlangenimlangeni9648 Před 2 lety +2

    Isandla sindlula inkhanda . Thokoza Gogo.Always profound. Thank you

  • @thembinene4737
    @thembinene4737 Před 7 měsíci

    Ayibongwe ngicela ukubuza ukuthi kushokuthini uphupha unxova inhlama yokubhaka eningi

  • @balungilemkhwanazi3607
    @balungilemkhwanazi3607 Před rokem +2

    Gogo ngicela incazelo,ngabe kushoni ukuthi ngiphuphe ubaba wengane esengahlukana naye ezongi vakashela mase akhulume kancane nam masecela ukuyobona abangani bakhe,efike kmina ehamba nomuntu wakubo ophilayo. Ngambiza ngafaka isandla ephaketheni wagexisa ikhanda wadakwa ,ngase ngikhuthuza yonke imali anayo ngaynika iwele lam ngathi ngiythathela ukuthi akayondli ingane zethu. Engabe libi leliphupho?

  • @angelzoe9482
    @angelzoe9482 Před 2 lety +1

    Thokoza gogo. Ndifunde something cz ndihlezi ndiphupha ndindiza traveling to different places crossing oceans. skwesinye isikhathi kuzobe kune crisis kulondawo and I will be helping people or even praying putting my hands on them. I would ask myself why I wud hv such dreams

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      kusho ukthi usuke usetshenziswa ngunkulubkulu njengesandla sakhe esiza abantu ngawe

  • @nalacele-fw1gx
    @nalacele-fw1gx Před rokem +2

    Thokoza siyabonga kakhulu ❤❤❤❤❤

  • @celimpilobiyela6517
    @celimpilobiyela6517 Před 3 měsíci

    Thokoza gogo eish mina angazi ngiphuphe ngihlezi nobaba Jacob Zuma izolo angazi kusho ukuthini ngempela

  • @callinangwenya1051
    @callinangwenya1051 Před 8 měsíci

    Thokoza gogo
    Mina ngyayibona I Nkanyezi kabili kwesibili nngavuswa ngilele bathi bheka ngaphandle ebusuku ngyavuka I window ngabona I Nkanyezi phezu kwendlu kwamakhelwane wami

  • @vukanidlamini7693
    @vukanidlamini7693 Před 2 lety +1

    Haii cha ngyakuvuma sisi unzima kakhulu.. Yooo🤗

  • @tshotanceba8901
    @tshotanceba8901 Před rokem +1

    Thokoza Gogo,ngiyabonga ukuthola wena,unkulunkulu akubusise,mina igama nguNceba wakwa Tshota,bengicela ukuchazelwa lana,mina Ngabona izinkwenkwezi zihamba ngokulandelelana umgama umude&zazingaphezu kuka20 zaze zabuya zanyamalala,ingabe kuchaza ini?

  • @moyomushayachirashwa7398

    Ngiyabonga sisi ngencazelo zakho zamaphupho 🙏🏿🙏🏿🙏🏿🙏🏿
    Bengicela ukubuza kutsho ukuthi ukuphupha ukwi stadium ulonkosikazo wakho libuke ibhola , kodwa laba abadlalayo badlale bazebalumane ngamazinyo , kube angathi umdlalo wakhona u tough

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +2

      kusho ukuthi kuliwa nesifo esingase sibekhona kubantu obaziyo ibhola ephusheni lisho ukugula ,ground umzimba,ukudlala ukulwisana nesifo esiyibhola uma belwa bodwa kusho ukuthi kunalabantu abazama ukuthi banqobe laba abafuna ukudedela isifo kubabtu obaziyo

  • @jskamaduna3493
    @jskamaduna3493 Před rokem

    Thokoza Hlengi ngiphuphe ngithenga but angizibonanga ngikhipha imali kodwa ngabona ushintji beku 1rand omdala omkhulu bewu to bright silver n 1cent n 2cents beku gold n very bright n i was so happy to receive new bright coins

  • @khayakazikontyi8617
    @khayakazikontyi8617 Před 2 lety

    Siyabonga gogo

  • @SabeloBongumusa-vp5sc

    Ngicela ulubuza kuchazan ukuhamb ugubha ujulwezinyos ubuyanal luluning

  • @lindelanimdletshe8850
    @lindelanimdletshe8850 Před 2 lety +1

    Thokoza gogo...ukuphupha isangoma sikuphuzisa amanzi,,,sibuye sikukhombe siphinde sikufake ikhandlela elimhlophe esweni elivuthayo.
    Ukuqabula umama wengane ningasathandani; senineminyaka nahlukana.
    Ukuphupha uhlekisana nosaziwayo abaningi; nokuhlekisana nenkosana esohlelweni lokuba inkosi futhi ekusiza ngokuthile kini, kuBusy egcekeni ngathi kunomsebenzi

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      isangoma sikuphuziza amanzi kusho ukukhonjiswa idlozi lakho ukuthi kumele uhlambuluke nalo ulihlambulule ,ikhandle ukukhombisa ukuthi kumele ubeneso lokubona okufanele ukwenze kukucacele bha ungavumi nje into ukuze udlule kuyo ,kusho ukuthi kungenzeka ukuthi kubekhona umuntu ozothatha indawo yakhe noma uyakhuluma kahle ngawe la ekhona ,osaziwayo izingelosi zakho ezikufunela okuhle nokuzokujabulisa,inkosana ezobayinkosi kusho isigaba sokukhula kuwe,lalela yonke lento ithi wena kumele ukhule ngokwezinga lakho izinto uzibone manje kahle futhi uzibhekisise ukuthi kumele uzenze kanjeni ungaveli nje uvume into ngoba seyivele yazenzakalela koda ihlele ukuthi ufuna yenzeke kanjani ukuze ungabuyi futhi ugcina uthola uhlobo lomuntu ofana nalo oke wazwana naye kwangalunga kumele ukwenze kuqonde kwamukeleke kubeyiqiniso elizoma nawe eside isikhathi ngabe ngiyaqhubeka kodwa ngicabanga ukuthi uzokuzwa lokhu okushiwo iphupho lakho

  • @GcinikhayaDorringtonNdabeni

    Ndicela undixazulele kutshukuthini xasele uphupha usitya fish evuthiweyo kodwa amathambo wayo uyawakhetha

  • @user-kt4cg4wv7m
    @user-kt4cg4wv7m Před 2 měsíci

    Sawubona gogo ngicela ukbuza kusho ukuthin ukuthola imali emhlophe yakudala ise fofwen lika mentshisi egcekeni. Angiphuphanga ngiyibonile. Please help me gogo Thokoza gogo

  • @stellantombomhlabajafta1630

    Gogo molo namhlanje ndiphupha ndiqoqa impahla kuvalwa izikolo ndiyagoduka utata(akasekho)ingathi uza ngemoto ukundilanda akadanga afike ndiphazanyiswe kukubona isonka ebendisibhakile ndasifaka kwicupboard eblue ndasilibala sele sonakele ndiyendasidla ndicaphuka kuba ndisithi bekumele ndiphise ngaso.Ndivuke ndaphalaza bekukubi nje emlonyeni

  • @haffanyyoung8244
    @haffanyyoung8244 Před 2 lety +1

    Mina ngiphupa upresident ngikhuluma naye ngiphinde ngiphupa ngindiza elwandhle bese ngi bukude mara amanzi a clean

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +2

      president ukhonjiswa isimo somuntu oyidlozi lakho ubukhulu owayeyibona ukuthi uyena ophethe wena mase kuba ukuthi unemimoya yabantu abadala abafuna ubalungisele

  • @fikilemtolo2546
    @fikilemtolo2546 Před rokem

    Mina cc ngbuye ngiphuphen konomoya omkhulu uphephula izindlu ngiwukhuze uthule

  • @vukanidlamini7693
    @vukanidlamini7693 Před 2 lety +2

    Simnandi lesihloko..

  • @mogalelegae8526
    @mogalelegae8526 Před 2 lety

    👏👏👏

  • @sbusisocele6766
    @sbusisocele6766 Před 2 lety

    Thokoza gogo. Ngophuphe ngigibele ibhasi.ngisuka ethekwini ngiya e Pretoria. Okungithusile.ngizibone ngihamba nomzala wami. Iplastic ebinezimpahla zami kufihlwe isibhamu. Ebesifihlwe uyena umzala wami. Kusenjalo kulelobhasi kungena amaphoyisa. Nomzala elisulela Kimi lelicala lesibhamu ebengingasazi mina. Ngabe ukuthini loku dadewethu.

  • @khanyimngomezulu5462
    @khanyimngomezulu5462 Před 2 lety +2

    Thokoza Gogo, Mina ngifuna ukwazi ukuthi uma usindelwa amahlombe nalelikhanda elibuhlungu elingekho normal kusuke kubantabadala bakuvakashele yini noma kukhona abakhala ngakho nah?

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +2

      kusuke kwiyibona behleli kuwe ngoba usuke usindwa amahlombe kodwa umzimba uke uzwele ngoba into eyenzeka kuwo awuyazi futhi badinga izinto ezithize ababezidla uthole ukthi kugcina sekuzwisa ubuhlungu ngoba abazitholi ingakho ke kumele ubafunele izinto zabo uma uke wabanika nawe wazidla iyona ndlela abakwazi ukthi nibe into eyodwa nabo ngalesoskhathi mase bekwazi ukuthi bakunike lokhu abafuna ukudlulisela kuwe uma uke wawuthatha umsebenzi lowo badla nempande ngawe ababe besakugulisa ngoba konke sekukuwe lokho nabo okukade kubasinda ukuze bekhululeke bakunike wena uqhubeke nako ngyabong

  • @lindelanimdletshe8850
    @lindelanimdletshe8850 Před 2 lety

    Thokoza gogo
    Ungadinwa Ma
    Ukuphupha ugqoke umfaniswani webhola obomvu nomngani wakho ongumakhelwane, futhi enikhule nonke; nilungiselela ukuyodlala

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +2

      kusho ukugula okungase kuniphathe okunganiphathi .anigada abantu besifazane ningalali nabo ningazivikelile

  • @livelykristy815
    @livelykristy815 Před 2 lety +1

    Thokoza gogo nginenkinga yokuphupha ngikhuluma ulimi lwama china . Kwesinye isikhathi ngiphupha engathi ngamukela ama tourist kodwa angama china ngibanike indawo yokulala kuthi ekuseni nxasebehamba bangiphe ezipuni (table spoon) eziyi golide (Gold) bathi bayabonga ukuthi ngibamukelile ekhaya lami . Bahambe

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety

      kusho ukuthi ungumuntu okwazikahle ukuqonda uma umuntu ekhuluma nawe into uma ukhuluma olunye ulwimi uma ubona ama china kusho uhloba lwethongo lakho elikhuthale khumbule bangena ngaphansi kwabantu abamnyama labo ngezinwele zakhe ingakho engena ngaphansi kwethongolakho elikhuthele nelamandla empilo yakho njengoba bekunika izipuni kusho into ozokwazi ukuthi ukhengayo ukudla angithi izipuni ephusheni zichaza okuthi kunento enhle ezophilangayo esikhathini esizayo abasazokwenzela yona njengoba ngisho ukuthi bakhuthele bazokunika sebeqedile ukuyenza ngoba igolideizipuni kusho ukuthi akulula ukuthi kudlule lokho kuwe

    • @spho1190
      @spho1190 Před rokem

      @@hxmbotho3458 saubona MaMbotho, cela ukubuza, kusho ni ukuphupha imali ezi R100 notes ezininzi, zinikwa ngu nyana wam, mna ndathatha iR5 note le yakudala, I dabukile?

  • @lindelanimdletshe8850
    @lindelanimdletshe8850 Před 2 lety

    Thokoza gogo..
    Uma uphupha usendaweni lapho kusikwa khona inyama ebomvu... ngathi kuseButcher nje kanjena...
    Kunabantu abasebenzayo lapha; bayayisika, bayayitaka..iyalungiselelwa..ibekwa ngohlelo
    🙏🏾

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      kubika isifo esithize esingase sibe kumuntu oyisihlobo sakho ngoba engafuni ukulungisa okuyizikweletu ezingenziwe ibhusha iyisitolo isitolo sisho lapho kumele uyokhokha khona ukuze uthole okuthize ingakho kua ukuthikunafanele akwenze kuvale izikweletukoda akakwenzi sekumdalela ukufake

    • @lindelanimdletshe8850
      @lindelanimdletshe8850 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 🙏🏾

  • @user-ov4zb6bv4c
    @user-ov4zb6bv4c Před rokem

    Thokoza gogo uma uphupha uthola imaii engama dola le yaphesheya kodwa ngathi ngiyothola kwi moto ye mali futhi uphuphe imali ewusiliva eyakwamanye amazwe engama ten sent nama 5 sent eningi

  • @mmapulammapula3031
    @mmapulammapula3031 Před 2 lety

    Hello my sister.mina ngikhuluma isepedi.i would to know what it means when u dream of picking fruits (mangoes) and found one that is rotten pls

  • @zahmasango8979
    @zahmasango8979 Před rokem

    Sawbona gogo ngicela ukubuza ukuthi kuchaza ukuthini ukuphupha usebenza esbhedlela futhi uphatheke kahle koda ungaboni ukuthi yisiphi esbhedlela koda wena ube ungakawutholi umsebenzi
    Ngyabonga

  • @shaunlaksman8517
    @shaunlaksman8517 Před 27 dny

    Kodwa Losisi makanikwe isihlalo esikhulu

  • @ladyfairmkhwanazi2817

    Sawubona cela ukubuza uma ungenwe umuntu owabuya nenyoka emanzini athi ufuna uthathe msebenzi wakhe and akutshengise usemanzini nenyoka

  • @user-ey5qv8vu6f
    @user-ey5qv8vu6f Před měsícem

    Sawubona maMbotho ninjani? Mina ngiphuphe ngigijinyiswa angazi noma bekuyisilwane noma inja emnyama kodwa ngazibona ngihamba emoyeni nami ngathuka ngaphinda ngehla phantsi saphinda isilwane sathi siza kimi ngaphinda futhi ngaya phezulu ngisukuma ngamandla engingawazi nami abuya kuphi

  • @florahnkosi6587
    @florahnkosi6587 Před rokem

    Ngyabingelela maMbotho ngicela ungisize lapha ngiphuphe nginikwa iamathambo kuthiwa angibhule ngawo ngawachitha phansi ngazibona sengifake lamakheleza ezinyawen lawa afakwa yizangoma ngigida umama ongzalayo ease enginika ingubo ethi ngembathe Yona bese ngiyagida ngicela ungihlaziyele lephupho ngsize ndodakazi

  • @vukanidlamini7693
    @vukanidlamini7693 Před 2 lety +3

    Yazi ngangizibuza nje ngeskhathi kuqala iCovid ngoba ngaphupha ngisezulwini kodwa kunama China and ngangihamba nomunye umfana siphethe ama School bags siwabelethe emhlane and besizolanda something kodwa azange ngiyibone ngalesoskhathi. But khona indawo lapho beyehlela inamavili amancane bengisaba ukudlula lapho kwase kwavela elinye iChina langendlalela itshali ngadlula ngihamba ngamadolo and lomfana bebgihamba naye besekefike ngaku Exit and bekunomuntu onikeza abantu abeza lana emhlabeni ama tickets.. So lomfana ngimbone sekejampa engishiya wathi kuyaphuthuma ngizomrhola emhlabeni..
    So lomuntu onikezana ngama tickets wase weza kimi wakhipha iticket kulomshini nhase ngyajampa kodwa bengithukile ngavele ngaphaphama khona lapho..
    Labuya futhi khona nje lapho iphupho khona ngalobo busuku. Ngazibona sengingena ekhaya ekamelweni laka mama wami ngibelethe le school bag kodwa bengiphethe imijovo emikhulu ngesandla and mangingena ekamelweni lakamama wami bekelele efulathele ngakimi ngavele ngamjova ngase ngaphaphama..

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      wawutshengiswa unkulunkulu nezingelosi okuzokwenzeka futhi ubuyiswa emhlabeni ukuthi uphile ingakunqobi lento eyayizokwenzeka kwakungasilo iphupho nje kodwa isibonakaliso wawukhonjiswa okusazokwenzeka inkulu leyonto

    • @angelzoe9482
      @angelzoe9482 Před 2 lety +1

      Wow .Mina ngaphupha abantu bethukuthele benomsindo and protesting against Nurses and Doctors bebatshela ukuthi there is a cure for this covid so they should stop killing our people cz they know the truth and they killing our people purposely. So kwakho namabhodi abonisa izinto ezinyanga covid and I was collecting those bords in order to do the cure n help people. When I share my dream people were laughing at me🤦‍♀️

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      kwakusho ukthi lento iyiqiniso eliphelele ukthi yenziwa ngamabomu ukuthi sibulawe kube ngathi izivelele kanti yenziwa ngabanenhloso yokusibhubhisa koda ngoba wawutshengiswa kwalkusho kona ukuthi sioyosinda sivikelwe imvelo abazoqhamuka nayo abanye ukuze sisizakale futhi nemithandazo isisize nayo

  • @mbalenhlengcobo5335
    @mbalenhlengcobo5335 Před rokem

    Ngyabonga kakhulu. Ngifunde okuningi.

  • @nelisiwesimelane2346
    @nelisiwesimelane2346 Před 2 lety

    Ngiyabonga gogo ngencazelo yokuphupha abangasekho nabaphilayo nali elinye iphupho besilele kwagogo nosisi bakwababa omkhulu ngibone kusuka izintwala kusisi wakwababa omkhulu zizakimi emcamelweni ngavuka ngaxuma ngathi ngibheka lapho elele khona kodwa ngamthola elele manje liye langikhathaza

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +2

      kusho ukuthi kunento esasichitho ebikuye okuthe mayehlangana nawe wena wayithatha ngoba ungumuntu obambayo

    • @nelisiwesimelane2346
      @nelisiwesimelane2346 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 sawubona mtanami waze wangethula umtwalo manje manginawe angisesabilutho inkosi yandise izinsuku zakho uyathandwa lpho engingaqondi khona zingene kimi yini noma?sezingene kimi

  • @noziphofavouritemwale6998

    Thokoza gogo, thokoza mtwana wethonga ngicela ukubuza ukuthi kwenziwa yini ukuthi ngivaleke amadlebe bese mevuleka kukhala umsindo wensimbi and sekuungenze for 3 weeks

  • @sasambhele9059
    @sasambhele9059 Před 2 lety

    Hi cc
    Yazi mine ngaziphuphuma ngi swim-a but ngiya phansi and nangifika ngaphansi kwa manzi ngathola lomunye ubhuti watsi nali lizwe lethu kanye nomnotho wethu akhomba amatje akhona lapho. Wakhomba amathambo emuntu watsi wumkhulu wakhe then amanye watsi ngimi naye coz abebambene lawo

  • @pulengesther1890
    @pulengesther1890 Před 8 měsíci

    Thokozan gogo dreaming u precident shouting m but I didn't die an he ask m leave the country so my family think that I'm dead😢pls explain

  • @daphneymahlangu7370
    @daphneymahlangu7370 Před rokem

    Sawubona sthandwa sami ngicela incazelo ngalephupho ,ngiphuphe ngisegumbini likamama li yellow ngombala elinye futhi ngiphuphe umalume wami oshonile angicela ubisi ngiyabonga.

  • @dollymngwabengwabe6961

    Gogo ngicela ukuibuza uma ulahlekelwa ubuhlalo ubu blue nobuhlophe kulahlekile

  • @makholwanenzimeni7955
    @makholwanenzimeni7955 Před 2 lety

    Thokoza gogo mina ngaphupha ngibona abelungu behamba ngelifu behla ngakimi mara ngazama ukubonisa abanye tholukuthi abayibonilento engiyibonayo ngazibona ngiqhoke isambatho esimhlophe ngibeke ilaphi elimhlphe emahlombe uma ngilivula baphandleke labelungu basemafini bathi hawu unamandla banyamalale

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      kusho ukuvikelwa izingelosi ezembatha okumhlophe uma uhlaselwa kuyokusiza kakhulu ukuthi uxhumane nedlozi lakho kanye nezingelosi zakho zala kugqokwa khona okumhlophe uye kobanga khona futhi uyocela ukuthi baqhubeke bakugade ngoba ungumuntu ohlaselwa kakhulu izilwane ngyabonga

  • @portiamathebula9008
    @portiamathebula9008 Před rokem +1

    There are white historians that are making videos on the same topic... this is a secret but rather abantu abakholelwa, because they are distributed & aren't willing to take in the knowledge.. Credo opened doors for us be we're still not willing to learn & empower ourselves so that we are no longer slaves to be "controlled" by a younger "species" version of us

  • @ayandafaith3416
    @ayandafaith3416 Před rokem

    Cc Hlengiwe ng'cela ukbuza kusho ukthin ukphupha inyoka emhlophe nawe ugqoke izinto ezimhlophe ekhaya yomama, ngendlel engiysaba ngayo inyoka ngangith ngaybalekel bt konke la engyakhona ngath isinghambel phambili, ngphinde ngibe nenkinga yokbona izinto ziyi nyoka 😢 angbonge usazophendula

  • @mosesmodikoe1182
    @mosesmodikoe1182 Před 2 lety

    Hi what it means uma uphupha uphethe isibamu

  • @thandomabizela860
    @thandomabizela860 Před 2 lety

    Hah. 😳😳 Nami ngaphupha ngiseRussia, ngiphethe imali yakhona esandleni. Ngathenga idrink no popcorn. Kwabuya ushintshi omningi ngathi Haibo ngasala nengaka sengithengile. Even sekukhona oyibolekile, ngamnika but still yasala.

  • @rejoycemchunu6033
    @rejoycemchunu6033 Před 2 lety

    Mmmm!

  • @khumalopaul688
    @khumalopaul688 Před 2 lety

    Thokoza Gogo, ngicela ukubuza. Ngiphuphe engwe ne nyoka e black and brown zime endleleni yami nga buyela emuva enyoka yangilande eshesha ngaphaphama lapho

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +2

      laba abantu bakini abawomkhulu bakho abaziveza ngesimo esinjalo kuwe ukthi bafuna ukulandwa ezintabeni ngoba basezintabeni ngokuhlukana kwabo ngezigaba zabo

  • @kennethndlovu2560
    @kennethndlovu2560 Před 2 lety

    Thokoza gogo bengiwalanda ngaphasi kwe carpet esupabet amapeanuts ngiwadla engawoswanga ,engaphekwanga

  • @milanisonyasha2864
    @milanisonyasha2864 Před rokem

    Camagu Gogo kuphupha bantwana bezotenga nge2c

  • @sanonozadawu7084
    @sanonozadawu7084 Před 2 lety

    Sbonge gogo sigezwa kanjani isthunywa or uwenza kanjani umsebenzi wamadlozi ngoba ngilokuphupha umkhulu ethi kangihlambululwe ngesintu so kuyangixaka ukuthi kwenziwa njan

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      kusho ukuthi kumele uqale wenze igobongo mase uya kohlambuluka mase uqedile konke kuyobe sekuyakukhanyela uma wenza igobongo ulenzela kini liba u7 dys mase uliqedile mase uyohlanjululwa empophomeni ilapho ke bayobe sebebuya nawe khona kuyophakama nezithunywa ngaleyo ndlela kuwe baqhubeke bakutshele okulandelayo okumele ukwenze

  • @sindisiwegasa8425
    @sindisiwegasa8425 Před rokem

    Waze wayichaza kahle lento gogo

  • @lwazymaseko6358
    @lwazymaseko6358 Před rokem

    Thokoza gogo what does it's mean to dream caring two eggs but the other one breaks kwaphuma itjwele

  • @jabudlamini7347
    @jabudlamini7347 Před rokem

    Gogo ngicela kubuza kucazani ukuthola mali uhamba ehlane 50

  • @ZaneleMbamatye-dv1er
    @ZaneleMbamatye-dv1er Před 9 měsíci

    Sisi mandibulise. Kwenziwa yintoni ukuphupha everyday ? Amaphupha ayandibhidisa mna.

  • @moslegodi9866
    @moslegodi9866 Před rokem

    Makhosi ndiphupha ubaba wami ephambikwami ejika ngespeed ebaela ngathi uzekum ngempazamo

  • @xolileduze3882
    @xolileduze3882 Před rokem +1

    Thokoza gogo, ngicela ungihlaziyele leliphupho, ngaphupha inkosi yamanazaretha igibele I paratute namakhosana avunulile yona inkosi igqoke umjiva omhlophe nesigqoko esimnyama behambela phezulu, mina bengihleli endaweni eseceleni komgwaqo notshani obuhle obuhlaza mina bengindlale icansi nobhuti wami sisekuqaleni bese kuba amanazaretha angamaningi kakhulu eceleni kwethu, inkosi beyikhuluma ithi njengoba ningibona lana nophinde ningibone nakwelizayo ngingunkulunkulu, lapho amanazaretha akhuza uyingcwele kuthe kusenjalo kwehla inkosana eyodwa iphethe imbenge enamaswidi kodwa bekungathi isidlo senkosi ngagijima kuqala ngayosamukela ngathathela nomfwethu sasidla ngabe sengiphaphama.

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před rokem +1

      ubukhonjiswa okusazokwenzeka noma okwenzekayo ukuthi akakushiyi ngaphezu kwethuna kodwa kuze kube nangaphansi kwalo kuze kube nasendleleni yokufa ulokhu ekhona kwabamkhonzayo ukhumbula ngisho abakwaBHEKABEZAYO ikona lokhu obukukhonjiswa ukuthi nina enisuke niyihambele leyonkonzo nithola esikhulu isibusiso ngoba nisuke nikhona enkonweni yabangasekho umjiva omhlophe owokuthetha amacala kuqinisekisa kona ukthi usuke ezobakhumbula ezindleleni abazihambayo

  • @rosengwenya1865
    @rosengwenya1865 Před rokem

    Thokoza gogo ngicela ukubuza ngihlez ngiphupha imibala oyellow noblue not ijazi ngiphupha ngiwubheka ngathi umile phambi kwami ngiwbhekile okunye ngnokuthi mangicimeza ngbone ukukhanya okuhle kpdwa ngingalele just ngicimezile angaz noma ngiyezwakala yini ngyabonga ngizolinda imprndulo

  • @lindelanimdletshe8850
    @lindelanimdletshe8850 Před 2 lety

    Ngiyayithanda igxoxo yamandla esinawo nemvelo...uma sikhululekile emoyeni

  • @patrickmashego2980
    @patrickmashego2980 Před rokem

    Sabona gogo plz uma kukhonaka badla bengicela I number yakho

  • @mpilomahlaba9738
    @mpilomahlaba9738 Před rokem

    Mawuphupha intombazane ikucela imali

  • @patriciiamapheleba3591

    Mina ngiphuphe ngingena mali ngicela imali ebantwini.

  • @velenkosinikhulekanibuthel2642

    Thokoza nginenkinga yokuphupha ngilahlekelwa isikwama semali nje mangise taxin sisale khona izolo ngilahle konke negrocer

  • @kennethndlovu2560
    @kennethndlovu2560 Před 2 lety

    Mina ngicela ukubuza mina ngiphuphe ngisidla amazambane(peanuts)ngiwadla ngiphiwa ngumuthe sithe sesiqedile wathi amanye ase supabets lapho ebengiwalanda khona , kutsho I lokho?

  • @sbomasondo320
    @sbomasondo320 Před 2 lety

    Kusho ukuphupha isiphamu nidutshulwa emsebenzini ngathi

  • @mkhwanazithabiso40
    @mkhwanazithabiso40 Před 2 lety

    Ma ukuphpha ama Coins abrown namhlophe 50cents 1rands, ase sandleni Sami kuchazani lokho?

  • @ningikweyama4328
    @ningikweyama4328 Před 2 lety

    Ngiphuphe ngisendlini yomlungunabelungu ngimbaugodi kwaphuma izingubo zinomlotha ngaphansi kwazo ngathola imali eyamaphepha

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      kusho ukuthi ubukhonjiswa into egqibwe endaweni ethize ehlanganisa izinsila kanye nobulwane obakhelwe ukuthi kubambe yonke into oyenzayo ukuthi ingayi phambili iyonake into eshiwo iphupho lakho kumale uyilungise

    • @ningikweyama4328
      @ningikweyama4328 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 ngyabonga Thokoza gogo ungiphendule kahle manje ngizivula kanjani izinto zami

  • @babyii
    @babyii Před 2 lety +1

    Hello mama please help
    I Dreamt of being at a wedding and I didn't know who was getting married .then I did something wrong and a celebrity I knew started shouting at me at the wedding .
    Please explain mama

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +2

      kusho ukuthi kunesitha esisuke sikukhokhonbela sifuna ukubulala koda uke usinde ngoba awubaboni bobabili abashadayo okuyinto enhle leyo celebrity lisho ukuthi umuntu usuke esezokusiza kulomuntu osuke okwenza okubi ekulaleni kwakho ukuze uzothuka ephupheni ukwazi ukuphaphama uphila ngoba ukhona lomuntu okubelesele ngokukubulala kodwa agcine ehluleka njalo nje ,bayahlupha abantu abanomona ngoba akukona ukuthinixabene koda ubona wena nje siqu sakho ukthi ungaba umuntu ozoba nempumelelo enkulu umhlule uhlule ngisho izingane zakhe maje akakufuni lokho ukuthi kwenzeke manje ingakho efuna ukuqeda ngawe kodwangyakuthembisa kofa yena ngeke kwenzeke lokho

    • @babyii
      @babyii Před 2 lety +1

      @@hxmbotho3458 thankyouuu I love youuuu mama ♥

  • @buyizwane9875
    @buyizwane9875 Před 2 lety

    Thokoza gogo be ngisacela inamba yakho uma kuvumelekile🙏

    • @hxmbotho3458
      @hxmbotho3458  Před 2 lety +1

      ngizoyenza indlela yokithisixhumane okwamanje ngisebenzisa youtube kuphela

    • @buyizwane9875
      @buyizwane9875 Před 2 lety

      @@hxmbotho3458 ngyabonga kakhulu